Тёмный

Imuphi ongcono iNazaretha neSayoni 

Impunga Yesintu TV
Подписаться 98 тыс.
Просмотров 7 тыс.
50% 1

Akekho ongcono enkolweni bonke abantu bayefana ngoba nemvula ibanetha bonke

Опубликовано:

 

10 авг 2023

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 53   
@theunknowndj331
@theunknowndj331 11 месяцев назад
Ngiyakholelwa naku Rastafari, nase Zion, naku Shembu. Konke nje eku letha isizwe sibe munye.🔥
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 11 месяцев назад
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke?
@theunknowndj331
@theunknowndj331 11 месяцев назад
@@vusimngomezulu2500ngani?
@sibongilemagina2725
@sibongilemagina2725 9 месяцев назад
Mpunga Uma ngikhuleka ngiqhala ngibize unkulunkulu bese ngibiza ushembe bese gyaqhubeka gyacela ungi cacisela lapho gyabonga
@nonkululekodlamini6178
@nonkululekodlamini6178 11 месяцев назад
I'm one person okhonza esayoni ngkhulele khona kodwa unyazi lwezulu ngyaluthonga ebusuku khakhulu futhi ngiyaya eSabatheni nginikelele futhi
@369changetheworld
@369changetheworld 11 месяцев назад
Very Useful information
@vanithavanitha635
@vanithavanitha635 11 месяцев назад
Siyabonga 🙏 bomkhulu makwande
@theunknowndj331
@theunknowndj331 11 месяцев назад
Open minded conversation
@user-yl1jt3gx7e
@user-yl1jt3gx7e 11 месяцев назад
Simoya munye ngokwenkolo bafwethu ngyawathanda amagama kaBhubesi mayethi inkinga iqala uma usuzi biza ngesayoni noma ngeNazaretha
@lindiwekhumalo3046
@lindiwekhumalo3046 11 месяцев назад
Ngiyabingelela kini nonke, Ubatholakanjani abantu abaphethe impilo yakho, ikuphi okumele ngikwenze ukuze ngizozazi ubumina Ngiyabonga.
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 11 месяцев назад
Yiliphi ibandla leqiniso kulomhlaba ngokwebhayibheli? Ngoba amabandla amaningi awawona aweqiniso ngokwebhayibheli, Mathew 7;21-23,1jonh 4:1,Roman's 10:1-3.
@melokuhleesethu4315
@melokuhleesethu4315 11 месяцев назад
Siyabonga ngemfundiso ezakhaya
@MtimandeShongwe
@MtimandeShongwe 11 месяцев назад
Mpunga ngibonge ngohlelo lwa namhlanj… elami lithi angibuze ukuthi ngabe ubuNazerath ne Sayoni nenkholo ethi uJesu umnyama… lezindlela zesonto ngeke yini sithi kwaku yindlela yethu abantu abamnyama yokupendula inkholo yabelungu ukuthi sibe nokwethu kodwa okufana nokwabo …? Ngoba zonke lenkholo ngibona zivela iSonto selikhona labe lungu mhlampe imina engiphazamayo ngiboniseni .
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 11 месяцев назад
Yiliphi ibandla leqiniso kulomhlaba ngokwebhayibheli? Ngoba amabandla amaningi awawona aweqiniso ngokwebhayibheli, Mathew 7;21-23,1jonh 4:1,Roman's 10:1-3.
@mzwakhemsimango4459
@mzwakhemsimango4459 11 месяцев назад
@@vusimngomezulu2500😂😂😂😂😂😂😂😂 kwaze kwalala kwakunye 😂😂😂😂😂
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 11 месяцев назад
​@@mzwakhemsimango4459Awukuvuse bo okulele please.
@thandabantuluzuko1373
@thandabantuluzuko1373 11 месяцев назад
Mina ngikwelinye inandla kodwa ngihlushwa amaphupho akaShembe almost every day. UMama udlule ngoMay 2023 but sengimphuphile ephakathi kwabantu bakaShembe. Even before she passed on ngamphupha ethi angimbizele abantu bakaShembe bazomthandazela uzosinda
@dalokuhlemvuselelo5096
@dalokuhlemvuselelo5096 11 месяцев назад
Ngyalahleka ibhubesi melithi one walks with a thousand, ngokuchaza kwakhe shuthi phela ungagcina unamajazi awu 50 uwedwa 🤔😂😂
@sphelelezikhali
@sphelelezikhali 11 месяцев назад
Bhubesi 🦁 wayichaza kahle mkhulu
@mogalelegae8526
@mogalelegae8526 11 месяцев назад
Akwande madoda amahle
@ManJay3220
@ManJay3220 11 месяцев назад
Ongcono ngani ngoba abantu banaphutha bonke
@Cvx44
@Cvx44 11 месяцев назад
Nayibeka kahle indaba makhehla makhulu Inkosi inibusise
@siphosakhemajola9136
@siphosakhemajola9136 10 месяцев назад
"mina ngeke ngiye kwabasindisiwe" kodwa ubuza ukuthi kuright yini ukuthi ethi umuntu angeke ayekwaShembe?
@MtimandeShongwe
@MtimandeShongwe 11 месяцев назад
Ankaze ngezwa abanye abantu emhlabeni ba khonza le na le … umlungu athi ithongo lami uJesu uze nomqhele wathi ngikhonze emadlozini noma … ama Muslim athi uMuhammed uthe uJesu ngihambe ngyokhonza kuye ingelosi lakhe likhona kimi… bakwethu hayi!! Hayi! Angivumi muntu omnyama ayikho lento…. Bese siyazibuza ukuth yini ngedlu emnyama sihlupheka kangaka
@hopewellndlela716
@hopewellndlela716 11 месяцев назад
Vusi mngomezulu Ave uzitshela kuth uryt yazi. Iyabheda lento yakho njalo uhlez uzofaka bhayibheli laa. Wen ngne sure uyawabalekela amasiko nesintu wena. Kumanj kumele wenze ilata, uqhakambise imisebenzi yezalukazi empilweni yakho kodwa cha awukwenzi lokho, why? Ucasha ngebhayibheli. Ubofunda u numeri 8. Izibani zasothini. Kule Chanel kuke kukhulunywe ngelati, ngokwenziwa kwemicimbi and nakulo ibhayibheli uyakuthola lokho. Incwadi yebhayibheli Ike ithi ihobhe elimhlophe /inyoni ukhiphe amathumbu, namaqubu okuyinto yayenziwa emandu lu
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 11 месяцев назад
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko?
@CryptoGuy95
@CryptoGuy95 11 месяцев назад
@ hopewell Syeke leslima mf2 uzophathwa ikhanda😂
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 11 месяцев назад
@@CryptoGuy95 Konje isilima umuntu onjani?
@nkanyisongubo594
@nkanyisongubo594 11 месяцев назад
Ey ndoda avenesdina lomngomezulu😂😂ngathi sekewaya ezulwini
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 11 месяцев назад
@@nkanyisongubo594 Nesizulu sithi iqiniso liyababa kodwa amanga amnandi, nebhayibheli lithi abantu bathanda ubumnyama kunokukhanya, John 3:19-21.
@vincentgumede1833
@vincentgumede1833 11 месяцев назад
Impunga
@mandlajeffrey6241
@mandlajeffrey6241 11 месяцев назад
Ngyafisa ngenye imini ,nihlaziye ukuthi yini inkolo ,bcs asisaz manjena ziningi futhi zi ryt zonke ,we are lost
@aubreymbatha1542
@aubreymbatha1542 11 месяцев назад
Mina-ke ngiyi Nazareth kepha angikhonzi kwa Shembe, ngikhonza uMvelingqangi uMqalisi nomphelelisi. UShembe woMoya nguye olawula mina ze ngikwazi ukufinyelela eZulwini lakithi eMaMbatheni (mndeni wami) naseZulwini likaJehovah. Uma ngifikelwa uthando lokuvakasha eZiyoni noma kuphi nje, ngiyaya ngalolosuku ngoba umuntu ongaphakathi kimi ungibizele khona....
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 11 месяцев назад
Yiliphi ibandla leqiniso kulomhlaba ngokwebhayibheli? Ngoba amabandla amaningi awawona aweqiniso ngokwebhayibheli, Mathew 7;21-23,1jonh 4:1,Roman's 10:1-3.
@MtimandeShongwe
@MtimandeShongwe 11 месяцев назад
Nalo ibhayibheli liphakathi kulawo mabandla… ngalokh ngeke salifuna kulona iqhiniso
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 11 месяцев назад
@@MtimandeShongwe So what is the right direction from God create without the Bible? Psalms 119:105,2thimoty 3:16-17,Mtimande.
@MtimandeShongwe
@MtimandeShongwe 11 месяцев назад
@@vusimngomezulu2500 weh Vusi…. Everything we know about God is but just merely an illusion if we detach History from it because God has to have been The First if there is a Creator … therefore Gods first Creation must’ve known him for who he is or rather would’ve been close to him …. History tells us the bible was given to us as black people not the word of God but word of Man to us , and the Bible is merely a chain of history that connects its owners (participants of the history )to their God …Jesus iThongo labathize… just like us we need to be able to trace history back to the start of god as black people and I guarantee you we won’t find Jesus there or Moses , kodwa uzothola umkhulu wakho ukhokho wakho , uMalandela lapho… use your own chain of history to connect to God nisiyeke ngeBhayibheli let it be true to those involved in it
@theunknowndj331
@theunknowndj331 11 месяцев назад
Ngokwe bhayibheli😄...
@theunknowndj331
@theunknowndj331 11 месяцев назад
Ngicela ukubuza Kungani e-bhayibhelini kunama gama wabantu abamhlophe kuphela? U-Maria uzale kanjani u-Jesu kanti uyi-tshitshi? Ingabe umoya oyincwele uyakwazi uku mitisa? Yingani bathi 'drink the blood of Jesus Christ' ngoba lezozinto ezama vampire 😆✋
Далее
Ayanda Msweli Foundation | Inkabi Update
27:16
Просмотров 59 тыс.
Как пронести Конфеты В ТЮРЬМУ
19:16
Inyanga ivumelekile yini ukuthi ibe yiNazaretha?
23:00
Просмотров 3,4 тыс.
Ayanda Msweli Foundation | Ifu Elimnyama Phezukwethu
29:51
Ayanda Msweli Foundation | Umkhuba Usendlini
34:11
Просмотров 104 тыс.
Ayanda Msweli Foundation | Amanzi Aphehlw’Ekhaya
15:59
OKWENZA KUBE NZIMA UKUTHOLA UMSEBENZI
25:04
Просмотров 18 тыс.
Sihlaziya amaphupho
35:14
Просмотров 18 тыс.
ISibusiso esehlele INkosi Gcumisa KwaSwayimane!!
8:36