Тёмный

Dr 3 Seconds Ushiye angalazi kwabe ANC 

Malusi Tv
Подписаться 31 тыс.
Просмотров 17 тыс.
50% 1

#Bhincanation

Опубликовано:

 

25 апр 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 70   
@user-cu6iy5wt5i
@user-cu6iy5wt5i 3 месяца назад
💪🤞🏻👏🤝👊dr 3 second ukhulume kahle imfundo isidukisile ngoba silahle amasiko sabeka imfundo phambili ubuke wona amangisi asiphethe awanaye upresident anenkosi yiyo eshaya umthetho kwafika kithi kwathiwa asizwe ngo president futhi isizwe samazulu yiso abasifuna lapha ukusihlakaza musani ukuvuma sizwe sikamalandela ukuhlakazwa phakathi asilwele amakhosi ngoba imali yiyo emoshe konke nkunje njena nje yimali.
@thabanizulu8391
@thabanizulu8391 2 месяца назад
Eiy Baze basibhedela abantu bezepolitiki ababusayo... Yey isilo asivale ukungena kwabo esontweni ezithinta iNgonyama uZulu ezimele ... Bann Ramaphosa from KZN
@user-cv8hr4yq3x
@user-cv8hr4yq3x 3 месяца назад
Siyabonga mkhulu ukhulumile bese kubuhlungu impela
@ayandashadows7851
@ayandashadows7851 3 месяца назад
kmele agqilazeke lomfana wakwa Duma sekuyiso iskhathi
@sibusisobuthelezi8268
@sibusisobuthelezi8268 3 месяца назад
ANC must fall....Ramaphosa must be barred from entering kwaZulu natal
@UbukaOnline
@UbukaOnline 2 месяца назад
Lezilambi zaseNdlunkulu ezingothokozani zizomkhokhobisa.
@NokuthulaMkhize-vq9jm
@NokuthulaMkhize-vq9jm 2 месяца назад
Yebo angaphinde alubhade ngampela
@ndikumbulegadalala2384
@ndikumbulegadalala2384 2 месяца назад
You will never restrict President noma sewthanda
@NjinjiMagwaza-ku5hg
@NjinjiMagwaza-ku5hg 2 месяца назад
Hlangana ZULU Ayihlale ngankomo 🎉
@innocentndimande5165
@innocentndimande5165 3 месяца назад
Doctor 3sec ubanqumele ugwayikatiki abe ANC ukuthi kusasa beyocela ushwele enyosini 😂😂😂
@user-ce4dm8wy2u
@user-ce4dm8wy2u 2 месяца назад
Good😂
@bonginkosimazwixaba7140
@bonginkosimazwixaba7140 3 месяца назад
Iyeyisa kodwa i ANC ....ifuna ukuqeda ngomlando ka Zulu
@user-ru9jl3il2l
@user-ru9jl3il2l 2 месяца назад
IANC IQEDILE NGAMASIKO ABANTU BONKE BASE SOUTH AFRICA KUMAPROVINCE WONKE KAKHE KAHLE ULIBULELE LELIZWE
@user-qo4ml1gw8n
@user-qo4ml1gw8n 3 месяца назад
Siyabonga bhuti ukukhuza lento eyenziwa esizweni samazulu sihlakazwa yi Anc ka ramaphosa singena ngehlombe emakhosini akithi ngemali ukuze lelizwe lingabi namakhosi kade ngasho ukuthi qaphelani Zulu zingenile iznyoka endlunkulu zabafazi namadoda zifuna ukuhlakaza ubukhosi bakhona
@SbonisoZulu-hi6vc
@SbonisoZulu-hi6vc 2 месяца назад
Ay umkhulu ilokhu ethemeleza abantu bakwaZulu abangayibuyiseli iAnc emandleni
@jabulanicele3657
@jabulanicele3657 3 месяца назад
Mina ngicela ukubuza ukuthi useyasuka yini umuntu kwelinyeizwe afikeangene esizweni namakhosi kunye neSilo saso afike ajame nomkhonto aphake impi athi mayihlome.
@user-ru9jl3il2l
@user-ru9jl3il2l 2 месяца назад
Uzoyikhotha imbenge yomile uRamaphalaphala neqembu lakhe eParliament masekuphethe uMkhonto weSizwe
@PhumlaniNdlovu
@PhumlaniNdlovu 2 месяца назад
Uyinkunzi Dr3 seconds. Sicela next time ubabize ngamagama. Lo ANC uzitshela ukuthi is controlling the world.
@izikolomlandokazulu2879
@izikolomlandokazulu2879 2 месяца назад
Kodwa cha ngilikhonzile lelikhehla 🙏
@sihlesabelo2608
@sihlesabelo2608 2 месяца назад
Very true Ave isisihlukumezile I ANC
@justicendlovu4723
@justicendlovu4723 2 месяца назад
Ukhulumile Dokotela Siyabonga. Inyosi iphethe omkhulu umlando wethu,futhi sikhulile. Kufanele benze inqolobane bayibize ibhalele uZulu umlando. Lenhlangano vele ilwa nobukhosi bukazulu. Lamambuka athengiwe ayakhohlwa imali iyaphela. Kuningi esisafuna ukukuncela kwiNyosi. Yabona emahlathini kwaCeza ngabona lukhulu ifundisa inyosi makuzobekwa iSilo sikaZulu. Unothile uMsindazwe singakhohlisani. Labafana man mhlawumbe abanawo namaHawu,abazi ngisho noNdunankulu kaZulu. Inkinga zinsizwa zeNkosi esibhekene nayo. Akahlehle amanyandlini endlunkulu,azoqhatha uZulu.
@user-yt2nx1fw3u
@user-yt2nx1fw3u 2 месяца назад
Siybonga mkhulu mazulu anc iyisifuni
@theo777mthembu
@theo777mthembu 3 месяца назад
Hlangana Zulu zikhale ngoba isthunzi sika Zulu sehlile indlela yokuqondisa igwegwe and indlela amakhosi akudala anqoba nqayo izinto
@KevinSaucePhungula
@KevinSaucePhungula 2 месяца назад
Waze wayibeka kamnandi inkulumo yakho Mkhulu siyabonga lapho. Akungaliwa kodwa kulungiswe iphutha kuphinde kuhlonishwane ngokwamzinga. Inkosi iyahlonishwa!!!
@user-rv9nu2np8w
@user-rv9nu2np8w 2 месяца назад
Kumele abantu bakithi basukume balwe balwele okungekwabo ANC kumele ikhishwe emandleni uduma washo wathi uhulumeni mkhulu ukunengonyama bese kuyiso isikhathi sokuthi sibakhiphe labantu sebeyazenzela bakhohlwa ukuthi nabo bangabantu kungasa bephumile emandleni
@NjinjiMagwaza-ku5hg
@NjinjiMagwaza-ku5hg 3 месяца назад
Kunjalo Dr kuyiqinis'elingephikwe lelo Mdlokombane wasiwisa sqalekiso kodwa baholi kabanaka yikho kunje,Babuze wen'owakwa Gudluzungene Ngabe konke lokhu bakwenza ngoba bethi hulumeni namandla masekukhulume yena noma engasenzingakho secindezela?
@elvismpanza6613
@elvismpanza6613 2 месяца назад
Kunjalo Dr 3 Second siyabonga baba 🙏
@NokubongaXulu-qv9ts
@NokubongaXulu-qv9ts 3 месяца назад
Wayibeka induku ebandla mkhulu
@SinqobileDynamic
@SinqobileDynamic 3 месяца назад
Thokoza mkhulu iqiniso elimsulwa ngangikhona iNgonyama iqalekisa laba abalwa nobukhosi bethu kwa Zulu
@BonakeleSibusiso
@BonakeleSibusiso 2 месяца назад
Waze wathetha kahle Dr mabambuyisele Tata omdalakanje ohloniphayo
@nhlanhlagwamanda6273
@nhlanhlagwamanda6273 2 месяца назад
Imikhuba ye ANC iyalibulala izwe lethu nesintu sakithi.
@kamaveetv
@kamaveetv 3 месяца назад
Ababuye bezoxolisa Dr 3sec kungenjalo zizophinde zikhale😂😂
@SithabisoMnguni-zt1yz
@SithabisoMnguni-zt1yz 2 месяца назад
IANC vele ayiwafuni amakhosi ngoba iphethwe abelungu laba abangafuni nomhlaba oRamaposa makuthiwa akubulawe umuntu bakhipha ama million makumele kusizwe abantu ayiphumi imali
@thokozanilukhele3353
@thokozanilukhele3353 2 месяца назад
Asivotele i MK sibuyise isithunzi sethu Zulu.
@albanyjerry
@albanyjerry 2 месяца назад
I like to hear umunto omnyama not zulu,we black people need to be united to beat the WMC,remember they strategy is divide and rule.
@albanyjerry
@albanyjerry 2 месяца назад
I mean their strategy.
@user-nr1iq9jz3d
@user-nr1iq9jz3d 2 месяца назад
Sithule siyabuka😂, sihleke lokho siwomakhelwane😂
@user-yd9iy8vs6b
@user-yd9iy8vs6b 2 месяца назад
Yooooo uyibeke yahlala qiniso Nqi lelo
@user-yd9iy8vs6b
@user-yd9iy8vs6b 2 месяца назад
Dankie Mkhulu iqiniso lelo
@user-cv8hr4yq3x
@user-cv8hr4yq3x 2 месяца назад
Izwe selilimele basuthi zimali bathengisa ngisho nesilo sethu
@lancencube5205
@lancencube5205 2 месяца назад
Yes Ramaposa should leave and never set foot in kzn
@meshcknwashe9101
@meshcknwashe9101 3 месяца назад
Go well
@fanozino4437
@fanozino4437 2 месяца назад
Ukhulumile mkhulu. Ingani bona banabo 80 years basakhwabanisa ephalamende.
@SithabisoMnguni-zt1yz
@SithabisoMnguni-zt1yz 2 месяца назад
Nalongizwe wavelaphi ngoba uxova izwe ngalesisisu sakhe esilambile uyaxovanje kusasa uyi ANC angisamazi uzuliswa ilesisisu esilambile
@BonakeleSibusiso
@BonakeleSibusiso 2 месяца назад
BAYANDIXAKA MNA ABANTU BANGAVOYTELA ANC EDELELA UBUNTU BETHU MDAKOMNYAMA KUBA SEBENGABA MHLOPHE BONA BASENZALENTO
@user-sx1we3ts4m
@user-sx1we3ts4m 2 месяца назад
👏👏
@mphenigasa2902
@mphenigasa2902 2 месяца назад
Awubagqilazi ngani kodwa Mkhulu???
@NokuthulaMkhize-vq9jm
@NokuthulaMkhize-vq9jm 2 месяца назад
Ubaba inyosi bayixoshele lesiyasiwimbe sakwaCeza akukho okunye. Nolomuntu owayekhuluma okhozini inhlonipho akanayo nhlobo
@nombusondlovu6034
@nombusondlovu6034 2 месяца назад
Indaba isuka kwa Ceza bhuti
@S1M1P
@S1M1P 2 месяца назад
they are inviting curses
@smallnhlanhla4129
@smallnhlanhla4129 3 месяца назад
Bekmele kuba khona ozoba khuza
@ntandobrian3350
@ntandobrian3350 3 месяца назад
Hlangana zulu
@user-qq1vw6hg6f
@user-qq1vw6hg6f 2 месяца назад
Ilungiseni lento baholi
@tkbheje8876
@tkbheje8876 3 месяца назад
Chaboke amandla mayengabuyela ebukhosini singafa yindlala. Isifundazwe sonke singajika sofane noNongoma, indawo engena ntuthuko kodwa kuthiwa isehlalankosi. Lomndeni awusisizi ngalutho, kusele umlando, imali negama nje.
@Nomngcefe
@Nomngcefe 3 месяца назад
Does this family prevents political councillors from developing the area, or Nongoma does not have municipality responsible for development at all ?
@tkbheje8876
@tkbheje8876 3 месяца назад
@@Nomngcefe Technically... YEBO!!!!!!! If you knew the state funds that get allocated to this family, you wouldn't be asking me this stupid question. fusegi
@tkbheje8876
@tkbheje8876 3 месяца назад
@@Nomngcefe And you must learn to understand the context of my comment. Uthe Dr 3 seconds kungcono umbuso ubuyele ebukhosini. Vele kuyolanjwa mhla kwenzeka njalo. They are not capable of running jack shit!!! They can't even keep their family affair on check.
@bonginkosimazwixaba7140
@bonginkosimazwixaba7140 3 месяца назад
Wazini ngo Nongoma wena mlomo kanyoko
@SibusisoMyaka
@SibusisoMyaka 3 месяца назад
Do you know queen Elizabeth? She was a quee now its Charles so that means you're talking colonial. Kingdom can do right kings first then politicians
@AmandaMzangwe
@AmandaMzangwe 3 месяца назад
Kunjalo khehla lakithi
@thulanintuli-lh9zp
@thulanintuli-lh9zp 2 месяца назад
Akusiko ukuthi imali ayisekho, uMdletshe udlulile ku 65 yrs so usisebenzi sikahulumeni njengawo wonke umsebenzi kahulumeni, so there is no sinister about that, so dr 3 izinto azihambi njengoba kufusa wena qha, njengoba uthi semdala vele akahambe ayodlala nabazukulu
@bhekimngoma755
@bhekimngoma755 2 месяца назад
Ngicela ukubuza umongameli wezwe uneminyaka emingaki yena njengoba esasebenzela uhulumeni nabo minister abaningi abasebenzelu hulumeni, uqonde ukuth nabo ba less than 65 years??
@phumlanindlovu-rp9ux
@phumlanindlovu-rp9ux 3 месяца назад
Batshele mkhulu nakhu silahla amasiko ethu ngenxa yePolitik.. Ngempela sizogcina sesiwuthenga umlando wakithi kubelungu.. Kunjalo mkhulu
@user-bu7kr3td1y
@user-bu7kr3td1y 3 месяца назад
Number 1 ukhuluma amaqiniso ashaya khona
Далее
UDR 3/S USEZAKHELE UDUMO EZINKUNDLENI ZOKUXHUMANA
10:26
Kettim gul opkegani😋
00:37
Просмотров 439 тыс.
EVOLUTION OF ICE CREAM 😱 #shorts
00:11
Просмотров 2,5 млн
Каха заблудился в горах
00:57
Просмотров 826 тыс.
Sekudibene uNjoko no Mdumazi zakhala
7:27
Просмотров 23 тыс.
DR 3 SECOND EGQILAZA IZINTATHELI
16:35
Просмотров 19 тыс.
Who sent 95 Libyans to SA?
11:07
Просмотров 17 тыс.
THUTHANI NDLOVU
16:56
Просмотров 38 тыс.
Dr 3 Second etalabha uNgizwe kweyokugcotshwa Silo
30:58
Kettim gul opkegani😋
00:37
Просмотров 439 тыс.