Тёмный
No video :(

Bekushubile uNgizwe Bemguqisa NGO R5000 Emdlalweni Wendishi Emcimbini Ka Sphesihle Zulu 

S.K Media Production
Подписаться 96 тыс.
Просмотров 22 тыс.
50% 1

Опубликовано:

 

22 авг 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 39   
@busisiwentuli8730
@busisiwentuli8730 Год назад
Ubekade eyaphi kwindishi enganamali Lona ngoba phela kwindishi kusebenza imali🤣🤣🤣😂ngabe uguqile wayeka ukushinga okungathi shuuu laphana
@zandilefakazi3309
@zandilefakazi3309 Год назад
Siyabhuyabhu ngizwe
@busisiwentuli8730
@busisiwentuli8730 Год назад
@@zandilefakazi3309 hhay Lona uyazihlaza nje ehamba ezenza islima ebe emdala mxm
@zandilefakazi3309
@zandilefakazi3309 Год назад
@@busisiwentuli8730 ngabe zithini ngane zakhe yaphoxa lobaba ft
@khethazulu1905
@khethazulu1905 Год назад
Siyabonga uhambe kahle umcimbi kacc mazulu
@zondigagashe5268
@zondigagashe5268 Год назад
AYIYINHLE LENTO EYENZIWA YILEZINSIZWA UKUTHI UNGIZWE AKASEBENZI AKUSHO UKUTHI KUFANELE BADLALE NGAYE ! AMAZULU AKITHI NGOBULIMA KUSASA UMA SEBESHONILE BAFUNA YENA UNGIZWE EZOBAMELA LA! UKUBA UMC !
@mziwoxolomqulo
@mziwoxolomqulo Год назад
Kubi m takwethu bayawumosha umculo uyazi kuyo yonke lento nabalandeli bayayilandela sophetha sibulalana noko maqhawe akhuthi khanisebenzisane ezimpi zange silindele ukb zingade zande kanganga emculweni
@fakazilemncwango4847
@fakazilemncwango4847 Год назад
@zondi gagashe uma kunendishi kudlalwa imali njengoba benza awuyi nhlobo uma wazi ukuthi amandla okudlala awunawo ,ungizwe ukwazi kahle lokho
@lindokuhlengubane5119
@lindokuhlengubane5119 Год назад
@@fakazilemncwango4847 bamba ithambo nkabi ngazi kanjalo nam en lento iwumdlalo manje bantu bayithatha personal
@fakazilemncwango4847
@fakazilemncwango4847 Год назад
@@lindokuhlengubane5119 ngiyabonga futhi umculo awungeni ndawo lapha umdlalo omdala wendishi
@bawelilengubane6863
@bawelilengubane6863 Год назад
Ayi #amazulu akithi na esenemali ayathanda ukubukisa ngomubye umyntu ma esasokole okwesikhashana
@mthokozisisakhile5563
@mthokozisisakhile5563 Год назад
Akaguqe phela uma engenamali ehloniphe umthetho
@nthusenghoffman6067
@nthusenghoffman6067 Год назад
🤣🤣 khiphi mali ngizwe nomu guqe ai ukhuluma too much nawe uyo zbukanisa nga bantu sekthwa khetha 2 options,guqa or mali 🤣🤣
@bonokwakhemajola8338
@bonokwakhemajola8338 Год назад
AmaZulu akithi abukisa ngabanye Uma esengcono nokubutha abafazi
@fakazilemncwango4847
@fakazilemncwango4847 Год назад
Akuyi ngobuzulu laoha kudlalwa indishi qha
@khumalo851
@khumalo851 Год назад
Lagoloza iChunu besathi baphakama ngalo lathi cha najwalela benincenga
@msizimbali5679
@msizimbali5679 Год назад
Thina esazi usizi kubane kube buhlungu masibona omunye ebukisa ngomunye
@fakazilemncwango4847
@fakazilemncwango4847 Год назад
Ubeyaphi indishi idlalwa kanje
@msizimbali5679
@msizimbali5679 Год назад
@@fakazilemncwango4847 singayihambi keh imicimbi ngoba singenamali. Ai bakithi Imani impakamo
@fakazilemncwango4847
@fakazilemncwango4847 Год назад
@@msizimbali5679 kungcono kanjalo sikhethe uhlobo lomcimbi esizowuhamba ngoba alukho oluzoshintsha ngenxa yesimo sami kuqhubeka konke ngokobunjalo bomcimbi bomcimbi.Mina angilubeki endishini ngoba amandla ami awafinyeleli khona
@henielngwane9004
@henielngwane9004 Год назад
Ey'ave inesidina indoda ebilile njengaleli Chunu muntu ohlezi efuna ukubukwa nesicefe uzokona mcimbi wabantu nje
@khethabantu228
@khethabantu228 Год назад
Bafwethu mnandi lomdlalo wamazulu
@thuthukakhubisa5038
@thuthukakhubisa5038 Год назад
Hayi ukumguqisa kukuziveza nje ,akekho ongazi ukuthi akasebenzi .and baningi abantu ebebengenayo imali akungabukiswa ngaye bakwethu amukho ongamazi ukuthi unkantane oluthanda imicimbi nezindwendwe
@mbhekisenizwane4810
@mbhekisenizwane4810 Год назад
Nimhlanganyelelan pho
@mziwoxolomqulo
@mziwoxolomqulo Год назад
Ingathi aniyazi imicimbi efanele ukuhlonitshwa abantu akufunekanga bafune ukuzijongisa babe bethetha kakhulu ngathi ngabafazi ndibulele amadoda ebdledlala nge Mali hayi ngemilo
@ndaboh74biyela45
@ndaboh74biyela45 Год назад
Gunqa bo
@thabaninyawo9467
@thabaninyawo9467 Год назад
Aw engani kwathiwa uSphesihle isitabane nje usenesoka njalo
@lungisaningobese8927
@lungisaningobese8927 Год назад
Ungabi personal wethu mawazi izinsizwa ngeke uphatheke kabi
@bongumusamanganga743
@bongumusamanganga743 Год назад
Cha baganga ngeChunu
@ndaboh74biyela45
@ndaboh74biyela45 Год назад
Hlonipha umshawod Cingwan Gunqa😂😂
@philanimhlekwa7566
@philanimhlekwa7566 Год назад
Nimkhipha kanjani umuntu onabalandeli abangaka
@fakazilemncwango4847
@fakazilemncwango4847 Год назад
Baphi bayazijabulela nje akaphumeeee
@cyrilnzimande2078
@cyrilnzimande2078 Год назад
Bayabheda laba
@makhosimchunu5718
@makhosimchunu5718 Год назад
Kodwa kudlalelwan ngeChunu lakithi bakithi
@melusinojiyeza8753
@melusinojiyeza8753 Год назад
Inkunzi iChunu koda🤣🤣🤣🤣
@jazzmanjockies8042
@jazzmanjockies8042 Год назад
Phuma ngizwe awunamali unguphululu ukhothaphansi
@syabongansele9245
@syabongansele9245 Год назад
awusbonisa eyakhi ibalance
@fakazilemncwango4847
@fakazilemncwango4847 Год назад
Futhi lomdlalo usho njalo phuma ama ungakwazi ukuphendu ngemali naye ungizwe uyakwazi lokho wenza lokhu ayikho
Далее
🔴 NTV LIVE | August 2024
Просмотров 2,6 тыс.
Main News  || 23/08/2024
Просмотров 134
SA politics: what a week
13:40
Просмотров 615
K Wabantu
2:17
Просмотров 646