Тёмный

EPISODE 130/ UBHUTI WAKHE WAMZALISA IZINGANE EZINHLANU/ WAXOSHWA BHUTI WAKHE EKHAYA 

MP TV1
Подписаться 98 тыс.
Просмотров 38 тыс.
50% 1

Contact Mp TV1
Calls 081 513 5606
Whatsap 071 281 7509
Social media platform MP MKHIZE DA BEE
For Schools drugs awareness R20 donation here is the link below
👇
/ @mptv1

Опубликовано:

 

1 окт 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 357   
@siphesihlezwane5502
@siphesihlezwane5502 11 месяцев назад
You were very wrong Bhut Professor shem... I think you are just hooked in numbers zama viewers. Usisi uchazile aii uchazile nje konke If you go back to episode 48 yabo Sli, it wasn't long, she explained her story in 17minutes. Kuyacaca usukukhohliwe konke lokho. Icala laka sisi ukungabi ne number, abanye awubaceli izi number kushow. Uzwelo awubanga nalo nhlobo. Don't get too hooked in numbers. Usushintshile ngendlela engenhle. The lesson is very clear : ABUSE CAN LEAD TO ONE MAKING WRONG DECISIONS AND NOT EVEN CARING ABOUT LIVING, ENDING UP IN STREETS CONSUMING DRUGS THINKING YOU WILL FORGET YOUR PAIN. Yingakho nosisi wagcina ezinikela ngoba engasazi uphilelani. Abantu kabafani, nezitori zabo azifani. Kubobonke nje abantu uma usisi eqinisile ulidinga kakhulu usizo, ngoba waphoqwa yizimo ukuthi azithole lapha. Ngiyafisa uxolise nje kuye, ube nobuntu futhi ngathi naye angasizakala.
@Buli662
@Buli662 11 месяцев назад
Usisi was very unlucky to you Professer lets just hope and pray this episode ngeke imvusele amanxeba asedlule kuwo aphinde acinge ngozibulala. You were very harsh my brother please do better next time, we love your show ❤❤❤
@thabileprecious5824
@thabileprecious5824 11 месяцев назад
Losisi awumthandanga neh? Why dd you even bother interviewing her "lento oykhulumayo ithule" aziku shake inyembez umtshela live ukt amadot awahlangan wawu professor ngaze ngaphoxeka on behalf kasis😥😥.for the fact that she was even guided yena...been blamed ngokungayaz inamba🙄🙄🙄 at the end of the episode uyamu cutter with no excuse wuuu shame
@senzelongema4022
@senzelongema4022 11 месяцев назад
Kuyacaca ukuthi losisi unebhadi sdalo sakhe nje. 😭
@abenathimajikijela767
@abenathimajikijela767 10 месяцев назад
How could you say uba into yakho ithule after all she went through. This prof is a disgrace honestly !
@senzelongema4022
@senzelongema4022 10 месяцев назад
@@abenathimajikijela767 eish OE! 😭. It's true ukuthi uma uke walunywa yinja, nezinye ziyakuluma. Usisi usibekile nje kahle i-story sakhe. Angazi ngempela Mina ukuthi kanti lo "Professor" ebefuna athini. Lento yokusiza umuntu akusiyo eyethu sonke.
@NcwadenhleNonzuzo-nt7vf
@NcwadenhleNonzuzo-nt7vf 4 месяца назад
Nokuthii indawo yangakithi bhuti proff ngyayazi mina lo sis ngicabanga ukt lo sis uqinisile indawo yangakity injengb esho ingane iyathathwa iyohlala komunye umuzi….. bhuti nokuthi udaba lwakhe luhlukile ukhulele emakhaya laba abanye oke uba interviewer basuke behlala emadolobheni
@GloriousSamkelisiweMqadi
@GloriousSamkelisiweMqadi 11 месяцев назад
Professor you need to understand and respect individual differences. Not everyone is naturally gifted to express themselves, the most important thing is for the lady to pray ukuthi izinhliziyo zethu zithinteke njengoba ekhuluma because njengoba engaphiwanga ukukhuluma uThixo uyakwazi okusenhlizweni yakhe and wadalwa uye. Stop comparing people.
@NthabiMhlanga-qm1bp
@NthabiMhlanga-qm1bp 10 месяцев назад
Well said
@nomfundokhumalo3181
@nomfundokhumalo3181 11 месяцев назад
Yhoo waze wangi disappoint u prof namhlanje ngoba phela lesi story sicacile💔💔💔💔💔akamthandanga neze locc
@MakhosiNqayo
@MakhosiNqayo 11 месяцев назад
Uqinisil eish mina ngabe sengiyasikhihla isililo ngendlela engishesha ngayo ukuthinteka emoyeni😢😢
@sthokozisile7735
@sthokozisile7735 11 месяцев назад
I am not one to comment but I must say that I am utterly disappointed with the way you went about with this interview, from the way you judged and undermined her , to the way you rudely spoke to her and suddenly cutting her off towards the end , amahloni kumina on behalf of you , she deserves an apology please bring her back again and apologize and actually help her , and one thing you must note is that not everyone's story is going to be the same , ukhulumile and simuzwile , please stop chasing views and do this because you love it and you want to , talk about adding salt to the wound thats exactly what you did, you should be ashamed of yourself please take the time to look at this interview and do better next time.
@ManoduduNcala
@ManoduduNcala 7 месяцев назад
Ngeshwa ngisibona manje le story myb ne comment yam ngenke uyifunde 1 u cc akafundile okuyaphi 2 ubonakala enamahlobi sdalwa uphansi nje nd your interview yakho ayifani neyabanye nd umlahlisa ithemba lempilo but u cc ngimfisela inhlanhla aluthole usizo kubuhlungu ukuphoxeka lapho other uzosizakala khona nd okunye unesifo sokuwa kuvamile ukt babe phansi fut ukungabi nazo izi no okwamanje akusho ukt azikho total uyasho ukt uzishiyile fit besingekho nesidingo soft umkhumbuze ukt bagmhlezi beshayiswa izimoto bafe
@futhingcobo659
@futhingcobo659 7 месяцев назад
Uqinisile kodwa kushuthi usisi ube nesinyma coz uyichaze kahle impilo yakhe and le eyokushawelwa incence iyazwakala
@phathizwemediaproductions7150
@phathizwemediaproductions7150 Месяц назад
Kwathina ekugcineni ukhulumisa okomuntu ongasincengi ukuba si join i membership uthi “Mawuthanda” Noma mina bafwethu mina into engibona losisi inkinga kuye inkulu indlela u Professor amphatha ngayo iqhubeka kulesi simo sikabhuti wakhe.Kushuthi isgcwagcwa sikusisi💔.Ey yabona nje lento yaqala ekuzalekeni koba nzima impela ukuthi asizakale ngoba uyabona ikuye lento ilifu elimnyama.But nami angithandanga indlela u Professor asekhuluma ngayo no sisi
@GroundMatters
@GroundMatters 11 месяцев назад
I am so disappointed, your are so rude and disrespectful, Professor you may block me for speaking facts. Luckily you did not interrupt her but the story is crystal clear
@nellysitshinga4535
@nellysitshinga4535 10 месяцев назад
You did not know is your brother shame sorry sisi that thing can happened
@portiaferinga7755
@portiaferinga7755 11 месяцев назад
Uyisixhwanguxhwangu ...she told her story...kanti ubufuna akitaze amasende akho yini😢i had her story loud and clear ....i feel your pain mummy,God is with u..
@LungelotheRight
@LungelotheRight 11 месяцев назад
Nawe kodwa akeiyoke indlela yokukhuluma leyo awakhi awulungisi lutho u Professor akakhulumanga kahle kodwa ngiyaz ukuth uzowabona ama comments axolise maybe uzolilungisa leliphutha......besingekho nje isidingo sokuthi ukhulume ngalendlela.
@SinamileEvents-pq2js
@SinamileEvents-pq2js 11 месяцев назад
Ngyamxolisela bhuti ukhubekile uSisi indlela enze ngayo u Prof kulosisi nami ngsale ngimangele ngize ngasukuma ngishawa amahloni emibuzo ye number engapheli
@sthembilemacthera8440
@sthembilemacthera8440 11 месяцев назад
❤ awuthi ngishiye loku kule comment
@senzelongema4022
@senzelongema4022 11 месяцев назад
@@sthembilemacthera8440 impela ❤❤❤❤❤❤❤❤❤
@phumiegs5198
@phumiegs5198 11 месяцев назад
Mmmmm ngithanda inhlonipho kasisi....ayii uqondene nomuntu ophakeme nkosyami engakwazi kuhlupheka nokuhlushwa umhlaba
@wezasouthafrica
@wezasouthafrica 11 месяцев назад
Disappointed in how Professor handled my sister case. I think the enger ibiya kubhuti oxoshe losisi manje yagcina isivela kumuntu oyi victim already. Not everyone's journey to drugs is full or big events and not everyone in drugs is a liar.. with that understood, angazi yini ngenza istori sasisi singayifaneli le channel.
@victorvelaningongoma8705
@victorvelaningongoma8705 11 месяцев назад
This is a very sad story unfortunately prof didn't buy much from it. The isuue of numbers, even mina ngiyisifundiswa esiqhetha e office kodwa izinamba angizazi ngekhanda zonke except ekamama wami and umama wabantwana! Ukunikezile nje le engene ku voicemail. I wish this story can be followed up kutholakale nalesilima sakubo esamuxosha and iyona into ekhiphe uprof kwigiya imudinile kakhulu.
@missmak4348
@missmak4348 11 месяцев назад
Heartbreaking…she told her story in her own way and uzwakele. Is there any way to give so that it gets to help this lady specifically? As in for her kids or to facilitate a visit to her children, rehab or whatever she requires?
@FikileFikile-v5m
@FikileFikile-v5m 11 месяцев назад
Angikho happy ngendlela usis akathethiswa ngayo😢😢😢 nkosyam losisi shuthi ibhadi yinto. Akazalwa nayo😢😢
@samkelosibiya2700
@samkelosibiya2700 11 месяцев назад
Eyii uyaz nje😢😢
@gugumazibuko6275
@gugumazibuko6275 10 месяцев назад
I wouldn't say so. Izinto esizenzayo singabazali. I think uSbonelo, her brother took his anger of loosing umama kulosisi.
@LindaniNdaba-qu4vg
@LindaniNdaba-qu4vg 11 месяцев назад
💔Hayi bhuti omdala angigxeki into yakho inhle impela fth Nam ngyakulandela kodw bhut omdala kule episode ngathi ubungewena ubumgxeka usisi lomunt okokqala uhlukumezek kakhulu angek alandelise kahle izigameko zakhe kahle besides lokho uma ngingaphosisi kwabanye abantu uyaba guide kahle ubabuze wenzele ukth bengantanti kakhul yin ndaba ungakwenzang klo cc usukwenza sakumgxeka ngosizi lwakhe naye akazikhethelanga.. lamagama akho athi intoyakhe ithule usisi kant benixoxeni ningakayenz interview 😢ibuhlungu lent bhuti yabo thina esthwele njengalosisi ubhedile uze uvala uhlelo ungamazisanga cha kule episode ubukisile ngengane yabantu ukube umyekile kunokuth uzomhlaza phambi kwethu worse part ku media lomunt usezozithemba kanjn evele enezinkinga esezame kabili ukuzibulala Mawubheka ngalendlela omphathe ngayo ngeke afun ukuzibulala 🤔shintshani ukwenza bafwethu knezinto okungamele nibukise ngazo 😢💔
@gugumazibuko6275
@gugumazibuko6275 10 месяцев назад
Already her confidence has been broken. But she can still rise. It's never too late to mend.
@ntobekosithole6347
@ntobekosithole6347 11 месяцев назад
SHE TOLD YOU HER STORY AND YOU BLAME HER, SHE WILL FEEL UNCOMFORTABLE FOR YOUR UNSATISFACTORY....UZOPHINDE ACABANGE KUZIBULALA AGAIN, IYIPHI INDLELA OBUFISA AKUCHAZELE NGAYO UZISI LWAKHE PROF.COZ MNA NGIMZWILE? I ALSO FEEL LIKE YOU ABUSE HER AGAIN BAKUTHI.KOMELE UXOLISE NAKUYE U WRONG👌💔💔💔💔💔
@vumanimsimango6934
@vumanimsimango6934 11 месяцев назад
Sawubona ngiyaxolisa uma ngiphoxa, kodwa istory salosisi siyezwakala yena kade engazi ukuthi ufuna axoxe kanjani at least yena akakhulumanga izinto ezingakholakali njengoSanele Shabane Mkhize engicabanga ukuthi uyena umuntu owayedinga ukuthethiswa ngoba namanje asikho isifundo nokuthi wayefuna ukusizwa ngani. Siyabonga Proff and siyabuka and have subscribed and as soon as amasenti eba ngcono i will join the membership keep up the good work.
@SenzyNompumelelo
@SenzyNompumelelo 11 месяцев назад
Wena proff udakiwe kuyasho kuthi uybhinca lakwa nongoma
@thabanimlambo9817
@thabanimlambo9817 11 месяцев назад
😂😂😂😂
@EuniceKubheka-lj5vf
@EuniceKubheka-lj5vf 6 месяцев назад
😂😂😂😂
@zikhonamfeka-hn9ic
@zikhonamfeka-hn9ic 11 месяцев назад
Waze wanebhadi usisi ku Prof kodwa yini bhuti ukufaka usawoti eslonden😢😢😢😢😢
@gugumazibuko6275
@gugumazibuko6275 10 месяцев назад
usawoti nevinegar, nelemon😮
@thandonothando6953
@thandonothando6953 5 месяцев назад
Yey ngaze ngaphoxeka
@abenathimajikijela767
@abenathimajikijela767 11 месяцев назад
I don’t understand why you saying she didn’t tell the story ? She did it’s not her fault she didn’t experience many life events🤷🏻‍♀️Kumele azithole Laphi ? I understood everything…and she’s saying ukuthi the numbers are not with her but where she lives 🤷🏻‍♀️
@wezasouthafrica
@wezasouthafrica 11 месяцев назад
Usisi usixoxile istory sakhe, this is someone okhulele emakhaya wafika la edolobhode esekhulile, manje azithathephi izigameko. Ufike la ebalekela indaba yasekhaya not eyokutshontsha. Izigameko akanazo sdalwa. Ngaze ngaphoxeka by Professa ovele wazithulela for the first time usisi exoxa istori sakhe kanti Professa khona okumdinayo estorini sasisi. Professa needs to apologize naye kulosisi. Usisi uze waxolisa kubuutwakhe wacela uxolo ufisa ukukwazi ukuya ekhaya yobona izingane zakhe but uthi iprofessa akezwa lutho. Ngiphoxekile ngasekupheleni kwale episode
@T-dl3gl
@T-dl3gl 11 месяцев назад
@@wezasouthafrica I too was hurt shame uProfessor didn't like usis from the word go lapho uzobuya azosho izinhlamba ezinkulu. I pray sis finds help.
@sindisiwesindi1831
@sindisiwesindi1831 11 месяцев назад
Ngivumalana nabanye usisi uyacha nje ukuthi izi number zisele emuva ngavele nganga understander ukuthi kumele athini asho okungekho. Ngavele ngyadumala ngandlela kwenzeka ngayo kanti loluhlelo Luyasiza. Okusho ukuthi akanazo izigameko eziningi
@siphosenkosimkhanyawo-gn1ep
@siphosenkosimkhanyawo-gn1ep 11 месяцев назад
Yazi nami ngyathuka akuve ekhulumile usisi yazi ukhulume wabadlula abaningi ukuthi indlela angene ngayo ezidakamizweni ayifani nabangi and wayesekhulile eqala ukubhema
@thandokuhleshamase4611
@thandokuhleshamase4611 11 месяцев назад
Ngendlela amphendula ngayo ai shame ayikho ryt ngthi akamfuni nje ngize ngaysola bengiybukelani ebusuku
@nonsindisomjweni7697
@nonsindisomjweni7697 11 месяцев назад
Bhut Professor angaz ngenza kanjn nginempahla la ezning zokuqgoka nami engazsebenzis zihleli nje ngingazqoqa just ukfaka isandla nami bandla angnalutho ngizbambele nje ejaldini just ukqhuba impilo ukqhuba impilo
@sphelelexaba3386
@sphelelexaba3386 11 месяцев назад
Professor you were very unprofessional in this show you just showed being rude towards losisi cz it’s your responsibility to ask questions then from there she’ll tell her story step by step but wena uvelle wamyekelela and at the end uzothi yithule lento akayishoyo akho nto ozonnceda ngayo. Uba bewungenamdla wokwenza interview bekmele uyeke and nangendlela avalelise ngayo you just rushed her. Next time if you feel like you don’t need to do an interview uvelle uyeke cz ukhombise ukuba rude.
@thubalethunokubonga9993
@thubalethunokubonga9993 11 месяцев назад
Its funny how wena laba abanye uyawa uvuke ufuna numbers zama family members wabo if sebengenawo but with this lady its different ,Iqiniso malishiwo bhut professor ,lo sis awumphiwanga neze , she told her story loud and clear ,you didn't guide her njengalaba abanye ,only to complain and be rude towards her at the end , ufela ini usisi? Obviously we won't have the same experiences in life .. Out off all the people you have interviewed ,i feel like she is the one ositshele ukusuka nokuhlala kokuhlupheka kwakhe nokuthi ungene kanjan ezidakamizweni but still that doesn't satisfy you , Even from the start you low judged her ngokuba nabantwana abaningi but no one is gonna say something about that , even the audacity to post this episode after what you said at the end is something else
@unathiunathi1087
@unathiunathi1087 11 месяцев назад
This was really sad after I heard about this episode.... Professor he said we are not here to judge but I really disappointed he is the one who let this lady, after that he told her that he can't help even the viewers they can't help her,isono sakhe siyintoni kanti.other people you asked them a lot of questions you guide them,even there some they don't have relatives numbers yhooo bhuti this is sad what you did,is it because unabantwana abaninzi? Why why why umenze so umntana wabantu,how do you feel after you said to this lady are you feeling proud? This is GBV bhuti straight
@GroundMatters
@GroundMatters 11 месяцев назад
Glad you said it.
@LaurencoNkomo
@LaurencoNkomo 11 месяцев назад
This woman she really deserve help more than anyone you hosted in your show . Social development please come forward. The rejection let this woman to these situation 🙏
@MaMdluli
@MaMdluli 11 месяцев назад
Tjooo the way you respondingbto this lady ,it leaves a bitter taste..you have been so rude to her ,kumbe ucazwa yitori zalaba abatshawa ngumphakathi kumbe laba abadayisa umzimba .. ukukhala kwakhe sikuzwile thina wena you want to hear what you want ..sorry Professor this was extremely unprofessional of you
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 11 месяцев назад
Professor hlisa amatomu maybe ulale kabi losisi uvele wamhlafuna nje.watching from 🇬🇧
@SimiUminathi
@SimiUminathi 11 месяцев назад
Cha into engibukile nengilalelile Professor Awumthandi nje lo Sis hau yindab wanjena kuyena ai bo istori siyezwakala nje inkinga uwena nje ongamthandi hau
@nonhlezondo5117
@nonhlezondo5117 11 месяцев назад
Sisobala nje lesistory. Kusho khona ukuthi akamthandanga 😢
@ntuthukodube2147
@ntuthukodube2147 11 месяцев назад
Prof, just be behind the scenes, get someone who is experienced in this, also you guys need to get help for these people.
@sthembilembuyazi2560
@sthembilembuyazi2560 11 месяцев назад
Please, unesidina u Prof, aksyo indlela le enza ngayo
@thandombatha8242
@thandombatha8242 11 месяцев назад
Yazi i hope he doesn’t take offense from this, because some people have brains for something but are not supposed to drive it. He really needs help in interviews because this is not it.
@ADeliwe-b1j
@ADeliwe-b1j 11 месяцев назад
Its my 1st time tuning in this channel guy you are being rude,heartless, harsh unproffessional you need training dude. Lana you dealing with sensitive cases zabantu and yet you not helping instead you putting salt in the wound.
@ingangamelaentertanment3624
@ingangamelaentertanment3624 10 месяцев назад
This professor guy needs a training ngampela lento eyiqalile eyama professionals. Inkinga uqoqe ama camera wacabanga ukuthi its easy. Uhlukumeza umunt osehlez ehlukumezekile👎🏾
@samkelosibiya2700
@samkelosibiya2700 11 месяцев назад
Waze waphakama ngengane yabantu kodwa ke weprofesor😢
@nonhlezondo5117
@nonhlezondo5117 11 месяцев назад
Say that twice 😢
@ZinhlecoleenThela-t4o
@ZinhlecoleenThela-t4o 11 месяцев назад
U can say that again 😢
@ziphimakanuko9187
@ziphimakanuko9187 11 месяцев назад
For the 1st time ngivumelana nabaningi sekungathi umlahlelele usisi, sengathi uNkulunkulu angaba naye asizakale, thanks
@ThanduxoloNdlovu-xw9by
@ThanduxoloNdlovu-xw9by 11 месяцев назад
Yazi bhuti inkinga lomuntu okhulumanaye unesifo esibuye silahle ingqondo muxolele
@nonhlezondo5117
@nonhlezondo5117 11 месяцев назад
Noma kunjalo kodwa indaba yakhe nje iyezwakala 😢
@NtandonandiphaSibiya
@NtandonandiphaSibiya 11 месяцев назад
Yazi bhuti umuntu onesifo sokuwa uyaye engezwakali noma nizixoxela but uCc uzamile even though isifundo singekho but i think uyalidinga ngampela usizo njengomuntu ogulayo cela umxolele bakithi she going through a lot without i support eish iwish ngabe bengingakhon ukusiza pho ke amatoho awabonwa Syabonga bhuti muhle umsebenzi wakho ❤
@mncedisidube3612
@mncedisidube3612 11 месяцев назад
Ay bandla wena Professor kahle ngamawala lomuntu uphuma kobukhulu ubunzima ungasthathi kanje istory sakhe she's been through a lot inqondo yakho ayikwazi nokuqonda ukuthi sekwenzekeni empilweni yakhe, these suicide attempts speak volumes please show a little compassion. Ngeke ulindele ukuthi bonke babeyizingangi or behlobonga, uyazi ukuthi ukuhlukumezeka kuyamphula umuntu. Bangaki bengena shi otshwaleni ngenxa yentombi or indoda. Ngiyazi awuqondile olubi kodwa yehlela ngezansi ulale and understand that trauma can be the cause of her addiction. She is where she is because this is the hand that life dealt her, its not her fault at all. Gubhela luhle uhlelo kodwa zwelana nalosisi imsuka yabantu ayifani.
@thandekalucia1079
@thandekalucia1079 11 месяцев назад
u professor uzwa itori ezinzima asikho esincono kukithi bakwethu he have to ask questions 😢 ngyabezwa abanye but la ngi understanda kakhulu asingahluleli uhlelo la profesa lolu if u dnt have nothing nice to say thula
@mncedisidube3612
@mncedisidube3612 11 месяцев назад
Ngiyacabanga ukuthi uma ngabe ungizwile kahle bengagxeki at all kuphela bengimbonisa entweni ayishilo engekho yinhle futhi ngimbonisa ngenhlonipho nawe ngiyacela ungaphambuki akukho kuhle ukuthi I'm shut up basically if uthi if I have nothing to say angithule ay sis ayikho right leyonto. Awuthi ngiqhubeke ngicebise kwanawe umuntu okanje suicidal, traumatized and all the things that come with that is normally dealt with by professionals. Psychologists which are doctors ngenxa yokuthi isimo sabo sibucayi I think between the 3 of us non of us is qualified to deal with her kodwa esingakwenza ukuzwelana naye uma ebeka izinto esezimehlele empilweni lokho akubizi mali akudingi mfundo ngiyabonga sisi
@siyamthandachili-hg4vw
@siyamthandachili-hg4vw 11 месяцев назад
mina ngiyamuzwa and ngiyamu understand usisi, but nje waze wangiphoxa professor hleze uthi we shouldn't judge these people and yet you did the same ngalosisi. I also think you took her story too personal wagcina usukhiphela intukuthelo yakho kusisi, i just hope usisi engaluthola usizo olufanele
@nonhlezondo5117
@nonhlezondo5117 11 месяцев назад
Ubenebhadi lo sis bandla
@ERICSANDILENcapai-by1cd
@ERICSANDILENcapai-by1cd 11 месяцев назад
Eish bhuti noko noko wenze kakhulu this time , ndiyazibukela zonke ezi episode kodwa le kuvakala ngokungathi uzibona uchithe ixesha lakho ngoncokola nalosisi , anditsho kakubi tata maan uqhubekhe intle into oyenzayo may God bless you
@nomfundobuthelezi1522
@nomfundobuthelezi1522 11 месяцев назад
Sawubona bhuti ave ngilulandela uhlelo lwakho and ngiyathanda ukubonga indlela olusifundisa ngalo .my whole family watches the show . Namhlanje bhuti ube nolaka kusisi ngasekuqaleni kuzwelile but ke as luqhubeka uhlelo ave ngiqhube kahle bhuti . Umsebenzi wakho muhle siyabonga
@NosiphoDlomo
@NosiphoDlomo 11 месяцев назад
Ayyi professor awumthandang ucc bakty ubengek akunike inumber ebee eqamb amanga Okunyek ubengeke achaze konke ubee ungamfaki imbuzoo njengabanyee
@thobilepetronella9296
@thobilepetronella9296 11 месяцев назад
I think u need to understand ukuthi dis ppl abekho kahle vele ngokomqondo so how do u expect her to articulate her story njan bro wena awumuwa ngoba akabeki ngendlela ofuna ngayo but Mina ngimzwile n umbuza kanja nje ukuthi abantu bazothola siphi isfundo what's important ukuthi usishilo I story sakhe ukuthi abantu bayafunda kusona okanye abafundi okwabo lokho ngendlela obusho ngayo it's like uthi she needs to show u ukuthi ulidinga kangakanani usizo Yaz njengoba wenza lomsebenzi okwakho ukulalela n help if u can yabona nje for the fact yokuthi uhlale nawe phansi kukodwa lokhwa says alot without saying anything
@thembelihlenuh1960
@thembelihlenuh1960 11 месяцев назад
Siyazwakala story sasisi sibuhlungu kakhulu. I also cry when esexolisa kubhuti wakhe ngizwe ubuhlungu obuyisimanga . I think amagazi enu awahambisananga bhuti Professa but akuwona wonke umuntu okwazi ukuxoxa . I wish engaluthola usizo abuyele ekhaya nasenganeni zakhe
@msamiya8428
@msamiya8428 11 месяцев назад
Impilo kalosisi ibenzima kakhulu ezidela for abafowabo nosisi bakhe kubuhlungu ukuthi bathi masebebadala bamkhiphe inyumbazane kanje ukhwantalala adlule kulo losisi ai ngiyamvuma uStrong ngoba usamile Sabelo ndini lowo unonya😪😪😪😪
@gugumazibuko6275
@gugumazibuko6275 10 месяцев назад
Ianger Msami. From the hardship that they all experienced and the unfaithful mother.
@nokuzothakhumalo7326
@nokuzothakhumalo7326 11 месяцев назад
I just don't like attitude of the presenter towards the guest. This guy's very inconsiderate and rude!!!!
@lindiwencube8110
@lindiwencube8110 11 месяцев назад
Heartbroken 💔 impilo inzima bakwethu
@sindyluyah
@sindyluyah 11 месяцев назад
Ucc uxoxile bafethu akulona iphutha ukuthi izigameko akanazo, isifundo goes to us abazali ukuthi singafihleli abantwana imvelaphi yazo
@nonhlezondo5117
@nonhlezondo5117 11 месяцев назад
I totally agree
@tsogofatsolithebe4451
@tsogofatsolithebe4451 11 месяцев назад
It's annoying when people mock others pain because they havent been through it , its people like this claiming they're helping when they're destroying , we're living in the last days , this professor is the Devil
@duduzilentombela9353
@duduzilentombela9353 11 месяцев назад
Usile all you wanted was content ..you didn’t even give her a chance
@hlengiwemanzini4851
@hlengiwemanzini4851 11 месяцев назад
Ay cha awumthandanga nje lo cc istory sakhe sayezwakala.
@asivenomaphela2488
@asivenomaphela2488 11 месяцев назад
Hay ucc unebhadi sdalo nje even naku professor ngathi uyisdina 😢
@nonhlezondo5117
@nonhlezondo5117 11 месяцев назад
That's what I thought, nami 😢
@zanelemthembu7119
@zanelemthembu7119 11 месяцев назад
Koda lo sis bakithi Ngath uyasaba
@zanelemthembu7119
@zanelemthembu7119 11 месяцев назад
Eish simo sa sis saze sadabukisa😢. Nkulunkulu aze akukhumbule sis Kaze simo seyngane sona sinjan 💔
@nomzamongcobo6055
@nomzamongcobo6055 11 месяцев назад
Ngihlulekike bandla ukuyQeda le episode, usisi kanikwanga Nhlobo inhlonipho, uyahafwa ungenwa emlomeni and ubuzwa izinto of cz ezinye zazo anganama answer Azo nayo njengoth why her brother ayeMbandlulula ngokuth akazalwa nabo. Uya Judge.wa as if she's the 1st person ohlala emgwaqeni oke wafika kule show angaz why cz kuhlezi kuthiwa asingahluleli. iPara leli elinePopo namanje angazi isiphi isifundo esalishiya but libuya liphindelela njengoba yena elwiswa knje. Bengith le show ishaya izinyon eymbili ngetshe elilodwa, ukuxwayisa isizwe nokusiza asebengenile vele bt kule case chaa, kuthiwa usisi udayisa usizi. You can't expect broe ukuth bonke abant babe open njengoMnqobi asifani
@wpp1586
@wpp1586 11 месяцев назад
My heart goes out to this woman, as parents asizitshele izingane ukuthi ezakwabani before dying.
@ntombenhleshangase
@ntombenhleshangase 11 месяцев назад
Very true
@GhostZN24
@GhostZN24 11 месяцев назад
May God be nalo sis and help her fight these Demons🙏🏾 and get clean
@BoipeloManjani
@BoipeloManjani 10 месяцев назад
That it's her mother's house
@nosandilezn
@nosandilezn 11 месяцев назад
Uchaze kahle kakhulu cc wena shono nje kuthi awuchazekanga if engazibulala ucc uze wazi kuthi uyingxenye coz angazi why umphoxa kanje ucc jus because awuzange uhleke as much uhlezi uhleka nabanye ngalokubokwenzile cc uzolooser ma viewers bhuti wam..waze wanolunya
@nadiagotveryhotteamone8414
@nadiagotveryhotteamone8414 11 месяцев назад
Wemphathi wohlelo, the fact that ukhuluma kabi kanje nomuntu oze ohlelweni lwakho, just goes to show that you did not prepare your interview with the guest prior. There is no need to speak in the tone and manner in which you did. Soka ulimi lwakho bhuti.
@PAULOSAMOS-w9y
@PAULOSAMOS-w9y 11 месяцев назад
WAZEWANGPHOXA LOPROFESSOR NDINI WAZEWAMUHLUKUMEZA OKWESIBILI AKAMUSIZI UYAMEYISA
@thandombatha8242
@thandombatha8242 11 месяцев назад
Professor ushaye eceleni namhlanje. Uhlale uthi asihluleli kuleShow but you did exactly that😭 Khona abantu abakhulela osizini baze bafele kulona, lolu udaba olusikhumbuza loko and emphasis how much we need to be kind to people because we really dont know what they’re dealing with and what they’ve been through. This story is very normal emakhaya angazi noma usudidwe ilezi zaselokishini yini.
@tebogoandiswa1638
@tebogoandiswa1638 11 месяцев назад
Proffesor you were so unprofessional to this sister it looks like you don't understand the aim of your show you were so disrespectful.
@ingangamelaentertanment3624
@ingangamelaentertanment3624 10 месяцев назад
Kuzomana kuvela ukuthi akayifundelanga lento ayenzayo lo professor . This is my 3rd interview angiboni ukuthi ngizobuya. Umunt ongahloniphi umunt wesfazane osehlezi ehlukumezekile👎🏾
@SinamileEvents-pq2js
@SinamileEvents-pq2js 11 месяцев назад
I think u Prof judged her from ekuqaleni. Ngoba abanye uke aba guide asho ukuthi isho lokhu, ababuze nemibuzo. Kulosisi ubezithulele nje and akaze abuze imibuzo that's why mhlampe enganelisekanga ngendaba yakhe
@nonhlezondo5117
@nonhlezondo5117 11 месяцев назад
Mina I felt that akamthandanga from the start nje 😢
@SinenhlanhlaThembeka
@SinenhlanhlaThembeka 11 месяцев назад
Ayiii lo prof wenuu😢 akekho ryt shame
@mfanelomfanelo5224
@mfanelomfanelo5224 10 месяцев назад
Ave engakwazi ukukhuluma, futhi ugcine ungazi ukuthi ufunani loprof sengisola ukuthi nosisi unenyama embi ukuthi akhulume naye kanje
@mrscommonwealthfinalist2015JB
@mrscommonwealthfinalist2015JB 10 месяцев назад
Shame mani it's very important to be neutral when you work people suffered traumatic experiences in their lives whether they tell lies or not. I hope usisi got help because I personally I would have walked away after this interview.
@MakhosiNqayo
@MakhosiNqayo 11 месяцев назад
But Indlela okhuluma ngayo no sis ayikho ryt shame, manje njengb echaza ukth i number uzishiyil la azibhale khon manje Kmele ezithathephi ke manje ai
@nonhlezondo5117
@nonhlezondo5117 11 месяцев назад
I agree
@avelanobengela6565
@avelanobengela6565 11 месяцев назад
Your Mom destroyed your future. She never gave you love Nad I'm so sorry you went through all this hardship. As abantu besifazane asike sikugweme ukuzala ungenayo plan, buka manje waphuca ingane ubungane bayo wayihambisa ukuthi iyohlukunyezwa komunye umuzi.
@gugumazibuko6275
@gugumazibuko6275 10 месяцев назад
Ilapho usizi lwaqala khona. Uphi ke manje umama? Ulele ubuthongo bokufa. I am taking a lesson here kulenhlungu kasisi
@sizakelegwala6493
@sizakelegwala6493 10 месяцев назад
Waze waphàkàma prof... Imbi interview yakho. Funda ukuhlonipha abanye abantu. Uyibhimbi nje .
@NompiloMdunge-nm3vj
@NompiloMdunge-nm3vj 10 месяцев назад
Uyabhada shame professor usumvusele namanxha bangikukhonzike
@cebisilezoemthimkhulu9553
@cebisilezoemthimkhulu9553 11 месяцев назад
Indaba yokut akayazi inamba yomuntu ohlala nezingane zakhe wena uhlanganaphi ngob phel uyasho usisi ukt izinamba uzibhale ephepheni ekhaya ❤nd unqwena ukt makwenzeka bembamba zingalahleki izinto zakhe ezibalulekile thin sizwile okufanele sikuzwe wena ngath unama favorite nj la bhod nguwe 🚮 uyamjaja nj usisi ekubeni kunguye umuntu ohlala in the streets but unenqondo akabalekanga nama card ka sassa akhona awashiya ekhaya for izingane zakh ai u wrong nj nangendlela nj okhuluma ngayo une attitude 🚮
@LeonardBanda-lb5sr
@LeonardBanda-lb5sr 11 месяцев назад
Hhay hhay olwan ulaka mfethu u cc uhlukumezekile
@xolelanimtose6603
@xolelanimtose6603 11 месяцев назад
Mf2 lungisa uthetha nomntu plz
@SilindilePretty
@SilindilePretty 5 месяцев назад
Istory salosisi siyezwakala awumthandanga Professor Waze wanebhadi usisi😢
@senzomthethwa6645
@senzomthethwa6645 11 месяцев назад
Mfw2 angikujaji kub ngamuzwa lo sisi unezizathu zakho nawe since ubalekelela ngokubaletha la bezoxoxa bt kukodwa engaku understand yin ngamuzwa wen coz it seems 90% wababukeli uyamuzwaa Nam ngiyamuzwa cel muphe ithub lesibili abuye nephepha lezi number Bes kubonakale kub akasizakalini kub kutholakal abantu bakubo nalo Bhuti wakhee ononya olungakaaaa
@Hlengiweportia-j7m
@Hlengiweportia-j7m Месяц назад
😭😭😭Yaze yabuhlungu inhliziyo yam ngale story salo cc eish kumzima ngakhulu.... nosabelo naye unomthelela ngo cc wakhe
@ThabisileZondi-q6g
@ThabisileZondi-q6g 6 месяцев назад
Hmmmmm ngaze ngakhala Jehovah usizi olungaka😭😭😭😭💔💔💔 ube nesinyama impilo yakho yonke nakubantu ongabazi😢😢😢😢
@ZibuyileKhwela
@ZibuyileKhwela 10 месяцев назад
Kd bakithi nomzali ubile nesandla ekuhlupheken kwalo cc ,,kd angimgxek mama 😢😢😢😢
@brotherkhanyile4756
@brotherkhanyile4756 11 месяцев назад
You are too harsh bhuti kulosisi, kanti ubufuna athini, thina siyamuzwa usisi, uphi uMsweli maybe he can do better
@obertmoyo9643
@obertmoyo9643 5 месяцев назад
Kodwa loSabelo uyslima kabi akanamqondo kungani alwisa udadewabo ngiphutha elenziwa unina ..sisss saBelo uyinja bhuti awunabuntu..
@sthembilemkhize1109
@sthembilemkhize1109 2 месяца назад
Proffesor akazithandi istori ezingeke zimhlekise.usisi story sakhe asinamanga asinamahlaya.thay why engathi uyabhoreka.😢umsulwa nje usisi udinga usizo qha
@andyntimbane7567
@andyntimbane7567 9 месяцев назад
Prof understands behaviours more than you...uhlala nabo.If unephutha...its okay. Istory sasisi is-ryt but ...shes a victim early in her life. Later on, she made decisions angekho right. Prof ujwayele abantu abahlukukumezeke from day 1, maybe that's why...
@xolisiledlamini6603
@xolisiledlamini6603 6 месяцев назад
Aibo kodwa Professor ungenelwe yini, ikwenzeni le ntombazana, uyizondeni bese kufanele ithini, uyijajelani kangaka hau so disappointing
@sizwekhoza4904
@sizwekhoza4904 6 месяцев назад
Bhuti, anginalutho, kodwa ngicela uma kukhona engikuvusayo, Ngizofaka noma uR100 on every job that I get so you can help these brothers and sisters. I know the life. Iyangithinta kakhulu lento.
@phumlaniNtuli-b5w
@phumlaniNtuli-b5w 2 месяца назад
Losisi udingwa ukusiswa ngampela,, akubona bonke abantu abangama good talker.. usizo lwakhe aludingayo ukuthi axhunyaniswe nomndeni wakhe owamu reject,, naye une right lokuhlala emzini kamawakhe, esebenzise noma protection oder
@thandokuhleshamase4611
@thandokuhleshamase4611 11 месяцев назад
Ngiwumuntu osebenza ngabantu, if usebenza ngabantu awunayo Manual n strategy ukuthi umuntu ekhulume kanjani if kunendlela okumele abeke ngayo please mubuze imbuzo okufanele ayphendule for ngimzwile ucc istory sakhe n uyasho amaNumber uzowaletha but ke asboni ngasolinye
@nonhlezondo5117
@nonhlezondo5117 11 месяцев назад
I agree with you angeke bonke abantu bakhulume ngendlela eyodwa aibo ! 😢
@bhekangubane4482
@bhekangubane4482 4 месяца назад
Yazi bengithanda ukuzibukela lamastories coz ayafundisa bt ay lomjida uvese wanhiphoxa nje wanguqeda kule episode yasisi, he was such a puss nje if I may say.... Usisi usosizini la and uchaza kahle yonkinto kanti ufunani ukprofessor ndin lo, ey waze walona usuku lwami.... Yazi Nami ngibuza njengaye umfwethu lobethu kanti uprof befuna aze amkhothe amasende yini.... kumele bonke abantu bafane yini vele kuleshow nxi......unkulu kulu uzoksiza sisi bekezela
@ntokozokhanyile-cb1hq
@ntokozokhanyile-cb1hq 10 месяцев назад
Losisi uyiphimbi udinga usizo njengoba enama fit akakwazi ucabanga kahle
@NoncebaGqozo
@NoncebaGqozo 6 месяцев назад
Cha thina sizwile ngempela , asazi wena ufuna siphi istory bhuti, usehlukumezikile kakhulu loo wesifazane kakhulu boo,
@thandazodlamini203
@thandazodlamini203 5 месяцев назад
Kumele axolise ngeke😮 usisi wabantu ujabhile bamphoxile
@LuyandaHlongwane-n6q
@LuyandaHlongwane-n6q 11 месяцев назад
loSisi wabulawa umawakhe wuye nje owamhlinzela ezbini 😔bayamkla kanjani inhlawulo yzingane kwaysekqaleni nje bebebazi kahle ukuthi lomkhapheyane ozohlawula uzohlawula ngokmithisa ingane yakwabo kungani bngabholanga kwayngalsoskhathi uma kukuthi yinto vele abazali ababezmisele le ngokuylungisa?
@siyandantuli9300
@siyandantuli9300 11 месяцев назад
Professor you're out of order bhuti, abantu bazwile uwena ungezwa, why ungathi akabuye nenamba mft, nawe sengathi syakphelela isneke sokukhuluma kahle
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 11 месяцев назад
Gosh just imajibe 'yhazi lento oyikhulumayo ithuke nje'ewu proffesor bunenkinga la akuhambanga kahke.
@BusisiweIgnatia
@BusisiweIgnatia 10 месяцев назад
It's not ukuth asihlangani istory sakhe kuwukuth ngath umuntu oqale ukuhlukumezeka emncane kwayen 😢 ngifisa ngath agasizakala
@thuliemhatu3639
@thuliemhatu3639 7 месяцев назад
Aw Nkulunkulu wami waze wanebhadi ucc 😢 uma uzothi awuthole lutho kuyena into ayikhulumayo ithule 😭😭😭 usechazile nje ukuthi akafundile how do you expect her to be able to express herself like others you’ve interviewed 😢
@mbuyisenimkhwanazi7479
@mbuyisenimkhwanazi7479 10 месяцев назад
Angayazi kanjani i nomber ngob uyasho uhlala emgwaqeni futhi udla ama drugs
@ThembileNgcobo
@ThembileNgcobo 5 месяцев назад
Into edale ucc angene ezidakamizweni ingob waxoshwa kubo waphelelwa indawo yokuhlala yin proff ongayizwa lapho iznumber unazo inking akazazi ngekhanda uzishiyile
@naomithabethe8195
@naomithabethe8195 11 месяцев назад
Khabazela istory sacc sicacile siyezwakala loku adlule kuko ikona kushuthi akukho okunye . Ngyamfisela athole usizo
@ThokozaniSengane-pd4fl
@ThokozaniSengane-pd4fl 5 месяцев назад
Yazi akuve kubuhlungu uthi usenkingeni uphinde uthole umuntu ozokhuluma nawe engakuhlonipho, bhuti wami i hava a heart yokusebenza ngabantu ibaphansi ube kulesisimo abakuso nabo babone ukuthi kukhonkenke ubuhlungu abadlule kukho lisakhona itheba, your show yinhle but pray and ask the holy spirit to direct you, umoya ongcwele zokutshela mekumele ukhulume be careful ungaqali umsebenzi omuhle uphinde uzidilizele wona ngezakho izandla, i love my brother may the lord bless you inhlonipho ibalulekile brother ngokuzithoba, ingakho kumele wamukele izimo zonke zabantu, sometimes uyoke umeme umuntu kanti wake wasanganelwa ikhanda I'm talking from the experience umuntu oke wasangana noma exoxa kuyavuka sekubiza wena umbambe ngomoya ingakho konke esikwenzayo sikwenze ngomoya 👏👏👏👏
@TalentFakude
@TalentFakude 10 месяцев назад
Nkinga umuntu awumnik thuba. Lokukhulum singcin nathy sesdidek kanty thin sis syamuzwa
@JosephNgcobo-lg7nc
@JosephNgcobo-lg7nc 10 месяцев назад
Aw wavele wangphoxa prof ukhuluma kanjan nomuntu exakekike
@senzelongema4022
@senzelongema4022 11 месяцев назад
34:39 ubhuti uthe singajaji kodwa nguye ongathi uyajaja la
@SilindilePromise-qz5kv
@SilindilePromise-qz5kv 7 месяцев назад
Yaze yangihlukumeza indlela owenze ngayo kulo sisi professor kanti ngyakwazi ukuthi uhlezi uhleka if ukhuluma lanaba osuke ufuna ukubasiza I don't understand why umphathe kabi kangaka lo sisi kungcono kube awumlethanga Lana. Cha awumthandanga shame shuthi naye u sisi unebhadi ngempela ngyakuqal ukukubona wenza kanjena ungiphoxile ngendlela bengikukhonze ngayo...angiqondile ukugxeka bhuti but okwenzile akuhlalanga kahle kmina
@sihledlomo9864
@sihledlomo9864 5 месяцев назад
Professor kumele wamukele uJesu njengenkosi nomsindisi ukwazi ukuba nozwelo nabantu ungajabuleli ukuthi wenza imali kuphela ngama interviews abo atleast iba nobuntu. Asikwazi sonke ukukhuluma into eyodwa kusho ukuthi likhona iphutha ngakuwe lungisa.
@ThembelihleDladla-wr4cb
@ThembelihleDladla-wr4cb 8 месяцев назад
I personally think you should be gentle with her, istory sakhe siya zwakala nkosi yami..
@amahleasiphe9500
@amahleasiphe9500 10 месяцев назад
Indlela omu dismiss ngayo uSis prof? She has trauma that lead her to smoking drugs, ukuxoshwa kini for no good reason ungena bani kubuhlungu! Indlela okhuluma naye ngayo toward the end you are adding salt onto a bleeding wound, this could be another reason yokuth ethi mayethola usizo aziyenze, azibone engenamsebenzi walutho.
@NcwadenhleNonzuzo-nt7vf
@NcwadenhleNonzuzo-nt7vf 4 месяца назад
Nebhadii likhona ku mama nkosyami kufuneka eyogezwa enzelwe nezinto zesintuu
Далее