Тёмный

Impilo inzima ku londy z purity owashaywa washiswa nge acid Kwadukuza ngonyaka ka 2023 

KwaDukuza tv
Подписаться 2,5 тыс.
Просмотров 48 тыс.
50% 1

Опубликовано:

 

25 окт 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 310   
@MbaliNyawose
@MbaliNyawose Месяц назад
Umuhle noma ulimele mtanami❤ngithandi isizotha nesbindi sakho🙏
@FikileMeyiwa
@FikileMeyiwa 2 месяца назад
Kwaze kwabuhlungu sorry Nana...ngicela ubhalele uThuleleni noma u Ayanda Msweli uzosozakala 😢
@PrinceSigauke-r3x
@PrinceSigauke-r3x 2 месяца назад
Hmmm kwaze kwabuhlung umzali onjn kodwa lo wenza into embi kanje ijele limfanel noma athelwe naye ezwe
@AnnastaciaBonke
@AnnastaciaBonke Месяц назад
❤Abantu asasi balingwa yiniemhlabe ukuvele kuvuki sathane yoooh akusenzima makuzoba nje sibulalane namhlanje bayazi Sola Manama nga abaphumuli nabo unamzwisà omunye umuntu awuphumuli. Mnzi lordy God bless you mugel jealousy ❤❤
@Nombuso-o6l
@Nombuso-o6l 2 месяца назад
Hau londy sthandwa sami sasilele nawe esbhedlela est aidans ❤
@nosiphothembekathembeka4582
@nosiphothembekathembeka4582 Месяц назад
Nkosyami wena wawuphethwe yini
@nonhlezondo5117
@nonhlezondo5117 2 месяца назад
Yaze yaStrong lentombazane 😢❤❤ as for lomthakathi womama her day is coming 🤞🤞
@PatienceThabethe
@PatienceThabethe Месяц назад
Phephisa Vezi siyakuthanda umuhle ngane yakithi ❤
@GugulethuMlotshwa-lo2rj
@GugulethuMlotshwa-lo2rj 2 месяца назад
Waze wakhohlakala lomfazi nezingane zakhe, ababolele ejele😢😢
@NokuzolaDyasi-m4d
@NokuzolaDyasi-m4d Месяц назад
Exactly
@NelisiweRuby
@NelisiweRuby 2 месяца назад
Ushokanjan ukuthi awumkhulumeli u Mayor ube umkhulumela .
@philaniradebe6805
@philaniradebe6805 2 месяца назад
Ngaze ngasthand isbindi sakho Nana..uthixo sengath angaba nawe kulohambo lwakho
@Ntombizakithi-gj1hg
@Ntombizakithi-gj1hg Месяц назад
babehawukela ukuthi muhle
@KwaDukuzatv-
@KwaDukuzatv- 2 месяца назад
siyabonga ukubukela kwi channel yethu siyafisa usisi Londy ethole usizo nanoma ubani ongamsiza noma emsize efinyelele kuma podcast amakhulu sicela esithinte isifiso sethu ukumbona esizakala 083 4935 084 skayshandu@gmail.com
@MpumeMsimang
@MpumeMsimang 2 месяца назад
Ibuhlungu lento ngisacela iberty uma nifuna usizo lwami njengba ningifonel
@phakemengubane6144
@phakemengubane6144 2 месяца назад
Siyabonga sis Thobisile uNkulunkulu akubusise
@SthembisoBhuda
@SthembisoBhuda Месяц назад
Ngibonga isbindi sakho londi akungenelele ubabumsweli kanye nethuleleni uzosizakala kakhulu❤
@gloriashozi555
@gloriashozi555 2 месяца назад
💔💔💔💔💔muntu onjani wesfazane lomama nezingane zakhe 😢😢😢😢😢..Ababoshwe ukhohlakele . Usamuhle Londy unkulunkulu uzokupha nje Mandla uqhubeke nanezifiso zakho🙏🙏🙏🙏🙏
@phumigamede394
@phumigamede394 2 месяца назад
Omama bayathakatha emnyango yhoo
@MorningsideShoppingCenter
@MorningsideShoppingCenter 2 месяца назад
Host wake u ur tired shame u don't have vavauuum
@MagdaleneSongame
@MagdaleneSongame 2 месяца назад
Sad to watch😢evil woman😢tjoo
@NomusaKhuzwayo-oq3uq
@NomusaKhuzwayo-oq3uq 2 месяца назад
Our justice lenja nalezingane zakhe kwakumele bangayitholi ibale
@SthembisoMkhize-mm2wf
@SthembisoMkhize-mm2wf Месяц назад
Eyiii phansi bhuti yooo
@lovejoymtshali1932
@lovejoymtshali1932 2 месяца назад
Abantu. Bokubulawa. Laba. Abadingeki. Emphakathini. Inkosi. Ingixolele. Kubuhlungu
@nkuleshozi727
@nkuleshozi727 2 месяца назад
She's a brilliant girl
@phumlasimandla4641
@phumlasimandla4641 Месяц назад
Shem maan londie
@NkuliDyani
@NkuliDyani Месяц назад
Haibo ikhanda lika Presenter boooo
@NokuzolaDyasi-m4d
@NokuzolaDyasi-m4d Месяц назад
Yhooooo phephisa darling i hope baboshiwe
@ntombimanzini7010
@ntombimanzini7010 2 месяца назад
londi pls makabhalele Thuleleni uzosizakala
@ZaneleNzuza-r6n
@ZaneleNzuza-r6n 2 месяца назад
Ngithi ngizosho njalo khona kuzoba nomnyakazo nalezinja ezamona zizozuza
@ntombimanzini7010
@ntombimanzini7010 Месяц назад
@@ZaneleNzuza-r6n 🙏
@nonhlanhlamkhwanazi7632
@nonhlanhlamkhwanazi7632 2 месяца назад
Akabolele ejele loyo mama nezingane zakhe
@ntombenhlemaseko8614
@ntombenhlemaseko8614 Месяц назад
Ayanda msweli cela ungenelele kuloludaba
@MichaelSikhosana-ts7bm
@MichaelSikhosana-ts7bm Месяц назад
Some parents are cruel, is it because of rights or they know that the law favors them, thank you God for saving the daughters life, South Africa let us treat each other in a right way this is inhuman we can do better than this please.
@lindokuhlemlandu2083
@lindokuhlemlandu2083 2 месяца назад
All the best standwa sam❤❤
@NtandoyenkosiXulu
@NtandoyenkosiXulu 2 месяца назад
Abanye abantu balungile bo min ngek muntu wakith enziwe nje kthuleke sozeee
@phumigamede394
@phumigamede394 2 месяца назад
Hayi uyathakatha mama ndini uyinja yokubulawa fuseg maan awunanembeza sies
@londiwemncube7270
@londiwemncube7270 2 месяца назад
Londi mfethu angazi kwakwenzenjani kodwa unkulunkulu ukhona ngaso sonke iskhathi. Ngibuhlungu kakhulu ngalento eyakwehlela sengathi ungalulama uxole uyekelele konke kuNkulunkulu. 😢 Siyakuthanda yeva...awuwedwa ❤❤
@Cmmymtimandze
@Cmmymtimandze 2 месяца назад
Hhay kunabazali okufuneka bejeziswe kanzima kulomhlaba... libuhlungu loludaba shm kuthi umntfwana sekangabulawa kanje ngenxa yekuzwa ukuthi umuntu utheni😢😢😢🙏🙏💔💔💔
@nomondekhoza1960
@nomondekhoza1960 2 месяца назад
This is bad
@THOLAKELEMNDIYATA
@THOLAKELEMNDIYATA Месяц назад
Bhalela Thuleleni tv Londi uzosizakala
@BrigetteKhumalo
@BrigetteKhumalo 2 месяца назад
Kwaze kwabuhlungu ngane yami ngikufisela uthole usizo plastuc surgery kubuye iskhumba sakho lain abakwenze okubu bazojeza ngelinye ilanga lomama ongena izinto zezingane ngiyadabuka kwezakhe izingane kuyoba worse kunawe siyakuthanda ubengcono kuphele ngaphakathi unkulunkulu amsule izinyembezi ugogo aqine yize kubuhlungu❤❤
@DuduzileTshabalala-s8c
@DuduzileTshabalala-s8c 2 месяца назад
Phephisa Sisi uzophola muhle u Jehova akahlulwa Lutho uzoba ryt umona usuka esweni bakubangisa ubuhle bakho bakhohlakele bafelwe unembeza bonke Kanye nonina wabo
@DuduzileTshabalala-s8c
@DuduzileTshabalala-s8c 2 месяца назад
Bhuti Zama ukuba ukuphule I zinga nokukhuluma usubonisa ukukhathala uze undlulwe u Londiwe ngokuba active Uma usilandisa bonisa impilo bhuti 😢
@ThobekaHadebe
@ThobekaHadebe 2 месяца назад
Presenter samusha kule industry khathele
@KwaDukuzatv-
@KwaDukuzatv- 2 месяца назад
Thank you very much for watching our channel, we promise to correct those mistakes
@NtombizonkeDickinson
@NtombizonkeDickinson 2 месяца назад
Iyadavuza nje,ayazi how to present😂
@YoliswaNdotshanga
@YoliswaNdotshanga 2 месяца назад
Yhooo inkohlakalo engaka
@MONICADHLOMO
@MONICADHLOMO 2 месяца назад
Ayanda Msweli ngenelela naludaba lunzima...🙏🙏🙏
@phumlasimandla4641
@phumlasimandla4641 Месяц назад
Makabhalele nezinye bodcast n ayikhupe nako tiktolk
@vuyelwantuli7787
@vuyelwantuli7787 2 месяца назад
God have mercy on us 😭😭😭😭
@tozisithebe
@tozisithebe 2 месяца назад
Abaye ejele 😢 kwaze kwabuhlungu 😢😢 yooo
@ThembeniAletta-cw8vo
@ThembeniAletta-cw8vo Месяц назад
Mina nje sengilalele nje kodwa ziyehla 😭😭😭😭💔💔💔💔lomama kusasa lezo ngane zakho zokuthuka zikubize ngesikhohlakali bese uthi ziloyiwe zibe ziloywe imnfundiso yakho 😭😭😭😭😭
@NtandoMonareng
@NtandoMonareng Месяц назад
Hmmm 🙆 angaz ngingathini ngibuhlungu ekujuleni kwenhliziyo kodwa unesbindi cc bakumonela njee ngoba umuhle
@phumlasimandla4641
@phumlasimandla4641 Месяц назад
Abhalele no owamie
@NomvulaNyele
@NomvulaNyele 2 месяца назад
Ukhohlakele shame lo mama nezingane zakhe😭😭😭😭
@bongythwala9840
@bongythwala9840 2 месяца назад
Kushuthi babenomona noLondi
@NandiphaBam
@NandiphaBam 2 месяца назад
Wow yhini nkosiyam ,mabavalelwe bacutshwe uba bayithola kuphi I Acid
@thandazodlamini203
@thandazodlamini203 2 месяца назад
Bhuti nciphisa ukuthi e kancane kancane e kodwa sonisaphotha asethembe uzowalungisa amaphutha😘
@phumlasimandla4641
@phumlasimandla4641 Месяц назад
Ezizinja zingcolile
@DuduzileMhlongo-gx8xb
@DuduzileMhlongo-gx8xb 2 месяца назад
Phephisa cc unkulunkulu uzobanawe ungalilahli themba lomama nabantwana bakhe ngelinye langa bayojeza futhi kabuhlungu
@xoliswamatshoboza9737
@xoliswamatshoboza9737 Месяц назад
Sengathi ungaluthola usizo yoh yaze yabuhlungu inhliziyo yam sokukhulekisa cc uzoluthola usizo 😢😢
@thembanijiyane9560
@thembanijiyane9560 2 месяца назад
Mmmmmhh Nkosi yezulu nomhlaba ishiselwan ingane yeses abanye abantu besfazane bathakatha ngaphandle kokuhamba nqunu
@MmapiElizabeth
@MmapiElizabeth 2 месяца назад
People are cruel seriously 😢😢😢
@busisiwemichelle5391
@busisiwemichelle5391 2 месяца назад
Yooh abantwana bawuthathaphi umoya omubi kangaka beshisa omunye umtwana ngento embi kangaka
@natashamofficial6048
@natashamofficial6048 Месяц назад
Justice for londi❤
@TkShabalala-f4g
@TkShabalala-f4g 2 месяца назад
Baba Msweli nongalo siza ngiyakwethemba baba
@KwaDukuzatv-
@KwaDukuzatv- 2 месяца назад
siyafisa bakit elekelele ay kunzima
@zukiswamdlombana7193
@zukiswamdlombana7193 2 месяца назад
Ei waze wakhohlakala umama neengani zakhe! Usathanuqobo! Azi babemmonela ngani , ngoba emuhle usisi, yhoo devil is a liar, Londi uzophumelela sisi in life inJesus name! God knows, futhi He will revenge 4u baby girl. Kubuhlungu namhlanje kodwa ksasa kuzohleka wena Londi. Lo mama is a devil agent,wenza umsebenzi kasathane uyise. God is watching 😢
@Sjadu71
@Sjadu71 2 месяца назад
Sisandobukela ebebebambene embhedeni indoda ibanjwa ingasakwazi kohlukana nomfazi wenye indoda yati ifuna ten thousands bt today naba abanye bethelana nge acid ewe yi ka Feb noko sekulithuba wow hamba phambili KZN
@KwaDukuzatv-
@KwaDukuzatv- 2 месяца назад
ay kunzima emhlabeni
@HleMteshane
@HleMteshane 2 месяца назад
Akuve umuhle ❤
@TkShabalala-f4g
@TkShabalala-f4g 2 месяца назад
Good girl ibambe kanjalo sthandwa unkulunkulu unawe
@octavianduli-bi9er
@octavianduli-bi9er Месяц назад
Sicela u part 2 sikhala kakhulu Londyy ,sizokhulekela ubulungiswa buphetheke
@PhindileMagwaza-v1w
@PhindileMagwaza-v1w Месяц назад
Ngaze ngabuzwa ubuhlungu kaz zashonaphi inseka kumuntu wesfazane ukuthi angenza into enje kwenyè ngane naye ezele😢
@KhazimlaGongo
@KhazimlaGongo 2 месяца назад
Akasemhle Londy bethuna ngumona wokungcola lo ukhohlakele lo Mama wenze lenonto😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢 🙆🙆🙆💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔🥺🥺😪😪😪😪😪
@TshwaneloMoloko
@TshwaneloMoloko 2 месяца назад
Also me I'm crying 😭😭 yoooh kunzima yaz
@NompiloMpanza-n8d
@NompiloMpanza-n8d 2 месяца назад
Kwakufanele engayitholi ibheyili uyeyisa lomama ushisa ingane enhle kanjena yooooooh
@mohanuoamira285
@mohanuoamira285 2 месяца назад
Awww Jehovah eyyy😢😢😢ngeke
@ntombimanzini7010
@ntombimanzini7010 2 месяца назад
Kanti ababoshwanga yini lomama owashisa ingane?
@nosiphothembekathembeka4582
@nosiphothembekathembeka4582 Месяц назад
Wabheyile
@DuduDudu-b3r
@DuduDudu-b3r Месяц назад
Kubuhlungu kakhulu futhi baze banesihluku abantu
@MakopanoSephooko
@MakopanoSephooko 2 месяца назад
This is sad😢😢
@LungileLungiMosoeu
@LungileLungiMosoeu 2 месяца назад
I presenter iyona esisixoxela indaba yonke aw ay ngeke
@KwaDukuzatv-
@KwaDukuzatv- 2 месяца назад
sililungisa lelo phutha next time thanks for that feed back🙏
@phumigamede394
@phumigamede394 2 месяца назад
Uthini lobaba uyayidinga vele idonation
@FifiEffie
@FifiEffie 2 месяца назад
Izinto ezinjena zifuna umphakathi thina la egoli sivele sishaye ipempe kuphuma wonke umuntu sidile naloyo muntu loyo lomfazi neyingane zakhe abezoyibhoshimbazo usathane wenja💔💔💔😭😭
@sindimzobe8074
@sindimzobe8074 Месяц назад
awu kwakwinhlinzwembi yani kodwa kulomuntu owamosha ingane kanje yabuhlungu inhliziyo yami
@ZukiswaMabindisa-zu4th
@ZukiswaMabindisa-zu4th Месяц назад
Mathathu haai ndaqalukuva ndazi amabili msoli and msolwa
@sihleshelembe200
@sihleshelembe200 2 месяца назад
Bhalela Thuleleni nd uKhozi FM
@KwaDukuzatv-
@KwaDukuzatv- 2 месяца назад
sizomtshela ezame bakit
@bazamilezukuza8050
@bazamilezukuza8050 2 месяца назад
Kwabuhlungu kimi sekukhala umama😢😢😢
@hlengiwezondi405
@hlengiwezondi405 2 месяца назад
Yebo umaspala wakaDukuza unoyekelelo kuloludaba lomntwana why imayor ihambe ijuba likaNowa angi understand ibusy yenzani bagijima kabi la mabesafuna ukuvotelwa mase sibadinga they are nowhere to be found bathi lungu besithele unomphelo😢😢😢
@PhilileMthembu-e7d
@PhilileMthembu-e7d 2 месяца назад
Ithule iyabukela lapho lengane ihlala khona eroundin yakhe
@ZoliswaEuniceButi
@ZoliswaEuniceButi 2 месяца назад
Masibonge unkulunkulu nabenzi bobubi bazobonwa yinkosi nabo bazokuthola ubuhlungu😮
@ZamaMhlongo-yk8xf
@ZamaMhlongo-yk8xf 2 месяца назад
😮😮Yaz eziny izint uvel ungaz ukut ungathin ey phephisan bafet unkulnkul ukhona 😢
@JabulisiweMchunu
@JabulisiweMchunu 2 месяца назад
Lo mama nezingane zakhe kufunakala ayobolela ejele 💔💔💔
@xoliledolly
@xoliledolly 2 месяца назад
Ukhuluma njalo lobhuti ayi cha ngathi indaba ingaye,ungafunga ukuthi uxoxa insomi
@BulelwaZokwe
@BulelwaZokwe 2 месяца назад
Ngathi angafumana loo bhty ka Thuleleni yhoooooo upholile loo shym ubhty
@nomsaprimerose332
@nomsaprimerose332 2 месяца назад
ULondi makaye naso khozini ukuze athole usizo
@bongythwala9840
@bongythwala9840 2 месяца назад
Kungenwa ngoThuleleni oKhozini Uma uze ngeynkinga eynjena
@thubelihlegodsgiven3491
@thubelihlegodsgiven3491 2 месяца назад
Uqinisile angasizakala
@ThandazileShezi-f5u
@ThandazileShezi-f5u 2 месяца назад
Mmmmm ncese lv ngicela abolele ejele lomfazi nezingane zakhe
@SiyandaManyathi-vf5kl
@SiyandaManyathi-vf5kl 2 месяца назад
Mphakathi awucingeh lomama laphoh akayakhon i stengah asibambisan
@NompumeleloMbokazi
@NompumeleloMbokazi 2 месяца назад
Saze sasimbi isenzo somuntu wesifazane.omaspala baseKZN abangenelele R10000 umaSpala uwodwa uyowenza umehluko bese kuba osomabhizinisi abanakho bengaxhasa
@phumigamede394
@phumigamede394 2 месяца назад
Ababoshwe isikhiye siphonswe kude nxxx
@NandiphaMpoza-pr5it
@NandiphaMpoza-pr5it 2 месяца назад
Ngena mxholweni sdidi.
@StellaNoqwaka
@StellaNoqwaka Месяц назад
Ayikho leyonto umeya wuye okhose abone ukuthi kwenzakalani ngengane amavoti bayawafuna mara
@KhazimlaGongo
@KhazimlaGongo 2 месяца назад
Yhooooo bawo abanye abazali bangcolile 😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢 🙆💔
@HlengiweMseleku-nq7bd
@HlengiweMseleku-nq7bd 2 месяца назад
Yeyi nkosiyami kwaze kwabuhlungu thixo akaboshwe lowodoti wamama
@AphiweApiewere
@AphiweApiewere 2 месяца назад
Ngcela usisi ukut abhalele Ayanda Msweli uzomsiza
@phelelentombela7731
@phelelentombela7731 Месяц назад
Ncese sthandwa sami kodwa usemuhle namanje uJehova uzomshaya lokwenzenje
@phumigamede394
@phumigamede394 2 месяца назад
Lopresenter uyabheda hayi khona,uyafana neMayor yokunuka hayi suka
@KwaDukuzatv-
@KwaDukuzatv- 2 месяца назад
Thank you very much for watching our channel, we promise to correct those mistakes
@NeliciousSthole
@NeliciousSthole 2 месяца назад
Ungakhathazeki cc umona nje wokuthi umuhle Kuna bo bavukwa umona ababoshwe nje
@dududoreen51
@dududoreen51 Месяц назад
Uyabo le Presenter ay,,ilele ubthongo Ngeke uyawaz uDafana 😂😂😂 wena njengePresenter niDoneythe Ngan Waze wangdinga lengane ilimele,kakhulu uGogo udinga, ngisho iTheraphy We Presenter uyakhlula lomsebenzi uyeke awbuyseli ithemba wena emntwini Ngeke uyeke akqashwe omunye Wecc omncane Bhalela uStetelegu Midia,
@Zaneleniza
@Zaneleniza 2 месяца назад
Ey kwabhlungu tjooo 💔💔💔 sengathi ungaluthola usizo bbegirl
@LucyMvimbi
@LucyMvimbi Месяц назад
Andikwaz kuyimamela yonke
@FunekaZulu-p4n
@FunekaZulu-p4n 2 месяца назад
Umama lowo oqhatha izingane akaboshwe nalezo ngane zakhe fin8sh
@thobisilesibisi3449
@thobisilesibisi3449 2 месяца назад
Babenomona nobuhle bakhe bebefuna ukumona. Kumele badingiswe endaweni
@hlengiwekunene739
@hlengiwekunene739 2 месяца назад
Yebo uyalidinga
@NombuleloNtuli-mo7jg
@NombuleloNtuli-mo7jg 2 месяца назад
Engathi ungaphola Sisi uNkulunkulu uzokusiza
@busimakhanya6146
@busimakhanya6146 2 месяца назад
Mmmh bakithi waze wakhohlakala umuntu wesifazane. 😢
Далее
Idlozi lotshwala full Zulu  movie(new 2024 film)
45:00
진 (Jin) 'I'll Be There' Official MV
03:15
Просмотров 6 млн
SIHLUSHWA ISITHWALO SIKAMFOWETHU OWASITHATHA WASHONA
25:27
Stena - Doctor is chowing two of them
38:24
Просмотров 110 тыс.
I so a young man doing not good to his father
17:43
Просмотров 45 тыс.