Тёмный

EZINGENAYO: Ngeke ukholwe umlisa eveza okuthusayo okuzokwenzeka mhlaka 23 July 😳 

SIBONISO TV
Подписаться 23 тыс.
Просмотров 10 тыс.
50% 1

Опубликовано:

 

24 июн 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 54   
@lindiwembatha3219
@lindiwembatha3219 14 дней назад
Ngithi ngegama likaJesu nangegazi likaJesu akukho into ezokwenzeka ngomhlaka23 noma inini,ngithi ngeke ngyathulisa lowomoya nalawo macebo kasathane ngegama nangegazi likaJesu,amen
@lindajali745
@lindajali745 13 дней назад
Surprisingly the SPEAR is pointed directly towards HELLEN ZILLE'S head 😂😂😂 YES THE HAND OF FATHER GOD IS UPON SOUTH AFRICA 🇿🇦
@user-ru9jl3il2l
@user-ru9jl3il2l 15 дней назад
Umkhuleko mtanam uzonqoba.Syabona bayabitoza kodwa wathi asothula uzosilwela uJehova❤❤❤
@thobilecele9451
@thobilecele9451 14 дней назад
UNkulunkulu wethu unamandla uzoyinqoba lempi futhi uzosivikela kulolonke uhlobo lwesitha olumelene nathi in Jesus mighty name I pray. Amen
@user-kd5jg6jx5w
@user-kd5jg6jx5w 14 дней назад
Sikhonza uNkulunkulu wezimanga Uthe asothula uzosilwela yena
@SizweDhlamini-ie2ut
@SizweDhlamini-ie2ut 15 дней назад
Uyazi vele abelungu ukusixabanisa bacala kudala ngezikhathizempi bayazi ukuthi manixabana ninqotshwa kalula ngakho manje bafikekahle asizukulwa vivaMk
@vammashangase5908
@vammashangase5908 14 дней назад
Kubobonke abakholwayo nali IZwi likaNkulunkulu "Lempi akusiyo eyenu, ingeka Jehovah". Uma abantu ababizwa ngeGama lami, bafune ubuso bami, ngiyakukhulula izwe labo.
@lulekamabhele807
@lulekamabhele807 10 дней назад
Endikuthandayo andinaye kwababa ngekhe ndithandazele kwaRamaphosa ongandinakile ofuna ivote lam nje atye nabantwana bakhe abam besidla amanzi
@GugulethuHlongwane
@GugulethuHlongwane 15 дней назад
Sesihlakaniphile manje eyokunqumpana sodwa asisayingeni.
@preciousngwanr1826
@preciousngwanr1826 15 дней назад
Ngeke silwe sesiyazi bafuna silwe, ne weather siyazi ukuthi yibo abayilawulayo ayisekho natural sebeyibiza nge climate change, wake wavelelwa umuntu omnyama yizigebengu zabelungu besebenzisa abantu abamnyama oRamaphosa noMbalula nabanye
@vukanidumisa9774
@vukanidumisa9774 15 дней назад
unqinisile mfethu ondlebe zikhanya ilanga abasifuni bafuna izwe lethu ngenkani odoti laba
@thembimdhladhla
@thembimdhladhla 15 дней назад
It's time for us to pray for our country and u baba wethu
@BonakeleKhambule-ru7bx
@BonakeleKhambule-ru7bx 15 дней назад
Qina South Africa qina singake silwe asibajabhise impela basile laba basjwayela kabi baphela ubulima
@user-ip7pd3xm3c
@user-ip7pd3xm3c 15 дней назад
SALUTE...WE ARE READY AND THEY KNOW THAT WE ARE NOT SCARED ANYMORE, THIS IS 2024 NOT 1652, THEY MUST KNOW THAT. A BLACK CHILD IS READY FOR ANYTHING.
@user-cb8fd1hy9r
@user-cb8fd1hy9r 15 дней назад
Singabaka Smakade singabe Thonga
@user-cv8hr4yq3x
@user-cv8hr4yq3x 15 дней назад
ASIKUPHIKISI SI,WE ESIMNYAMA NGIJABULISWA AMAZULU AWASAYENZI INTO YOKULWA INDLE MNYAMA IBAMBISENE ASIBAMBANENI BANTU BAKITHI BANGEZI NEMIJOVO MABEBONA UKUTHI ASILWI
@LuckyMtambo
@LuckyMtambo 14 дней назад
Ayhlalephansi ibambumthetho bantu ABAMPISHOLO🙌🙏
@lindaninhlakanipho2108
@lindaninhlakanipho2108 14 дней назад
Le ye weather kade ngayibona ukuthi iyenziwa eyii bakhohlakele abelungu
@gcinazondi2427
@gcinazondi2427 14 дней назад
Great minds discuss ideas. "Kuthiwa kubamnyama kakhulu masekuzokusa.Ayihlale phansi ibambe umthetho maM.K. amahle ". AMANDLA AWETHU! AWETHU AMANDLA. BOPHA ,GWAZA;JIKIJELA MKHONTO JIKIJELA..
@BonakeleSibusiso
@BonakeleSibusiso 12 дней назад
Anc yiyo le isifaka kulemeko sikuyo
@PhumulaniMgobhozi
@PhumulaniMgobhozi 15 дней назад
Kanti bona babuyeli ngani emakubo uma bebona ukuthi abahlalisene kahle nathi umlungu akaye kubo e England ibhunu maliye kubo eGerman nase Netherland basishiye ngokuthula🤞
@PhumulaniMgobhozi
@PhumulaniMgobhozi 15 дней назад
Ngoba ngeke silwe ngampela futhi
@user-sx1we3ts4m
@user-sx1we3ts4m 14 дней назад
Ngempela ngempela ababuyeli ngani kwelakubo
@sibongileviolet887
@sibongileviolet887 14 дней назад
Ai bazonya xem sesihlakaniphe kabi manje ngeke basasikhona. Never silwe
@user-fq6lm5bo9h
@user-fq6lm5bo9h 14 дней назад
God is in control akusiyo eyethu lempi okwethu ikuxihlela silindele ikusho kwakhe🙇‍♀️🙇‍♀️🙇‍♀️
@user-ye3ex1rp5y
@user-ye3ex1rp5y 14 дней назад
QINA MUNTOMNYAMA BAMBANANI❤😊
@user-jv2zv5mm4u
@user-jv2zv5mm4u 15 дней назад
Dankooo
@thembinkosivincent7742
@thembinkosivincent7742 15 дней назад
Musa ukuqamba Manga Wena kukhonto ezokwenzeka apha uhubhu kabhejane
@user-kr6pj5pt5s
@user-kr6pj5pt5s 14 дней назад
Ahi sikhathele amanga enu usuzwe ngobani
@user-nr1iq9jz3d
@user-nr1iq9jz3d 14 дней назад
Weee mhlawumbe bafuna sidinwe siluthe😂
@ntombifuthimkize5559
@ntombifuthimkize5559 14 дней назад
Yoooh ngyoqala ngenyama ngalamba jabi ngomlutho odlule ngilibele ukuthithiza weee
@user-po3vy1pn2v
@user-po3vy1pn2v 15 дней назад
Up the African siyibambe singalwi sibajabhise
@mthokozisimthembu-xy6kj
@mthokozisimthembu-xy6kj 12 дней назад
Sibaningi syazi laba bafuna ukuthi silwe sodwa kodwa sesadlul lapho 😅
@user-om8gk9xj9c
@user-om8gk9xj9c 15 дней назад
Siyabonga mfana wami
@mpumelelomabanga7993
@mpumelelomabanga7993 11 дней назад
Silwiswe Weather
@MvuseniButhelezi
@MvuseniButhelezi 14 дней назад
Lenkulumo ayizwakali ngoba ayicacisi , kunalokho idida kakhulu. Inkulumo enjena yenza imiqondo ingami ndawonye abantu bagcina sebenza okungeyikho ngoba ayicacisi lutho. Bekufanele ibe ngqo ephoyintini
@VictorShongwe
@VictorShongwe 14 дней назад
UMDALI UJEHOVA UMVELINQANGI AMAZULU AZOSIPHENDLELA
@mosesntuli2888
@mosesntuli2888 3 дня назад
Anisaphilile kahle emakhanda
@user-hg2gl8yw6j
@user-hg2gl8yw6j День назад
Ayikho lonto wena
@MuziMkhize-e9q
@MuziMkhize-e9q 14 дней назад
Izikulumo ezinje ezixova abantu.
@user-vu6gj6pi1c
@user-vu6gj6pi1c 15 дней назад
Akwenzeke okwenzekayo umanje urama ehambile
@user-ec2yq6dd6h
@user-ec2yq6dd6h 15 дней назад
Kunjalo bhuti,Bafuna khona ukuxabanisa thina bantu abamnyama, Ngicela singavumi ukwenza noma yini ezosenza sixabane sodwa,Umbuzo owodwa nje engizowubuza lapha e Africa uke wabona kuphi abelungu belwa bodwa akukaze kwenzeke ,Ubona thina bantu abanyama kuphela esibulalanayo ngicela sibajabhise
@sibonisiwemkhize4045
@sibonisiwemkhize4045 14 дней назад
Weda😂😂
@user-sf3ln5ih2p
@user-sf3ln5ih2p 14 дней назад
Yobe Ma-Africa
@PortiaNyathi-wx4hp
@PortiaNyathi-wx4hp 15 дней назад
Kuhle
@user-eg8bm1xl2y
@user-eg8bm1xl2y 14 дней назад
Yen lowo ukuthatheph lokho
@user-ye3ex1rp5y
@user-ye3ex1rp5y 14 дней назад
Ubuloyi of note ke lobo😮
@ThobaniMyeza-ye1hw
@ThobaniMyeza-ye1hw 13 дней назад
Kungenzeka
@samkelisiwecarolmlambo8231
@samkelisiwecarolmlambo8231 14 дней назад
Kidwake mina ngithi aaikhulum4 nama Dlozi ethu emsamo asivikele sibike ..uzobona kuzodlula...ng4k3 kube nayo i power
@mlungingisi1819
@mlungingisi1819 14 дней назад
How to manipulate weather😮
@samkelisiwecarolmlambo8231
@samkelisiwecarolmlambo8231 14 дней назад
Yakhumbula after 29 May for vites..sibe nezikhukhula only KZN and Estern Cape
@mlungingisi1819
@mlungingisi1819 14 дней назад
@@samkelisiwecarolmlambo8231 ya ngiyakhumbula manje loku kuhlanganaphi nepolitiki noma mhlambe banamandla okulawula izulu? Haibo!!!
@mfudumalo9407
@mfudumalo9407 12 дней назад
Save the video and make the reminder and never come back here to say "it was true".
@sisterashericharmaine1602
@sisterashericharmaine1602 14 дней назад
Uyasangana wena
Далее
Who has won ?? 😀 #shortvideo #lizzyisaeva
00:24
Просмотров 19 млн
The Big Debate | 04 July 2024
50:00
Просмотров 49 тыс.
Democracy 30 I SA governance challenges
21:52
Просмотров 2,4 тыс.