Sbonge Mfoka Makhanya angithi last year si-breake i-record labo lika 12 days within 2 days manje iQhawe labo liguliswa ilonto njengoba liqamba amanga nje. Nanokuthi nje abamfuni kabi umuntu okhuluma iqiniso angiphathi uma esezoveza ubufakazi obuphathekayo njengoba wenza nje bathi "ukhuluma izindaba zabantu" angithi sebajwayela amanga asuke eyqhamukela ekhanda lomuntu thizeni nje ezibulawelwa uMona neNzondo bese ephusha i-Propaganda bese sithi isiNgisi "Haters Create Rumours Fools Spread them and Stupids believe them" njengoba benza nje uKhuzani uzondelwa izinto ezakhulunywa umuntu enga-displaye even a minor tangible evidence ezibulawelwa uMona neNzondo nje. Abaningi nje bakholwa ukuthi uKhuzani uthwele unenyoka ngoba nje lona yashiwo ilomculi onoMona abathi bona akanaMona