Тёмный

Ayanda Msweli Foundation | Namanje Sisalinde Ubulungiswa 

AyandaMsweliTV
Подписаться 94 тыс.
Просмотров 365 тыс.
50% 1

Опубликовано:

 

5 окт 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 941   
@sontozuma9309
@sontozuma9309 Год назад
Ngifisa ukubongo kubaba uMsweli ngokuthi afike kumina ngumama wengane engingabutholi ubulungiswa ngengane yami nginethemba ukuthi ngizobuthola mnje yz kangifuni ukungasho kubuhlungu okwenzeka kumina kangikufiseli muntu 💔💔💔💔💔💔
@nothilelandiwe2747
@nothilelandiwe2747 Год назад
Ubhlungu obungaka😭 ncese ma sengath uNkulunkulu engakuqinisa akukphendulela nakubo abenzi bobubi💔
@sebenzilentuli4067
@sebenzilentuli4067 Год назад
Sorry..mama ngikufisela ukuthy uthole justice...umntwana alale ngokuthula
@mphokhumalo6122
@mphokhumalo6122 Год назад
Mmm cc Sonto yazi yabuhlungu into ekwehlele cc but uJehova uzophendula kungekudala nje Linda uthandaze Mina nginguthixo ,alale ngokuthula uMlando💔💔💔💔
@nontobekopatience9414
@nontobekopatience9414 Год назад
😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭 kodwa Cc Nkosi yam Kwaze kwabuhlungu
@ayandemdima1252
@ayandemdima1252 Год назад
Nxese ngane yakwethu sithemba ubulungiswa senibutholile. Uma kungakenzeki ungadikibali uqhubekele phambili
@blessingmabaso2172
@blessingmabaso2172 4 месяца назад
That sangoma lady must be brought to justice, too.. Sisi, stay strong things will get better. God will never fail you.
@zyneg.m556
@zyneg.m556 Год назад
One thing I love about babu msweli.. he always ask god in everything he does yingakho ekwazi ukusiza ngaso sonke iskhathi. Siyabonga nongalo
@mbalisimelane4616
@mbalisimelane4616 Год назад
Please give us an update @Ayanda Msweli about how far you went with getting justice for her and especially the victim.
@NtandokaziMahlaba
@NtandokaziMahlaba 6 месяцев назад
I don't think I'll ever trust anyone around my kids after hearing this..this is traumatic not only for the mother but for the siblings who had sleepless nights and watching their mother cry for months..I'll never be ok after this😢
@busisiwebusie2943
@busisiwebusie2943 Год назад
Amaphoyisa akhohlakele awaphelelwe umsebenzi makukhona isdingo eboshwe ngoba iwona amaphoyisa abulala izwe akhohlakele amaphoyisa 😭😭😭😭😭😭😭
@buyiswaalondwe2563
@buyiswaalondwe2563 Год назад
Tomuch
@PhindileMchunu-st4wz
@PhindileMchunu-st4wz 11 месяцев назад
bulka icala likasebzo cc ogininda dade ucele uthuli izinja amaphoyisa
@gugumpungose159
@gugumpungose159 Год назад
The pain on her face 😭😔😭 Thixo siza nangu umama usebuhlungwini😭😭.
@u.thabiso_
@u.thabiso_ Год назад
Lamaphoyisa ayanyanyisa. Ayaziveza kutsi asebenza naye lowo satsane uwenze lo doti nesihluku esingaka. In Jesus' name, uzonqoba, bazovela futsi bazojeza!!
@andyndzube5937
@andyndzube5937 Год назад
In the name of Jesus Christ,bonke bazaku jikelana baxabane bodwa.Akho mithi that is above the name of Jesus,uThixo onesikhwele will rise and fight.umenzi wobubi angeke abubone ubuthongo. I pray for the emotional healing of umama womntwana nefamily.uThixo abancede abanike ukuphumla entliziyweni.
@bee-sting
@bee-sting Год назад
Weee jesus christ wake wasiza bani nkosyam? Umfana wejuda akahlangene ndawo la izinto zenu lezi as abantu, nohlale nithembe into engekho nibe senibona kahle ukuth ayikho? Eh mncm. Lento nje idinga isibhamu ekhanda lomthakathi abulawe qha
@simelokuhlekhumalo1087
@simelokuhlekhumalo1087 Год назад
Kubuhlungu Sisi kodwa inkosi ikubhekile .Lami umnawami watshona esibhedlela bafihla amaphepha akhe epostmortam eForencic esibhedlela till today. ipholisa ilaliphethe icala lakhe alikaze lingifonele skusiyahlangana 2 years
@deliwematlebjane1023
@deliwematlebjane1023 6 месяцев назад
Kubuhlungu
@ZandileMajozi
@ZandileMajozi 5 месяцев назад
Hmm ngenelela Somandla ibuhlungu lendaba kadadewethu,kuyaphoxa ukuthi Ubuntu nje abusekho kubantu,yoonke nje lento Ibiza ukuthi sisi ungalilahli ithemba ubhekile uyalalela uNkulunkulu,igazi lengane liyokhuluma one day..phola sisi kubuhlungu akuchazeki 😢😢😢
@MbalenhleNsuntsha
@MbalenhleNsuntsha 3 месяца назад
Dadewethu ake uye kubaba umphrofethi uMagejageja owenza konke utholakala ngolwesibili nangesonto ku Berg street and commercial street....safa abathakathi bayasiqeda lizokulimela iGeja
@mbalimlipha448
@mbalimlipha448 9 месяцев назад
Ohh Jehovah tsatsa idzawo yakho kuledzaba siyakwetsemba kutoba khona bulungiswa, Mam wentfwana athole kuphumula .Bab Msweli you are such a blessing keep the good work.
@MinkeyVuyiswa
@MinkeyVuyiswa Год назад
Kwabuhlungu cc ngengane yakho kodwa ujehova uzolenza icebo kuzokwenzeka ubulungiswa in jesus myty name babu msweli unkulunkulu asigcinele wena 🙏
@blessingtshifhiwa694
@blessingtshifhiwa694 Месяц назад
We need to report the police station and draft a petition as a nation and community to get the police station investigated. Apart from the case itself. JUSTICE NEEDS TO BE SERVED.
@lindiwezungu4078
@lindiwezungu4078 9 месяцев назад
UJehova ungumahluleli usahlezi esihlalweni sobukhosi uyindonda yempi lempi obhekene nayo uzokunqobela akekho onamandla ngaphezu kwakhe umuntu akutshalile uzokuvuna isithembiso leso nabo bonke abanesabelo kuloludaba bazofuna u Jehova aka yena umuntu siyabonga Bab'u Msweli ubizwele enkonzweni enzima uJehova akuphe amandla okwenza lomsebenzi isandla sakhe sibe phezu kwakho njalo
@sfisonkosi5746
@sfisonkosi5746 Год назад
People of Bheki Cele and envelopes syabonga Ndosi kwande uyobuzwa ezulwini
@thandiweveronicabhengu3756
@thandiweveronicabhengu3756 6 месяцев назад
Ngidabukiswa ubuhlungu obukulocc nokwenza bamehlela ene operation refresh ena 3 months okubonisukuty akakapholi kahle nasemzimbeni sekwenezelwa emqodweni nakuwo umzimba elokhu ehla nyuka ebusuku,angasakhoni nokunika uthando kuloluswana.kwalona loluswana lubhekene nengwadla yokukhula estresini,phola ntombi lomakhelwane simthumela ngezikhali zezulu ezingabonwayo lamaphoyisa abuke ukondliwa ngezali zegazi aqalekisiwe.pholani nonke emndenini.
@nondumisombhele5084
@nondumisombhele5084 Год назад
Ngyaxolisa ukucomment kabili nkosi yami kuyazwela kimi kbanda amathumbu into kodwa engyishoyo cha ngyaxolisa ukuzoyibeka kanjena kwimedia futhi kodwa eyam ingane bengeke ngyifihle kungenziwe lutho kuyo into yokqala engzoyisho angeke ngzalele umfazi mina beyothi bengnika yona ngsebenze amanxeba if bekmele ngloye so be it I cannot bare this kind of pain hhay bo I repeat ngeke ngizalele umfazi mina😭😭😭😭😭😭😭😭😭🥺
@thabilebuthelezi4602
@thabilebuthelezi4602 Год назад
lord give this woman strength oooh bawo😭😭😭😭😭😭
@mumsyndlela1284
@mumsyndlela1284 Год назад
SsadafafaafaasaAassgaaassAaga
@thandekazuma9957
@thandekazuma9957 3 месяца назад
I dnt know if i shoul listen to this am too emotional 😢
@johannamokose2935
@johannamokose2935 Год назад
Ooh umoya wam wazewonakala.....as a mother I so feel hurt ,she went through so much pain in the midst of trying to heal from a cesarean section and tooth pains ngapha she's going up and down ,Kazi yi Mali engakanani eya Nikwa lamaphoyisa?ujeHova uyaw Lalela aze awuphendule umthandazo everything done in the dark will be exposed in the light I pray that she finds peace and justice to the gentlemen interviewing her thank you allowing her to speak without interapting her..........Kwame kwa Nzima ku lo mhlaba....
@khayelihlebasi9162
@khayelihlebasi9162 Год назад
Umthetho bawuthatha bewubeke ezandleni abantu mase kunjena kube yiso ngeso ngoba lamaphoyisa Kwesinye iskhathi awanalo usizo ayachema, sengathi engaluthola usizo lomama🙏
@prudencesibongile2493
@prudencesibongile2493 Год назад
Iciniso lelo ngoba siyahlukumezeka akhona amaphoyisa bakithi cha
@kwandohnomah2405
@kwandohnomah2405 Год назад
I've never cried like This.... police gained something on this case and it's painful. It reminds me of what Police did to my husband.
@PhumeleleGabuza-zc9ns
@PhumeleleGabuza-zc9ns 11 месяцев назад
Plessisslear is a shit police station that's why they crime statics is high, i know cause my brother died they did the same thing. They have no truth in how they work, all they want is corrupt money
@mbalimkhwebu7564
@mbalimkhwebu7564 Год назад
💔💔💔 ngathi Le video ingahamba ifike ezandleni eziryt.kwaze kwabuhlungu 😭😭
@noluvuyovumendlini2035
@noluvuyovumendlini2035 Год назад
Think only thing is for people that think she deserves justice to do go find and hire private investigator for this case
@waterfrontofficepark
@waterfrontofficepark 7 месяцев назад
kubuhlungu nkosi lokhu okukwehlele😢😢kodwa loyomfazi we sangoma😢kuyomubutha ukuhlwa
@thandekazwane17
@thandekazwane17 Год назад
Ubuhlungu obungaka 😭😭😭😭😭uzobuthola ubulungiswa Sesi noma ingane ingeke isabuya kodwa ubulingiswa uzobuthola siyabonga ukuza ngaphambile ngodaba lwakho siyabonga nakubaba uMsweli❤
@thandazampontshane9560
@thandazampontshane9560 Год назад
Ohhh. Nkosyami engathi ujehova nabakini cc bangahanbela phambili ubuthole ubulungiswa ngengane yakho ngoba iqiniso lihlezi ninendlela yokuvela, ujehova akuqinise my dear❤️
@lineotsotetsi3302
@lineotsotetsi3302 Год назад
Sad story indeed. Please keep us updated. This lady need justice and closure. 😭😭😭
@ayandamswelitv
@ayandamswelitv Год назад
We will
@busisiwebusie2943
@busisiwebusie2943 Год назад
Baba uMsweli sicela uyilungise lendaba amaphoyisa awanalo iqiniso amaphoyisa awasivikeli acheme nalomthakathi wesangoma baba uMsweli ibuhlungu lento ngenelela wenze okusemandleni 😭😭😭😭😭😭😭😭
@hlengiwemaphalala1613
@hlengiwemaphalala1613 Год назад
Mh ngaze ngabuhlungu. Engathi usisi angazithola izimpendulo azidingayo. Syabonga bab'uMsweli ngokungenelela.
@pamelatshabalala9944
@pamelatshabalala9944 Год назад
Babu Msweli sicela i_update, ukuthi indaba ka mama iphele kanjani, ustholile yini esphetho nobulingiswa
@promisenomthandazo2020
@promisenomthandazo2020 Год назад
Mmmm Jehova yabuhlungu lendaba engathi cc angavikelwa ngoba lamaphoyisa akhohlakele angambulala kuze kuphele icala syabonga Bab Msweli Jehova akubiyele njalo
@zandilefakazi3309
@zandilefakazi3309 Год назад
NAMI ilokhu sengikusaba
@buyimayise6272
@buyimayise6272 3 месяца назад
😭😭😭😭 ey nkos yam kwaze kwabuhlungu indaba cc namaphoyisa ngathi awenzi kahle ezinye izinto kwezomthetho... Unkulunkulu akupholise amanxeba sisi.. umtwana aphumile ngokuthula😭😭😭🙏🙏🙏🙏
@thamieythamiey284
@thamieythamiey284 Месяц назад
Sawubona baba msweleni ngigogo ohluphekile ngihlala nentobhiyami engiselenayo,nozukulu wami sihlala sobathathu ngi se witbank ngigu gogo ongaphilanga.
@nomcebozwane5582
@nomcebozwane5582 Год назад
Mmmmm kwaze kwabuhlungu loludaba, Siyabonga baba Msweli inkosi ikubusise, 😭😭😭luyangikhalisa kakhulu amaphoyisa anamuhla awasizani neze ayizigebengu kwawona ayavikelana avikela nezigebengu, kungenzeka ayakhokhelwa, kodwa uJehova esimkhonzayo akehlulwa yilutho, uyeza umhla wokuphela kophela ukuhlakanipha, nami abuzange bube bikho ubulungiswa ngo mama wami ebe edutshulwe yiwo amaphoyisa😭😭😭
@khanyampontshane1807
@khanyampontshane1807 Год назад
Baba Msweli angikholwa nokuthi usaphila ubhuti lona owafihlwa amaphoyisa ngoba nawo indlela enzangayo kunongcobho lapha kunesandla akuke kuphinde kuyobhekwa kwakhe umsolwa okungenzeka nobhuti wathwathwa nguye 😭😭😭😭🙏kwaze kwanzima ngengane zethu amaphoyisa awasafuni ukusebenza bakweth 💔
@mummsymyeni2735
@mummsymyeni2735 Год назад
Kodwa u Jehova uyaz ngelinye ilanga ziyobuya izimpendulo cabanga phoyisa uthenjiwe kodwa awunabo ubulunguswa ngenxa yemali uma kungaba eyakho phoyisa ungenza kanjena na?
@fikilendlovu2750
@fikilendlovu2750 Год назад
Inyembezi zomuntu aziweli phansi haawu isihluku muntu wesfazane yn leyenza kube Lula ukubulala umuntu 😭uJehova uzokuphendulela cc 😭
@lindelwa632
@lindelwa632 Год назад
Kazi sobafihlaphi abantwana bethu kwelizwe likhohlakele kanje 😭😭😭😭😭💔💔💔 ngenelela somandla
@anelamakhubalo1927
@anelamakhubalo1927 Год назад
Yhuu Sisono esi Salo mama bethuna.
@busisiwendlovu4626
@busisiwendlovu4626 Год назад
Plesslislaer ikabolile angifuni ukungasho 🤞Impatho ayikho baphakame kakhulu kodwa ngelinye Jehovah uyophendula
@samkelo765
@samkelo765 Год назад
Jehova ngaze ngakhubeka min💔💔 an ngiyabon min bengizoboshelwa ukuth sengimgence ngocelemba ngambulala tyoooh
@ntombencincishasha722
@ntombencincishasha722 Год назад
Ngangimbulala ngezandla zami bandla umbulali wengane yami
@patiencesanelisiwe5845
@patiencesanelisiwe5845 Год назад
@@ntombencincishasha722 Umthetho ngeke udlale nawe Uzothi uyithathele umthetho ngesandla Yena umbulali uma evuma icala Bazothi akabamoshelanga ama resources 💔 Bamuciphisele isigwebo💔
@siyamatutu9263
@siyamatutu9263 Год назад
I trust Mkhwanazi he is a man of integrity and very strict when it comes to justice. He will fix this
@nonjabulomsane
@nonjabulomsane Год назад
Kwaze kwabuhlungu jehova😭😭😭😭😭😭😭😭😭ngaze ngasinyanya isangoma namaphoyisa💔
@garryxaba832
@garryxaba832 Год назад
Akukho zinyane lemvubu eladliwa yingwenya kwacweba isiziba. Kubuhlungu!!!! 😔😭
@preciousatta7898
@preciousatta7898 3 месяца назад
Waze wonakala umoya wami ngocc bakithi angathi bungenzeka ubulungiswa ngomtwana bakithi unkulunkulu akubophe maZuma
@mcgedezaseth2333
@mcgedezaseth2333 Год назад
Oh Nkosi yami!!! Sicela update mhla yalungiseka lendaba. Yaze yabuhlungu indaba😭💔😞
@ayandamswelitv
@ayandamswelitv Год назад
Nizoyithola i update
@jabulilegshongwe-rb5su
@jabulilegshongwe-rb5su 4 месяца назад
Hi. Lwagcina lulungisekile yini loludaba. Ive been searching​@@ayandamswelitv
@ntlantlomncube2826
@ntlantlomncube2826 2 месяца назад
Kwaze kwabuhlungu cc wam Nkulunkulu akathuli umntwana uzoziphendulela 😭umbize Jehova bsuku nemini uzobona cc qina uphole
@NomsaMnguni-m6t
@NomsaMnguni-m6t 27 дней назад
Awnkosiyam sosizakalap na.kulaphoyisa
@bongumusamanganga743
@bongumusamanganga743 Год назад
You are a blessing Mr Msweli
@thandoliyanacele8545
@thandoliyanacele8545 Год назад
pain ekulo mama uyizwa ekhuluma 😭😔😭 kodwa ngelinye langa ubulungiswa bokwenzeka 😭😭😭😭
@nomvelo9993
@nomvelo9993 Год назад
😭😭😭💔 UNkulunkulu uzokphendulela dadewthu. Kwaze kwabhlungu 🥺🥺
@binjanaphumeza5996
@binjanaphumeza5996 7 дней назад
Umphakathi wakweseka cc wami ❤❤ ngath ungabuthola ubulungiswa
@Sindi-N
@Sindi-N Год назад
Ey, lwaze lwabuhlungu udaba lukasisi😢! I can’t even begin to imagine the pain and trauma she’s gone and still goes through! Sifisa ngathi ubulungiswa bungenziwa.
@khanyisilekhanyoh6383
@khanyisilekhanyoh6383 Год назад
Kwaze kwabuhlungu jesu ngifisa ngathi konke kungahamba kahle kusis
@genesiscars756
@genesiscars756 Год назад
Guys ama pholisa awase mzansi awa lungile
@SIPHOSETHUFuneka-j4y
@SIPHOSETHUFuneka-j4y 2 дня назад
Oh Jehovah uMlando waze waba umlando 😢nkosiyam abe naye unkulunkulu lapho ekhona jesu ngaze ngaba buhlungu😢😢😢😢😢
@allyhlophe246
@allyhlophe246 Год назад
Kwaze kwabuhlungu 😥 asithembe Bab Msweli uzobasiza bathole ubulungiswa 💔💔
@londiwehlatshwayo9403
@londiwehlatshwayo9403 Год назад
Kwaze kwabuhlungu Moya oyigcwele sisize jehova kubenobulungiswa kulomdeni baphole ayi kubuhlungu jehova
@animalslife9714
@animalslife9714 Год назад
Awu Mdali weZulu noMhlaba , lafa elihle kakhulu, umuntu omnyama Silwane , Siyizilwane futhi nesilwane zingcono kabi ngoba azithakathi futhi kukancane Sibulale isilwane esifana nawo!!!
@zinhledludla6674
@zinhledludla6674 Месяц назад
Ngazi wagcina usizakele yini Sisi 🥺🥺
@tholakelebhengu4342
@tholakelebhengu4342 Год назад
Kwaze kwanzima kuba mzali ezweni lase SA,syabonga baba Msweli ngokuba ivoice yabantu abethi bebekhala bangazwakali,ngicela nakunkulunkulu amsize cc amuphe amandla okwazi kuqhubeka nempilo Abe mama kulaba asele nabo inzima lento emehlele,
@gugulethundlovu6065
@gugulethundlovu6065 Год назад
Ngaze ngabuzwa ubuhlungu sengathi uJehova onamandla angangenela umama abuthole ubulungiswa bengane yakhe Moses ongubaba uMsweli nansi intonga uJehova uyakupha shaya uLwandle olubomvu luvuleke Amen
@nkosikhonamenzi
@nkosikhonamenzi Год назад
Mawungenemali eSouth Africa 💔
@sinethembagcabashe5739
@sinethembagcabashe5739 Год назад
Awulutho 😭😭😭
@bongadumakude
@bongadumakude Год назад
Alikho iqiniso emhlabeni wona lamaphoyisa awavulelwa ngani icala lokungasebenzi ngendlela okuyiyonayona
@SiphokaziJali-bi8zk
@SiphokaziJali-bi8zk Месяц назад
Yhoooo cc yintlungu le ngeke ukwazi ukulala babu msweli sikwetembile baba siyalwazi usizo lwak
@phumlambetse5786
@phumlambetse5786 Год назад
I pray that she gets the help she needs❤️ Justice should be served
@ZaneleMkize-f4o
@ZaneleMkize-f4o Год назад
Ngaze ngahlukumezeka Jehovah nam kwake kwangenza okucishe kufane akukadluli namanje ngoba izimpendulo angizitholanga ngomtanam😢
@bongekilekhanyile1523
@bongekilekhanyile1523 Год назад
Msweli nkosi ikuphe izinsuku ezinde'angikwazi ukubamba izinyembezi lo sisi ngingamazi ngathi kungavuleka lapho kumnyama khona🙏
@pulanemothekhe1583
@pulanemothekhe1583 Год назад
Yhooooo!!!? Yehla Nkosi yamazulu uphendule ..Thixo Somandla ,
@velilenatashia8959
@velilenatashia8959 Год назад
Oh nkosi uzube nabantwana bethu bathwala ngabo!nkosi siyacela bavikele ngamunye ngamunye phola cc unkulunkulu ukhona
@andiswamtshutshiswaandiswa4103
@andiswamtshutshiswaandiswa4103 24 дня назад
Sicela bulungiswa tata Msweli plzz mani khaningenelele mapolisa ohlulakala kudala Enza Bussness wona qha ngobom bethu 😭😭😭😭😭💔💔💔
@thembisasicwebu4343
@thembisasicwebu4343 Год назад
what a tragic story, love and light to the Zuma family. I'm looking forward to seeing how this will play out. Scela ungakhathali babu'Msweli. Leave no stone unturned. Bangatholi kthula nalaba abenza lesenzo esimbi kanje
@THUBELIHLE-fv9qg
@THUBELIHLE-fv9qg 6 месяцев назад
Kubuhlung kunzima kulukhuni ukuba yisisulu maqede udlal we abantu OKUMELE ngabe bayakusiza kunzima okukamama womtwana ngiyafisa ukuthi asheshe a uthole ubulungiswa, Syabonga Nongalo ngokusukumela labo abalwa izimpi ezingaphezu kwabo nabanqindwe amandla kwezomthetho4
@Onkzit
@Onkzit Год назад
Awuzame ukuxhumana noNtsikie Nohiya lo oyi executive producer ka Cutting Edge Baba Msweli. Ubulungiswa abukakenziwa lana. The fact that lingathi iphoyisa "angikwazi ukubopha ngoba yisandla esingondlayo" should tell you ukuthi justice has not be served...
@wandilebuthelezi5293
@wandilebuthelezi5293 Год назад
Yabon njr ukut lol cc wesangom wawatheng njr nokhoshakhosh awenzakalay namaphoyis. Kwanzim jesu ngabantwan bethu💔💔😭😭😭
@NelyKhumalo
@NelyKhumalo 5 месяцев назад
😢😢😢😢pain pain duduzeka mama wengane lesangoma mele sife nje akukho okunye namaphoyisa awalunganga syathemba msweli uzokulungisa
@theyardmusic4286
@theyardmusic4286 Год назад
I was stumbling through RU-vid and i found this video. Why is the whole country still sitting down!!!! everybody in this country should be behind this poor woman. I am so angry at this filthy job done by the policemen and women who were first given this case. As for the so called generals or captains who were given this case you inhumane human will one day have to answer for the tears of this woman and her child who was brutally murdered. Had no grudge with anyone innocent child who's done nothing to no one had to go through such pain. Imagine being choked while you're hit with the hammer your tongue being clipped. if can imagine it think about a child who had to go through it and the mother who never even received any psychological help let alone the peace. Im typing this this in tears and i do not want fake it by adding emojis but whoever is reading this and have watched this video you know the pain that I'm feeling right now. I'm so angry because i'm a parent and I can't imagine this happening to one of my babies. everyone who has done or involved in hiding information to this poor woman just know. God is watching. They overlooked the case of this woman because to them she's nothing but to God will have the answer for her beloved child and what happened to her child. Kumama wengane ngithi ngiyakuzwa ubuhlungu benhliziyo yakho mama. UJehova soze akushiye. Xola mama wami umntwana alale ngoxolo.
@nontobekomakaluthah289
@nontobekomakaluthah289 Год назад
L0
@nontobekomakaluthah289
@nontobekomakaluthah289 Год назад
0
@nontobekomakaluthah289
@nontobekomakaluthah289 Год назад
L
@lebumaluleka6416
@lebumaluleka6416 Год назад
What's funny!??
@NathiTsaulwayo-rl7ic
@NathiTsaulwayo-rl7ic Год назад
@@nontobekomakaluthah289 wowJesu kwaze kwanzima emhlabeni dudu sthandwa unkulnkul akaseñzele ubulungiswa .hau umuntu wesfazane pho owazi ukuzala ?Yhixo yelekelela
@ntuthukomhlongo4468
@ntuthukomhlongo4468 3 месяца назад
Ilokhu thwala okwafika,mhla kwavalwa leyonto,lomama uthwale ngayo lengane,
@khanyisakhanya4281
@khanyisakhanya4281 Год назад
Yhooo Yesu nantsi intlungu indenza intloko ndibuhlungu😭😭😭😭😭😭
@alwandekhumalo742
@alwandekhumalo742 Год назад
Thina as a country senzani?kungani singangeneleli.Hhaiybo ngaze ngabuhlungu Nkosi yami,ubulingiswa buphi lapha?Kodwake kuthiwa inyembezi zomuntu aziweli phansi,noNkulunkulu akasinikezi umthwalo ongaphezu kwamandla ethu..uNkulunkulu uzomuphendulela uma..Yebo ubuhlungu obungeke baphela kodwa ziyosulwa inyembezi zakho,noNkulunkulu uzophendula. Keeping you in my prayers till now,Siyakuthanda,izinhlungu zidlule❤
@samumaureen8698
@samumaureen8698 Год назад
Sibuhlungu isitory sika cc special to us esizele😢😢
@MenziDlamini-im1oi
@MenziDlamini-im1oi 4 месяца назад
Chabo lamaphoyisa kwamele befake izinja endlini😢😢
@lynnmandaleka6593
@lynnmandaleka6593 9 месяцев назад
Unkulunkulu akugcine baba Msweli ngoba kuleluzwe alimfuni umuntu owenza kahle .Umama aduduzeke
@nombusoyaka4965
@nombusoyaka4965 Год назад
Amaphoyisa oDoti eskhundleni sokuthi basivikele yibona abazigebengu zafumbathiswa abasezweli nosisi bahlangene nesangoma I wish baphelelwe umsebenzi
@nomamazibuko1573
@nomamazibuko1573 Год назад
Baby Msweli 😭😭😭😭
@busisiwebusie2943
@busisiwebusie2943 Год назад
Mmmmm yaze yanesono lenyanga mthakathi 😭😭😭😭😭😭😭
@xolanipetros3038
@xolanipetros3038 Год назад
Prayer is the key, amaphoyisa afana nathi bakwethu, umuntu ovuleke Amehlo KaMoya angayqonda la. Sangomas works spiritual and when you deal with them you must be spiritual vibrant
@siphesihleglander5829
@siphesihleglander5829 3 дня назад
😭😭😭😭😭😭😭ngaze ngabuhlungu thixo wami ngomtwana ncese cc uthixo aniqinise idolo kunye nomndeni wonke ngiyayibuka nje abantwana bethu abaphephile neze
@khanyampontshane1807
@khanyampontshane1807 Год назад
😭😭😭😭😭kwanzima nkosi umuntu wesfazane waze wanosathane nkosi phendula
@SaphokaziMolose
@SaphokaziMolose 6 месяцев назад
Ndingawuthathela ezandleni umthetho ngekhe😢
@NelyKhumalo
@NelyKhumalo 5 месяцев назад
Ay nami ngingazithathela mthetho ngeke ngengane Yami yoh ngeke
@nthusengseitlheko3293
@nthusengseitlheko3293 Год назад
This is so sad😭😭😭😭😭😭💔💔💔💔💔💔, even more heartbreaking if police are working with Sangomas💔💔💔
@pertunial5452
@pertunial5452 7 месяцев назад
Any updates?
@gugumbatha1600
@gugumbatha1600 Год назад
Ngingambulala Kodwa mina loyosisi ngingamnqamula intamo
@gcinoksanelisiwe8165
@gcinoksanelisiwe8165 Год назад
This is so hurt 😢... Hlala emthandazweni uNkulunkulu ukhona and uyohlala akhona..God be with you 🙏
@sethembilenzuza3599
@sethembilenzuza3599 Год назад
😭😭😭😭 Ayivalwe leyo police station udoti loyo Nkulunkulu Jehova hamba nabantwana Bakho Batholi ubulungiswa kuboshwe amaphoyisa baphuncwe certificate zabo Odoti laba
@sinzesulwa
@sinzesulwa Год назад
Umthakathi nje akusona isangoma leso ngavele ngafikelwa izinyezi worse ezami zihlala nonany eMakhaya ngazizwa ngisaba
@sethembilenzuza3599
@sethembilenzuza3599 Год назад
@@sinzesulwa Eyi Mfethu yikho ukuthemba unkulunkulu
@phumezamiya9268
@phumezamiya9268 Год назад
Mr Msweli...we believe in you✊️
@mbalidlamini1457
@mbalidlamini1457 Год назад
Phephisa Sesi am so proud ngomphakathi walapho Ave bane support
@Kleynhansbrotherstv
@Kleynhansbrotherstv Год назад
Then we keep on voting ANC . This is only gotta get worse. This is just an iceberg of what is happening in the country. So sad
@portiakweyama712
@portiakweyama712 Год назад
😭😭😭😭😭 Jehova,so much pain so much trauma,..ndlu emnyama why silimazana sodwa😱😱😱
@PinkyNdlovu-g2q
@PinkyNdlovu-g2q 14 дней назад
Siyazwelana nawe cc angathi uSomandla angangenelela
@cleombangi3081
@cleombangi3081 Год назад
Sorry siswam💔mina ngithi ungapheli umoya uze uthole iqiniso.
@HloniMshengu
@HloniMshengu Месяц назад
Kunzima engath umdali angaveza amandla wakhe bathole ubulungiswa😢 Okubhlungu ukuthi sijikelwa abantu okmele engabe bayasvikela
@simphiwemachaya2659
@simphiwemachaya2659 Год назад
Ukuthengeka kwamaphoyisa kwenza ukuthi umsebenzi angawenzi ngendlela futhi umuntu osuke ehlukumezekile ngalesoskhathi ugcine engabutholi ubulungiswa. 💔
@goodneessithembisomabaso4010
💔💔💔💔
@londythulemchunu
@londythulemchunu Год назад
Unkulunkulu onomusa akehluleki sisi .uzowenza umoya wakho uthole ukuphumula. Sorry dade wethu Ngiyamzwela umshesi ongakwazanga ukushaya isandla esmphakelayo ngoba ubenothando lokukusiza.
@LindokuhleVilakazi-ed3hl
@LindokuhleVilakazi-ed3hl Месяц назад
😢😢😢mmmm ngiphelelwa namazwi umthetho usuyasebenzisana neygilamkhuba sekuvamile impela njer sokhalelaphike makunjer siyabonga ayanda msweli ngokubakhona kwakho azophela amhlathi kumaphoyisa anza inkohlakalo ey engathi usisi engabuthola ubulungiswa kuyacaca nje kulelicala ukuthi ingane wayeyenza umkhovu losagoma bhubhulu wakhona nxaaa yazi njer usathane uyabusa lamhlabeni ngenelela nkosi nakhu sibhubha 😢
@dizzysimelane822
@dizzysimelane822 Год назад
Kwaze kwabuhlungucc istorry.sakho nkosyam baba uMsweli.uThixo akubeke siyabadinga kakhulu abantu abafananawe baba
@siyabongandlovu8572
@siyabongandlovu8572 Год назад
May this case find the justice it deserves, moreover uNkululunkulu noNyazi lwezulu to plant the permanent protection kusisi nomndeni wakhe, lastly may the soul of the innocent child rest in peace but the hands of those that did the evil works be cursed in everything that it touches, this story is so heartbreaking and very disturbing😥😥💔
@preciousbuthelezi6496
@preciousbuthelezi6496 Год назад
Lwaze lwabuhlung udaba phephipsa cc nomndeni wonke, ngimangazwa nawumseshi uma ekhulum ngesandla esimphakelayo😭😭hai cha kunzim sheim .BabuMsweli ngiyakuthemba kakhulu
@ntombizonkengcobo104
@ntombizonkengcobo104 11 месяцев назад
Baba unkuĺunkulu akusize futhi akulekelele nethimba lakho amen
@nobuhlesithole966
@nobuhlesithole966 Год назад
Yebo isobala indaba. Umama akaphindele lapho kuphethwe khona amaphoyisa akhohlakele . Lapho Kwathiwa khona akazikhele uMseshi ngoba lo wokuqala wayechemile. Ngiqinisile ngeke badabule. Kwaze kwabuhlungu, kodwa ukhona uMvelinqangi
@manelisjersiaaquarius2730
@manelisjersiaaquarius2730 Год назад
Utselwe usayithwele ukuthi uzoyizala mgomlomo utjo uyobika emaphoyiseni angawushayi ndiva umbiko wakho lidume ...lidlule nemiphefumulo kungabi ndaba zalutho ,b strong cc for uNdalo,nothing will evet chsnge so u must accept it 🙏🙏
@kwenzamillicent9923
@kwenzamillicent9923 Год назад
Ngaze ngabuhlungu 😭😭💔😢😢😢
@IviweAnamMafalala
@IviweAnamMafalala 12 дней назад
Hyoo sisi akusebuhlingu kodwa impedulo uthixa usezo Sula inyembezi emelweni akho diyalila
@celumusazikhali7040
@celumusazikhali7040 Год назад
Sebenza Ngwenya abantu sebethembe wena South Africa
@philisiwendlebe6775
@philisiwendlebe6775 Год назад
I pray that she get the justice that she deserves ! No mother or child should ever have to go through this. And as for our police and justice system?? DISGRACEFUL!
Далее
Cheese grater HACK
00:22
Просмотров 1 млн
ВЫЖИЛ В ДРЕВНЕМ ЕГИПТЕ!
13:09
Просмотров 211 тыс.
Usizi lowesifazane owalala nenyoka eyesabekayo
40:34
Просмотров 47 тыс.
Ayanda Msweli Foundation | Akwaziwa Mbantshi Kujiya
42:24
IZINKABI VS POLICE OFFICERS
44:42
Просмотров 433 тыс.
SESIFILE ZIPOKI ZISHAYA NGISHOAMAKHOLWA UMA EZOTHANDAZA
54:21
Ayanda Msweli Foundation | Ingulube Idla Abantwana Bayo
49:52