Тёмный
IsiZulu: The Curriculum Breakdown
IsiZulu: The Curriculum Breakdown
IsiZulu: The Curriculum Breakdown
Подписаться
Decoding the barriers between the educator, curriculum and learners. Training the trainer and learners.
Комментарии
@redshakes3807
@redshakes3807 10 дней назад
Kungani imbongi sebenzise igama elithi siziba
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 7 дней назад
#redshakes, ngokucabanga kwami isesizibeni lapho umuntu angajula khona. Okwesibili, kwaZulu kwakuqonyiswana maduze nemifula (isiziba)
@thabisilemthanti684
@thabisilemthanti684 21 день назад
You have just made my job easier I’m writing tomorrow may god bless you❤️🙏
@AffectionatePrairieAnima-ut9tr
@AffectionatePrairieAnima-ut9tr Месяц назад
Isigqi
@HighnessMolife-kj3vs
@HighnessMolife-kj3vs Месяц назад
Cla amathuluzi okohlaziya inganekwane
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum Месяц назад
#HighnessMolife, uma ngingabuza highness ufundisa/ufunda liphi ibanga? Ngibuza ngoba kunenye ishaneli: 'IsiZulu Grade 12 Intervention' yona icishe ichazachaze. Nanoma kunjalo: indlela esihlaziya ngayo ubuciko bomlomo buyefana nalobu benoveli. Yize kunjalo ikhona imibuzo/izitatimende ezingeke zabuzwa kubuciko bomlomo: 1. Isakhiwo: ngoba isakhiwo senganekwane sifana nesenoveli kanti esenkondlo yomdabu (izibongo) sifana nezinkondlo.
@LizaMdladla
@LizaMdladla Месяц назад
Sawubona ngicela ukbuza ukuthi kulenkondlo yisiphi lesisiziba imbongo ekhuluma ngaso emgqeni wokuqala
@isizulufalchatroom252
@isizulufalchatroom252 22 дня назад
#LizaMdladla, angixolise ukwephuza ukuphendula. Kuyenzeka ngingabikho ku-RU-vid sanhlobo. Ngizoyifunda inkondlo ngibuye kuwe.
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 18 дней назад
#LizaMdladla, ngiyifundile inkondlo. Intombi yayeshelwa ngasemfuleni. Ngakho-ke uma sikhuluma ngomqondo osobala (Intombi: iyeshelwa) wale nkondlo singasho ukuthi umthombo thizeni. 2. Okwesibili, uma sikhuluma ngomqondo ocashile (Imfundo) umthombo kungayilapho kutholakala khona imfundo. Ngiyathemba uyaphenduleka?
@HlengiweNdebele-ne5kv
@HlengiweNdebele-ne5kv 2 месяца назад
Gogo ngyaphasa mangiklalela ngyabonga
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum Месяц назад
#HlengiweNdebele, ngiyabonga mzukulu. ❤❤❤🎉🎉🎉 Phasa okwangempela.
@nelsonmkhabela4443
@nelsonmkhabela4443 2 месяца назад
Bengicela ukubuza ukuthi Iyiphi okzimoroni etholaka ebinzeni lokuqala nokuthi imbongi isebenziseleni.
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 2 месяца назад
#nelsonmkhabela, sawubona Nelson. Ngizobuyela kuwe. Ngizoqala ngiye enkondlweni bese ngibuya lapha ngizophendula. Ngiyabonga ❤❤❤🎉🎉🎉
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 2 месяца назад
#nelsonmkhabela, Nelson unjani? Ngiyile enkondlweni njengokwethembisa kwami. I-okzimoroni ayikho ebinzeni loku-1 kule nkondlo. Zikhona ezinye izimo zokukhuluma kodwa akuzona izifenqo. Bheka umugqa wesi 2, 4 nowesi-5. Uyazi angisho i-okzimoroni isifenqo. Sengiyazicabangela nje ukuthi mhlawumbe uyaludinga usizo mayelana ne-okzimoroni. Nansi ilink engakusiza: ru-vid.com/video/%D0%B2%D0%B8%D0%B4%D0%B5%D0%BE-lAZ1KLNuM4I.htmlsi=4SF9nqlfb3t42ra6
@SnenhlanhlaOlwethu-f9o
@SnenhlanhlaOlwethu-f9o 2 месяца назад
woow😃
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 2 месяца назад
#SnenhlanhlaOlwethu, ngiyabonga kakhulu.❤❤❤🎉🎉🎉
@NomusaMashavhathanga
@NomusaMashavhathanga 3 месяца назад
Siyabonga maa🙏
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 3 месяца назад
#NomusaMashavhathanga, you are a star. Much love. ❤❤🎉🎉
@mbalieugenia1035
@mbalieugenia1035 3 месяца назад
Thank you Ma you are the best of the best
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 3 месяца назад
#mbalieugenia, you are a star. Much love. ❤❤😂😂
@ThobileMthembu-bu5cj
@ThobileMthembu-bu5cj 3 месяца назад
Sawubona mem, cela ukubuza le channel eye HL or FAL, ngididekile ngempela especially cause ngenza uFAL so angazi noma izinkondlo ezeFAL or HL
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 3 месяца назад
#ThobekileMthembu, le shaneli eye-HL. Ikhona eyakwa-FAL. Ithi, 'IsiZulu FAL: The chatroom. I will cone back and edit so as to add a link: ru-vid.com/video/%D0%B2%D0%B8%D0%B4%D0%B5%D0%BE-Vb--vRz6Vwc.htmlsi=W1NbChsQ1NDX_Ymu
@Movie_Plus01
@Movie_Plus01 3 месяца назад
You're creepy asf
@nomadlozimodise8372
@nomadlozimodise8372 4 месяца назад
Author L Molefe. It's Drama for grade 10
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 4 месяца назад
#nomadlozimodise, ngiyaxolisa ngoba anginawo lo mdlalo. Ngizamile ukucela othisha abafundisa eGauteng ukuba bangithumelele ngobakhokhela. It's only R100 by PAXI ngehluleka.
@nomadlozimodise8372
@nomadlozimodise8372 4 месяца назад
Thank you for considering grade 10. Please do Bahlukumezekile Bakhohlisana nje.
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 4 месяца назад
#nomadlozimodise ngiyabonga. Anginawo lowo mdlalo.
@ThandiShoba-sb6rn
@ThandiShoba-sb6rn 4 месяца назад
Cela ungihluzela Yona kyaphuthuma plz
@ThandiShoba-sb6rn
@ThandiShoba-sb6rn 4 месяца назад
Cela ungihluzela Yona kyaphuthuma plz
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 4 месяца назад
#ThandiShoba, ngicabanga ukuthi ngenze kona kanye lokho okudingekile. Nginikeze incazelo yamagama ukuze wena ukwazi ukuzitholela ukuthi imayelana nani. Ngiyabonga. ❤❤🎉🎉
@ThandiShoba-sb6rn
@ThandiShoba-sb6rn 4 месяца назад
Cela ungihluzela Yona kyaphuthuma plz
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 4 месяца назад
#ThandiShoba, Thandi engikwenze lapha ukukufundisa okudingekile ukuze uqonde inkondlo. Kufana nomuntu ofundiswa ukushayela. Okufundisayo ukufundisa okufanele ukuqonde. Uthi ungakuqonda ushayele uyofika eKapa, eGoli, eThekwini njl. Akathi angakufundisa ukushayela eGoli ubusumdinga uma usuya eThekwini. Uyazishayelela. Ilokho engikulindele kuwe manje. Ngiyabonga. Uyathandwa.❤❤🎉🎉
@lindiwekwinana9387
@lindiwekwinana9387 5 месяцев назад
Wasisa ke yazi
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 5 месяцев назад
#lindiwekwinana, ngiyabonga. Ngavele ngazizwa ngisemqoka 'njengendlovukazi' ❤🎉
@AmahleKubheka-mq4cm
@AmahleKubheka-mq4cm 5 месяцев назад
Ngicela amagama afakazela ukuthi lenkondlo inkuluma ngenkolo
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 4 месяца назад
#AmahkeKubheka, ngikuzwa kahle. My bad, ngenze iphutha ngokukhetha igama elithi, 'Inkolo yembongi' Bekufanele ngithi: 'Inkondlo imayelana nalokho imbongi ebambelele/ethembele kukho' Ngokusebenzisa igama elithi, 'inkolo' sengikhuluma ngobuKrestu. Ngiyabonga ukukuveza lokhu. Benginganakile. Yobe!!! ❤❤🎉🎉
@SIYAMTHANDAMpanza-m8l
@SIYAMTHANDAMpanza-m8l 6 месяцев назад
Ngiyabonga
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 6 месяцев назад
#user-ly-5rn3jf8j, kubonga mina ngane yami. Much love ❤❤.
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 7 месяцев назад
Remember to thank me later, check here: ru-vid.com/video/%D0%B2%D0%B8%D0%B4%D0%B5%D0%BE-gBwQLCCaEp8.htmlsi=UEFstdD1gPsmO3qC
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 7 месяцев назад
Check this video on isichasiso and you will be happy all the way to the examination: #ThankMeLater ❤❤ ru-vid.com/video/%D0%B2%D0%B8%D0%B4%D0%B5%D0%BE-vLPaVD6V0QU.htmlsi=Kv--vzsH6JTn82xf
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 7 месяцев назад
Check this video on isibanjalo: angeke wazisola #ThankMeLater Nansi ilink: ru-vid.com/video/%D0%B2%D0%B8%D0%B4%D0%B5%D0%BE-vLPaVD6V0QU.htmlsi=Kv--vzsH6JTn82xf
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 7 месяцев назад
Check this video as well. Thank me later 😂❤ Spuki N IsiZulu ru-vid.com/video/%D0%B2%D0%B8%D0%B4%D0%B5%D0%BE-gBwQLCCaEp8.htmlsi=oB5NaEPVccILjGl0
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 8 месяцев назад
Seniyoxola maZulu amahle. Le vidyo was uploaded before the one on stanza 4 and 5. However, it got corrupted. Ningixolele. Izinto zesilungu ngesinye isikhathi ziyaxaka.
@LWAZILWAMAZULU
@LWAZILWAMAZULU 10 месяцев назад
Thank you mahh.... Lapho ngiyobhala in 7hrs😭😭😂😂
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 8 месяцев назад
#Valentinom922, kubonga mina ngane yami. Ngiyathemba wabhala kahle. Ngiyaxolisa bengisahlabe ikhefu ngisaphumule isocial media. Unyaka omuhle.
@wonderdila3307
@wonderdila3307 10 месяцев назад
lol she is so goooooooooooooooood
@MhlengiNdlovu-bv1jc
@MhlengiNdlovu-bv1jc 10 месяцев назад
Yaa she is
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 8 месяцев назад
#wonderdila3307, ngiyabonga kakhulu. Ngixolise ukwephuza ukuphendula. Bengisahlabe ikhefu. Nonetheless, a million thanks.
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 8 месяцев назад
#MhlengiNdlovu-bc1jc, ngibonga kakhulu, let me apologise for a very late acknowledgment. I took a leave from Social Media. However, I'm so humbled.
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 11 месяцев назад
#stevensiyanda7436, hi Steven. PDF notes on the video maybe (Pardon, my level of ignorance) or separately?
@stevensiyanda7436
@stevensiyanda7436 11 месяцев назад
Hi miss can you please write pdf note. Thank you for explaining for us but please write us pdf note
@kdrama_dream
@kdrama_dream Год назад
Thank you so much for this I've watched every grade 11 poem video you have and also liked
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum Год назад
#kdrama_dream, you made my day. Thank you so much. I'm humbled. Much love.
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum Год назад
#cyfa_duo8512, umoya wenkondlo isimo imbongi ebikusona ngenkathi ibhala inkondlo. Umoya uncike ekutheni ubuthini umqondo wenkondlo noma belithini ibinza ngalinye, umugqa ngamunye. Lokhu kuchaza ukuthi uma usuwazi AMAGAMA AKHETHIWE sekoba lula ukuthola umoya wenkondlo. Ngizocela uhlale phansi ulalele kulawo magama akhethiwe u-derive umoya. Ngiyabonga
@cyfa_duo8512
@cyfa_duo8512 Год назад
Please do umoya wenkondlo
@uphileshange9398
@uphileshange9398 Год назад
Syabonga❤😊
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum Год назад
#uphileshange9398, kubonga mina. I'm humbled. ❤
@ThabiMathambisa
@ThabiMathambisa Год назад
Ngicela ukubuza ukubhebhezeka kodweshu
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum Год назад
#@user-qb1jx2rn7r, anginasiqiniseko kahle mayelana nombuzo wakho. Ubuza ukuthi kuyini ukubhebhetheka kodweshu kulo mbhalo wobuciko? Noma kuyini ukubhebhetheka kodweshu in general terms?
@NomfundoMadubedube
@NomfundoMadubedube Год назад
Isigameko esenzeka empilweni kathembekile ngesikhathi eseyintombi ngesihloko esithi zihlangene phezulu
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum Год назад
#user-uj3jr3pd1t, my apologies for the late response. UThembekile wahlangana nezimbila zithutha. Wakhulelwa, waphikwa. "Zihlangane Phezulu" noThuthukani esephika Ema ngentaba ethi bahlangana ubusuku obubodwa ngakho ukhulelwa kanjani. Namanje ekukhuleni kwabo "Zihlangene Phezulu" 1. UThuthukani akanayo imvumo yokubona ingane. 2. UThuthukani akazi ukuthi uThembekile unegqubu. Uyena omchithela umuzi. UThuthukani ucabanga ukuthi bahlukana nje noLetheni ngenxa yobudedengu bukaLetheni. Yebo, ubebudedengu kodwa umuntu owadala uqhekeko kulo mshado nguye uThembekile. Kwakuhanjwa naye phesheya. 3. Sebebuyelene noThembekile kodwa akaphahluki nakancane, sakudlala nje atshele isoka lakhe ukuthi uyamazi uLetheni. Ngakho-ke "Zihlangene Phezulu!"
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum Год назад
Ibinza lesi-2: Ikhephezelis': lapha imbongi ikhuluma ngokuthi impi yamazimu ekhephuzelisayo. Ngenkathi ngichaza ngithena ukuthobà okukhephuzelisayo. (IPHUTHA LELO) Ngiyabonga Spuki N IsiZulu
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum Год назад
#Sinolulitusa Zwane Ntshontsho, Mangethe, Mangweni. Ngixolisa kakhulu ukungaphenduli ngesikhathi. Nje!! Nje!! Nje!! Im so happy and humbled!! Babonise ngane yami ukuthi wena uwubani!!! ❤❤❤
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum Год назад
#Kuhle Wendy, ngiyaphila Zakwethu. Siyakwamukela njengelunga elisha kulo mkhakha esikuwo wokwakha isizwe. Ngicabanga ukuthi usebenzise the ones ezikhona ku-circulation kunokuyothenga. Ngicabanga lezi: 1. Kunjalo-ke: Wanda Sithole. 2. Bengithi Lizokuna: Nakanjani Sibiya. 3. Ubhuku Lwamanqe: E Zondi. 4. Kudela Owaziyo: B. Maphumulo 4. UNtombazi: AH Dladla. Okunye ungasebenzisa nezincwadi zomlando ezingakwenza ube nobuchule obumangalisayo: 5. Yekanini: Joyce Gwala 6. KwaBulawayo: James Gumbi
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum Год назад
#Kuhle Wendy, nansi enye: Makuyiwe Emhlahlweni: CT Msimang
@kuhlewendy9371
@kuhlewendy9371 Год назад
Hi Zakwethu, nguthisha osamusha wesizulu ka grade 8 and 10. Cela ukbuza esiph izincwadi ongazi recommend kuth ngizithengele zona zesizulu engingathuthukisa ngalo ulwazi
@SinokulitusaZwane-pi5nm
@SinokulitusaZwane-pi5nm Год назад
Thank you so much 🥰 You helped me a lot i think I'm ready for my test monday
@nkanyisosbahle5526
@nkanyisosbahle5526 Год назад
Besisacela isahluko sesibili nesesithathu🙏
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum Год назад
#Nkanyiso Sbahle, zikhona izahluko okhuluma ngazo. Kusukela kwesoku-1 kuye kwesesi-6. Khuphuka nawo ama-video alo mbhalo wobuciko. Uzozithola izahluko ozifunayo.
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum Год назад
#Nkanyiso Sbahle, akhona amavidyo owadingayo. Khuphuka kusukela lapha uzohlangana nawo ngenhla. Uzowathola, asukela esahlukweni soku-1 kuya kwesesi-6.
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum Год назад
#Nkayiso Sbahle, are you aware that there's a grade 12 channel called IsiZulu Grade 12 Intervention @isizulugrade12 Believe me, you will not regret it.
@bongacyabonga6590
@bongacyabonga6590 2 года назад
Siyabonga gogo ❤️
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 2 года назад
#Bonga Cyabonga, kubonga mina mzukulu. ❤️ ❤️
@sakhilendlela7815
@sakhilendlela7815 2 года назад
Ngiyabonga mama hawemah Jesu you saved my life Eskoleni siyakhala isibhaxu Plus I now understand the story much better after watching this video I'm telling all my friends about your RU-vid channel
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 2 года назад
#Sakhile Ndlela. Kubonga mina Sakhile. Oh Lord #isibhaxu. Akusenani. Ngiyabonga ukwazisa nabanye. Ngiyakuthembisa ukuthi wozuza kakhulu kulo nyaka. Ungakhohlwa, nangonyaka ozayo ngisekhona kule shaneli ethi, : "IsiZulu Grade 12 Intervention" You truly made my year!!!
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum Год назад
#Sakhile Ndlela, ngicabanga ukuthi usufunda ibanga le-12? Ngikhona khona lapha. Ngifundise amanoveli alandelayo: 1. Bengithi Lizokuna. 2. Impi Yabomdabu Isethunjini. Ngifundise imidlalo elandelayo: 1. Kudela Owaziyo. 2. Ubhuku Lwamanqe. Izinkondlo ngizenze zonke: Go to: IsiZulu Grade 12 Intervention: @isizulugrade12
@forjufarvmthethwa5312
@forjufarvmthethwa5312 2 года назад
Ukufundwa kwesahluko sesibili
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 2 года назад
#Forjufar v Mthethwa, sesikhona isahluko sesi-2. Kukhona esesithathu nesesine. Khuphuka nayo le shaneli wozibonela.
@ziyandathabe1002
@ziyandathabe1002 2 года назад
siyabonga Mama 🙏🏾
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 2 года назад
#Ziyanda Thabe, Ave kubonga mina ngane yami.
@lindom9354
@lindom9354 2 года назад
Very Helpful, Thank You 🙏🏿
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 2 года назад
#LindoM, I'm humbled, much appreciated
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 2 года назад
#SimphiweNtombela, akuyona inoveli lena, lo mbhalo wobuciko uwumdlalo. Okucelayo akuyona i-field yami kodwa ngicabanga ukuthi baningi abantu abalapha abazofunda lapha bese belifeza iphupho lakho. Good luck in your quest.
@thokozani1luv
@thokozani1luv 2 года назад
Really enjoyed, I love how she explains everything slowly and clearly making it easier for us to understand, siyabonga kakhulu mama🙏🏻
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 2 года назад
#Thokozani1luv, much appreciated. Ngiyabonga ukuthi I made it easier for you to understand poetry analysis. Ngikufisela impumelelo ezifundweni zakho.
@Browski._
@Browski._ 2 года назад
Muhle umsebenzi wakho
@IsiZuluCurriculum
@IsiZuluCurriculum 2 года назад
@lowkey browski, ngibonga kakhulu. Kumnandi ukungconywa, kuyagqugquzela.
@simphiwentombela8812
@simphiwentombela8812 2 года назад
Ngcela nikhiphe iDrama for Le Novel please 🥺🙏