Тёмный

inkulumo ka "mashudula" ivuse umunyu kubantu abaningi. 

EZEKHEHLA ONLINE RADIO
Подписаться 9 тыс.
Просмотров 9 тыс.
50% 1

#maskandi #mavundlamediaexperience #khuzani #mthandeni sk#mashudula

Опубликовано:

 

13 окт 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 52   
@HellenNkuna-ox1vt
@HellenNkuna-ox1vt 3 месяца назад
Babe wam Shudo ngikwazi unjena ke mina haay leyanto ubuhiyona that akutshela ukuthi imphathe kambi ngesenzo sakho awubonisanga ukuzehlisa maybe ngabe akufikanga la kodwa syathemba ukuthi naye uVundlas uzoxola cause kuthiwa time heals cc nawe phola nana siyakuthanda kakhulu futhi kuzolunga keep on apologizing ungavumeli umoya uphakame uze ubone ukuthi akusamele uapolgize cc syakucela I don't even know ukubhala isizulu kahle am following you from Limpopo love you cc
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO 3 месяца назад
💯❣️
@cordeliajacobs6765
@cordeliajacobs6765 3 месяца назад
Listen is the skill.Enye into sana lam xa indoda ithetha nawe yilalele kakuhle phambi kokuba uphendule.Sendimfundile kakuhle lomfana uMavundla akamfuni umntu othetha kuthethwa phofu ke bonke abantu abangamadoda banjalo.
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO 3 месяца назад
🫶💯
@ednabengu-ep2im
@ednabengu-ep2im 3 месяца назад
Ugogo wakwa Ngcolosi lo , yibambe njalo mzukulu wami , uxolise njalo, #Ogaxekile bazokbona uyisilima asikho isihlakaniphi sowesimame ohlala sonke isikhathi exolisa noma ingenaphutha we ngane obaba bajabuliswa yilokho hayi#UGiLONKO, lungisa umuzi wakho we MAMA.
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO 3 месяца назад
@@ednabengu-ep2im amen 🙏
@gwynnethmiemie7705
@gwynnethmiemie7705 3 месяца назад
Okuhlanganiswe uJehova sobe kuhlukaniswe umuntu.1. Inkonzo yokuzehlisa Mashudula kuzomele uyithandazele uyijwayele.2. If usolwa ungezi nezaba ngoba kuba sengathi usuyaqophanisa noMavundla Kanti uyindoda engayifuni eyamanina.3. Ungamngeni emlonyeni esakhuluma,ngisho noma ngabe udinwe kanjani ungamane ukukhiphe ukudinwa ngokukhala.Lokhu kuzomenza naye azifune. Ithawula laDlaba KaMavundla liyincwadi ayekubhalela yona.Kuzolunga ndodakazi,uyakuthanda undodana,uyintshakaza yakhe.Ukuthi indlela abantu abaku handle ngayo ukudinwa akufani.Siyanithanda ninobabili.
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO 3 месяца назад
❣️💯
@KhhayelihleSthole
@KhhayelihleSthole 3 месяца назад
Wena maShudu ufundisa ubufebe eznganeni cc, asijabule singabazali ngalomdlalo wakho
@siphamandlabrian6476
@siphamandlabrian6476 3 месяца назад
Cha wena kumele ukhule uziphathisa okwengane hlakana nokubhuncwabhuncwa amadoda.
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO 3 месяца назад
🤛🫶
@PhiwayinkosiMbuyazi
@PhiwayinkosiMbuyazi 3 месяца назад
Ukhala izinyembezi zengwenya lona, shiya phansi lesoskhawundana wena Vundlas, uzoyithola enye intombi ezoba ryt for wena.
@S_25752
@S_25752 3 месяца назад
Cha nje lomfana nje uyeyisa akandle amapruyithi awandlayo akayeke ukumosha izinto zabantu☝️
@DelisileShezi-ow7de
@DelisileShezi-ow7de 3 месяца назад
Cc wami Mashudula ngyakucela awususe lomlisa eduzane kwakho uyazibon yin ukuthi uzolahlekelwa okukhona ngokungekho nalento ikwakhela igama elibi abantu bakhulum yonk into abayithandayo nongeyona wena .kuyazwela kimi manje nd kubuhlungu .ngyakucela cc akube uyambona uVundlas usbry ukuthi ufuna umuntu wesifazane onjani .ngyakucela Shukulase shintsha ngyakucela Sgananda khula manje .ngyafisa nokuxoxa nawe ngsacel ungiphe no yakho
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO 3 месяца назад
❣️💯
@SceloScelo-zb3wv
@SceloScelo-zb3wv 3 месяца назад
Sorry mkhaya lungisani into yena kmele sikukhiphe sikuhambise ka vundlas
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO 3 месяца назад
💯🫶
@RowenVilakazi
@RowenVilakazi 3 месяца назад
Nami ngiyaku xolisela sweet akakuxolele bakithi ❤❤
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO 3 месяца назад
💯🫶
@msizingubane
@msizingubane 3 месяца назад
Syabonga mashudula , vuma bafo umama uyaxolisa
@UbukaOnline
@UbukaOnline 3 месяца назад
Waxola nje Mavundla kobe uzilengisile. Mumtu wesifazane uxolwa kuwo wonke amacala kodwa elemfebo angikaze ngilubone uxolo lwalo.
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO 3 месяца назад
🤔
@simphiwemjwara
@simphiwemjwara 3 месяца назад
Wathi uBhuti omdala asobe wamonelisa umntu oseke walala nenye Indoda 😥yaz into ebuhlungu abesiMame bayafuna ukuxolelwa kepha bona abaxoli ningangizwa kabi angilwi bengisika elijikayo
@ZinhleHlongwane-i8s
@ZinhleHlongwane-i8s 3 месяца назад
Kubuhlungu kodwa😢😢
@wonderboysamuel3958
@wonderboysamuel3958 3 месяца назад
Awuuu nawe mashudula lofika khona amanzi e orange 🍊 nje 😂😂😂😂😂 sekwimpinda kamshaye inkosi impela
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO 3 месяца назад
😁😁
@SphiweSphiwe-vn6ie
@SphiweSphiwe-vn6ie 3 месяца назад
Auuukdwa Sgananda wena kaZokufa sewenzani uzphoxa kdwa mtu wasekhaya komame yin kdwa ukuzlulaza Sudooo🤔🤔🤔
@ThulisaniCash
@ThulisaniCash 3 месяца назад
Mavundla bafo umuzwile umadlaba ezikhalela ecela uxolo ukhale kwazwela kithina sonke okadlaba uchubelihle , yebo khona kwezwakala kabi kodwa ngicela ucabange okuhle ngaye bese uyaminika uxolo ungabheki abantu ukuthi bazothini
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO 3 месяца назад
Yep bakit 🫶💯
@thabaninyawo-hv5ge
@thabaninyawo-hv5ge 3 месяца назад
Bengithi uMavundla uwrong kodwa ngithe uma sengizwa olive wakhe kwasa ngokunye kimi and ngize ngaphawula ngendlela olungeyiyo nam 1:45 i ngithi yobe Vundlas
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO 3 месяца назад
❣️❣️
@simondingindawontombela5631
@simondingindawontombela5631 3 месяца назад
Dali wakhe sondela eduze kwakhe please uyezwakala ukuthi ngeke esaphinda,xola bo! sewumpanishe kwenela.
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO 3 месяца назад
Injalo mahlobo bakit❣️
@noziphovilakazi7916
@noziphovilakazi7916 3 месяца назад
Ngoba lixhoshwa libhekile Dlaba❤🫂
@lbssa
@lbssa 3 месяца назад
kuhle loko cc
@zamadumisile2332
@zamadumisile2332 3 месяца назад
Awu bakithi sorry cc kodwa nathi. Sisho njalo ku darli yobe Vundlas
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO 3 месяца назад
🫶💯
@simonngema-v2i
@simonngema-v2i 3 месяца назад
Vele washaya ecelen mamvudl
@CebisileMkhize-v7r
@CebisileMkhize-v7r 3 месяца назад
Akukho okudlula lokhu Uma uzbona usephuthen .... Kuhle nokuth uya understander cc but nawe ungaz punish kakhul ungumuntu amaphutha syawwnza sngabant n sifunda ngawo....okbalulekile zngan zakwethu mnj ukuhlala phas nazane kungcono omunye nomunye akwaz okungamphath Kahle omunye then thandolwwnu luzoba luhle kakhul knalokhu...n cc cela ngawanak kakhul maComments thinabant sinomona asfun obona omuny umunt ejabule....
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO 3 месяца назад
❣️💯
@TrudyMalinga
@TrudyMalinga 3 месяца назад
Waze wayigcenga bo indoda uzehlisa isithunzi
@VusiNdlela-d7v
@VusiNdlela-d7v 3 месяца назад
Hamba uyodla okiss wena
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO
@EZEKHEHLA_ONLINE_RADIO 3 месяца назад
Awu kanjalo nje😁
@jabulisiwedludla9459
@jabulisiwedludla9459 3 месяца назад
Unya olungaka
@jabulisiwedludla9459
@jabulisiwedludla9459 3 месяца назад
uMashudula bayamthanda abantu ngeke sikushintshe lokho, naye umyeni wakhe akafunde kuzethemba. Akangethuswa abafana abancane
@sandilezulu777
@sandilezulu777 3 месяца назад
Lool ngisho kudala babeyingozi labafana bezimbuzi uma ungabaqaphelanga babemginqa ngampela uNkosikazi. mina ngithi wenza kahle Bafo uMavundla aphebeze kusemanje angazi amjwayeze ukuba sengathi akanaki ngoba uyokwenza yonke into aphinde abuyele kuyena
@ClaribelMeyiwa-uj2zn
@ClaribelMeyiwa-uj2zn 3 месяца назад
Musa ukona silungisa wena awukwazi ukwakha uyadiliza waze wangidina ngingakwazi singomama siyalungisa ungakhulumi uma ulidlabha
@FunaniNombuso
@FunaniNombuso 3 месяца назад
Chabo nje wena uyidlabha awukwaz ukuziqoqa
@CebisileMkhize-v7r
@CebisileMkhize-v7r 3 месяца назад
Yini iphutha?kuwe
@bongythwala9840
@bongythwala9840 3 месяца назад
Wenzeni yena lona kanti
@FunaniNombuso
@FunaniNombuso 3 месяца назад
@@CebisileMkhize-v7r iphutha yinto eyisehlo hhayi oyenza ngenhloso okwesibili into oyiphindaphinda njalo akulona iphutha so uMashudula akanakho ukuzotha nentobrkoke nje ayikho kukhona omunye wocc bakhe oke wakhuluma into enkulu nebalulekile kuye wat yun rmhlula ukubona ukt uMavundla uwuhlobolun lomuntu ngoba yonke lento ayenzayo uMashudula ayihambisan noMavundla and sekukaningi uMavundla emkhalima ekugejen kwakhe loMashudula wangakhona
Далее
Как улучшить шоколадку Милка?
00:35
Mavundla Vs Mashudula
3:16:03
Просмотров 19 тыс.
Uthi uthunywe Inkosi yama-Nazaretha uBhombela
22:27
Просмотров 10 тыс.
Ucele Ukubonana Namaqhikiza koluka Mashudula uMavundla
2:25:58
Alihlehle Isudukesi
17:01
Просмотров 16 тыс.