Ukhusele abantu u king bhaka ngoba kunabantu abakhohlisana nathi kwezinyanga 😢 oko wayenibonisa ukuthi akunamcimbi uzobakho analalela kwenzekantoni ke thina njengabantu abafuna uncedo kuni sonithemba kanjani ke xelela Mina ngilalele🤐👂🦻
Angiboni nkinga mina ngoBhaka Mina ngiyakholelwa kakhulu kuyena Akawakhulumi amanga Engingakusho mina ukth Izinyanga azibambisane zingaqhudelani zihloniphane Koda uBhaka my number one
Hayi hayi hayi, uBhaka unveza obhala ukuthy nizidomu. Namanje ysazikhulumela lezizinyanga ezihlulwa ukuzihlolela zona, ay cha! People will never learn.😴
Umlandeli wakho uzothini, ngeke asho lutho but uzobona ukuthi nidlala ngabantu, uBhaka uqinisile vele nizigebengu, uhlushwa yini uma ungasiso isgebengu, u r afraid that abantu obaqolayo bazovuleka amehlo. Phambili King Bhaka, expose these scammers, we r tired of them.