Тёмный

“Kuphelile nge IFP nayi video ka Godole esuse umsimdo esola Hlabisa ngokuthengisa nge IFP 

News news sa
Подписаться 120 тыс.
Просмотров 22 тыс.
50% 1

Опубликовано:

 

2 окт 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 279   
@mlungisianold3882
@mlungisianold3882 3 месяца назад
Asiphathekile kabi nakancane siyi Mk sithi woza 2026
@sbonelomshibe3114
@sbonelomshibe3114 3 месяца назад
Wena uhlanganaphi ne-IFP ngoba umkhonto, akekho umuntu othole amavoti angaphezu kuka50, IFP waited for MK Monday but akaze ifike, asizukuzwa ngani
@CedricMudau-z7g
@CedricMudau-z7g 3 месяца назад
Nda Venda boy here. I was scared thinking you are no longer posting. Viva MK
@mncedisimm4235
@mncedisimm4235 3 месяца назад
Nda murathu
@Siyakudumisa-dg9ey
@Siyakudumisa-dg9ey 3 месяца назад
Only MK cries😢😂,undunakulu from nkatha❤❤,, speak from ANC🎉🎉,,
@ThabaniSimphiwe-iy6bt
@ThabaniSimphiwe-iy6bt 3 месяца назад
Uhlabisa uqedile ngenkatha phinde ubone thina siyi votela besikwethemba hlabisa😢
@BongiShange-pl7xc
@BongiShange-pl7xc 3 месяца назад
Aeuphume lei IFP ...Weh nxa khulumela elakho iqembu...LIFE kukhona futhi sisazofa khona ikhanda ungathandi VIVA IFP VIVA !!
@WillieNgema-x8k
@WillieNgema-x8k 3 месяца назад
Hambani no Godole wenu,enzani okwenu ni MK.ihlakaniphile MK kuthi anazi kuthi zinto zihamba kanjanaskhathi anisgcini.i IFP ayiyi ndawo nilibele labantu ne Nyanga.wake up Guys.well done Hlabisa sebenzels bantu.
@sihawysenkosilethukuthula6135
@sihawysenkosilethukuthula6135 3 месяца назад
Yeka ukugxeka IFP ngoba iqembu lakho,lilibale kulwela kufuna kuwina ngenkani , selokhu nisifundekela ngale MK ....Ka Zuma no Mndeni wakhe. Umanje ningake nichaze ubani obezoba Premier form MK ....Khona ePhalamende bezo melwa ubani. Abantu abangaka banivotela nolahla amavoti abo ......niyalibala kuthi ZUMA waba President 9years kubala wona IEC sisho sithi uyaroba lo IEC nani jabula .
@sabelohlatshwayo
@sabelohlatshwayo 3 месяца назад
I trusted bab'uHlabisa kodwa hhay ungumdayisi akuzuphethakahle 🤞🏾
@silindiledladla5737
@silindiledladla5737 3 месяца назад
Ikukhokhela Malini MK Wena sdakwa. Aybo baxoxa nabantu ababafunayo ayi idomu Ze MK no Zuma nezingane zakhe. Ubani ozocebisa Zuma. Mkonto file byeeeee
@NgubomziSqangwe-eq5dy
@NgubomziSqangwe-eq5dy 3 месяца назад
Ningosiduma ngabanye. Khanike nidume ngani or ngobinina benu. In Politics you will never get power in silver plater. Godele you must go to church and preach there Politics are way different with church service. Politics its a cold war. Jst speak what MK stands for. Leave alone IFP . If you are not happy what IFP did jst swallow your pride because you never voted IFP.
@BoitumeloAyanda-c3m
@BoitumeloAyanda-c3m 3 месяца назад
Kanti logodole useyi political analyst na? Ngibona sengathi kuseduze ethuneni kulomfana useyaphapha manje
@LoreinKhuzwayo
@LoreinKhuzwayo 3 месяца назад
Uqinisile Godole uMthwana angikhumbuli ukuthi ubengayivuma lento inenkohlakalo phakathi .
@PhilwaneP-vv6xv
@PhilwaneP-vv6xv 3 месяца назад
And bengenke ayivumee njee buthelezii😢😢😢
@BonganiBiyela-s5f
@BonganiBiyela-s5f 3 месяца назад
Ekugcineni izingane zandawonye zibuyele ekhaya ushilo u Mkhuleko wathi imali yabo ivele kwi Stellenbosch Mafia so ke konke abakwenzayo bajabulisa obasi babo...kodwa ke vele u Shenge walidayisa kudala izwe into esiyaziyo ke leyo kodwa efihlile o Hlabisa ke bona bayahluleka ukufihla...akukho okufihlile okungekuvela...🤞
@Themeleza055
@Themeleza055 3 месяца назад
Akukufanele ukukhuluma kangaka godole futhi awuvotelanga inkatha ubonukuthiwena usuwazi ipolitiki ngaleyondlela ukuthi usunga gxeka ohlabisa uzuma njengoba egxamalazilenje eyi ANC &MKP awusholutho ngalokho akenikhulume nge MKP Lena eniyivotelile nihlukane nenkatha yenkululeko
@skhumbuzompungose1208
@skhumbuzompungose1208 3 месяца назад
Umtwana wakwa phindangene uhambe nento yakhe akusekho muntu kulo muzi, kuphileka nge IFP
@simonngema-v2i
@simonngema-v2i 3 месяца назад
Hlanganaphi ne IFP ungayivotelanga
@jjdlamini7056
@jjdlamini7056 3 месяца назад
You are a member MK. YOU HAVE NO RIGHT TO TALK ABOUT IFP MATTERS. HLSBISAZ DECISION WOULD HAVE BEEN CORRECT ONLY IF THEY SUPPORTED MK ONLY.
@bhekinkosimvikelenimabaso9633
@bhekinkosimvikelenimabaso9633 3 месяца назад
Mxm wena votela lomsangano ondiza nawo ithina esavotela IFP asizisoli ngesinqumo seqembu nina benifuna ukuhambe nikhothanyelwa niyini awuze lowo 2026 sobesikhona khululeka soyivotela futhi inkatha
@mosesntuli2888
@mosesntuli2888 3 месяца назад
Bayithathaphi inamba yakho?
@KhanyisaniDumisa
@KhanyisaniDumisa 3 месяца назад
Mina angisiye umlandeli weNkatha, ngiyiyo inkatha futhi ngiyivotele ngenhloso yokuthi isihole ngoba ngiyakholelwa kuyo, uma lolubumbano luzoholwa inkatha kushukuthi lefezekile iphupho lamalunga eNkatha ayifuna isemandleni, uma futhi kokhona lapho singasaboni kahle siyokhuluma nezinhlaka ezifanele eqenjini, kambe wena godole iyini?
@NonhlanhlaNgcobo-s1y
@NonhlanhlaNgcobo-s1y 3 месяца назад
Viva IFP viva asiyindawo godola is trying to canvas for mkp bazokukhokhela malini ? Wena gxila kwelakho iqembu.
@jjdlamini7056
@jjdlamini7056 3 месяца назад
How uMkhonto weSizwe Party blew the chance of governing KZN 14 Jun Norman Masungwini
@muzimkhwanazi6995
@muzimkhwanazi6995 3 месяца назад
Benifuna yenzenjani Inkatha if MKP ingafuni ukuya etafuleni kuyoxoxwa ? phela likhulumeni iqiniso nani kubantu ukuthi MKP didn't honour a meeting with IFP for coalition discussion.. However, I'm impressed by the MKP, all of their members of MK has became great political analyst. MKP, please get the ball rolling in fulfilling your promise to liberate the poor and the middle class. We, as people of KZN and SA we are waiting for service and not all this fightings for political power. Aluta continua💪🏼💪🏼💪🏼
@PerseveranceShabangu-pb4ek
@PerseveranceShabangu-pb4ek 3 месяца назад
Wena ukhuluma into ongayazi ngoba noma ukuba kuhlaliwe etafuleni beku ngeke kuphume imiphumela emihle . Ngoba kungezwana kahle .
@BongiThombeni
@BongiThombeni 3 месяца назад
Utshelwe ubani I MK iyona ekumele Ibiza amanye amaqembu. Singapheli amandla
@PhindileNgcobo-o2v
@PhindileNgcobo-o2v 3 месяца назад
Ibuhlungu inhliziyo ngoba besenithi umkhonto iwona ohamba phambili
@Coco-kw3iv
@Coco-kw3iv 3 месяца назад
@@PhindileNgcobo-o2v besesithi? Kanti akuyonayini? Isilima kuphela esingaboni. IMK iwine nakuNational if you care to know. MK won 5 provinces. Wake up!
@bonganimbixane9224
@bonganimbixane9224 3 месяца назад
It looks like every so called MK member has become political expert ever since the formation of the party
@Thembikunene
@Thembikunene 3 месяца назад
R20 000 000 NGEKE BABAPHE MAHALA......KUDALA LEQEMBU VELE LADAYISA UZUMA
@ThemebekileMkhize
@ThemebekileMkhize 3 месяца назад
@Thembikunene, uyisabe imali, ingaphinde iNkatha ithi ilwela abantu , I ANC mawusebenzisana nayo ivele ingakuniki imali khona wena uzobukeka njengomuntu ongazihambisi izidingo kubantu ingcole kabi I ANC , iyenzeni I SACP akukho lutho olwenziwe ikhansela ebelisebenzisana ne SACP , nizwa ngendaba ukuthi ninekhansela ngoba anazi nizothi linenzeleni ivimbile i ANC khona nizongcola nibukeke njengabantu abangenzi lutho izidlele imali, into engiyibonayo nje kuphelile ngeqembu likababa leminyaka alakha ethukwa.
@sihawysenkosilethukuthula6135
@sihawysenkosilethukuthula6135 3 месяца назад
Yeka ukugxeka IFP ngoba iqembu lakho,lilibale kulwela kufuna kuwina ngenkani , selokhu nisifundekela ngale MK ....Ka Zuma no Mndeni wakhe. Umanje ningake nichaze ubani obezoba Premier form MK ....Khona ePhalamende bezo melwa ubani. Abantu abangaka banivotela nolahla amavoti abo ......niyalibala kuthi ZUMA waba President 9years kubala wona IEC sisho sithi uyaroba lo IEC nani jabula .
@AllanMagwaza
@AllanMagwaza 3 месяца назад
Mina engikubonayo wukuthi amalunga eIFP akangalaleli lababantu abangasiyo IFP abakhuluma kakhulu, come 2026 amalunga e IFP ayivotele futhi ngempela, bangalaleli lamalunga emkp. Period.
@siphoth
@siphoth 3 месяца назад
Asethembe ukuthi amalunga eIFP ngeke ehambe edukiswa yiwo wonke uvucu lona ongazazi noma uyiMK noma uyi ANC. Kwayena uMholi wabo uZuma zololokhu ubesho lena lena eMaqadini ukuthi iMK yakhelwa ukuba kulungiswe iANC and he remains an ANC. Ngekeke uma uvuthiwe umqondweni udikiswe abantu abangenayo Leadership or Professional profile njengoGodole namanye amahlongandlebe ahlalela ukuthuka abantu ku social.
@mbongisenichristopher1992
@mbongisenichristopher1992 3 месяца назад
Mhlaziyi wamanga usukhulumela amalungu eNkatha ukuthi awathokozile sithokozile sonkesiyaxoxa ngaphandle kwalabo asebehambile. Uwubani wena ongaqeda iNkatha uyazikhohlisa.
@ManJay3220
@ManJay3220 3 месяца назад
Kuphelile ngempela kubo bonke abalwela izikhundla, RIP eNkatheni
@luckymbatha2679
@luckymbatha2679 3 месяца назад
Mina ngidele uma eseth uHlabisa ekade ekusho isinqumo seqembu akungabikhona ozosiphikisa ngavele ngabona ukuth into engakhulunywanga into yabathile.
@NonkululekoMajola-q6b
@NonkululekoMajola-q6b 3 месяца назад
I thatha ifp iyihlanganisa ne anc ekubeni abantu be ifp bengayifuni anc into enjani leyo
@cyrilgumede222
@cyrilgumede222 3 месяца назад
Inkatha ingaphela kanjani iphethe ngisho u Zuma Ku VD yakhe kwamanje kuwine Yona?? Thina sazi i MK ethathelwa izinqumo e Dinning yakwa Zuma ehleli no ndodakazi wakhe bese nikhamisa nilindele ukuthi uthini ubaba. Godole nanka lezinkinga enixabana ngazo Ku MK Kuma whatsap group wenu uhlukane nongamvotelanga
@bonganibuthelezi373
@bonganibuthelezi373 3 месяца назад
Thina asinaye umkhulumeli we IFP oyi MK zamabanye
@matomenailana9631
@matomenailana9631 3 месяца назад
Uyohlala ukhonkota but ukhonkotela ize Boi,this South Africa bro.
@AllanMagwaza
@AllanMagwaza 3 месяца назад
Even though inhliziyo ibuhlungu ngokuhlangana kweIFP nalamasela e ANC kodwa ibiphoqekile ngenxa yobudlelwano bayo neDA.
@kittylungisile-nt2ir
@kittylungisile-nt2ir 3 месяца назад
Woza 2026 bayozwa engathi bayasha benga Kashi Phela siyobe sesithi2 years & nohafu sibanyise sini 6 months nje kuphela bona mingaki iminyaka bekhona ehlisa moya ma MK amahle futhi lento yabo izophela manje sebebanga bodwa
@DanielMluleki
@DanielMluleki 3 месяца назад
Vele akusekho lutho nge ifp kwaphela kudala nalandela ibhodwe elinconsayo Abe ifp nabantu angaz basavotelani kwi ifp
@mthandenizwide7661
@mthandenizwide7661 3 месяца назад
Uqinsile vele ugodole abalandeli be IFP babe busy bethi I MK after ukhetho izothatha amavoti iwanike I ANC namuhla sibona abaholi babo bevele kancane phans kweydwaba ze ANC sebethi asithule uma sibabaza isbindi sabo bethengisa ngamavoti bejahe iykhundla
@PhillyMdluli-qd8pp
@PhillyMdluli-qd8pp 3 месяца назад
Iqinisl niyalesaba hhay ukuthi ungena izindaba ze FIP vele uyithengisile inkatha akanandaba namavote enu bamfumbathise imali lobaba phambili Godole
@LeonardMbuyisa
@LeonardMbuyisa 3 месяца назад
Vala umlomo unake eze MK izindaba
@ZandileKhwela
@ZandileKhwela 3 месяца назад
@@LeonardMbuyisa lol
@Thembikunene
@Thembikunene 3 месяца назад
R20 000 000 ABAMNIKE YONA KUYAZIWA FUTHI
@BongiShange-pl7xc
@BongiShange-pl7xc 3 месяца назад
Hamba ushone njengespikili...IIFP is here to stay...kubuhlungu kuphi kuwe nge IFP...mncff
@bongumusantuli2335
@bongumusantuli2335 3 месяца назад
wena ukhuluma kakhulu unomulomo omanzi njesifebe nja
@NoluJezile
@NoluJezile 3 месяца назад
Aba bazibone zebe looser i KZN premiership bebejongephi bona or buphi obabo ubulumko lo mtshato uyingozi bavuthwe kakhulu aba batshati
@BongiweDumakude
@BongiweDumakude 3 месяца назад
Akaze ngilibone iQembu lo aNti abakhuluma njalo bakhathali ukhuluma ai bo safa ukhulumelasafuth yoo
@patrictelma1442
@patrictelma1442 3 месяца назад
Khulumela ubutho wakho MK kuphela Phuma ezindabeni zemenye imibutho.
@BoitumeloAyanda-c3m
@BoitumeloAyanda-c3m 3 месяца назад
Usefuna ukuthuswa kwasa yena manje ngoba usezosiqhatha,siyazi ukuth uyafunjathiswa Kodwa sithule ngoba uphalela isisu nomndeni wakhe
@MantelevuShumi
@MantelevuShumi 3 месяца назад
Ubashayile uCR17 okwano wukukhuluma ooMa two thirds majority viva two thirds majority viva😂 yiyani sZimbambwe niyofumana I two thirds majority ningama xoki Nina bantu baka Yebo Baba noba ubaba ethetha amanga yebo baba ubaba uthi kuzawuchetheka igazi niyavuma ubaba uyazi ukuba ezakhe iingane azizukufumana nowekati umkrweli nawufa nodwa
@matomenailana9631
@matomenailana9631 3 месяца назад
Viva Ramaphosa viva,viva Anc viva
@lulamapaul8836
@lulamapaul8836 3 месяца назад
Heheni ! nangu uGodole wamaGUpta ungenaphi ezindabeni IFP ? Usukhe wayivotela yini wena i IFP noma iyakukolota? Viva IFP Viva !!!!
@jamesntombela5553
@jamesntombela5553 3 месяца назад
Thatha Godole thatha! Viva Mk
@malusindwandwe8021
@malusindwandwe8021 3 месяца назад
Fusegi msunu hlala ku mk yakho
@mphiwacharles3800
@mphiwacharles3800 3 месяца назад
iyaphambili ndlovu
@mazekamlondi4469
@mazekamlondi4469 3 месяца назад
Ungathini ukuthi kwasekuqaleni uma zintathu izindlovuvu. Ungathini uma kwasekuqaleni yayiwuphawu lomfanekiso wokuba indlovu encane kepha evikelwe ezinkulu🙊
@thusoprincetshivhase8913
@thusoprincetshivhase8913 3 месяца назад
You will be strong. Thank you IFP.
@LeonardMbuyisa
@LeonardMbuyisa 3 месяца назад
Awu, shame ngaze nganidabukela!
@AllanMagwaza
@AllanMagwaza 3 месяца назад
Akenisho maMk niyigxekelani i IFP uma ihlangana ne anc ngoba ubaba uZuma naye useyilunga layo ,yini kanti embi engani niseku anc nina nahlangana ne Netional Party amabhunu ngempela manje i IFP isihlangana neDA sekukubi. Heyi vukani balandeli beIFP ningalaleli laba abafuna ukunidukisa.
@BoitumeloAyanda-c3m
@BoitumeloAyanda-c3m 3 месяца назад
Godole sicela ukhulume nge MK bhuti suka eqenjini lenkatha ngoba awulona ilunga futhi qaphela ulimi lwakho lingasiqhathi singuzulu
@humblebeginningstv917
@humblebeginningstv917 3 месяца назад
Very powerful Godole
@Mnikaziwempuphu1
@Mnikaziwempuphu1 3 месяца назад
Thina lasikhona siyi IFP sijabule nje fth nangomholi wethu Hlabisa abanye abathule
@jjdlamini7056
@jjdlamini7056 3 месяца назад
You are not IFP
@NokuthulaNkosi-jl2zp
@NokuthulaNkosi-jl2zp 3 месяца назад
Awuzangu voteli ifp ngakho thula
@jesuzulu4833
@jesuzulu4833 3 месяца назад
Kahle Godole kazange uyivotele IFP musa ukukhuluma kangaka awulona ilungu le IFP. Bhekana ne MK P yakho Lena elawulwa umuntu ozonisebenzisa ukuze afeze izinhloso zakhe
@SbusisoMkhize-jr2kl
@SbusisoMkhize-jr2kl 3 месяца назад
Nawe abaholi bakho balawulwa amabhunu bakhoth izinqa zalomama wehola DA
@jesuzulu4833
@jesuzulu4833 3 месяца назад
That means you new in politics ifp work together ne DA kudala till yo date so nje , don't judge things wrong. Secondly if you understand politics there is no party that you must side line if you really need to service life's of S.A
@jjdlamini7056
@jjdlamini7056 3 месяца назад
Ucasulwe yini Godole. Bewukhona yini iqembhu lakho libackfiyelwa iqhinga? 😂😂😂😂😂😂
@UnqambothiMarketing
@UnqambothiMarketing 3 месяца назад
Khohlwa ngokusehlukanisa singabaseMzansi. Hlalani kwi-opposition benches ningazikhathazi ngokuphatha izwe nina be-MKP. Godole ungazikhathazi ngokugxeka amanye amaqembu kodwa gxila kokwakho ne-MKP yaseNkandla
@PrinceJangaza
@PrinceJangaza 3 месяца назад
Uqinisile uGodole nami nje ngiyiyo IFP kodwa iyangicika into eyenziwa uHlabisa noNtuli
@nonhlanhlashezi9403
@nonhlanhlashezi9403 3 месяца назад
Why ningamkhiphi uHlabisa kusefresh nje. Niyazi bafumbathisiwe moss and ngalokho abelungu baphiwe amanye amandla okukade bawagcina okwenza noma yini ngathi. Thanks to aboHlabisa lento izoqala la eKZN
@VincentKhuzwayo-t2u
@VincentKhuzwayo-t2u 3 месяца назад
Yinja uHlabi
@MzingayeDlamini
@MzingayeDlamini 3 месяца назад
Viva IFP viva ,Uyasisanganela wena bhekana nezakho izindaba zakwa Mk , thina kwa IFP asipheshulwa umoya asiwona amaphepha ,asilandeli umoya, elokugcina nje uyasidakelwa
@silindiledladla5737
@silindiledladla5737 3 месяца назад
Nhliziyo Ze Mk zibuhlungu. Sebefuna gxeka kwasani. Benifuna kususa udlame nilokhe nisabisa into ebhedayo la zinja
@samkelozungu3263
@samkelozungu3263 3 месяца назад
Ay lomuntu mybe ipolitiki uyiqale izolo ,its not the first time with the government of unity,the founder of IFP was in cabinet in 94 as a miniter of home affairs while ANC had the majority.also in kzn anc was in cabinet while IFP had the majority ,akho muntu odayise muntu la its politics
@thandekankosi4233
@thandekankosi4233 3 месяца назад
Usewumhlaziyi ovelele,saze sasenkingeni Bo ngalabomafikizolo, he's totally clueless trying to threaten us eskhundleni sokuthi bazilungisele iqembu labo
@PhumzileKhuzwayo-rx6hd
@PhumzileKhuzwayo-rx6hd 3 месяца назад
Hayi this not DNU badayile Hlabisa
@HappyMoss-sg7pe
@HappyMoss-sg7pe 3 месяца назад
Khihlwa Godole iqembu elidala leli siyabangena Uma uyi IFP uthi awuthandi lento eyenzekil sicela usibuyelele eceleni pls sisazoyivotela thina ngenkani
@Thembikunene
@Thembikunene 3 месяца назад
CHA CHA USAZOVOTELA ABELUNGU USHONJALO CLEVER BLACK
@confidencentombifuthi9977
@confidencentombifuthi9977 3 месяца назад
Inkatha bathengiwe oRamaphosa no Rupert Bayozuza bona
@ZethuMillicent
@ZethuMillicent 3 месяца назад
Alikho iqili elizikhotha emhlane 😂lo bhuti okhulumayo nje uyakhankasa engabe niyamuzwa ngeke bhuti sithande into eyodwa akekho umuntu oyothatha izinqumo enabantu abavota
@zandilebohale5481
@zandilebohale5481 3 месяца назад
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂 Ayikho elizikhotha emhlane.
@stresstarzan7711
@stresstarzan7711 3 месяца назад
Fusegi wenamfana kushobani lokho sithutha usuyanyanyisa manje wenamfana ......... kushobani lokho okushoyo usungubani wenasithutha uyacika manje doti
@AllanMagwaza
@AllanMagwaza 3 месяца назад
Hlabisa hasn't sold the ifp, in fact he has done the right thing. IFP members should not be deceived by these mk members. Zuma and these mk members who are talking too much today combined NP while they still under anc none of IFP members complained about that. They also work with Guptas ,IFP members never made noise about that. IFP members don't be fooled by these people (mk members) who are telling nonsense abt Hlabisa and your good political party that has never been summoned to courts for stealing.
@thandangubane1875
@thandangubane1875 3 месяца назад
Loooool Godole okusalay kzn primeir eye IFP 🔥❤💛🖤❤️🤍💚awusiyek sayivotel ngob siyithand
@sbhadu-5
@sbhadu-5 3 месяца назад
Ngeke iphele IFP yahlula NFP 2011 sizobona ubancabenge abavoti be IFP
@MenziNdabandaba
@MenziNdabandaba 3 месяца назад
Akusoze kwaphel nge IFP khohlwa baba uyagula wen
@Eu68345
@Eu68345 3 месяца назад
IFP without the its founder 😢😢 kubuhlungu kodwa no directive now lala uphumule Sokwalisa usebenzile sohlezi sikukhumbula futhi sikuthanda.
@mandlakhemthiyane6
@mandlakhemthiyane6 3 месяца назад
Umuntu akanake izindaba zeqembu lakhe bakwethu. Hlukanani nezindaba zemizi yabantu. Angithi awusiyena umvoti weNkatha..so phuma ke ezindabeni zayo. Nokungenzeka futhi ukuthi awukaze uyivotele nanini kodwa yaqhubeka yabakhona. Isazoba khona, zenyukile noma zehlile izibalo. Awuyivotelanga ngakho ke khohlwa nje impela iyona ngoba nayo ayisho lutho ngawe.
@sibusisomathabela5591
@sibusisomathabela5591 3 месяца назад
It looks like IFP outsmarted MK uma ngibuka. You can't be no. 1 and still fail to form your government and cry like Godole
@zizi5137
@zizi5137 3 месяца назад
Kahle kahle iSouth Africa isiphethwe yiDA. Siphethwe yiStellenbosch mafia 😢
@siyabongadlamini8355
@siyabongadlamini8355 3 месяца назад
2026 is too far bazoyiphinda futhi lento emehlweni ethu uma sinaloyo mqondo abelungu basithatha kancane abasiboni so in 2026 sizovota vuthi but this that time it will be electronic no ballots besirobhe futhi maqedane Sithi woza 2031. The time is now no 2026 or alse ixoxo nexoxo umazixhumela.
@emmanuelvusimuzimthiyane2728
@emmanuelvusimuzimthiyane2728 3 месяца назад
Bekufinela ungunanba bani Wena? Naka I MK yakho ukhohlwe ngezinye izinhlangano, Wena ungu taxi driver,awazi lutho nge politiki,naleyo MK isazokumangaza
@menziKhumalo-cv4hm
@menziKhumalo-cv4hm 3 месяца назад
Nina nicabangela bani ngoba ukusungulwa kwale MK ndini bekuwukuphazamisa yona INkatha ukuth ingasithathi isifundazwe sakwaZulu Natal, kulungile vele ayikho imishado engapheli, nikhohliwe ukuth ngalesthathi Iff ilacaza IFP komasipala yi DA eyavuma ukubambisana nayo umuntu akadle akudlayo ayeke ukugxeka okwabanye
@khanyisiledladla9924
@khanyisiledladla9924 3 месяца назад
Uyadakwa godole udakiwe wenja 😢
@thandekankosi4233
@thandekankosi4233 3 месяца назад
😂lol kudala abantu bethi kuphelile ngenkatha,at some point kwi province sathola only 2 municipality,uMkhonto awusiyeke phansi,2 vele coalition government has never been easier siyakwazi nalokho, okunye we are iqembu elidala kakhulu we've survived okuningi let us wait and see if uMkhonto will be able to survive njengathi
@sibusisomathabela5591
@sibusisomathabela5591 3 месяца назад
Phumani kwamanye amaqembu bocevuzile. Khulumani ngamaqembu enu. Nikhuluma kakhulu kodwa.
@katenkosi1389
@katenkosi1389 3 месяца назад
Khulumani nitshele isizwe sazi ukuthi kwenzakalani ❤
@PhelelaniMsomi-ps2cd
@PhelelaniMsomi-ps2cd 3 месяца назад
Udakiwe mfana ngeke ukubone lokho
@normanzwelibanzi3072
@normanzwelibanzi3072 3 месяца назад
Mmm kwaze kwanzima makunjalo sekugaba kubike nje makungaphela ngeqembu lethu silithanda kanje nomnikazi walo uMsunguli walo uBabuShenge iNkosi yakwaButhelezi esanda kukhothama nje ngakho kodwa ukube usekhona mhlampe ubezokwenza umehluko neyqumo e esingeke sizisole ngazo 😢😢😢😢😢
@zuki191
@zuki191 3 месяца назад
Uyakhala kudwa basiza wena nengane zakho ,people shuld stop ro be stubborn izinto changed now we have to work together to khuphulisa sakhe I south africa coz thina sizufa fabr silungiselele abantwana bethu ikusasa elihle coz there is no way Mk or ifp culd rule south africa you can't can't rule south africa where you only have a support in o e place cum on wake up yekela ubangasrmuva .
@NonhlanhlaNgcobo-s1y
@NonhlanhlaNgcobo-s1y 3 месяца назад
That's lies you are trying to weaken and destroy IFP. Inkatha will live forever. Ayikho yonke lento ninenkinga nina
@MduduziMkhize-x2e
@MduduziMkhize-x2e 3 месяца назад
Ngoba nina national ngo 44% nihlulwe yini ukuthola elinye lamaqembu ezepolitiki nenze umbimbi nalo...inkatha is not da only political party ebikhona ebeningaxoxa nayo...what about lamanye amaqembu
@witnessdlamini8464
@witnessdlamini8464 3 месяца назад
Jehova walkjuluma iqiniso we godole inkatha aynandaba nomphakathi selokhu yabakhona badla imali badlule ngisho u ANC buza mina ngingowasenkandla
@andilemthethwa3976
@andilemthethwa3976 3 месяца назад
Ukhuluma indaba yegolo wena Godole ndini msunu kanyoko hamba uyokhotha amasende kaZuma uhlukane neIFP phansi nenziwa yin ukufuna ukulawula Nkatha nibe niyi MK zinja
@ZandileNdaba-h4g
@ZandileNdaba-h4g 3 месяца назад
Udayise ngezwe lo Hlabisa iqiniso nje aluhlale obala
@nonhlanhlashezi9403
@nonhlanhlashezi9403 3 месяца назад
Mukhipeni emandleni kuse early angaze ajwayele
@MantelevuShumi
@MantelevuShumi 3 месяца назад
Mna andiyithandi i ifp but bafowethu nikhuluma kamnandi batsheleni omlomo mkhulu baka yebo baba u two thirds majority uphi u two thirds majority
@gainndebele7459
@gainndebele7459 3 месяца назад
Clever ngizwe udlala ipolitic wena awuyazi funda ipolitic
@jjdlamini7056
@jjdlamini7056 3 месяца назад
Uyadakwa wena godole
@DuduSithole-b3s
@DuduSithole-b3s 3 месяца назад
Kanti mk ifunani??? Ayifini zingxoxo,ayifuni kuhlangana nabanye,ngapha ayiwinanga🤷‍♂️
@sibusisomathabela5591
@sibusisomathabela5591 3 месяца назад
Ntuli of IFP is the Premier. Really can a real IFP member be unhappy?
@thabozwane315
@thabozwane315 3 месяца назад
Nginibingelele nonke, okubalulekile ukuyisa izwe phambili. Uma MK ingafuni ukuxoxa kumele kwenziwe njani? Okunye okubalulekile ukuthi uhulumeni uzoba khona ikhona noma ingekho IFP, okungadingeki ukuthi uma IFP ingazimbandakanyi nohulumeni, kuzobuya bona laba abacabanga ukuthi bazi konke baphinfde bayigxeke ukuthi ibelani opposition. Isinyathelo esithathwe iqembu sicabengela abantu hayi abantu ngabodwana, ngoba MK inenzinhlelo zayo njengoba ibeka imibandela engabo hayi engabantu. Ngo 1994 wonke umuntu wakwamukela ukusebenza kweANC nabelungu,namhlanje uma IFP rihlangana nezinhlangano eziningi sekuthiwa idayise ngabantu,abukho ubuhlakani lapho. Isinqubo sizoyisa izwe phambili hayi abantu abambalwa
@nombusolindiwe5253
@nombusolindiwe5253 3 месяца назад
Ngicela sibambane Zulu omnyama siyizingane zandawonye futhi sonke silwela izwe lomkhulu uyi Mk noma IFP asibambaneni sizwe sakwethu singaxhekani sodwa phambili ngomzabalazo phambili
@cyrilgumede222
@cyrilgumede222 3 месяца назад
Wena ucabanga ukuthi kudliwa inhloko e renk kupolitiki ngabe unaka lokkhu kulwa esenikwenza ku whatsap group wenu. U Zuma uthathe àmavoti wenu walwa izimpi zakhe ngawo
Далее
Iran launches wave of missiles at Israel
00:43
Просмотров 934 тыс.
Вопрос Ребром - Серго
43:16
Просмотров 1,5 млн
PANHAMO YEMUROI (EPISODE 8)
16:23
Просмотров 5 тыс.
ABANEWABO NODADEWABO BESILO - MISUZULU ZULU
14:47
Просмотров 78 тыс.
SESIPHELILE ISIBAYA LAPHO KUZOGCONTSHWA KHONA ISILO
15:48