Тёмный

AMASHAYINA AMAHLE - WATHWALA NGOMNTANAKHE FULL ALBUM 

SUKUNGEKHO MEDIA
Подписаться 59 тыс.
Просмотров 100 тыс.
50% 1

Please watch: "AMABONGWA NOMATHEMBA"
• AMABONGWA NOMATHEMBA -~-

Видеоклипы

Опубликовано:

 

10 окт 2017

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 55   
@user-zc1ty6hw7k
@user-zc1ty6hw7k 6 месяцев назад
Awu suka madoda bassguiter kaNtshingila madoda ❤
@lindelani3267
@lindelani3267 10 месяцев назад
Nango 2023 kunjalo 👌
@jacobthebe6285
@jacobthebe6285 3 года назад
Ngisesgodlweni sikaMthwakazi, uBulawayo abanye bathi kuseZimbabwe yilapho engaqala khona ukuthanda amashayina amahle. Awu mhlaba awunoni
@bongmenzwezazidube4159
@bongmenzwezazidube4159 4 года назад
Wagula kabuhlungu mtanami ngcono ukube kugula mina ngoba sengike ngabona konke okuhle nokubi
@qiniselanbigguy7420
@qiniselanbigguy7420 4 года назад
Ayi mfwethu lapho ungenzela 1⃣ u Master
@xolaninsele5278
@xolaninsele5278 6 лет назад
Ngavele ngakhumbula leziyansuku sisaphelele kithi....kumnandi makfika obhuti bebuya egoli..makqonya kudlala amashayina wodwa ai kulungile only god know ngekithi
@melokuhlemelusi7509
@melokuhlemelusi7509 6 лет назад
askies mfoka Nsele okomhlaba kunjalo
@promisenguse4146
@promisenguse4146 Год назад
Mina ngeke ngivume ukuthi kukhona umuntu oyovala lana
@philanimajola1925
@philanimajola1925 2 года назад
Kulezinsizwa ubabomncane wami wayezidlala kakhulu eshela ngazo evuka 3 eyoshela wawuzwa ngayo esebuya ngo 7 ekuseni edlala impohlo eyayihlotshiswe ngo R2.
@luckyndaba2178
@luckyndaba2178 Год назад
Ngikhumbul ekhaya
@isoshelzikhuzayo7466
@isoshelzikhuzayo7466 Год назад
Ababulali benyathi kuphela abalala ucwayimbane
@cindyaudi7267
@cindyaudi7267 3 года назад
RiP Master 😭😭😭😭😭😭 Thwalinja Mzofayo Nsele
@noziphomavimbela6785
@noziphomavimbela6785 Год назад
Yey Nkosiyami ,ngangsemncane umhlaba kusewumhlaba .Namanje ngiyawathanda Amashayina
@bhekinkosimalvin4028
@bhekinkosimalvin4028 4 года назад
ngthand umasenith.. bonk abanemal bayangqholoshel bangtshel kuth mina angnamali.. umasunemali oyphathakahl khumbul kuth mali yabulalisa.umungenamali ngek stholisitha..abanemali bona bayabulawa.. awkodwa mhlaba awnoni
@sabelohadebe4597
@sabelohadebe4597 5 лет назад
Lala ngokuthula Mzofayo Master Thwalinja Nsele uyibekile induku ebandla sesiyoziduduza ngazo izingoma 😠😢😭😭. Uyibekile induku ebandla qhawe lama qhawe...
@thembinkosimajola5862
@thembinkosimajola5862 4 года назад
ingoma eclean engencofi muntu awu kodwa (mntanami akahlekwa umunt'okhubazekile) suka madoda 😭😭😭lala uphumule nsizwa.
@sinenhlanhlangwenya589
@sinenhlanhlangwenya589 4 года назад
Rest in peace mfo kwathwalija isinzwa eyangikhulisa yayikuthada kabi
@92melusi
@92melusi 5 лет назад
Lala ngoxolo Lindamkhonto, uyibekile induku ebandla. umculo wakho uyohlale usithokosiza njalo.
@sibonisolawrence8292
@sibonisolawrence8292 5 лет назад
It's not what you take when you leave this world behind you, it's what you leave behind you when you go.....still can't believe you' gone grootman. R.I.P.
@qiniselanbigguy7420
@qiniselanbigguy7420 4 года назад
Kodwa uma eseth wathwala ngomntanakhe Ayi ✊✊✊✊✊
@sifisomkhwanazi88
@sifisomkhwanazi88 4 года назад
Kodwa Master wawuyenza intoyakho mfo sengathi umoya wakhe ungaphumula ngikuthula. Umaskandi ngawufunda ngawo Amashayina amahle
@africanculturemycultureafr4625
What a unique tones 🔥🔥🔥👍
@mbonisenilucas5073
@mbonisenilucas5073 2 года назад
Awsuka kwakumnandi kodw mculweni kamaskandi
@mphomaluleka8518
@mphomaluleka8518 5 лет назад
R I P thwalinj😢😢😢
@sandisomncedisizulu1928
@sandisomncedisizulu1928 5 месяцев назад
Thwalinjwa zolala izinsizwa 😢😢😢😢 kosala iybongo. Phansi EMsinga kwa Parafin isgodi. Egijima nesdudla u Mercedes umpheshi wamabhlukwe ..... ko 2000 sifinya ngendololwane kwezomculo...kufa 😢😢
@mabongaasephe6220
@mabongaasephe6220 2 года назад
Mmmm yabona amafashini ayofika adlule emhlabeni kodwa kimi Eyamashayina kimi aydluli ngiyamuzwa bandla angimdeli Mmmmm ayi Zolala insizwa
@xolanigoodmam5826
@xolanigoodmam5826 6 лет назад
Ayi madoda kodwa,ngyamvuma lomjita owayeshaya indlela yesibili la
@qiniselanbigguy7420
@qiniselanbigguy7420 4 года назад
😢😢😢😢😢Kufa ulinuku akuncofwa muntu kudlalwa ingoma kuphela nina nonke enithanda AMASHAYINA nginifisela inhlanhla
@mandlenkosilucky9005
@mandlenkosilucky9005 2 года назад
Please admin. Bring Back the album ethi "eSoweto ". It has disappeared. Please 🙏 🙏 🙏 🙏
@bayandafynn9514
@bayandafynn9514 6 лет назад
Khona ethi Bayangisho! Aw kodwa madoda isho kahle lensizwa.
@shonganisibiya8845
@shonganisibiya8845 6 лет назад
Ngangive ngiwakhonzile Amashayina Amahle, umculo wabo uhlukile.
@siyabongamkhize8517
@siyabongamkhize8517 5 лет назад
Asizange sibe nobulungiswa singabalandeli kuMfokaNsele,azange siyisekele lendoda
@sifisomkhwanazi88
@sifisomkhwanazi88 4 года назад
Ishwa lakhe wacula lapho umaskandi usabukelwa phansi kakhulu, ngabe kungcno ukube ucule klekhathi samanje la suthola ukulonipheka kancane umculo wesintu ngoba naba abafana abncabe bahamba ngezimoto manje izinto zabo ziyenzeka, ikhono labo laphelela emoyeni nje okubuhlungu nokho
@sandilephungula7777
@sandilephungula7777 6 лет назад
ngugamhlaba mmmmmmmmmmmm ngivelengifikelwe izinyembezi ngalezinsizwa Madoda phansi othukula esikebheni alisekhonje ivukene ilingasikhumbuza lamadoda
@sibonisorobert1421
@sibonisorobert1421 6 лет назад
kwakunzima ngalezinsuku zalezinsizwa umuntu wayethi mayezoya e studio aqhaqhazele ngoba amashayina ayelishaya ikhanda kwabanye abafana kakhulukazi kulaba ababekhipha kanye nabo ngo good bayalwazi daba lezinsizwa zazingayiculi imfeketho zonke ngoma zakhona zinomyalezo owakhayo noduduzayo kulungile mhlaba zimoshe insizwa ngoke ngbone laba abathukanayo bayogcinaphi siyakukhumbula mfoka nsele nezingoma zakho ezakhayo
@siphelelentshangase3802
@siphelelentshangase3802 6 лет назад
Kanti sewashona yini?, hawu bengingathi ngibabonile beshutha iVideo yabo namaNazaretha eDoornfonteun nje noma akusibo????
@qiniselanbigguy7420
@qiniselanbigguy7420 4 года назад
Kwakunzima kakhulu uyabona mhla bekhiphe Kanye ne 6to 6
@bongmenzwezazidube4159
@bongmenzwezazidube4159 4 года назад
Naba labantu besibiza
@siphesihleezra5414
@siphesihleezra5414 6 лет назад
lawu kamagumeda
@TheRealSGMChannel
@TheRealSGMChannel 5 лет назад
Ngabona ephephandabeni kuthiwa u Master u leader waMashayina akasaboni emehlweni ngenxa yezinkinga zomndeni angazi ke amaqiniso angakanani lawo
@sihlembatha2849
@sihlembatha2849 4 года назад
Phumula nsele izwe liyazi ulibusisile ngomculo nomlayezo sesiyduduza ngayo ngoma phumula qhawe
@sabelolanga4289
@sabelolanga4289 6 лет назад
kodwa mondli mtakababa ungake ungtholele nj inyokana ehlazana full ulbum
@douglasmfama381
@douglasmfama381 6 лет назад
Sabelo Langa ndinayo mna give your contacts
@sabelolanga4289
@sabelolanga4289 6 лет назад
0627169875 only whatsapp mcedisi and always online
@sabelolanga4289
@sabelolanga4289 6 лет назад
ongphe mtakababa 0627169875 whatsapp
@gcinatshazi5984
@gcinatshazi5984 6 лет назад
Zulu omnyama, mina ngikhala ngo Lahlumlenze - Amabhekeshiya.
@williamndlovu8031
@williamndlovu8031 6 лет назад
Kathi batshonaphi amashayina amhle batshaya kamnandi yz
@sithabisozulu2046
@sithabisozulu2046 5 лет назад
MfokaGatsheni bese kusele yena yedwa uMaster, njengoba sekuhambe yena sekuphelile ngaleli qembu.
@lungisanimazibuko7351
@lungisanimazibuko7351 6 лет назад
awsuka madoda iyasho lengoma ngyakhala ngalamadoda kazi aphelelaphi
@libertydoctor5857
@libertydoctor5857 6 лет назад
ngyanizwa bafowethu maniyiqhube kanjalo
@senzomsizikayise4840
@senzomsizikayise4840 6 лет назад
Ngifuna lena,ethi hambushone ndoda awusizame bo
@siphelelentshangase3802
@siphelelentshangase3802 6 лет назад
Bawile lababantu ngyacabanga iManager yabo yabadlela imali yabo abazange baphumelele kahle. Mina ngisonta nabo. Cabanga phela ama Manager akuqala kwakudla wona
@sinawodlamini9697
@sinawodlamini9697 3 года назад
Kune album yabo abafwethu lapho babezibiza "Ikusasa lethu" isihloko sithi Umhlaba lo, admin or anyone ongsiza ngayo or link to download it yayingidlalela kamnandi kakhulu le album plzz bafwethu if kukhona oyaziyo.
@henrymtolo3882
@henrymtolo3882 3 года назад
Kwakumele ubulawe umaskandi ubani owayengadlala inkostini kanje kulegenge yenu kkkkkk
@sithabisozulu2046
@sithabisozulu2046 5 лет назад
Mondli mfokababa ngisacela ungitholele Abomthetho: 'Ngiyashweleza'. Ngawuthanda kudala umculo wale nsizwa yangakithi. Ngangingazi ukuthi iyogcina ingasaboni. Ibe senhliziyweni yami kakhulu uma ingasaboni njengoba name ngingaboni. Ngiphatheke kabi ngokudlula kwayo ngoba bengifisa ukuyibona.Ngigcina ukukhuluma no-Brush, sasihlela ukuyoyibona, kodwa akubange kusenzeka.Ngicela ungisize Mondli. Ungangithinta ku: 072 031 0327 noma ku: zulusc82@gmail.com
Далее
NGXALOTHI | AMATULUTULU FULL ALBUM
32:23
Просмотров 20 тыс.
AMAGEZA AMAHLE - SISHAYA KWASANI DVD 1
56:57
Просмотров 112 тыс.
кажется, началось
00:45
Просмотров 947 тыс.
OVEZUTHANDO - AMALOYA FULL ALBUM
50:53
Просмотров 163 тыс.
AMASOSHA INTSHEBE FULL ALBUM
30:56
Просмотров 14 тыс.
Amashayina Amahle | NAZI (Full Album)
49:42
Просмотров 41 тыс.
Umgqumeni---Imagic
1:12:55
Просмотров 1,7 млн
OCELA ZIMNIKE ~ Amanxiwa full album.
51:41
Просмотров 65 тыс.
AMASHAYINA AMAHLE__ESOWETO__Full Album
50:51
Просмотров 21 тыс.
NOGABISELA | NGEBELE FULL ALBUM
38:12
Просмотров 28 тыс.
Inqina Lemfene
15:16
Просмотров 216 тыс.
Stray Kids "Chk Chk Boom" M/V
3:26
Просмотров 64 млн
Munisa Rizayeva - Aka makasi (Official Music Video)
6:18
Stray Kids "Stray Kids" Video
3:25
Просмотров 2,1 млн