Тёмный

INJULO YAMANZI NEMFIHLO NGEMIMOYA YAMANZI NESANUSI SEZULU SIYATHOKOZA. 

ISO LOMOYA TV
Подписаться 7 тыс.
Просмотров 4,2 тыс.
50% 1

Опубликовано:

 

6 сен 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 37   
@queenmaphumulo5457
@queenmaphumulo5457 3 месяца назад
Siyabonga mkhulu uqhubeke usicacisele 🙌🙌🙌🙌🙌
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 5 месяцев назад
Ai kodwa ngzolibe ngisho,ngyamqala umuntu okhuluma kanje.sengbalalele kakhulu abahlaziyi la kodwa Mazibuko wehlukile.
@Thembikunene
@Thembikunene 4 месяца назад
kakhulu
@mfundazwembili3985
@mfundazwembili3985 5 месяцев назад
Amen Mkhulu. Ngiyafisa uke usikhanyisele ngomoya wenkanyamba, kanjalo nesithunywa saphezulu izimpawu zakhona nomehluko.
@NkosanaGumede
@NkosanaGumede 5 месяцев назад
Iqiniso laseMandulo, kuseyilo nanamuhla futhi kuyohlala kuyilo, Siyazibongela Mkhulu ngokusehlisela lona🙏🏿
@PercyMahlangu-fy2gl
@PercyMahlangu-fy2gl 2 месяца назад
Emakhosini Mkhulu, bengicela ukhulume ngetimbamba or lenkinobho yenhlolo (ngiyati kutsi timbamba) bengicela ukhulume ngato kutsi tani futsi tifakwa bantfu labanjani. Emakhosi.
@thembiprudence4858
@thembiprudence4858 20 дней назад
Siyabonga mkhulu 🙏
@sinikiwesigwebela2415
@sinikiwesigwebela2415 5 месяцев назад
uMnguni isilwane samanzi... INdlondlo yamsnzi.
@NtsikeleloNtlebi-cs8ci
@NtsikeleloNtlebi-cs8ci 5 месяцев назад
NoMnguni uzibiza ngeSilwane Samanzi 😂😂😂😂😂
@Mantshangase
@Mantshangase 5 месяцев назад
Amen mkhulu syabonga syakhula kakhulu ngezimfundiso zakho akwande kukhanye kuyephambili🙏
@user-qt5qz9kx4y
@user-qt5qz9kx4y 4 месяца назад
Ay awugeji Khehla
@DuduzileMkhwanazi-er3qy
@DuduzileMkhwanazi-er3qy 4 месяца назад
Mkhulu umakuthiwa unesipho sogogo bakomama sokusebenza ngamanzi kusuke kunjn
@MthobisiEric-it6xb
@MthobisiEric-it6xb 5 месяцев назад
Ngyabonga mina Khehlalami sengilinde ukuthi ufinyelele eMpumalanga ngizokwazi kufinyelela kuwe🙏🙏🙏
@NonkululekoNgubeni
@NonkululekoNgubeni 4 месяца назад
Siyabonga mkhulu ngolwazi nami ngidinga usizo lwakho
@user-qb8hd5fi3z
@user-qb8hd5fi3z 5 месяцев назад
Makwande mmhulu xa bekuvusa ebusuku uhambe subekutheni tjo mna ndiyoyika camagu❤❤
@sibusisotlhabadira1216
@sibusisotlhabadira1216 5 месяцев назад
uMkhulu uma echaza, ngeke ungezwa usalele emuva. Kulokhu ucacise kwaba sobala. Makhosi.
@shirleysamela2902
@shirleysamela2902 5 месяцев назад
Amen mkhulu, hayi mkhulu ucacisa kakuhle Siyabonga. Okuninzi uzokucacisa mandize kuwe🙏🏿🙏🏿
@labanisibiyanina4129
@labanisibiyanina4129 5 месяцев назад
Wayibeka mkhulu AMEN
@luckytau6331
@luckytau6331 5 месяцев назад
Syabonga makwande Mkhulu. Ngikuzwa kahle kakhulu!🙏👏🏾👏🏾👏🏾
@yvonnekgaka6812
@yvonnekgaka6812 4 месяца назад
Siyabonga Khehla ngolwazi elujulile
@siyabongahilton4734
@siyabongahilton4734 5 месяцев назад
Mmmmmh Siyabonga kwisanusiseZulu ngemfundiso ngisacela kubuza mkhulu Uma uphupha ubona ingane encane igwiliza esizibeni nase pool emanzini a clean kuthi ngabekusho ukuthini.ngyabonga
@user-em7jy5qn5k
@user-em7jy5qn5k 5 месяцев назад
SIYABONGA MKHULU ,🙌🙌🙌
@AbelM123
@AbelM123 5 месяцев назад
Amen Mkhulu
@Vicky-fs7tj
@Vicky-fs7tj 5 месяцев назад
Siyabonga Mkhulu. This is so insightful 🙏🏽
@NondumisoNkosi-re1ts
@NondumisoNkosi-re1ts 4 месяца назад
Siyabonga mkhulu... ngikuzwakahle makwande amen
@sandilelindanisithole1066
@sandilelindanisithole1066 5 месяцев назад
Sawubona Mkhulu Mazibuko , walithinta udaba olujulile. Mina ngihlala e Cape Town ngokusebenza kodwa ngowase Mlazi, menginakho ukuhamba izimpophoma nolwandle lwase Cape Town ngoba emqondweni mengithi izangoma azikho eziya emanzini ngakhoke ke ahlambulukile kanti ngigejile! Last yeat ngaya olwandle izinto zabheda kakhulu, kulokho ngaya kwenye impophoma ethiwa Bainksloof ngihamba nabelungu ave iyinhle, still izinto zabheda ifoni yami yaphahlazeka ngisho screen so ukhuluma iqiniso kumele wazi into oyifaka kuyona muzoya emanzini ikakhulukazi munedlozi lase manzini.
@vuyomsomi3697
@vuyomsomi3697 5 месяцев назад
Sewuncede nami kade ngithi ngizoya emanzini nami ngilana Cape Town. Sengiyolinda umkhulu maesiza lana.
@njuzuqueen
@njuzuqueen 4 месяца назад
Mkhulu liqiniso olikhulume ngenzuza. Mina Ikhehla eliphethe impilo yam, laziveza njenge nyoka ethusayo kakhulu sa dragon ngisithi ngiyahlola kkkk. kodwa mina nxa ngikhuluma laye ngimbona elikhehla elidala kakhulu. Angiphindanga ngahlola 😂 Siyabonga ulwazi lokusikhanyisela.
@nkosinathipondo9862
@nkosinathipondo9862 4 месяца назад
Amen khehla... Kuyezwakala ngempela
@user-li3bb5yf3w
@user-li3bb5yf3w 5 месяцев назад
Yoooo Mkhulu these topic hit home!! I really need to c u am in Freestate please give me yr cellphone 🙏
@Thembikunene
@Thembikunene 5 месяцев назад
its on the videos
@Choosen87
@Choosen87 4 месяца назад
Khuphuka Mazibuko Mpunga yomoya🙌
@user-ud4ks4ye2l
@user-ud4ks4ye2l 4 месяца назад
Yebo Mkhulu wayibeka kwavakala siyabonga 🙏❤
@busisiwesilo
@busisiwesilo 5 месяцев назад
Siyabonga Mkhulu
@FundiswaKwenda
@FundiswaKwenda 5 месяцев назад
Thokoza khehla ngiyabonga kakhulu ngizwile ngifundile kakhulu
@369changetheworld
@369changetheworld 5 месяцев назад
Water tours should be interesting
@gladysndimande3815
@gladysndimande3815 5 месяцев назад
Amen .Sesikhona kulelikhaya
Далее
After These Things | Not Your Typical | Keion Henderson TV
1:19:03
Isiqunga
2:57
Просмотров 2,2 тыс.
How to Heal | Keion Henderson TV
1:18:39
Просмотров 1,2 млн
Philip Antony Bevington's Story - 1st chapter
1:09:40
Moments Before A Miracle | Keion Henderson TV
1:04:55
Просмотров 186 тыс.