Тёмный

Imfezemnyama Ichaza Ngokusetshenziswa Igcokama Ezimpini Zalo 

S.K Media Production
Подписаться 97 тыс.
Просмотров 24 тыс.
50% 1

Опубликовано:

 

8 сен 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 110   
@stockclerkseaqual6507
@stockclerkseaqual6507 2 года назад
Yabona mfezi uma ungalalela lamaxoki angabalandeli athi uyancetheza ,uzohlupheka ngempela ngoba bafuna ukuthi ungazwani nabantu eyakho impilo ime bona bajabuleke neqhawe labo. Mina ngithi uyinsizwa✊
@nkosiedlamini2798
@nkosiedlamini2798 2 года назад
Am happy for you Mfezi, all I can say you on the ryt track
@qumbamaqumbana3341
@qumbamaqumbana3341 2 года назад
Ikhulile imfezi… well done 👍
@user-rw6rk4nn5w
@user-rw6rk4nn5w 6 месяцев назад
Mfezi mtungwa akekho ongezwa ukuthi intambo uyayishaya abantu baphethwe umona nezinhliziyo ezimbi bayathakatha nokhozi lubuye lukufele amathe (ngikufisela impumelelo enkulu emhlabeni)asbonge makwande
@makhonzaphewa1004
@makhonzaphewa1004 2 года назад
Uyiphixiphixi nkunzi kuyasho ukuthi awuqhathwanga
@luckysithole2525
@luckysithole2525 2 года назад
Mfezi uweak & uyigwala
@Simza_da_sk
@Simza_da_sk 2 года назад
kakhulu
@nkululekosikota8262
@nkululekosikota8262 2 года назад
Mina Mfezi angikuzwa ba uthini, ungene kuphi ufakwa ngubani, usho kahle uba nguwena owalifonelayo Gcokama, mina nje bengingazi uba wawungafakwanga kwingoma ka Zwelonke, nayi ithuba, khawusitshele, kwakutheni ungafakwanga, Uma ukwenza lokho, bala amagama wabantu tata.
@ntusmiso
@ntusmiso 2 года назад
Ukhuluma imfishimfish njeh
@musasteven5650
@musasteven5650 2 года назад
Nixolisela ukuthi anibizwangwa emcimbi?
@mlungisingcamu4987
@mlungisingcamu4987 2 года назад
Syakuzwa mawuthi waqhathwa kodwa inkulumo yakho ayisho
@patrickmzwakhenxumalo5457
@patrickmzwakhenxumalo5457 2 года назад
Lona noblima izinto ezimbili engeke zihlukane wayekade emfonelelani umthandeni ngoba wayengakamfoneli Yeni wayehlulwa yini ukuzenzela
@bongamdlalose91032
@bongamdlalose91032 2 года назад
Mina ngithi imfezi ikhulile bafana bam ngomqondo futhi ihlakaniphile iyakwaz ukuzithoba nokvuma ukt khon la abanephutha khon ngokungazi lokho kusho ukukhula ukuxolisa
@clifforddladla6847
@clifforddladla6847 2 года назад
Utamatisi wasemantungweni ngeke nilunge manisathi aniwaqambi amanga
@Fendangejazi
@Fendangejazi 2 года назад
Senaba nama contract yini nabahleli bemcimbi? Nakhona zithini izivumelwano? I don’t understand 🥴
@cyakhumalo7717
@cyakhumalo7717 Год назад
Weee ubani oxolisayo sudlal ngat wen awuy wakakhumalo
@sbusisocedrick5325
@sbusisocedrick5325 2 года назад
Uyindoda mfezi qhubeka njalo awusona islima Uma wenze iphutha kfanele uxolise🤝
@mosisemcube6936
@mosisemcube6936 2 года назад
Laba abakushiya kwingoma kaZwelonke uze ufonele UMthanden awusho lutho olubi ngabo
@thandiwemabaso9463
@thandiwemabaso9463 Год назад
Umncane kodwa ukhomba ukuhlakanipha kulendawo yomculu mfana engathi nabanye bengabonela kuwe bengabheki isiqusakho kodwa bathathe okuphuma emlonyeni
@zanozukongudle2366
@zanozukongudle2366 2 года назад
Kukhuluma umfazi uqobolwakhe
@sifisomrcoolmkhwanazi
@sifisomrcoolmkhwanazi 2 года назад
Bayashinga,bexolise abantu online
@msizisiyanda2401
@msizisiyanda2401 2 года назад
Sekukaningi imfezi iiyishaya emuva ishaya phambili. Umuvalelwe kunani ngoba akukho lawudleka khona ngemcinjana nje owodwa ngonyaka nlongeke ukulambise uzehkisa isithunzi
@bawelilengubane6863
@bawelilengubane6863 2 года назад
Umuzwa ngisho ethi uyachaza akazi nokuthi ayiqale kanjani ngoba uqamba manga akakyphoqanga uMthandeni and aukid neshwanga njandini
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 2 года назад
Inkinga kamaskandi sekune qembu elibusayo neqembu eliphikisayo kumaskandi.
@benbuthelezi4929
@benbuthelezi4929 2 года назад
umfezi udlala ngomthandeni nje yena why eposter into if wayebona kuthi iyabheda en angimali cos uMcineka washo kuthi uzokwenza Live
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 2 года назад
@@benbuthelezi4929 Cha Shenge inkinga senenze iqembu elibusayo neqembu eliphikisayo kumaskandi.
@benbuthelezi4929
@benbuthelezi4929 2 года назад
@@vusimngomezulu2500 ya iqiniso lelo omaskandi bebengazwani kodwa ukufika koNcineka sokwenze izinto zabheda kakhulu
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 2 года назад
@@benbuthelezi4929 Umshiyelani ungizwe?
@mthokozisisakhile5563
@mthokozisisakhile5563 2 года назад
Ungaphiki nezithutha mfezi uma kukhona la ozibona khona iphutha kuhle nje ukuxolisa ngyabonga mina
@Khohlwakhanyile
@Khohlwakhanyile 2 года назад
Aninawo amandla mfezi bafwethu yamukelani bo
@dumaniremegius9052
@dumaniremegius9052 2 года назад
Inkinga yakho uyancetheza hlukana nokuncetheza qhawe Lami.
@sphiwekhuzwayo9506
@sphiwekhuzwayo9506 2 года назад
Imfezi ayiyeke ukuhambe ixolisa incetheza ayibe nomgogodla,uyena wafonela uMthandeni ,manje umsebenzisaphike coz akaze amcela uyena owacela kuhlanganisa okthile naye,afunde kuzimela ngoba namanje ukuncetheza nje lokhu akwenzayo umbuluza koGe
@dlomoinnocent2104
@dlomoinnocent2104 2 года назад
Uyaxokiza Mfezi ngokwakho nje wena waposta leya post elinegama osa a nokulibiza kodwa la postwar uwe.. Waba wrong ngokwakho nje nawe wahlohlana naye ngoba umaz ukth Uno forward vese ngeke bemsabise yena wena usuyagijima užovika ngaye
@momentbuthelezi4453
@momentbuthelezi4453 2 года назад
Washo Usgwebo ukuthi legama lobunsizwa liyahlupha...kusamele kubekwe Lona......ngoba yonke umuntu uthi uyinsizwa waqathwa...
@georgebuthelezi8057
@georgebuthelezi8057 2 года назад
Mfezi iyanibulala indlala nize nixolisele nento engekho , babengakufaki ngani nje kwingoma kaZwelonke mawubabuza
@sikhumbuzozwelihle1171
@sikhumbuzozwelihle1171 2 года назад
Uxolisela ukuth wasuke wafonela iGcokama bamubamba🐐
@nokulungadube3393
@nokulungadube3393 2 года назад
Waphoqwa wakukhombha ngesibhamu uyasinyela wena kwakungamel uvume uma wawngafuni
@sikhumbuzozwelihle1171
@sikhumbuzozwelihle1171 2 года назад
Ay asazi, mangilalela kahle Igcokama alingeni ndawo ekungaqashwanga kwakho kwasekuqaleni. Oge nomcineka imisangano wena landela ibhodwe eliconsayo. Nizidididi nabomcineka tseg
@user-rw6rk4nn5w
@user-rw6rk4nn5w 6 месяцев назад
Ukhozi FM luyabheda kakhulu
@sihlecolmel6217
@sihlecolmel6217 2 года назад
Umosha idata mfezi ohlala odabeni uqonde ngqo
@momentbuthelezi4453
@momentbuthelezi4453 2 года назад
Uyalanda.....into engazwakali....lol....lol....
@senzosakhegarajelomonahade4409
@senzosakhegarajelomonahade4409 2 года назад
mina mfezi mfana omdala ngyakuzwa ukuxolisa kwakho kepha uxolisa kawone ngalutho ngoba phela uma ungabizwanga emcimbini kunendlela yokuqhuba umsebenzi wakho ukuthi uphazamisa okabani akusilona iphutha lakho lelo ngoba ukube ubekubonile loyomuntu ukuthi ubalulekile ubengeke akushiye ngaphandle kephangoba emculweni nixolisa noma ningonanga xolisa nkunzi ngoba nakho bazokuvalela ayikho into ozoyenza kodwa besingekho isidingo ibona abangakubizanga emcimbini wabo
@mazandlovu8174
@mazandlovu8174 2 года назад
Ayikho,,leyonto,,ngane,,yami,,akakuphoqanga,,kushukuthi,,nawe,,awunamgogodla,,okanye, uyamqambela
@lavendermthembu1715
@lavendermthembu1715 2 года назад
Cha ndoda awusetshenziswanga nguwena owafonela umthandeni ukuthi eze namaqhinga ngoba nivaleleke ngaphandle unesiqiniseko sama email ngoba umthandeni ukhuluma live ukuthi Ngeke xolise yini pho bengavezi ubufazi ukuthi uxolise umthandeni cha indlala ngiyayivuma
@luckysithole2525
@luckysithole2525 2 года назад
Uqinisile mfethu, uyasinyela lona
@wisemanmagubane1914
@wisemanmagubane1914 2 года назад
Uzisholo yena kuthi nguye owafonela mthandeni...ok why vele emfonela why ungabuzanga mcineka kuthi why ungekho????xxxm
@luckysithole2525
@luckysithole2525 2 года назад
@@wisemanmagubane1914 iyabheda imfezi
@Malume85
@Malume85 2 года назад
Eyi abekho abantu abadelela njengabalandeli balo mculo ka Maskandi umuntu vele bamehle nje ungafunga ukuthi bathuka umngani wabo .. Ngisho ngabe kuthiwa uyancetheza lo mfo nina aningendawo boMasaka zikhotha Mdidi Ze Khuzani elisha
@siyabongamngoma223
@siyabongamngoma223 2 года назад
I Khuzani elisha 😂😂😂
@sikhumbuzozwelihle1171
@sikhumbuzozwelihle1171 2 года назад
Wena uyisihlama sikamasaka.
@Malume85
@Malume85 2 года назад
@@sikhumbuzozwelihle1171 isihlama uNyoko yonke into ozoyisho la kuzoba ibhansela yaNyoko lo othakathayo
@sikhumbuzozwelihle1171
@sikhumbuzozwelihle1171 2 года назад
@@Malume85 if I had time to argue with fools like you I should have done it long. I'll just leave you coz you literally stupid who lacks logic thinking.
@sthembisomkhize1734
@sthembisomkhize1734 2 года назад
Usuyancetheza ke manje kubahleli bemcimbi mfezi ingakho bekufakile kwimpucuzeko. Kusebenza ukuthi wazibani wazana nobani corruption everywhere. Ukube waxolisa babezomqasha phela naye unephutha ke ngalapho wemfezi badlala ngawe oGeh labo ngabe sebekuvezile lobufakazi lies lies lies everywhere it lies... Ngizwe😂😂😂😂🤥
@diskinautworld
@diskinautworld 2 года назад
Wena ufuna ukuncika kwiGcokama kahle kahle uyancethetheza.... wayekwenzela iFavour nje ukuth uzophusha umsebenzi wakho.... wawufuna ahlele umcimbi eyedwa ebese elokhu ebiza igama lakho ube ungenzanga lutho ngomcimbi..... ncetheza nje kodwa ngoba bakwazi ukukshiya kwiNgoma kaZwelonke basazokuvalela ngaphandle nangelinye ilanga
@menzired951
@menzired951 2 года назад
Xoki ndini nalento oyikhulumayo ayiyenzi sense.
@shakesmagobodo4074
@shakesmagobodo4074 2 года назад
Qhawe ngizokutshela lokhu umthandeni akazwani nabaculi abaningi kumenzela isgcwagcwa kubahleli bemicimbi, wazwana naye uzovaleleka eyntweni eyningi
@Simza_da_sk
@Simza_da_sk 2 года назад
uyancetheza too much wena ingakho nje igama lakho lishona phansi
@siphathisiwemoyo5360
@siphathisiwemoyo5360 Год назад
Mfezi usashaya eceleni Ku CD kamaskandi ukulalele ama CD akho amadala nalawa amasha wageja jongosi
@mlondyngoyi2170
@mlondyngoyi2170 2 года назад
Kdwa inkulumo yakho ayibonakalisi ukuthi waqhathwa
@luckysithole2525
@luckysithole2525 2 года назад
Umasuza nje lemfezi yakhona, akazazi umephi
@mthokozisimabuza8670
@mthokozisimabuza8670 2 года назад
Kani kudliwani weMfezi ekweluseni? Wena nje uzenza muhle namhlanje
@sthemaz1175
@sthemaz1175 2 года назад
laxokiza ixoki
@mbongelenimbongeleninkala4840
@mbongelenimbongeleninkala4840 2 года назад
Mfezi waphumelani kukhuzani buka mnje uhambe ixolisa nje ngath awunadirection buyela ekhay
@thembinkosisipho7076
@thembinkosisipho7076 2 года назад
Wake wangena kanti?
@lindithembamxolisie2269
@lindithembamxolisie2269 2 года назад
Ndoda inkinga yakho awukwazie kuzimela wena that why zoncolisa amagama abanye abantu so that zobukwa uryt
@thuthukanibuthelezi609
@thuthukanibuthelezi609 2 года назад
Uyaxokiza wena,uma uthi wawngangene lapho yin eyakwenza wamlalel lo Geh uma ethi iwrong lent oyenzayo ukbone kuwrong ngempela ube umaz loyo Geh wakhona ukth uyaxokiza kwayena
@SEBEMDLILE
@SEBEMDLILE 2 года назад
Ngikhumbula amazwi ka Mjikelo athi ze uqaphele mfoka Manqele engaku Divos Wabe eset uMabutho wamshonisaph UZanefa yena Aw bakit ngeNtaba yaseDubai UBigZulu yena
@mtakagogosabelo5472
@mtakagogosabelo5472 2 года назад
Ay uwena owasukela uMthandeni
@nathiemanuel2850
@nathiemanuel2850 2 года назад
😂 Ay ezinye Izinsizwa azikwazi ukumela istory sazo
@wiseskhulu5554
@wiseskhulu5554 2 года назад
Kubalulekile uxolisa ndoda ya madoda awonanga lutho ngokuxolisa kwakho bayeke laba abasibukela phansi isenzo sakho ungabanaki
@mduduzizondi3214
@mduduzizondi3214 2 года назад
Leyakho mfana ishayisa amahloni nomgxobanyawo wakho
@lindilendzimande224
@lindilendzimande224 2 года назад
Sikwazi kudala mfezi ungafaki endabeni zokukhuluma sebeyakufaka ekukhulumeni manje thina sifuna usijabulise ngomculo kuphelanje buyisa usidima sakho mfwethu udedele umculo kuphela
@lindamkhululi4961
@lindamkhululi4961 2 года назад
Mfezi ngikukhonzile kodwa uyagula ekhanda, ungafike ufonele umuntu uthe yenzani ukuseceleni, manje usuthi wawungazi ukuthi lento eyenzakalayo isempini, ufuna ukubalwa futhi impini emsakazweni, awuyifuni futhi impi. Senzakahle iSikhova sangakubala ubuzophinda uhlanye uthi waye phusha impi ngawe, ay uyadunyelwa Mfezi. Wawuthi khandani owenu umucimbi ngobani usuyasaba manje uyahlehla ocosha amatshe nkunzi mmmm uyiNyoka wena qinisile Zanefa. Ucula kahle okumele ukwazi.
@xolanisibiya6193
@xolanisibiya6193 2 года назад
Mxm snokwe ngempela wena
@audreyngobese9986
@audreyngobese9986 2 года назад
Yekani iSnokwe se Nkosi booo! .Kodwa syashaya ingoma Dankooo!!🤣🤣👌👌🙏🙏🙏🙏
@Siyabongasikhakhane-ns2nl
@Siyabongasikhakhane-ns2nl Год назад
Angiyithandi lento yalaba aba commenter begxeke umfez mayeveza umuzwa wakhe uyena maskandi lo esmaziyo ngenhlonipho
@mlungisisipho7169
@mlungisisipho7169 2 года назад
Ncetheza mkhaya ungaze ubulawe indlala
@nkosingiphilemadondo1861
@nkosingiphilemadondo1861 2 года назад
Ubani othwele Nkabi?
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 2 года назад
Inkinga kamaskandi sekune qembu elibusayo neqembu eliphikisayo kumaskandi.
@sydneyshabalala7891
@sydneyshabalala7891 2 года назад
Ay uyaxokiza ndoda
@johnlembethe2292
@johnlembethe2292 2 года назад
Mfwethu ukhombise ukukhula vele abanye bazokuthatha ngenye indlela kepha wena wenzela wena not abantu
@srngubaneopsmanager2238
@srngubaneopsmanager2238 2 года назад
Klomculo kamaskandi shuthi sekcacile kmele uzwane nomcineka umungazwani naye uyabheda uyavalelwa...uyonakala umculo kodwa abaningi ababoni
@mtukhonasibongayena6763
@mtukhonasibongayena6763 2 года назад
Kubonabonke abaculi kwakwenziwa yn kut ukhethe ukfonela igcokama, angit wawsaphusha lona umbimbi lwenu olu weak. Qaphela mfez ungazehlisi isthunzi ngabantu asebephumelele empilweni.
@momentbuthelezi4453
@momentbuthelezi4453 2 года назад
Bengithi usuchazile..nje...
@samukelisiwesithole9543
@samukelisiwesithole9543 2 года назад
Kahle kahle lomcineka uzoxova izwe
@njabulosbiya289
@njabulosbiya289 2 года назад
Kodwa wuwe ndoda owamfonela ay ngyakhala
@pablopakatwana2040
@pablopakatwana2040 2 года назад
If uclever you will see uthuniwe lo..ngamanga odwa la
@Malume85
@Malume85 2 года назад
Lol uthunyiwe ubani ?
@nonduduzomzolo8843
@nonduduzomzolo8843 2 года назад
ngoba wazcelela wena pho kungani usukwe ubuxoki 😏😏😏😏
@luvuyomhlawuli
@luvuyomhlawuli Год назад
Eish yandnyasa lento oytsho cz nawe utshilo ba awmenywanga uthe mawfakwe umthandeni ebezenzela umcimbi wakhe isivelaphi kengoku leyokba ukufaka kwingxakizakhe??😠
@josephmlaba6522
@josephmlaba6522 2 года назад
Iphutha lakho ukufona kuyoyonke lento zimele
@nkosingiphilezuke9093
@nkosingiphilezuke9093 2 года назад
U_weak khehla😏😏
@sebedlilephathwayo8985
@sebedlilephathwayo8985 Год назад
@mnqobimadikizela4028
@mnqobimadikizela4028 2 года назад
UliMbuka wena🤣🤣🤣 you're weak
@nkululekosikota8262
@nkululekosikota8262 2 года назад
Mina Mfezi angikuzwa ba uthini, ungene kuphi ufakwa ngubani, usho kahle uba nguwena owalifonelayo Gcokama, mina nje bengingazi uba wawungafakwanga kwingoma ka Zwelonke, nayi ithuba, khawusitshele, kwakutheni ungafakwanga, Uma ukwenza lokho, bala amagama wabantu tata.
@lubamhlophe1879
@lubamhlophe1879 2 года назад
Uyabheda wena awuzani umephi
@user-ep5dc4lg1m
@user-ep5dc4lg1m 10 месяцев назад
Nawe uyabheda infezi ichaza ngokwayphatha Kabi imfize baybamba ngophondo kubuhlungu lokho
@user-ep5dc4lg1m
@user-ep5dc4lg1m 10 месяцев назад
Udakiwe Wena insizwa imfezi ukhombiza ukuba insizwa Uma ebizi Gama lomuntu
@user-ep5dc4lg1m
@user-ep5dc4lg1m 10 месяцев назад
Akakhulanga nabafazi wakhula nabafana awusyona inkunzi yombhemu Uma ufaka igama lomuntu Uma uxoxa into ekuphethe kabi
Далее
🎙А не СПЕТЬ ли мне ПЕСНЮ?🍂
3:04:50
MASKANDI FRIDAY EPISODE 102 UMLABALABA AND LIMIT
1:39:38
IGCOKAMELISHA_FT_LWA NDLUNKULU-I PARIS
1:06
Просмотров 13 тыс.
K Wabantuu
2:17
Просмотров 727
K Wabantu
2:17
Просмотров 1,5 тыс.
MASKANDI FRIDAY EPISODE 102 UMLABALABA AND LIMIT
1:42:29
Просмотров 4,2 тыс.