Тёмный

Dlubheke noSgwebo bathi iGcokama Elisha alisiye uMculi. 

Gezani Media Productions
Подписаться 64 тыс.
Просмотров 74 тыс.
50% 1

Facebook: Gezani Media Productions
Instagram: Gezani Dludla
Twitter: GezaniDludla
WhatsApp: 0740600862

Опубликовано:

 

15 мар 2022

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 129   
@khulekanimlungisi3652
@khulekanimlungisi3652 2 года назад
Uyakhumbula uyaziliswa umfana waseMdletsheni waze wasemema kuqukakwedini wakho, amazwi kaDlubheke lawo , uMthandeni insizwaleya waze wacula naye nje kanti wawucula Nani Dluh
@khayamdakane5717
@khayamdakane5717 2 года назад
Uyazi ngyazibuza kodwa ayiyitholi impendulo uMthandeni wenzeni kubani kodwa ukuthi angazondwa kangaka madoda cha ngempela kukhona into ayiphathiswe uNkulunkulu coz uhlezi ezihlekela nje lomjitha kodwa yona ingoma uyayidabula angikhathali abantu bangathini futhi yona le album entsha mina nje ngiwumfana wasemnambithi ingoma sikhulengayo from escourt kuya ebergville mnambithi danawosi Newcastle uyofika komquthu vryheid yingoma kuphela
@zwakushiwoabsolom8179
@zwakushiwoabsolom8179 2 года назад
Cha bafana bakithi uMthandeni niyamthanda uniphethe ngenkani nihlulwa ukukhuluma ngomculo wenu,nidikadika ekaMaShandu insizwa kumaINTERVIEWS enu.Ishoni kanye nami nithi #KING DUYAZA#SK#WAPHAFA GOGO.
@thuthukatw_mazibuko1614
@thuthukatw_mazibuko1614 2 года назад
Uqinisile mft bayamthanda
@sanelemsanele6207
@sanelemsanele6207 2 года назад
Bahlulwa kucula bengabaculi bonabazohefuza iyndaba ngomntu ozculelayo ngendlela yakhe . uSgwebo mayethi ngeke kuyiwe phesheya kusaculwa o waphafa gogo akacule phela yena ngoba uwumculi ...
@sakhilemkhize9654
@sakhilemkhize9654 2 года назад
Khona abantu abangayi understand ingoma kamthandeni ethi waphafa gogo,umthandeni ukhuluma ngomuntu wesifazane uthi noma engaphafa abemuhle bayehla obhuti basegoli bayemakhaya uzosala wedwa soyodl mapetshisi Emakhaya ngoba umfice egoli akazumvimba kuthi eyobabona emakhaya.🤞
@khethilebhityashe4859
@khethilebhityashe4859 2 года назад
Yiiiini le eseGcokameni kanti yiiiin le eseGcokameni😂😂
@abxgalela5275
@abxgalela5275 2 года назад
Ay Nami ngyazbuza impela🤣
@bandilezuma449
@bandilezuma449 2 года назад
uSgwebo akakwazi ukutshela umuntu ukuthi kumele acule ngani, uma uwumculi ucula ngayinoma ingani. le argument yakhe i irrelevant akathole enye indlela angagxeka ngayo enesisoka ay lobubhimbi.
@scelobuthelezi914
@scelobuthelezi914 2 года назад
Up Dlubheke✊
@getmotivatedandreachyourde1482
Up lapho ingun elihle
@abxgalela5275
@abxgalela5275 2 года назад
Ukuzwe makthiwa inkunzi emidwayidwa kusuke kushiwo umfoka Manqele uynkunzi Duyaza, konker kufuna ukduma ngawe njer🙌🙌🙌
@nkanyisontuthuko4521
@nkanyisontuthuko4521 2 года назад
😂😂😂 Umuntu ongasuye umculi unabalandeli abaningi kunani 😂😂. Kuyinyama kodwa lokhu komfana.
@mzwakhemsimango4459
@mzwakhemsimango4459 2 года назад
Awu bizo wami awumbiwa ndawonye kanti uyakhohlwani 😂😂😂
@sibusisoncube5742
@sibusisoncube5742 2 года назад
Izinja aziyikhonkothi imoto Emile,uzibuye "Yini lena ese Gcokameni"
@bongsmkz7473
@bongsmkz7473 2 года назад
Udlubheke ushiywe iskhath benaye losgwebo. Noma bengathin bathin ngegcokama kodwa lingenhla ngengoma nangabalandeli abaningi
@mafuzehpholoba8548
@mafuzehpholoba8548 2 года назад
Hau niyokhuluma nize nikhathele ngo Mthandeni ngoba Nino Mona thina siyamthanda okubuhlungu kakhulu uMthandeni uyanehlula ngemali nina aninatwa imlomo nje kuphela
@siyabongamkhize2788
@siyabongamkhize2788 2 года назад
Cha abanawo umona baqinisile. uMthandeni akakwazi ukucula
@khayamdakane5717
@khayamdakane5717 2 года назад
@@siyabongamkhize2788 wena uyakwazi yini ukucula wakithi?
@zenzelebuthelezi8989
@zenzelebuthelezi8989 2 года назад
Bafana indaba kamthanden iyaninyisa
@manqobadlamini5397
@manqobadlamini5397 2 года назад
umthandeni uphumelele noma bengathini ngeke kushintshe loko futhi uyabedlula
@kevinjay3833
@kevinjay3833 2 года назад
Wena uphumelela nini??
@manqobadlamini5397
@manqobadlamini5397 2 года назад
ngiphumelele kakhulu bhuti ingakho ngikwazi ukubona umuntu ophumelele ngoba ngyayazi impumelelo
@kevinjay3833
@kevinjay3833 2 года назад
Ngokshutha nje umbhede sewphumelele njalo?
@manqobadlamini5397
@manqobadlamini5397 2 года назад
asazani sinawe musa ukukhuluma ngathi uyangazi we nkunzi nenza yona lento yikuthi niloku nikhuluma ngabantu ngathi nazi yinke into ngabo
@kevinjay3833
@kevinjay3833 2 года назад
Yabona labo okhuluma ngabo ngibazi kahle njengoba ngizazi
@UmlaziHDRadio
@UmlaziHDRadio 2 года назад
Ey amathanga alentokazi😍😋
@phathizwentuli8147
@phathizwentuli8147 2 года назад
🤣hau
@rsapolitics8378
@rsapolitics8378 2 года назад
Ikhindile nje, awamahle
@siyabongacebekhulu3649
@siyabongacebekhulu3649 2 года назад
Ubani igama lalentokazi ezinkundleni
@thembazwane1129
@thembazwane1129 2 года назад
Abushelelezi zi
@noxiek
@noxiek 2 года назад
Le show iyadins ,inkundla yokudelelana nokuqhatha abaculi bamaskandi.
@masthuli2565
@masthuli2565 2 года назад
Kanti yin le esegcokameni 🤔🤔🤔🤔nkosyam uDlubheke angsaphat lelikhehla eluwusgwebo😆😆😆😆😆😆😆😆😆oksalayo UYANIHLULA UMTHANDENI MADLEBENU😂😂😂😂😂
@bongmusabongz9502
@bongmusabongz9502 2 года назад
Kube akuyena mculi ngb abamnaki kanje libathwesa ubunzima igcokama into engthanda kumthandeni uktalabha kanye usale ukantaza wedwa
@khayelihlezulu4267
@khayelihlezulu4267 2 года назад
Abanye abantu benganisola nje kodwa mina anginisoli ngoba nani nifuna udumo njengoba nigadla kweyaseMdletsheni nayeke usezoninakake nidume ukube nguMthandeni bengingeke ngithi vu ngoba yonke lento izitha zakhe ziyayisebenzisa zithi uxabana nabo bonke abantu
@thabanggoodman6278
@thabanggoodman6278 2 года назад
Aaaayyyy Minister no Sgweboooo😂😂😂😂😂nina ukudelela nazalwa nako😂😂😂
@mzwakhemsimango4459
@mzwakhemsimango4459 2 года назад
Kade ngambona kodwa nami 😂😂😂
@mongamelidladla3599
@mongamelidladla3599 2 года назад
Inyama nje ngathi ugejwe imamba🤞🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@zamokuhlezamokuhle1521
@zamokuhlezamokuhle1521 2 года назад
Badakwa Abantu bebadala and ngeke nisaMthola uMthandeni coz unabalandeli abaningi kunani bompatha ndini, Kazi Lo Sgwebo ndini ongakwazi kubhala obhimbayo uyoya yini pheshela yena esathi lelizwe albuyele kuZuma ongoba ubhala ingoma eyakhayo, yobuNtsizwa, eyakhayo or ebuyisa ithemba kubantu...
@thobanizondi1838
@thobanizondi1838 2 года назад
Cha wena Nsumpa ayikho nje indaba yakho ukhuluma kakhulun umfazi nje wena ngifuna ukwaziwa nje ngamangama abantu
@lindelani7807
@lindelani7807 2 года назад
Umculi noSgwebo 🤷🏽‍♂️🤷🏽‍♂️🤷🏽‍♂️
@unexfilmskamashonisa6246
@unexfilmskamashonisa6246 2 года назад
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂 Waphafa gogo
@inkunziisematholeni6658
@inkunziisematholeni6658 2 года назад
Umculo ibusiness ukuth ucule wath waphafa gogo kwadliwa namampentshisi akuth shuu kuleskhath samanje kuphilwa ngetrend uma usaculela ukucupha isisoka ke sgwebo siyakubongela hlampe nabahleli bemcimbi bokuqasha ngoba umculo awsathengwa njengakuqali
@BrianSello-do8hq
@BrianSello-do8hq 5 месяцев назад
Welele
@zazilukaskhuzwayo7127
@zazilukaskhuzwayo7127 2 года назад
Khuphuka minister
@sthembisomkhize1734
@sthembisomkhize1734 2 года назад
Kanti yini ukuba iciko ukuqhamuka nento ongejwayelekile which is what uManqele did umona phansi babhemu zamani nani ukuba nogazi nimhlule uMthandeni 😂😂😂😂😂
@sphamandlanxele8771
@sphamandlanxele8771 2 года назад
Udlubheke noSgwebo ngamahlathi lawo uma ubaqhathanisa neGcokama
@user-zb2oz4pk1d
@user-zb2oz4pk1d 6 месяцев назад
yekani umona qha ilokhu enginganitshela khona, IGCOKAMA ELISHA inkunzi nithanda ningathandi futhi uyanihlula ngokucula. ngiyema lapho
@buthelezidumisani7469
@buthelezidumisani7469 2 года назад
Uyabheda wena Sgwebo umuntu wenza ingoma nanoma yini nidlala umona I hope your uyaninyisa umfana waseMdletsheni ngisho nangengezo aniboni neks phansi ngomona
@lunganisox4706
@lunganisox4706 2 года назад
isikhathi esiningi manenza lezinto kumele niyeke ukukhuluma ngabantu abasuke bengekho lapho kanti lento isungulelwe ukuwisa IGCOKAMA ELISHA yini ngoba thina simuthanda ecula wona loyo waphafa gogo.okunye manizozama ukudicilela igama lomunye umculi phansi ngeke channel yenu iyendawo.
@nonduduzodzanibe6086
@nonduduzodzanibe6086 2 года назад
Limnandi itiye nge-Gcokama
@sisandandlangisa8012
@sisandandlangisa8012 2 года назад
Mara uphimelele kunawe
@anelemkwanazi741
@anelemkwanazi741 2 года назад
Manje nizama uludumisa leli hlathi lohlelo lwenu oluphethwe ama amisha... Susa leyo nsumpa wena skhwama
@bongumusamanganga743
@bongumusamanganga743 2 года назад
Badakiwe nje laba...bahlulwa umona..
@Aviator12
@Aviator12 2 года назад
Kunjalo ngizwana nensizwa enjenake mina akuqonde
@phaphamanjenje7422
@phaphamanjenje7422 2 года назад
Kanti loluhlelo kukhulunywa ngani kahle kahle ngama Gama abantu
@sthembisolanga1037
@sthembisolanga1037 2 года назад
Nihlangene ngomfana omncane la Nina
@mvuseleloshange3674
@mvuseleloshange3674 2 года назад
kuya hileka ngath kuhleli endlin ebaswe amalongo 😂😂😂
@mvuyimpithi8648
@mvuyimpithi8648 2 года назад
😂😂😂😂😂😂yoooh
@siphosethumyeza8167
@siphosethumyeza8167 2 года назад
Inkinga abaculi bebodwa banomona
@mvelibam1355
@mvelibam1355 2 года назад
Ukukhuluma kabi ngomunye umuntu akwenzi ukuthi ubukeke kahle ,nolosisi uchazwa ukuthi nithuka igcokama ukuphi umyalezo lapho
@mzuvukilemgaga4166
@mzuvukilemgaga4166 2 года назад
Aikhona lo presenter walana uyihlathi hlaaaa ubuzy uyasineka nj..abanye abaculi uma sebenqaba ukuza kule show yakhe kuzobuye kthiwe baphakeme..awukhulumi ngomnye umntu kabi wrc uma usebenza ngalowomkhakha akuwo
@siyabongamabuza2157
@siyabongamabuza2157 2 года назад
Bonke abaculi bamaskand bahlangene ngeGcokama, noma ubani uyazenzela nje okushukuthi uMthandeni uyabehlula manje bazama ukumudicilela phansi
@mlondyngoyi2170
@mlondyngoyi2170 2 года назад
Kanto benizosiwa uManqele phesheya kanti kahleni bafana nibhema ihunga nah
@user-hf8hv7kx8g
@user-hf8hv7kx8g День назад
Usigwebo ucula umsangano ayikho ngempel indaba yakhe
@kevinjay3833
@kevinjay3833 2 года назад
Waphafa gogo nama mpentshisi😂😂😂😂😂
@user-sq4me5vc1q
@user-sq4me5vc1q 20 дней назад
Dlubheke ngajabula ukukbona kdala ngibuza ukuthi sikbona nini inkilaytheka kwamaphumulo
@snyuswa7104
@snyuswa7104 2 года назад
NOMA LINGASYIYA KODWA NGEKE NGILALELE IZINGOMA ZIKA INSPECTER
@nosiphonombulelo8794
@nosiphonombulelo8794 2 года назад
Umona Ifa lezinja niyizinto nj ezingenalutho angazi nikhulumani
@phephisaniskhosana856
@phephisaniskhosana856 2 года назад
Abasheli ngani lezishimane
@phumlanindlovu5723
@phumlanindlovu5723 2 года назад
Wena sisi oqhuba uhlelo yiba neutral njenge presenter ungazifaki ezindabeni zabaculi uhleke ugegetheke makukhulunywa kabi ngabanye abantu obonisa ukuthi uyihlathi futhi u unprofessional otherwise ngeke ukhule
@lunganimyeni7856
@lunganimyeni7856 2 года назад
Manje wena awumsheli ngani uma kuNtombo
@lungishinga2847
@lungishinga2847 Год назад
Wena Dlubheke udakiwe iphi eyakho ingoma njengoba ukhokhoba wena
@mduduzizondi3214
@mduduzizondi3214 Год назад
Dlubheke wena kade waqala awaziwa futhi ubheda ngampela zahlekwa abantu
@bonkhepatrick381
@bonkhepatrick381 2 года назад
Unemona Sgwebo
@thabaninyawo6137
@thabaninyawo6137 2 года назад
Lowo sgwebo kudala aqala ukusukela uMthandeni mncane kabi lowa mfana kusgwebo nasemcimbini kakhuzani eThekwini wameyisa nalena emcimbini kaMabalengwe. Yena ngokuncokoliswa nje nge Fortuner usebona kumele azisondeze kuye ngaleyo ndlela
@anelengcobo3930
@anelengcobo3930 2 года назад
🤣🤣🤣🤣🤣😃😃iCingwane
@sibusisomgidi9684
@sibusisomgidi9684 2 года назад
Uyalithetha isende uSgwebo👐
@ba-kasbongiseninombalizabayeki
@ba-kasbongiseninombalizabayeki 2 года назад
😀😀😀😀😀😀😀
@sbukofakathi8778
@sbukofakathi8778 2 года назад
Wena ntsumpa Kade waqala ukuthuka abantu bekuziba kuze kube mnje ugcine nini nje ukukhipha waphupha nomngani wanu wanijikela khuzani naphupha sandla sikakhuba siyathinta siyaphuphisa baphi nje ontsumpa
@sbukofakathi8778
@sbukofakathi8778 2 года назад
Nalo sgwebo ongakhuli yinto nje ecula ingoma ezingekho usizwa izigwili Lona Kade ekhala iminyaka efuna indondo baze bamzamela nkosiyam umthandeni uyanehlula yini lesegcokameni niyoze nivume kuth Yi nkosi yenu nonke
@bonokwakhemajola5144
@bonokwakhemajola5144 2 года назад
Cha niyamukhuphula uMthandeni uma engelutho nikhulumelani ngaye wonke ama interview akhona ayipheli lingangeni igama lomfana kamaShandu niyambeka ngenkani
@innocentiamathenjwa6341
@innocentiamathenjwa6341 2 года назад
I nsumpa dlubheke hamba uyoyisika kanye ne pipi elenga i Jwabu
@user-jk7wr2wb9i
@user-jk7wr2wb9i Месяц назад
Nami Kade ngasho 😂😂
@manziniwaterson6740
@manziniwaterson6740 2 года назад
Ikho ngihambela nomculo ka Dumakahle ucula into enomlayezo oqondile ..
@bongmusascelo4560
@bongmusascelo4560 2 года назад
Kdw njalo babusy bayamnaka bamnakelani makungeyena mculo sgwebo njnegb ephaphiswe yilo ngcokama
@njabulosbiya289
@njabulosbiya289 2 года назад
Nonke nikhuluma ngegcokama kanti
@mthobisimadondo6829
@mthobisimadondo6829 2 года назад
Mtsheleni maqhawe
@sihlesithole9254
@sihlesithole9254 2 года назад
Bafwethu inhle intoyenu kodwa quality yomsindo oseceleni uyaphazamisa sicela nilungise lapho nje kphela
@gezanimediaproductions5663
@gezanimediaproductions5663 2 года назад
Sesilungisile👏
@sihlesithole9254
@sihlesithole9254 2 года назад
Syabonga and I noticed Kule episode kaDumakahle no Ntencane syabonga kakhulu seslinde uNjoko no Mdumazi
@sibongiseniluca8257
@sibongiseniluca8257 Год назад
nina niphethwe umhobholo nje,yaz umona awphumelelisi,nina phawulani ngani uqobo hhay ngomuny umunt,yikho enihlula nje ngempilo wena Dlubheke uyosizwa yilo ifa ngoba vele ungu bhekifa lokhuke okungu bhululu wakho angikwaz kwethembeni bantu shembe isono,amahloni kimi 🤭
@weezyliltunich1031
@weezyliltunich1031 2 года назад
KHOHLWANI BAFANA UBHEDA KINI, INDABA NINOMONA INKOSI KAMASKANDI IGCOMAKA
@mavelabuthelezi5548
@mavelabuthelezi5548 2 года назад
Ayikho into engangingayikhuluma nalaba
@thembazwane1129
@thembazwane1129 2 года назад
Kanti umuntu uyangengoma yomunye phesheya?
@stephenxulu8747
@stephenxulu8747 2 года назад
Aw ngan abadumile labantu bangamahlathi
@sakhisenizuma3031
@sakhisenizuma3031 2 года назад
Lamathanga
@lindozayomhlongo6921
@lindozayomhlongo6921 2 года назад
Niyathengisa bafana
@ayandamahlangu631
@ayandamahlangu631 2 года назад
Weeeh ngaleso skhath igcokama laziwa nayizingane Ezincane, nina nizogcina ngokukhuluma
@bonginkosikhanyile8634
@bonginkosikhanyile8634 2 года назад
Uqinisile wena Untombo
@sibaphiwesibaphiwe5676
@sibaphiwesibaphiwe5676 2 года назад
😂😂😂Sgwebo
@siyabongathobani5985
@siyabongathobani5985 2 года назад
Nina nobabili anazi lutho nezingoma zenu asizazi
@mbuyisenisibiya1189
@mbuyisenisibiya1189 Год назад
Hhayi suka ingoma ayikho kini aninakwa nifuna ukunakwa
@carolelliot5109
@carolelliot5109 2 года назад
Your background sounds in this video is irritating please guys try to improve on that.
@nhlakahnzuza7026
@nhlakahnzuza7026 2 года назад
UMbuso wamaciko lo👉 ..mmmmh angisho lutho ngawo
@msizisakhile9230
@msizisakhile9230 2 года назад
Umona Nina madumbe bonsumpa
@sbusisotomose4393
@sbusisotomose4393 2 года назад
WeSgwebo ngyakuvuma mina winsizwa wena" ngyagcwala ngawe mfe2
@mvuyimpithi8648
@mvuyimpithi8648 2 года назад
😂😂😂😂😂😂ntomboooooh
@sibonelongobese8639
@sibonelongobese8639 2 года назад
Vele akasiye🤣...ukuthi ugqoka kahle nje kuphela...unophava ngokuba clean
@msizidutch3665
@msizidutch3665 2 года назад
Aukakaqedo isho phela nokuthi unemali eningi njengeqhawe lenu ukhuzani lona ocula kakhulu usho nokuthi uma ufuna udumo nemali nokuba mkhulu njengokhuzani delela igcokama 😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂 buka nje into esobala omega ayifuswanga mthandeni bakhona abayivusa kodwa inakwe ngoba isifakwa inkosi yomaskandi
@aneleduze9137
@aneleduze9137 2 года назад
Kodwa nawe mfoka khuzwayo wawujabulee udlala amageja ulele phansi nesisu eskhulu
@nkosingiphilenokuthula8363
@nkosingiphilenokuthula8363 2 года назад
Nina ninjn
@thamsanqabiyela5114
@thamsanqabiyela5114 2 года назад
Umbuso wamaciko udoti wento,lento yenu ijabulisa abanye abaculi ithunaze abanye fusegi indaba yaloluhlelo gede indaba nabahleli bayo
@ephraimgumede9980
@ephraimgumede9980 2 года назад
Awu wanezani umthandeni niyadina Nina ukulukulu wamupha naye niyabheda nina
@mphumzenimphumzeni6876
@mphumzenimphumzeni6876 2 года назад
Uqinisile udlubheke umthandeni ungenhle makuswekwa,hhayi emculweni akakwazi ukucula.
@a.mnqobigumede7182
@a.mnqobigumede7182 2 года назад
Kanti ukucula yini bakwethu???...nishelo ukuthi bonke abaculi benu bacula ngendlela efanayo
@sibongilemadela472
@sibongilemadela472 2 года назад
🙄😂😂😂😂
@menzinkomo4906
@menzinkomo4906 2 года назад
🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@sizwezenzele6557
@sizwezenzele6557 2 года назад
Kulento yenu nizokhuluma ngamagama abantu anizile ukuzokwakha🚮
@tzankomonde5083
@tzankomonde5083 2 года назад
Ngyabonga mina ayizwakali lento
@mafuzehpholoba8548
@mafuzehpholoba8548 2 года назад
😂😂😂😂Okunye namathambo espoki I wonder kunani y ungayi clinic 😂😂😂😂Wena Dlubheke awusekho ku music industry nase mahostel usangcwatshwa vele uthule nje ne nsupa
@zenandenama4428
@zenandenama4428 2 года назад
Nina ngababaculi yin anidumanga nodumo
@asandawotata5042
@asandawotata5042 2 года назад
Hayi uMthandeni uyabohlula bonke abaculi bakamaskhandi, ndizoyivula induku
@myaluzadagenuine
@myaluzadagenuine 2 года назад
Kuphi, ngani?
Далее
Monster shops mini mart 👻🛒 #shorts
00:49
Просмотров 9 млн
24 часа Я МИСТЕР БИСТ челлендж
1:12:42
Sgwebo sentambo egila ezibukwayo ngehora le Qhude
11:36
Kusuke Umsindo Kudliwa Ushuni Ka Luve Dubazane
5:43
Просмотров 4,8 тыс.
Abaculi bakaMaskandi bavakashele eMandaba
14:20
Просмотров 13 тыс.
uMGQUMENI NoMlando wakhe omncane kwezomculo
9:21
Просмотров 83 тыс.
SGWEBO SENTAMBO EQABULA UMFAZI WAKHE EMDLETSHENI
3:38
Monster shops mini mart 👻🛒 #shorts
00:49
Просмотров 9 млн