She is so listenabe and uyamubona ke lona ukuthi uzimisele okwangampela ukushintsha. She is the only one who deserves a fourth episode but ke siyazi kumele kuvele nabanye ukuze nabo basizakale. Your interviewing skills was spot-on kulama episode Professor, keep it up as always!
Ngiyayithanda le ndoni yamanzi ma isimoyizela ixoxa indaba yaz ngath ngavele thathe ibhande uyixebule kuphume le dimoni isale iphila. Uyaphi la lomuntu kodwa yini le eqeda izingane ay one day siyo sithola isisombululo. Uneminyaka emingaki? Ngiyafisa kumsiza noma ngingaz kuth ngan kodwa usazosizakala lomntwana
Ngaze ngayikhonza ingane 🙏🏻 muhle u Bongeka futhi uyabonakala uyafuna ngampela ukushintsha. How did the rehab go? Sekanjani manje? Please update us about her recovery journey
Kanti nalento yokugida ingoma iyadinga ukiqashelwa mina ngiyibona kuyinto yabafana,iba exposed ezintweni zabafana njengokubhema ifana nentombazane ejimayo kuba khona lokho nje ukuthi uzibona estrong kanti abantu besifazane basoft so yonke into yakhe kmele ibe soft