Тёмный

EPISODE 203/ UFIKELWE ZINYEMBEZI EZWA IZINDABA ZOKUTHI KHONA OZOMENZELA LICENSE NGAPHANSI KW MP TV1 

MP TV1
Подписаться 93 тыс.
Просмотров 19 тыс.
50% 1

Contact Mp TV1
Calls 081 513 5606
Whatsap 071 281 7509
Social media platform MP MKHIZE DA BEE
For Schools drugs awareness R20 donation here is the link below
👇
/ @mptv1

Опубликовано:

 

12 сен 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 80   
@mptv1
@mptv1 6 месяцев назад
Uhlelo kuze luqhubeke ludinga support yenu ngoba uhulumeni akazimisele ngokuxhasa uhlelo if ngempela uyaluthando uhlelo join membership coz nama Dstv niwabuka ngemali For Schools drugs awareness R20 donation here is the link below 👇 ru-vid.com/show-UCAyS4KFEDFawnGHfbykFOkgjoin
@sisterashericharmaine1602
@sisterashericharmaine1602 6 месяцев назад
Kona vele ukusonta akukwenzi ushitshe..amasonto amasinagoge ezwe..okubalulekile ukuthi ukhonze unkulunkulu ungene ekamelweni lakho usho ubaba wethu osezulwini..ikona okufuna umdali.. good lucky my son ❤💛💚🙏🙏
@sibusidlungwane
@sibusidlungwane 6 месяцев назад
Thanks!
@slindilemdluli1890
@slindilemdluli1890 6 месяцев назад
I just want to say thank you kuwe bhuti for giving our children a platform yokuxoxa ngezimo. The guy on episode 203 Nhlakanipho owakithi and he is really trying his best and he knows we love him, I came across i video and I'm crying kuymanje coz we have a special bond naye although singazalwa mama yedwa . Ngyacela niqhubeke ningenelele ngifake isandla and ngbonge nakulabo abafake isandla. Nhlaka is a very responsible child and uyahlonipha ubehlonipha ngisho esabhema coz the cousins akhuluma ngabo that my brother and sister. So thank you bhuti lokhu kwenzakalayo kukhulu emndenini syabonga kakhulu . I'm sooo emotional ryt now. Thank you
@samkelisiwenkosi7120
@samkelisiwenkosi7120 6 месяцев назад
Muhle ke lo and smooth ungamphikela, May he stay clean anga phindeli kwi mpilo yombhemo
@nomfundobuthelezi1522
@nomfundobuthelezi1522 6 месяцев назад
It is very encouraging seeing ubhuti ezama and by the grace usenqobile . Well done bhuti Professor for ukunakekela abafowethu
@sikquotes2143
@sikquotes2143 6 месяцев назад
Aksimina yini one Saturday morning ngihleli a Total garage ngilinde kuvulwe iGame City (selishintshiwe igama). Bedlula phambi kwami ozakwethu from MPTV1. Bekugathi ngiyingane esitolo saswidi sengibabona bukhoma 99. Siyabonga Prof 😊
@noxolosithole9140
@noxolosithole9140 6 месяцев назад
Nhlakanipho siyakuhalalisela bhuti Muhle umsebenzi osuwenzile ngempilo yakho. Unkulunkulu akugcine akubusise ngazozonke izifiso zakho
@collycele7584
@collycele7584 6 месяцев назад
Ey UNkulunkulu sengathi angaqhubeka ambiyele lomntwana, amuphe amandla okuqhubeka alwe nalempi asephunyuke kuyona... Kukhulu uNkulunkulu akubeke kulensizwa
@mlandvomavimbela4575
@mlandvomavimbela4575 6 месяцев назад
Prof I'm watching this episode from Eswatini, I really appreciate the effort you put for every Snawana 😂😂😂. Eish where is Mncobi I really miss him
@user-ct2jh4zm6m
@user-ct2jh4zm6m 6 месяцев назад
Yhooooo Proff uNkulunkulu akubusise mntasekhaya Nami ngizokuthinta kukhona umntu engifuna ukumsiza lapho
@user-ho6sr2cb2u
@user-ho6sr2cb2u 6 месяцев назад
I so wish kuthi nabanye bàngaba njegaye nkosyam 😮 he's a god fearing guy choah keep it up bru
@mawabafana0363
@mawabafana0363 6 месяцев назад
PRoff, ngicela ungikhulumela no Buti ukuthi ngicela ukuba Ses'shenjini, ngizomhlonipha u mamkhulu👏👏👏
@Phumzie_dladla
@Phumzie_dladla 6 месяцев назад
Finally his here ngazengajabula razo❤❤❤
@siyandagumede4539
@siyandagumede4539 6 месяцев назад
Ngyabonga Nhlaka Yaz bengihlezi ngiphikiswa ukuthi uGwayi ne nsangu mawukbhema umuntu obhema kakhulu ilona ongakbhemi 👏👏osuke eseduze kwakho Yaz kuthangi ngsandokbon uMama eBhema ingane eyigonile ubaba naye ushisa owakhe. Ngafis ukubatshel ukuthi ni affect ingane, ngabona ukuthi bazongphoxa Kant ngimncane Mina
@Still_Man4478
@Still_Man4478 6 месяцев назад
Eyiiiii bhuti nami ngake ngayibona lento eLamontiville ku Mtiyane road umamah ebhema phambi kwengane yomfana, nase Galleria Mall ku sisi phambi kweyingane zakhe😢😢....
@guguzondi5885
@guguzondi5885 6 месяцев назад
ngempela Professor nababukeli, niyabona ukuthi sibhizi sididiswe sibhizi ne world cup emkhathini kwakubhizi amadimoni ayethunyelwe, i m so glad this guy understand its one day at a time! siyabonga . kuzolunga even the ID, yazi izidakamiswa even alcohol have a habit of keeping you occupied nento elula uyibone iwimthwalo, kuzolunga . each day he will become a better man with the choices he makes. from waking up until we sleep we are faced with two choices . it will get easier . a year is long enough . Unkulunkulu on a day to day provosion and tomorrow will be taken care of!! ngiyaliqalekisa leli drug la 2008-2010!!!!
@SindisiweKunene-ht6zl
@SindisiweKunene-ht6zl 6 месяцев назад
Thank u Prof. Please do NOT pay in advance with these driving school! A lot have had a bad experience ngokukhokha in advance!
@juanitadlamini5784
@juanitadlamini5784 6 месяцев назад
Which driving school sisi
@wangasoyiyana7710
@wangasoyiyana7710 6 месяцев назад
Gud advise sisi ngoba hei bayahlupha sisi abantu baseDriving school kona imali uma isingakubo... kuze kungathi kuncono kwana academy
@user-rw9ly7nb6g
@user-rw9ly7nb6g 6 месяцев назад
Into ebuhlungu nge drug once you taste😢, it's always needed 💔 inkosi ize iksize mtaka mAh uphunyuke klolu giba
@esihlebeaumakaula1985
@esihlebeaumakaula1985 6 месяцев назад
Haaaah this guy has skill of doing Valet, it's a lucrative idea. He has money in his hands woooow
@Still_Man4478
@Still_Man4478 6 месяцев назад
How do yo do it😂???
@irvinndlovu3150
@irvinndlovu3150 6 месяцев назад
I'm addicted to this channel yooh and most abosnawane ngyabazi ngokubabona big up MP TV1
@bongythwala9840
@bongythwala9840 6 месяцев назад
Really
@sisterashericharmaine1602
@sisterashericharmaine1602 6 месяцев назад
Kona ukusonta akusho lutho..amasinagoge ezwe lawo...okubalulekile ukukhonza uNkulunkulu ungene ekamelweni lakho usho ubaba wethu osezulwini..ikona okufunwa umdali lakho..good luck my son ❤💛💚👊👊
@wandilesphephelo8244
@wandilesphephelo8244 6 месяцев назад
LoBhutie unoBuhlabakani baseZelwini uThandwe uJehova akaqhubeke nokuthembela kuNkulunkulu izidakamizwa idimoni ukunqoba lelidimoni ukukhonza uMdali we Zulu nomhlaba. Amen
@tsholofelomogotsi2801
@tsholofelomogotsi2801 6 месяцев назад
Prof mfowethu please help umjita nge home affairs . Please update us kuzolunga nakuwe one day Mkhize 🙏
@KINGSHIP-NTUSI
@KINGSHIP-NTUSI 6 месяцев назад
eyyy 2008 wayibulala isouth africa... i used to watch my uncles experimenting whoonga, i was doing grade 10 and ngangicasulwa indlela abalenga ngayo after smoking ..... after that iwhoonga yabhuza Kwanyuswa i think 2 out 10 of my peers survived iwhoonga pandemic
@thulaniziqubu7842
@thulaniziqubu7842 6 месяцев назад
Hmm amandla okufa nawokphila asolimini, abakuthandayo bayodla izitethelo zalo ❤❤❤
@user-cd8dz6kd4i
@user-cd8dz6kd4i 6 месяцев назад
Ima kanjalo bhuti laba abangakuthembi bayeke wena uyazaz kuth yin uyifunayo manje pls bafo ungabuyeli ezidakakizweni pls ndoda uyasibona isimo ukuth sinjan ngalezidakamizwa
@user-xb8nu1lk2z
@user-xb8nu1lk2z 6 месяцев назад
Aibo iyashesha i ID akathole sbongo fanana noma umamncane uzoythola akusalindwa njengakuqalaa mnje
@lungizulu689
@lungizulu689 6 месяцев назад
Mntwana, Sthuli Ska Ndaba 🙌, syabonga mtaka baba❤
@user-mg6sm1ng6y
@user-mg6sm1ng6y 6 месяцев назад
Brilliant this one,senga angaqhubeka aye phambili
@johannamunyayi
@johannamunyayi 6 месяцев назад
Hes very handsome and so happy for him
@slindilemdluli1890
@slindilemdluli1890 6 месяцев назад
He is also very respectful
@ntombozukongombolo
@ntombozukongombolo 6 месяцев назад
Yhuu bhuti uThixo akusikelele mfowethu .owam umntana utshone last year yizo izidakamizwa. akukho lula ugceda umntu okulemeko BiG UP bhuti wam yimpi le yangempela.
@AmahleDuma02
@AmahleDuma02 6 месяцев назад
May the lord protect him 👏
@nocphogumede8968
@nocphogumede8968 6 месяцев назад
Kodwa mtanam Jehovah uzokusiza uzokuvikela qina mtanam🙏
@phumlanitrevorzondi2984
@phumlanitrevorzondi2984 5 месяцев назад
I never miss a epsode siyabonga Prof
@bongythwala9840
@bongythwala9840 6 месяцев назад
uBani onakile ukuthi uNhlakanipho muhle mayegumule isigqoko.
@sphelelemasengemi2252
@sphelelemasengemi2252 6 месяцев назад
😢😢😢😢kwaze kwanzim siyabonga aphume angabheki emuva
@andilemncube8986
@andilemncube8986 6 месяцев назад
Improved sound quality. Dankie Prof
@user-wt5qu4ut6s
@user-wt5qu4ut6s 6 месяцев назад
Phambili nge mptv1 ,siyambongela umageba
@user-ct2jh4zm6m
@user-ct2jh4zm6m 6 месяцев назад
Wamuhle ntlaka ❤❤❤❤❤❤❤
@kungayetoto1816
@kungayetoto1816 6 месяцев назад
aw bhut proff,channel yakho inamandla ,inyanisile lentsizwa radio inamandla kwayona😇
@busimladybmngonyama8321
@busimladybmngonyama8321 6 месяцев назад
Waze wamuhle.
@PhilisiweDlezi
@PhilisiweDlezi 6 месяцев назад
Siyabonga nhlakanipho❤
@user-th7zp3vg6y
@user-th7zp3vg6y 6 месяцев назад
Ngaze ngahalela ukuthi azohlala la kwaNongoma Kombuzi ngeke aphinde abuyele nkosym
@DaphneyLuthuli-nw4oc
@DaphneyLuthuli-nw4oc 6 месяцев назад
Good luck son I wish you all the best 🙏 ungayeki ukukuthandaza kuzolunga
@katenokulungagabayi8912
@katenokulungagabayi8912 3 месяца назад
Weproffessor ngyafisa uwenze ivideo yalabafans abadayisa izidakamizwa etown ..khona into engfisa ukuyazi
@zahmkhize6062
@zahmkhize6062 14 дней назад
Qhubeka Bhuti ungabheki emumva
@nombusomacu9284
@nombusomacu9284 6 месяцев назад
Ngyabingela
@qhawendungane1563
@qhawendungane1563 6 месяцев назад
Kulula professor, akenze temporally id, bafo makanga panic
@katenokulungagabayi8912
@katenokulungagabayi8912 3 месяца назад
UNkulunkulu into engiyithandayo ngaye uyayinakekela intandane ..
@SirBillaSA
@SirBillaSA 6 месяцев назад
🙏🏾🙏🏾
@phumzilenyawo3741
@phumzilenyawo3741 6 месяцев назад
Nawe uyabuka Zungu
@SirBillaSA
@SirBillaSA 6 месяцев назад
It's all really eye opening, I wish all these gents all the best
@lungimfeka7798
@lungimfeka7798 6 месяцев назад
Uma kuzosa kuba mnyama kakhulu… yabona manje sekulunge konke
@Luvuyo4GYM
@Luvuyo4GYM 6 месяцев назад
I Wonder If Drugs Are Like Sex 🤔… Like Once You Start Having Sex It’s Impossible To Quit! You Can Go A Year Or 2 But You Still Think About It etc 😭🤦🏿‍♂️ Ngibafisela Konke Okuhle Abafwethu That Are Dealing With Drug Addiction 🙏🏽🙏🏽🙏🏽😭😭😭
@noxololusenga641
@noxololusenga641 6 месяцев назад
Professor ngicela umtshele ahambe ayogeza yonke lemimoya yasemgcemgwaqeni iyo ezombiza abuyele emuva
@lindiweshibe4507
@lindiweshibe4507 6 месяцев назад
Present My Buti ❤️🙌🎉🎉
@wandilesphephelo8244
@wandilesphephelo8244 6 месяцев назад
Yenza temporary izokwenzeka siza Professor please
@user-zq2cu3yi7v
@user-zq2cu3yi7v 6 месяцев назад
Ngine mama phela mina phakathi inside 😅
@simphiwedlamini40
@simphiwedlamini40 6 месяцев назад
No Proffesor his birth certificate ine number ze ID it won't be a problem to do it and it takes only 6 weeks ukuty iphume
@juanitadlamini5784
@juanitadlamini5784 6 месяцев назад
Waze wamuhle uNhlaka
@gabisilengwenya-mu7gi
@gabisilengwenya-mu7gi 6 месяцев назад
Angitsi yaybo lonto❤😂
@user-im1cw6ds6s
@user-im1cw6ds6s 6 месяцев назад
Kwande mfeth khule usebenzi wakho Khabazela sibongele no Zulu
@mazwimagubane8276
@mazwimagubane8276 6 месяцев назад
Bhuti Mike ayihleli kahle akazwakali kahle
@scelombhiya7517
@scelombhiya7517 6 месяцев назад
Dakoo razo🎉
@snenhlanhlakhumalofitnessc7312
@snenhlanhlakhumalofitnessc7312 6 месяцев назад
Marking the register
@xolanixulu6756
@xolanixulu6756 6 месяцев назад
Uhluzekile lomfethu
@thandekaduma2036
@thandekaduma2036 6 месяцев назад
Phakathi inside
@user-cq7fb8vt4i
@user-cq7fb8vt4i 6 месяцев назад
❤😊
@sivefaku1961
@sivefaku1961 6 месяцев назад
❤❤❤❤
@user-te8he6to3h
@user-te8he6to3h 6 месяцев назад
Uyindoda bafo
@collycele7584
@collycele7584 6 месяцев назад
Ey UNkulunkulu sengathi angaqhubeka ambiyele lomntwana, amuphe amandla okuqhubeka alwe nalempi asephunyuke kuyona... Kukhulu uNkulunkulu akubeke kulensizwa
@nkosivilekhumalo298
@nkosivilekhumalo298 6 месяцев назад
❤❤❤❤❤
@collycele7584
@collycele7584 6 месяцев назад
Ey UNkulunkulu sengathi angaqhubeka ambiyele lomntwana, amuphe amandla okuqhubeka alwe nalempi asephunyuke kuyona... Kukhulu uNkulunkulu akubeke kulensizwa
@HlengiweNondumiso
@HlengiweNondumiso 6 месяцев назад
❤❤❤❤❤❤❤
Далее
Inkabi Esibaqedile nge Volovolo, isithathe uMhlala Phansi
1:25:18
How Strong is Tin Foil? 💪
00:26
Просмотров 41 млн
Новый уровень твоей сосиски
00:33
А ВЫ ЛЮБИТЕ ШКОЛУ?? #shorts
00:20
Просмотров 2,2 млн
How Strong is Tin Foil? 💪
00:26
Просмотров 41 млн