Тёмный

Babu Dokotela Tv | Dr Kehlelezi Ungubani 

Babu DokotelaTV
Подписаться 61 тыс.
Просмотров 88 тыс.
50% 1

Опубликовано:

 

27 окт 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 135   
@thukumthakathimanzini4371
@thukumthakathimanzini4371 2 года назад
Dr Khehlelezi akusho yena kusho impilo yakhe.Ngaqala ngaye ukubona inyanga ene Rolls-Royce. Angikholwa ukuthi ikhona inyanga elingana naye ngeminyaka kodwa ephethe lezizinto aziphethe.Angkaze ngiyibone inja ikhonkotha umuntu ozilalele kodwa osuke ehamba ziyamkhonkotha.Ngimthanda futhi ngoba akahambe ebiza amaclient akhe ezidlangalaleni ngisho sebemphushela khona akakwenzi.Respect and salute to Dr Khehlelezi.
@ndumisodumisane1983
@ndumisodumisane1983 2 года назад
true 🤞
@babakamgoqozi6369
@babakamgoqozi6369 2 года назад
Lemali akayikhipha emanzini uthini ngayo?
@thukumthakathimanzini4371
@thukumthakathimanzini4371 2 года назад
@@babakamgoqozi6369 ukhona yini omuntu owafayo ngokuthi kuphume imali emanzini? Ukhona owathi kwakuyimali yakhe?
@babakamgoqozi6369
@babakamgoqozi6369 2 года назад
@@thukumthakathimanzini4371 wathi imali yabadala edlala ngabantu...but keh sizothula ngoba phela isivalo into ekhona
@sthembisojili1364
@sthembisojili1364 2 года назад
Ngyawthand umbuzo wakho baba ngemal yasemanzin. Abantu bayiziwula bakhohliseka kalula yaz
@nkolisogongwana3420
@nkolisogongwana3420 9 месяцев назад
❤❤ngyabonga mkhulu ngokuth uyamvuma uKhehlelez njengenye yezinyanga🕯️🙏🙏🌄uyiqhawe baba nawe
@thembalam453
@thembalam453 2 года назад
Babu Dokotela masibonge kakhulu nokuthi abantu bayakuthanda ukuthetha iziznto abangazaziyo Dr Khehlelezi unamandla and iinyanga endizihloniphayo nje kweli lethu izwe ziyi 4 ngu Bau Dokotela no Dr Khehlelezi kanye no Dr Imboni Hoti abanye aba nje hayi andithethi ke ngalona okhuluma kakhulu
@oprahsalum8185
@oprahsalum8185 2 года назад
Siyabonga babu Dokotela, Jesus Christ loves you very much He died on the cross so that our sons are forgiven
@lifestylehunny
@lifestylehunny 2 года назад
I once went to khehlelezi first I didn't understand the ahlola ngakhona you have to go inside a small room before seeing him inside that small smokey room you have to say everything that is bothering you everything that brought you to him after you see him I was shocked he said everything that I mentioned inside that small room it was like they left a record in that room so that he uses the information oyikhulumayo lapho after you live your money in that small room filled with impepho I was very hurt I felt like I was robbed ngibhekile it's so said cause some people go out with their last cents seeking help then abantu badlale ngabo it's so sad
@kabelothulo2748
@kabelothulo2748 Год назад
🙈🙉🙊😂🤣😂🤣😂🤣😂🤣😂🤣😂🤣😂🤣🤣😂🤣😂🤣 tape recorder
@Lusandav
@Lusandav Год назад
Lentanga zinamanga period
@okaMbovu
@okaMbovu Год назад
We sisi nami ngabona lokho, ngagcina ngci ukukholelwa kulendoda. I am sure ikhona leyo video recording that's why he takes very looong before coming through ezonibona.
@celanimthethwa7743
@celanimthethwa7743 2 года назад
Good evening babu dokotela kanye ne thimba lakho masibonge baba wesizwe baba ojabulile ongaxolisi futhi ongazisoli siyathobeka 🙏🙏🙏
@kheswa19
@kheswa19 2 года назад
Hayi bo Dokotela, ingane iyakwazi ukushintshwa ubulili? Woooo sengyabona, ziqhamuka lapho ke izitabane.
@melosKW
@melosKW 2 года назад
Syabonga Babu Dokotela, baba wesizwe, baba ojabulile ngemfundiso yakho. Nangokusikhathalela njalo. Uke njalo Msholozi
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 Год назад
Eyi ngakuthanda baba ngamaqiniso especially ngesifo sokuwa nange point lobunuku kubantu besifazane.Braaaaavo.
@thobekadeogracia1145
@thobekadeogracia1145 2 года назад
Siyabonga ukuthi ukwazi ukukhuluma iqiniso ngomuny umuntu ungamfeli umona
@ndumisodumisane1983
@ndumisodumisane1983 2 года назад
siyabonga babu dokotela iqiniso lakho 🙏🙏🙏
@khokhovulamaskandi3949
@khokhovulamaskandi3949 Год назад
Wazi ngowakho uMfazi ukuthi uyadliwa Uma uyinyanga yangempela ngeke yenzeke yonke leyonto ngaphandle kwembumba zeyinyanga .
@mbongeninqayi2798
@mbongeninqayi2798 2 года назад
Uyeza King Bhaka uzoniveza obala ngalamanga enu
@malahlabmalahlab7782
@malahlabmalahlab7782 2 года назад
Uthelwe lowo watshotsha nezinto zadade bawo omdala
@normanmbili2751
@normanmbili2751 2 года назад
Thanks Babu Dokotela ngokusinika ulwazi ngo Doctor K
@sizwehendry3936
@sizwehendry3936 2 года назад
Umfana ufikile🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@siyat3316
@siyat3316 Год назад
Mhlume kantloyile uhlanganiswa noyibuthe for business umshubo Mkhulu
@TAYWRLDacoustic
@TAYWRLDacoustic Год назад
ama price ayaqaza kuthi umuntu orich kuphela olaphekayo laba ebanganawo uR10 000 hayi kubi🤧
@SaneleNdosi-vh7me
@SaneleNdosi-vh7me Год назад
Baba dokotela ngicela umuthi wokuyeka utshwala
@bonganiamogelang1805
@bonganiamogelang1805 2 года назад
#BABU_DOKOTELA #BABA_WESIZWE_OJABULILE #PROFESSIONAL_DOCTOR ALWAYS POWERFUL AND HONEST 🔥💪👏 Thanks BABU DOKOTELA FOR ALWAYS BEING HONEST AND STRAIGHT . UKHULUMA IQINISO MKHULU NGO DR KAY💪💪👏👏👏
@manelisjersiaaquarius2730
@manelisjersiaaquarius2730 2 года назад
Isifo sokuwa ongazalwanga naso kuthath'iskhathibesingakanani ukulapheka?
@bongiwegumede4311
@bongiwegumede4311 2 года назад
Mina angidingi confirmation ngo Dr Khehlelezi, my gudian angel told me, even in churches my angel always tells me and ngyayilalela, Dr Khehlelezi is legit he is gifted bangamphika basho konke okubi ngaye, but mina ngithi Long live Dr Khehlelezi ♥️🔥🔥
@siphelelekhanyile62
@siphelelekhanyile62 Год назад
Waze wayinkinga wema ka Esihle ngalo Khehlelezi wakho savelelwa aybo
@bongiwegumede4311
@bongiwegumede4311 Год назад
Angaz noma ukhuluma nam yin, and angidingi muntu to second me it's my opinion and my choice so wena sit back nje!!!!!
@mthobisiphungula4958
@mthobisiphungula4958 Год назад
Ukhonza kuliphi ubandla mfwethu?😊
@mandlandimande272
@mandlandimande272 2 года назад
Ay clearly labantu basiza izigwili kuphela thina nje esihluphekayo ay bayasixosha impela yooo luyabiza usizo lwenu ay o 15 blocks mama million weeee piii
@blessingmusanxumalo144
@blessingmusanxumalo144 2 года назад
Ngyabonga baba lona obuza imibuzo ave nginilandela
@mthobisiphungula4958
@mthobisiphungula4958 Год назад
Ave uyinkinga Babu , usuyile ku Mzo ,wayayini ku DR Mabalengwe,wena uthatha i side naku manje kuningi okuvelayo ngoMzo uthini manje??
@nandisazungu2149
@nandisazungu2149 2 года назад
Yini imfihlo dokotela kuza kanjani ukuthi imfihlo eyamanga. Udokotela uthi akakaze aqondane naye kodwa wadla naye I wors ebabayo
@kevinjay3833
@kevinjay3833 2 года назад
Dr khehlelezi mncane kodwa imisebenzi yakhe mikhulu wehlula amadoda madaaala afostayo
@mthokozisidlamini2095
@mthokozisidlamini2095 Год назад
Cha mhlonishwa ngiyayithanda indlela okhuluma ngayo ngezinyanga ( abelaphi bendabuko base South Africa ).
@mphumzigaba1888
@mphumzigaba1888 Год назад
siyabonga baba
@londikaMatshana7409
@londikaMatshana7409 Год назад
Ingenakuphi😂😅😅.....loBaba koda
@NjabuloCyril-jd7lw
@NjabuloCyril-jd7lw Год назад
Awu yes ndoda emhlophe nangu6 ngyaphakamisa
@mzwakhemsimango4459
@mzwakhemsimango4459 2 года назад
Asilwi nobunyanga buka Mzo thina Nxamalala sithi simushaye kanjani iscam enamakhehla futhi uKing Bhaka eseshilo ukuthi yimfe ephindiwe.
@lifediscoverworldwide4474
@lifediscoverworldwide4474 Год назад
Bab' Dokotela
@sellooh2029
@sellooh2029 2 года назад
Awuthi ngikfunde umqondo , isiph leswane esine mate eyodwa for life (wolves) baba wesizwe sengyabathwasisa
@sizweninkosi9502
@sizweninkosi9502 2 года назад
Angibingelele babu dokotela kuwe Kanye nethimba mkhulu muhle umsebenzi wakho ngiyabonga kakhulu mkhulu
@thabangmxosaCBJabulomkhumaCB
@thabangmxosaCBJabulomkhumaCB 5 месяцев назад
🙌
@ba-kasbongiseninombalizabayeki
@ba-kasbongiseninombalizabayeki 2 года назад
Dankoooooooh mkhulu ❤️❤️❤️❤️
@Andile-m9n
@Andile-m9n 3 месяца назад
❤❤❤
@vusumuziedlaminie4326
@vusumuziedlaminie4326 2 месяца назад
😂😂😂😂umnadi umfazi wenyanga😅😅😅😅❤❤
@misokwakheshangase9765
@misokwakheshangase9765 2 года назад
abantu bakwaZuma mabethi "listen carefull" qaphela
@uMsubathi
@uMsubathi 2 года назад
Uhlakaniphile lobaba 🙏🏼
@zeldacindi1554
@zeldacindi1554 2 года назад
Babu Dokotela baba wesizwe baba ojabulile ngyathobeka
@musawenkosinkosi7743
@musawenkosinkosi7743 2 года назад
Siyathobeka babu dokotela
@raphaelphiri4920
@raphaelphiri4920 2 года назад
Cha bab'dokotela unamanga amnandi lobaba
@sbonisomcunu9110
@sbonisomcunu9110 2 года назад
Angikaz hlale naye Koda bengihleli naye futh🤣🚮
@zamokuhlemncwabe2664
@zamokuhlemncwabe2664 2 года назад
🤣🤣🤣🤣 Kanti uyamazi noms akamazi? Yindida le 😅😅😅
@Nkosekhaya
@Nkosekhaya 2 года назад
Just imagine 1M bruh
@bongadludla1485
@bongadludla1485 2 года назад
Raphael phiri Ya indida abaze babendawonye kodwa bake badla inyama ebabayo bayoyesgodlweni
@sphumelelemlobothi9896
@sphumelelemlobothi9896 2 года назад
Siyakwazi ukuguqula ingane ibeyintombazan 🤣🤣🤣🤣🤣
@sonkhesiyaya4838
@sonkhesiyaya4838 2 года назад
Please update us on isithwalo sesikhwama which is done once.. that brings 200-250 million !
@ntuthukobuthelezi9639
@ntuthukobuthelezi9639 2 года назад
Ayikho into enjalo anivuke ei yaz nina
@nkanyisomrdata2155
@nkanyisomrdata2155 2 года назад
Amanga ke lawo sisi
@cvkmamba7449
@cvkmamba7449 2 года назад
Nizophela nina ngoba nidlala lezinyanga eziyigebengu
@kheswa19
@kheswa19 2 года назад
Kodwa wena nje mawucabanga ikhona into enjalo.
@twentyfifty2050
@twentyfifty2050 6 месяцев назад
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
@vee.n.7537
@vee.n.7537 2 года назад
Gulukudu ntambama nang'mina ngyabingelela babawethu neThimba lonke asilungise iSpelling mayikhule iBabu Dokotela Tv
@sgiyangengomayoutubechanne291
@sgiyangengomayoutubechanne291 2 года назад
Ncomanani Kodwa izwe liyayipopola manje ingozi since kufike uKing Bhaka la ku social media azovela amahlazo😂😂🤣🤣🤣🤣
@papas28mjoli
@papas28mjoli 2 года назад
Ubani lowo King Bhaka sekukhona umuntu okuthiwa using manje?
@mzwakhemsimango4459
@mzwakhemsimango4459 2 года назад
Ziyakhala 😂
@kevinjay3833
@kevinjay3833 2 года назад
Ubani ubhaka? Ukhuluma ngalona owayecula ithayi lemoto? Olirasta? Umphuphe wokugcina lowo umanzi emlomeni kanti akazi fokol
@mzwakhemsimango4459
@mzwakhemsimango4459 2 года назад
@@kevinjay3833 ncono yena ukhuluma kwenzeke wena uke wenzani savuka sezwa?
@kevinjay3833
@kevinjay3833 2 года назад
@@mzwakhemsimango4459 wena snayi angyona inyanga mina mhlampe ungdidanisa nalo masaka omkhulumelayo
@sisatshabalala1858
@sisatshabalala1858 2 года назад
Dr 3sec ulungise ukudla okumbandi futhi okubizayo uyeza ubaba udokotela
@sisatshabalala1858
@sisatshabalala1858 2 года назад
Good evening baba wesizwe
@sisatshabalala1858
@sisatshabalala1858 2 года назад
Hayi nomunga chama mina ngiryt
@andilefah1564
@andilefah1564 Год назад
Mina engkwaziyo ngaye kuyo qiniso kodwa akusho ukuthi ngihambe ngikhuluma amahlazo akhe
@potlakomosenene1496
@potlakomosenene1496 2 года назад
Good night Babu Dokotela
@eyeperryvisuals1746
@eyeperryvisuals1746 Год назад
Can Babu Dokotela deliver an ash holy across Harrismith
@SboneloMlaba
@SboneloMlaba 3 месяца назад
Akumanga
@mlumthoko8100
@mlumthoko8100 2 года назад
Nxamalala siyabonga kakhulu awukaze wasiphoxa siyabonga
@sphejumbi116
@sphejumbi116 Год назад
Kodwa baba wami Ave ngikthanda😭😭😭🤣🤣🤣🙏🏾
@sudonym5356
@sudonym5356 2 года назад
Ungakhomba noma yiliphi vele iselwa uthi nalu ke lolwa 6M 🤣🤣
@nolizwimasengwa6485
@nolizwimasengwa6485 Год назад
Ai kusho ukuty Lana kusizwa abanemali not abahluphekile ngoba ungawthathaphi u R500 wokhlola uphinde ufunwe u 30 000 woksizwa
@rogerioreinaldonhatsave2134
🙏
@awethujali4317
@awethujali4317 2 года назад
Mali enizibizayo msdoda shukuthi abangenamali ngeke baphile😳
@Lusandav
@Lusandav Год назад
Bakhwi business lenyanga
@siyat3316
@siyat3316 Год назад
Mhlume kantloyile uyinkinga Mkhulu awuthwala ngemoto ye diesel
@vuyondlovu9000
@vuyondlovu9000 2 года назад
Sbonge babudokotela
@sannamasemula6710
@sannamasemula6710 2 года назад
Baba wesizwe baba ojabulile baba othobekile baba okhuluma into njengobs injalo ngiyanibingelela wena nethimba lakho
@twentyfifty2050
@twentyfifty2050 6 месяцев назад
Mfana ufikile😂😂😂😂
@xolanindlovu4584
@xolanindlovu4584 2 года назад
Siyabonga baba wessizwe
@mzwandilenyanda2162
@mzwandilenyanda2162 Год назад
Khula nomsebenzi wakho mkhulu owawzela emhlabeni
@sifisosodumo3464
@sifisosodumo3464 Год назад
R10 000 iGobandlovu 😅😅😅 Uqinisile ngemvubu kepha cha ai okwembulu nenhlwathi ngiyanqaba 😅😅
@sphejumbi116
@sphejumbi116 Год назад
Mfana ufikile😭😭🤣🤣
@vincentndovela3990
@vincentndovela3990 2 года назад
Ukugoqile nawe Babu dokotela uqale wakunika inyama nje bewngeke umphikise uyiscam kakhulu u khehlelezi wangincamisa Seth ulanda imali emanzin nawe ngath uyi scam baba angisakthembi Kant bengikthemba sewpromotha amaqola
@musabuthelezi6528
@musabuthelezi6528 2 года назад
Siyabingelela Babu Dokotela.
@sphejumbi116
@sphejumbi116 Год назад
Awusali Musa kwamaComments😂
@jamessiya3247
@jamessiya3247 2 года назад
l🤣🤣🤣🤣🤣 VELE O JAMES bayinkinga
@Nkosekhaya
@Nkosekhaya 2 года назад
1M khohlwa🤣🤣 even benginayo lomali angeke
@AnickyThuli
@AnickyThuli 12 дней назад
500+500 =1million😅😅
@mthokozisidlamini2095
@mthokozisidlamini2095 Год назад
Kumina kungipha isithombe sokuba uphuma ekhaya eliqeqeshekile nelifundisekile
@williamtshabalala9302
@williamtshabalala9302 Год назад
Kathi vele ubuyakuphi yena khehlelezi loyo
@thulanmsibi1847
@thulanmsibi1847 Год назад
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂ayi yah marn izinsuku zokugcina
@tkztk5273
@tkztk5273 2 года назад
Akakusabi awukho ku level yakhe
@bonganengubane9120
@bonganengubane9120 Месяц назад
Okokuqaql uthi awukaze wabonana naye kodwa ujike uthi wahlala naye wadla i worse....... yey ave anamanga lobaba osile.
@zetrustbabatheloh2795
@zetrustbabatheloh2795 6 месяцев назад
R10 000 ukuthi indoda ihlale😂😂😂😂
@lulamamhlongo5247
@lulamamhlongo5247 2 года назад
indaba yoksika iKHEKHE....😂🤣😅🤣😂uvele uquliswe icala
@sicelochris845
@sicelochris845 2 года назад
YHO DOKOTELA UNENTLIZIYO ENTLE UYABAPHAKAMISA ABANYE ABANTU
@prettyngcobo8359
@prettyngcobo8359 2 года назад
cha lena eyokugeza isemetheni kulezinsuku lol!!! GUYS ASIGEZE BO LOL
@sellooh2029
@sellooh2029 2 года назад
Sicela umbizele la khehla lomlungu
@nkululekomnotho3695
@nkululekomnotho3695 2 года назад
Yaz umuntu ongayiboni inganekwane ulahlwe yidlozi
@GcinohCele
@GcinohCele 2 года назад
🤣🤣🤣🤣🤣🤣 Intombi elala ingagezile
@sibongilemadela472
@sibongilemadela472 2 года назад
🤣🤣🤣🤣
@ziyandamaphini4722
@ziyandamaphini4722 2 года назад
Bengigezile ngo 12🤣🤣🤣.....
@ThandiZondi-jl3iq
@ThandiZondi-jl3iq Год назад
kodwa u10000 wemuntu utholakala
@mthokozisidlamini2095
@mthokozisidlamini2095 Год назад
Ukhule njalo usivule amehlo nalapho esisasilela khona
@thabogcaki9516
@thabogcaki9516 2 года назад
Kodwa imali esemfuleni si scam yona
@lulamamhlongo5247
@lulamamhlongo5247 2 года назад
escathulweni😂🤣😅🤣
@LubabaloMatshaya
@LubabaloMatshaya 4 месяца назад
Uyaxoka lo msunu
@nricohmusic
@nricohmusic 2 месяца назад
😂😂😂😂
@zanelekhumalo7037
@zanelekhumalo7037 Год назад
Yaz Nina abanye benu bacabanga kancane impilo le I 1Million akusiyo imali ehlala forever....ngabe nabathola o Road accident fund ayipheli phela nemali yabo ....so I don't understand why nithi asikho isigubhu sa 1M 😅but ke ngeke nize ni understand vele cos umkhulu usebenza ngo business man .....they know ukuthi khona I MILLION, BILLION AND TRILLION.....
@bongiwegumede4311
@bongiwegumede4311 2 года назад
😂😂😂😂😂Naphela bobaba, bazoyguqula ingane yenye indoda ifane nawe 😂😂😂😂
@sphejumbi116
@sphejumbi116 Год назад
😭😭😭😭😭😭🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@mthokozisimtshali5396
@mthokozisimtshali5396 Год назад
Lol 🤣 eu
@mthokozisidlamini2095
@mthokozisidlamini2095 Год назад
Ukhule njalo usivule amehlo nalapho esisasilela khona
@giftrasenyalo8576
@giftrasenyalo8576 Год назад
😂😂😂😂😂
Далее
Babu Dokorela Tv Show  Rat and Snake !
28:42
Просмотров 24 тыс.
Babu Dokotela Tv  |  PYTHON
25:38
Просмотров 49 тыс.
ДУБАЙСКАЯ ШОКОЛАДКА 🍫
00:55
Просмотров 2,5 млн
Babu Dokotela Tv     |    Secret of WEALTH
21:09
Просмотров 45 тыс.
Babu Dokotela Tv  |  Uyafeba lomfazi
40:39
Просмотров 42 тыс.
Babu Dokotela Tv Show    | Thabo Bester
27:45
Просмотров 58 тыс.
Babu Dokotela Tv  |  Be a MILLIONAIRE
25:50
Просмотров 36 тыс.
Babu Dokotela Tv Show  |    Demand Favour From GOD
27:45
Просмотров 24 тыс.
Babu Dokotela Tv   |  Phalaza UTSHWALA
34:42
Просмотров 31 тыс.
ДУБАЙСКАЯ ШОКОЛАДКА 🍫
00:55
Просмотров 2,5 млн