Тёмный

09 October 2023 

Indlamlenze TV
Подписаться 82 тыс.
Просмотров 20 тыс.
50% 1

uKhuzani uthenge imonto cash ezosiza ugogo ekhaya uma efuna ukuthatha izindlela.

Развлечения

Опубликовано:

 

11 окт 2023

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 93   
@promisenomthandazo2020
@promisenomthandazo2020 9 месяцев назад
Ngibonga lento yokuthi Gogo wakho uyamenzela okuhle .asikho isibusiso esodlula esikagogo wakho emhlaben uqhubeke njalo nokumenzela okuhle❤❤❤
@mveliphumlani5518
@mveliphumlani5518 9 месяцев назад
Usebenzile kakhulu Mpungose Khuba🎉🎉🎉 Hala Ndlamlenze
@scelongwenya6365
@scelongwenya6365 9 месяцев назад
Ntibane kuhamba kanjani mfwe2 ❤❤❤😂😂up mgodi
@sphiwempanza7845
@sphiwempanza7845 9 месяцев назад
mina ngbonga ukukhuphuka komaskand indlela enenza ngayo nonke iyancomeka ,imali ithi tata lapha komaskandi lo owawbukeleka phans kodwa namhlanje iwon ohamba phambili .ngyazi o hiphop no gqom bafun ukcela ,abacele omacelani nibabuze bafuna nibenzelen ,ngoba hhay nyabanyisa
@zwelihlemorrisonnyathi2333
@zwelihlemorrisonnyathi2333 9 месяцев назад
Siyabonga Ndlamlenze uqhubeke njalo nje nokwenza okuhle
@BusaniKhanyeMazibuko
@BusaniKhanyeMazibuko 9 месяцев назад
Congratulations to Khuba qhubekani nibambene niyi Ndlamlenze likhulise leliqembu lenu. UyiNkosi kumaskandi Khuba. Okuhle kodwa kuwena...akwande
@mawelaxm1687
@mawelaxm1687 9 месяцев назад
Ahiiiiiya😂😂
@funisiwehlela4821
@funisiwehlela4821 9 месяцев назад
Sybongela ucagwe up khuba ❤
@vuyolwethumajobela9869
@vuyolwethumajobela9869 9 месяцев назад
When it is your time, no one or nothing can stop you.
@user-gs1hr2nd1d
@user-gs1hr2nd1d 9 месяцев назад
Syabonga kuNdlamlenze ukusebenza nalensizwa njengoba isingehamba phambili nje
@sixtusngqulunga5880
@sixtusngqulunga5880 9 месяцев назад
Well done Mfana kaMpungose
@msopato5216
@msopato5216 9 месяцев назад
Indoda xa isenza kanje ifundisa namanye amadoda up khuba up
@sizwekhumalo3837
@sizwekhumalo3837 9 месяцев назад
Congratulations Mr Mpungose
@sannamasemula6710
@sannamasemula6710 9 месяцев назад
KHUBA UJEHOVA AKUBUSISE NDLAMLENZE YETHU KWANDE LAPHO UTHATHE KHONA SIYAMBONGELA UGOGOLOZI
@siyabongabiyela3497
@siyabongabiyela3497 9 месяцев назад
Umuntu oNsundu olekelela omunye oNsundu, ngoba umasilekelelana siphushana ngoxhaso kuningi okungenzeka. Sengifisa engabe ungakha iskhungo semfundo noma umthola mpilo khona impela eMahlath'amnyama esobizwa ngegama lakho ukuze lingapheli amakhulu ngamakhulu eminaka ezayo
@pholohojusticesepako6757
@pholohojusticesepako6757 9 месяцев назад
💙💙💙Ngifuna nithenge ibhanoyi manje, khuphuka ningavimbeki.
@SihleSithole-kg2su
@SihleSithole-kg2su 8 месяцев назад
Syabonga khuba akwande Zinhle imoto zakho mfana ungabanaki abanomona bayohlezi begxeka nj😂😂
@shoppingwithndobby5664
@shoppingwithndobby5664 9 месяцев назад
Up up up Khuba
@VelileNgubelanga
@VelileNgubelanga 9 месяцев назад
Congrats mfanaka 🤗
@sapanda5968
@sapanda5968 9 месяцев назад
Congratulations sir Nathi siyafisa ukufika kuleli zinga UNkulunkulu aze asikhumbule nathi🙏
@mlungisidube3026
@mlungisidube3026 9 месяцев назад
Syabonga gogo
@khanyisaningubane7409
@khanyisaningubane7409 9 месяцев назад
Siyabonga mgodi
@user-fw4wo9oi4e
@user-fw4wo9oi4e 9 месяцев назад
Okwenzile khuzane kuhle kakhulu isbusiso siyeza kuncoma kwagogo wakho kwanda kwento enhle ........abakuthukayo bayohlale belandela ngemumva njalo bayoze behlambuluko
@luckysimphiwe
@luckysimphiwe 9 месяцев назад
Kunjalo ukwazisa isalukazi ungakukgohlwa Khuba
@lindokuhleqwabe2523
@lindokuhleqwabe2523 9 месяцев назад
Dankih qhawe lami🎉
@mthokozisisakhile5563
@mthokozisisakhile5563 9 месяцев назад
Khubaaa uyinkunzi mfana
@jamesnkowannkowa1376
@jamesnkowannkowa1376 9 месяцев назад
Sbusisiso si ye za Khuba.
@Thulebonatembe
@Thulebonatembe 9 месяцев назад
🎉🎉🎉🎉🎉 Congratulations mfethu muhle umsebenzi
@andilenkanyiso8461
@andilenkanyiso8461 9 месяцев назад
Ntibane hamba kanjan 😂😂 😂....khuphuka bafe2 Baka mpungose ..
@JohnHaze4666
@JohnHaze4666 9 месяцев назад
Khubaaaaaa
@user-mr1ng4wn6l
@user-mr1ng4wn6l 9 месяцев назад
Syakubongela ndoda nakuba kubukeka sengathi kunokuncintisana
@sekombuyazisekombuyazi5224
@sekombuyazisekombuyazi5224 9 месяцев назад
Ahiiiiiaaaaaa😂❤
@user-vo2qp6xj7p
@user-vo2qp6xj7p 9 месяцев назад
Siyavuyisana nawe Khuba kuhle xa ubona umntu ephumelela❤❤
@LisenathiMbanjwa
@LisenathiMbanjwa 8 месяцев назад
😍😍😍😍😍siyamubongela ugogo
@buhlebuyezamanqoba4469
@buhlebuyezamanqoba4469 9 месяцев назад
Ahiiya😂❤️🔥
@mzitshabalala-wg7en
@mzitshabalala-wg7en 9 месяцев назад
Congratulations khuba 🎉🎉🎉yayinhle into yakho mft okuhle kodwa
@Squmama_NKR
@Squmama_NKR 9 месяцев назад
Ahhiya 😂
@sihawysenkosilethukuthula6135
@sihawysenkosilethukuthula6135 9 месяцев назад
God bless
@ThembelaniSandile-se8gm
@ThembelaniSandile-se8gm 9 месяцев назад
Italented intibane
@sfisosenzongubane9564
@sfisosenzongubane9564 9 месяцев назад
Khuphuka lapho qhawe lami ❤
@SandileZikhali-sg1ch
@SandileZikhali-sg1ch 9 месяцев назад
King kuba
@lungisanimhlongo9048
@lungisanimhlongo9048 9 месяцев назад
Up khuba up siyabongela mf2 inhle lento oyenzele ugogo
@user-yi1zo9fh3x
@user-yi1zo9fh3x 9 месяцев назад
Ihleka kamnadi intibane😂😂
@user-wo5cz7mj1p
@user-wo5cz7mj1p 9 месяцев назад
ilife niyiphethe ngezandla Khuba izwa ngani😂😂
@user-ju5us9xn7j
@user-ju5us9xn7j 9 месяцев назад
Syakubongela ndoda usebenzile
@ayandamthethwa07
@ayandamthethwa07 9 месяцев назад
syakubongela🎉🤝
@lindilendzimande224
@lindilendzimande224 9 месяцев назад
Owethu lokhuba up mfanoh up
@SceloNdlovu-jd6dd
@SceloNdlovu-jd6dd 9 месяцев назад
Up khuba🎉🎉
@asemahleluyanda2799
@asemahleluyanda2799 9 месяцев назад
Khuba 🙏
@Sheleni676
@Sheleni676 9 месяцев назад
Up🎉
@freedomfreedom2464
@freedomfreedom2464 9 месяцев назад
Intibane ivel ithi ayyia😂😂
@sthembisokhanyile8587
@sthembisokhanyile8587 9 месяцев назад
Cha Khuba kahle kuba nenzondo yeqiniso uma enye insizwa ikuthelisile kumele uyivume muvume Mthandeni yabo mnje konke okwenzayo uzama kulandela yena suhamba emvakwakhe mnje ukukhombisa indlela 😅😅😅😅😅
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 9 месяцев назад
Usho ukuthi uKhuzani njengoba enezindondo egqwalisa izi stadiums ukulandela umthandeni loko?
@sthembisokhanyile8587
@sthembisokhanyile8587 9 месяцев назад
Looooool kahle Mngomezulu kuba yihlathi lamazwi mina ngyabhekise ku Khuzani ayi kuwe musa kukhulumela omunye mfana kanje ngathi ulala naye
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 9 месяцев назад
@@sthembisokhanyile8587 Ngwane usho ukuthi njengoba uKhuzani ahlukanisa unyaka ngamalengiso ulandela umthandeni na?
@sthembisokhanyile8587
@sthembisokhanyile8587 9 месяцев назад
Thula ubuke kulonyaka kuthi zohlukaniswa ubani yabo njengamanje u Khuzani ulandela intuli emvakwe bus ngisho engayikhipha le single track yakhe ezame kuvala trand ka Mthandeni ngeke sakwazi ingoma ka ye gcokama iwu mlilo omkhulu ongeke ucinywe le ngoma ka Khuzani yase tavern ethi shushu mtanami
@user-fi2ch4kb9i
@user-fi2ch4kb9i 9 месяцев назад
Umona wakho uyangihlekisa
@user-dl1sq7eh2e
@user-dl1sq7eh2e 9 месяцев назад
Kopa makopana uzenza mina wathi uthenga imotor wathenga uganda ganda uxakekile
@Thulebonatembe
@Thulebonatembe 9 месяцев назад
Phela inumber plate bekumele ithi GOGO GP😂😂😂😂😂😂 Syabonga kumthandeni ukuthi eninyakazise nize nikhumbule isalukazi ngoba amandla awalingani
@user-bh3nr6st4k
@user-bh3nr6st4k 9 месяцев назад
Syabonga
@multinkocy9456
@multinkocy9456 9 месяцев назад
Izinyembezi ezizovela kugogo zibusiso
@bonokwakhemajola5144
@bonokwakhemajola5144 9 месяцев назад
Yadla I Oros yadla iNtibane ahhhiiiyyyyaaaa
@siyabongachili94
@siyabongachili94 9 месяцев назад
😂😂😂😂😂
@SlenderSlender162
@SlenderSlender162 9 месяцев назад
Unkulunkulu akubusise njalo mfo ka khona
@njinjohwala
@njinjohwala 9 месяцев назад
INTIBANE🤣. BHUTI🙌
@bandiledlamini9945
@bandiledlamini9945 9 месяцев назад
muhle umsebenzi owenzele uGOGO KHUBA
@velenkosiniLinda
@velenkosiniLinda 9 месяцев назад
Wemame nizama ukumaka ifortuner nge Corolla quest
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 9 месяцев назад
Nina nizoyigqwalisa nini Orlando stadium?
@thembinkosibheki6854
@thembinkosibheki6854 9 месяцев назад
Ayikhoke le oysho umaka kanjani umuntu ngemali yakho
@user-dl1sq7eh2e
@user-dl1sq7eh2e 9 месяцев назад
Usethi ngeka gogo kuphi khona
@user-yc7tv3ix9e
@user-yc7tv3ix9e 9 месяцев назад
Ahiiiiya! Yayinhle ke kodwa i interview yakho bhut Thibela, inobu proffesionality(nyana) obuncane.
@phililemsani9095
@phililemsani9095 9 месяцев назад
Amagidangoma wona azithenganini noma iholo alivumi
@user-gz1td3if3h
@user-gz1td3if3h 9 месяцев назад
Awu kodwa avalelweni ama comment kulolubisi lwe single track eluqeda kuphuma ayi ikuwe lento mfoka Mpungose
@jenniferkhoza8458
@jenniferkhoza8458 9 месяцев назад
So eyikuyothenga isinkwa
@kingzosotv2965
@kingzosotv2965 9 месяцев назад
Lo Presenter uza kahle😂😂😂
@sibongisenihadebe787
@sibongisenihadebe787 9 месяцев назад
Sandla segcokama siyathinta siyabusisa 😂😂Ei iyadlawa game emdletsheni
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 9 месяцев назад
Pho lesosandla sihlulwa yini ukugqwalisa Orlando stadium?
@thembinkosibheki6854
@thembinkosibheki6854 9 месяцев назад
Ziphi ithombe zase Orlando stadium
@user-fi2ch4kb9i
@user-fi2ch4kb9i 9 месяцев назад
Ubulawa umona wena iphi eyakho
@sibongisenihadebe787
@sibongisenihadebe787 9 месяцев назад
@@user-fi2ch4kb9i amahloni kimiiiiiiii mayingaputshuka ano Sola mina
@thembimdluli3882
@thembimdluli3882 9 месяцев назад
Lingena kuphi ke igcokama wena ngoma uyayona
@Vezi864
@Vezi864 9 месяцев назад
Intibane iyona upresenter
@benbuthelezi4929
@benbuthelezi4929 9 месяцев назад
siyanibongela mododa kodwa seningunga corolla thina sizwe kuthiwa kuza posch
@user-fx2jg9oz5z
@user-fx2jg9oz5z 9 месяцев назад
Ayikho lento yakho ufuna kubukwe wena njeh mxm
@ushunikamaskanditv9089
@ushunikamaskanditv9089 9 месяцев назад
😂😂😂😂itios
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 9 месяцев назад
Iphi eyakho?
@thembimdluli3882
@thembimdluli3882 9 месяцев назад
Unayo wena
@bongimpilobiyela5586
@bongimpilobiyela5586 9 месяцев назад
Khubaaa
@mondlikwazikwakhe8238
@mondlikwazikwakhe8238 9 месяцев назад
Syakbongela mft
@Thulebonatembe
@Thulebonatembe 9 месяцев назад
Phela inumber plate bekumele ithi GOGO GP😂😂😂😂😂😂 Syabonga kumthandeni ukuthi eninyakazise nize nikhumbule isalukazi ngoba amandla awalingani
Далее
UKHUZANI NO THIBELA BEWASHA IMONTO EMAKHAYA.
8:26
Просмотров 125 тыс.
Kettim gul opkegani😋
00:37
Просмотров 749 тыс.
Finger Heart - Fancy Refill (Inside Out Animation)
00:30
OSAZIWAYO EMCIBHINI KA NHLAKA MTHIMKHULU
5:34
Просмотров 69 тыс.
The Day Ronaldinho Showed Zidane Who Is The Boss.
14:05
uKhuzani ucacisa kabanzi
55:16
Просмотров 20 тыс.
I interview yengoma ehlukanisa unyaka
15:08
Просмотров 21 тыс.
uMenzi edlala ingoma kaKhuzani🔥🔥
1:31
Просмотров 4,1 тыс.
A short history about khuzani
1:01
Просмотров 162 тыс.
Khuzani bo! full episode 10
21:21
Просмотров 78 тыс.
НРАВИТСЯ ЭТОТ ФОРМАТ??
0:37
Просмотров 6 млн
20 июля 2024 г.
0:11
Просмотров 2,7 млн