Contact Mp TV1 Calls 081 513 5606 Whatsap 071 281 7509 Social media platform MP MKHIZE DA BEE For Schools drugs awareness R20 donation here is the link below 👇 / @mptv1
Le outie has an interesting way of sharing his story😅 kodwa phezu kwakho konke ikhuluma into enenqondo futhi ephusile. The perspective he delivers on drug use and abuse is very powerful and worthwhile. Engathi uNkulunkulu angamsize abe naye kulempi yezidakamizwa. Singajabula uma le bru ingabuya futhi, Prof.🙏
Ubemthanda kakhulu uMnqobi kanti i outie ayinalo iqiniso. This is not unusual in this life anyway. Kahle kahle kumele kube izenzo zakhe umuntu ezimukhulumelayo cause words are cheap...Anyways, Prof must be patient with these guys. Some of them have a lot issues and bad habits which go beyond the scope of drug addiction💛
Professor Mfwethu ngyayithanda le show yakho yazi ngifunda okuningi and labafwethu ngendlela ubachaza ngayo mfo ay ba top kakhulu Mfwethu ngya enjoya ukubalalela
Part 2 powerful words from Simiso uthi yonke into ine addiction yayo .yazi abantu becabanga kuthi bencono kwabanye kanti akukho loko ,yonke into inendlela eziveza ngayo kumuntu ukephi nje umehluko uma intombazane esemgwaceni ithengisa ngomzimba nentombazane ephuza ugologo bese ilala noma nobani .sibantu nje siyaludinga usizo .keep on doing good things professor
Aw mfe2 part 2 abuye nje azoveza ukuth how is his relationship nobaba wakhe ngoba myb nakho kungamhlukumeza kodwa enganaki kakhul ngoba everything changed after ubabakhe asehlala jozi
The part where the interviewer said intombazane ekwakumele izisole wena uyindoda didn't sound right, we can do better than still having this kind of mentality in 2024, respectfully.
Part 2 yacacisa kahle yazi Nam addicted le show every day nda check Prof bheke phambili intle into yenzayo nesifiso ngathi ngahamba zonke ndawo like Mina se cape Town