Тёмный

Isangoma siveza okuthusayo ngo VVO, uthi akasifuni isithwalo sakhe. 

Sthembiso Mngoma
Подписаться 75 тыс.
Просмотров 171 тыс.
50% 1

Спорт

Опубликовано:

 

17 апр 2023

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 414   
@StheMngoma
@StheMngoma Год назад
Ngicela ningakhohlwa to Subscribe, kumahhala
@mthuliseniqwabe5737
@mthuliseniqwabe5737 Год назад
Ngicela ubuza uGogo ngamthola kanjani ngidinga ukumbona please nginezinkinga engfuna angixazulele zona
@thembekilemkhize
@thembekilemkhize Год назад
Mahlaba , ukuthi iyangihlupha nje eyabantu yongafuni ukulalela bese beloku beklwebhana kuhle lwezingane, uNkulunkulu wathi , Cha kuyekeni manje loku yenzani loku Kodwa bangafuna ukulalela , noma eseveze abantu abazonikhumbuza njalo ukuthi Cha asenzeni kanje, Kodwa baloku beqhubekile, bengizibuzela nje empeleni bengilinde impendulo engconywana kunale engiyitholile, manje esikhundleni sempendulo ngithola umbuzo futhi.
@noziphonozipho-wi3eq
@noziphonozipho-wi3eq 16 дней назад
Ngoba wena mama u powerful ngendlela oshongayo ubuyofunani Kwa VVO
@nhlanhlambuyazi5058
@nhlanhlambuyazi5058 12 дней назад
Ngiyawuthanda umbuzo wakho
@Vezi864
@Vezi864 10 дней назад
Inkinga ngeke aphendule
@pinkynomalimkhize1990
@pinkynomalimkhize1990 9 дней назад
Awu buze serious😮
@thullynomandla7701
@thullynomandla7701 Год назад
Saze savelelwa,nikwenza in silence but mese kushuba nisazise sonke HWOOO NKOSI YEZULU NOMHLABA
@melusizitha5960
@melusizitha5960 Год назад
Uqinisile Dade ake basiyeke
@sisterdlamini5295
@sisterdlamini5295 Год назад
This is very wrong ngempela awukwazi ukThwalisa imuntu engazi ukuthi iyathwala . Akabatshele Kahle abantu ukuthi ubenzisani. Kube kuyena ukuthi iyayifuna yini leyonto
@sisterdlamini5295
@sisterdlamini5295 Год назад
Kwaze kwanzima emhlabeni
@nzuzomthembu8913
@nzuzomthembu8913 Год назад
Uyihlabe esikhonkosini!!!!
@thembekilemkhize
@thembekilemkhize Год назад
uJesu usayinkosi uyabusa hlukanani nezangoma zadalwa ubani, naziqala nodwa ziqedeni nodwa.
@sthembisocele9153
@sthembisocele9153 Год назад
Lalelani bafe2 ngibona kungcono indaba kamama makhosi nobaba khabazela singayingeni futhi singachemi namuntu ngoba lento asiyazi iqalephi kanjani singathathi ngokuthi omunye udumile bese sichema naye cha no no ngyaphikake lapho wonke umuntu unalo iphutha akekho umuntu omsulwa if ubaba umkhize kukhona akwenze umama akaye kuye ayozehlisa baxolelane bodwa but nina ningachemi nomuntu ngoba nakhu edumile bonke ubuhlungu buya enhliziyweni
@nonkululekodludla1643
@nonkululekodludla1643 Год назад
Ngyakuvumela
@bhekisisayeleni6249
@bhekisisayeleni6249 Год назад
Unyanisile mfondin
@doctormthokozisimnguni2945
@doctormthokozisimnguni2945 Год назад
Ibulele ingqondo zabantu abaningi lento okhuluma ngayo, ngamafuphi nje mfowethi nawe uyikhulunyiswa yisipho onaso sokuhlakanipha. Abantu bagcina bephixiza ngoba bebuka isimo somuntu ikakhulukazi umuntu uma edumile abantu bavele bambone eseyinto yokukhonzwa njengoNkulunkulu, VVO bakwethu is just an ordinary person with a lot of mistakes, uke wangixaka mayethi kunomama owangenwa yidlozi lomuntu wesilisa elithanda umkamuntu, like umkakho umbone ekhonzene nomunye umuntu wesifazane mhlawumbe yisemsebenzini ingabe yikuphi, wena ubuke ukuzwana kwabantu besifazane kanti hhayi ngoba kuzwana bona kodwa kunedlozi lesilisa komunye wabo elimthandisa lona omunye, what is that kahle hle? Akuwona umoya wobungqingili lowo? Good people please open your eyes siphila kwesinye isikhathi manje.
@edmundsishange3608
@edmundsishange3608 Год назад
DOCTOR Mthokozisi Mnguni yebo unawo amaphutha uVVO like everybody else njengoba usuchazile, lapho ngiyavuma kodwa ke kuloludaba oqeda ukulibeka cha wuwena omgamzwanga mina ngiyayizwa lento ayishoyo, iqondile nje impela futhi iyenzeka. Nakhu okufuze sikuzwisise, kunayonke inhlobo yemimoya emkhathini engangena noma ubani bese ikwenzisa intando yayo ikakhulukazi uma u weak, loku kuyinto nje eyaziwayo in spiritual circles, akusuki ku VVO
@user-mv2it7dm3h
@user-mv2it7dm3h 11 месяцев назад
Amen
@lungilepatiencemahlalela9666
@lungilepatiencemahlalela9666 4 месяца назад
Jesus is the only way. Let's not be lazy in prayer. Seemingly we can trust no one in this world. Lets talk to God straight through Christ. Amen
@ericnqobilengwenya9460
@ericnqobilengwenya9460 9 дней назад
There was no Jesus until British monarchy edited bible 😊😊😊
@ericnqobilengwenya9460
@ericnqobilengwenya9460 9 дней назад
The very same people who brain washed you about Jesus they don't even spend 2 hours in church nina ni busy Jesus this Jesus that ma Africa stop this spoon feeding mentality we are consumers of everything what about the God of your forefathers
@thabonkuna7298
@thabonkuna7298 8 дней назад
​@@ericnqobilengwenya9460that is the truth
@warriorpri593
@warriorpri593 Год назад
wow the last days Halala,Ngo Jesu izinsuku zokugcina Matt chapter 23-25
@lungelomhlengi8801
@lungelomhlengi8801 Год назад
Halala ngo Mlungu 🤣
@warriorpri593
@warriorpri593 Год назад
Yazi uma unga phenya kahle uzothola ukuthi ungubani UJesu futhi ufundisa ngani.bese uzoqonda ukuthi akasuye umlumgu ungumAfrica.
@lulamanjonga1384
@lulamanjonga1384 Год назад
Amen,ndiyabulela kutata was who stand in faith for me not to get in this ubungoma he just prayed after I tell him my dream I was 19yrs then now I'm 64 I never dream a dream like that,I'm saved
@lulamanjonga1384
@lulamanjonga1384 Год назад
@@warriorpri593 Enkosi
@user-sg9bz8ng8p
@user-sg9bz8ng8p 5 дней назад
Hhaini nithini naa
@thembitshabalala8231
@thembitshabalala8231 Год назад
Makhosi cc 😢uyimbokode ngempela gadla khosi❤❤
@user-mj5lm6qj4h
@user-mj5lm6qj4h 4 месяца назад
Thwalani ku Jesu Mathew wozani kimi nina none enikhatheleyo neni sindwayo u Jesu ungumphumuzi ijoka lakhe lilula
@skhumbuzomaseko4709
@skhumbuzomaseko4709 3 месяца назад
Why you involve something that has not mentioned here,Christians please stop this thing of criticizing other religions because is not affected you with any thing
@zamagceba-ti5ry
@zamagceba-ti5ry Год назад
Kodwake vele mina angnandaba nokuthi logogo uthini kuningi mina esengikfundile kubaba VVO ngesintu nomsamo. Ukuba ukhohlakele ubaba VVO ngabe akasho ukuthi idlozi uyazingenisela awbizi umuntu wakomunye umuzi azokshisela impepho yakini athi ukngenisela idlozi ngabe uyakwenza yena azdlele imali, but ukusicathulisa kwakhe kukhomba ukuba neqiniso
@jeronimoarmando3254
@jeronimoarmando3254 Год назад
Yhooooo me to from 2012 lo baba ndimmamela wandivula mehlo ndibazi bethanda uzofakaza bobabini ndothuka xa bebhencana ndiqala umbona kufacebook now I don't know what to do I'm lost now
@zamagceba-ti5ry
@zamagceba-ti5ry Год назад
@@jeronimoarmando3254 lomama unamanga nje angfuni nokuymamela lengxolo yakhe usile yoh
@siyabongalwazi5602
@siyabongalwazi5602 Год назад
Wow mama bancane abanjengawe🙏🙏🙏
@noziphocebs2208
@noziphocebs2208 Год назад
Wenzeni sitshele I story sonke, so that we understand 😢
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 Год назад
Ngifisa ukuzwa istory nam cz sengbathe ngyalalela okwamanje Cha akuhlangani.manje into enje ibizobanhle ukuzwa inhlangothi zombili
@user-sg9bz8ng8p
@user-sg9bz8ng8p 5 дней назад
Strue
@preciousmhlanga1591
@preciousmhlanga1591 Год назад
ABUPHUME BONKE UBUSATAN BEZANGOMA KUSIZAKALE UMPAKATHI ## UJESU YINKOSI YONA YODWA EFANELWE UKUKHONZWA HALLELUJAH GLORY TO JESUS 🙏😊
@mhlonishwamakhanya6749
@mhlonishwamakhanya6749 Год назад
Mmmm engathi lonyaka uzoveza amaqiniso wodwa nje
@thembisomakatha7800
@thembisomakatha7800 Год назад
Zolo lokhu bekuyimpi kaGogo Skhotheni noMaweni, manje seku u Khabazela 😢… Spiritual War has begun
@sqrd3536
@sqrd3536 Год назад
Year of Harvest. Izobamningi imbane yezulu.
@thembaemhlophe5909
@thembaemhlophe5909 Год назад
Cha indala kabi le video ngayibona Kanye umangithi ngiyajula kuyona ngangabe ngisayithola kodwa ke cha ngiyamuzwa uma ethi ucingo lwakhe beluvaliwe futhi luya qoshwa mmm abayose thina sikhona silinde ukuvuthwa kwayo
@xolekamarwanqana1608
@xolekamarwanqana1608 Год назад
khehlekezi mabalengwe and bhaka
@superempath1903
@superempath1903 Год назад
But her facial expressions have evil inside them🤔
@kholofelojoe1391
@kholofelojoe1391 24 дня назад
The same thing I saw when I first open this video
@bmamvundle8187
@bmamvundle8187 Год назад
WOW, thokoza dlozi eliphezulu. I love you ❤ so much.❤❤❤❤
@user-jh9vw4dj8f
@user-jh9vw4dj8f 9 месяцев назад
Ngyayazi lento ekhulunywa ngubaba ikhona abanye bakuthwalisa ungazi ucabange ukuthi ukuthwasa kunjena Kanti usuthweswa intshe kuthathwe izidalwa zakho Thokoza 👏👏
@MrBUHLEBUYEZA
@MrBUHLEBUYEZA Год назад
Ngiyisangoma myself VVO differs from many but we all know that if uyazi imfihlo yedlozi you are permanently in peace...❤❤
@thembekilemkhize
@thembekilemkhize Год назад
Ngicela kumama ukubuza nje ayikabi ingoba ngingazi, ngiyalifunda ibhayibheli okuningi ngiyakwazi okuningi angikwazi, Uma ngifunda ibhayibheli angiboni lalithi khona uNkulunkulu wadala isangoma nenyanga, ngibuzela ukwazi angilwi namuntu angazi .
@thembekilemkhize
@thembekilemkhize Год назад
Mbongeni, hlala lawuhleli khona mfowethu ingabe usanyakaza, unenhlanhla ngoba wathola ivangeli langempela.
@thembekilemkhize
@thembekilemkhize Год назад
engathi uJesu anganisiza anikhiphe kulolutwayi lwenu.
@m.-io6od
@m.-io6od Год назад
@Thembekile Mkhize athe "Uma ngifunda ibhayibheli angiboni lalithi khona uNkulunkulu wadala isangoma nenyanga, ngibuzela ukwazi angilwi namuntu angazi" kodwa wena manje usubiza isintu ngo "twayi" ??
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 Год назад
@@thembekilemkhize Lithi ibhaybheli wadala ini uNkulunkulu?
@nombusokhuzwayo1892
@nombusokhuzwayo1892 Год назад
Ngath sengzo sindiswa mnje ay
@user-sg9bz8ng8p
@user-sg9bz8ng8p 5 дней назад
Nabafundisi kuyafana bafuna imali big Narccissist
@nomakhambule2052
@nomakhambule2052 Год назад
Lafa elihle kakhulu kunzima Nkosi yami leziyanga kodwa zanamhlanje mina ngiya kukholwa Mama Amen to that 🙏🏼❤🙏🏼
@mazetgasa9581
@mazetgasa9581 Год назад
Aiii nam ngigeza izandla..liyabhubha kshuth
@Nozinol
@Nozinol Год назад
Nezakudala phela,young and old,ave kunzima, sithulile ngoba we are trying to focus on our calling sidlule ezintweni. Survival of the fittest manje la kulomsebenzi, oGobela abanamadlozii abasekho sekumagogogo, ngenxa nje yemali nodumo. Yiba nabantu bakho Yehovah!
@bhekikhayamadziba2198
@bhekikhayamadziba2198 Год назад
Nasike isangoma ❤
@lindiwemnyandu9491
@lindiwemnyandu9491 Год назад
ngaze ngamsaba loMama
@nokuthulamtsali8372
@nokuthulamtsali8372 14 дней назад
Nabaka jesu sihlangana khona enyangeni anisiyeke ngalo jesu enidlala ngaye nimenza popay
@bmamvundle8187
@bmamvundle8187 Год назад
Tell him, 🎉🎉🎉. Ngifelwe ama siblings x4 in one year. Bahlulekile ukungithatha. Tell him, 🎉🎉🎉🎉
@bhekijames947
@bhekijames947 28 дней назад
I am confused ilenkulumo ngoba I don't even understand ukhuluma ngani
@Sobahle_RSA
@Sobahle_RSA Год назад
😂😂😂Ayi saze savelelwa izinyanga nezangoma zakwaZulu. Ngenelela nkosi
@ukukhanya_kuyeza
@ukukhanya_kuyeza Год назад
Kungenzeka lomama uNamanga Futhi kungenzeka ukuthi uqinisile kodwa thina kasazi why bangaxazululi iynkinga zabo in peace without posting in social media
@simphiwepersist7602
@simphiwepersist7602 Год назад
Nibangani vele, nibadala kangaka, nizosehlisa isthunzi la Kuma social platforms
@lungamavuso3391
@lungamavuso3391 Год назад
Behlulwa yini nje kuya kuye bekhulume, social media yenza abantu izilima
@ncengimthembu2799
@ncengimthembu2799 Год назад
Kancane kancane kyavela impela lama social media azela ukudicilela isithunzi Somuntu omnyama, Hawa nabatabadala pho shwele ezulwini.
@nomthandazongubane3282
@nomthandazongubane3282 Год назад
Saze sasha izangoma ezilwa Ku social media, kanti why bangashayani ngezulu kunyiwe once
@dumisanibrightman6643
@dumisanibrightman6643 Год назад
😂😂😂
@VuyokaziNgada
@VuyokaziNgada Год назад
@@dumisanibrightman6643 🤣🤣🤣
@user-sg9bz8ng8p
@user-sg9bz8ng8p 5 дней назад
😛
@thokozilegumede4865
@thokozilegumede4865 Год назад
Wathi umkhulu kimi "wonke umsamo wenyango, unemfihlo" ngaleso sikhathi ngangisesigodlweni , wathi Ugadi ukuthi ngithathe akufunayo sihambe" Inkulu inkinga esezangomeni, uqinisile othi asingayingeni. Kushiyana the spiritual levels manje
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 Год назад
Impela
@nomkhosimvuna1967
@nomkhosimvuna1967 9 месяцев назад
Eziningi ziyaphapha zifuna udumo, ngeke ngiphawule kodwa ngezinto abazikhulumayo ezinokuxabanabphakathi
@nompumeleloxhoko8719
@nompumeleloxhoko8719 Год назад
Jesu Maria Mah Sothwasaphi ekgcineni 😭😭😭😭
@jeronimoarmando3254
@jeronimoarmando3254 Год назад
Hewethu is what I asked my self sister ndimmamela oko lomama wade wandithuka phofu ndimbulela uveza imfihlo ezi qha ngenxa ebona eligama wandijaja wathi athwele amatshangane but I don't mind what I like is the truth
@tsheps2101
@tsheps2101 Год назад
Hheyi kubi mntakaGogo
@smamenyuka480
@smamenyuka480 Год назад
Amen uKristu uyiNkosi 🙌
@user-pl5sc1xo9l
@user-pl5sc1xo9l 6 месяцев назад
Kungcono sengphiwe umuntu ona 62yrs old and matured ngyabonga dlozi lami.ngyabonga 🙏🙏🙏🙏
@sayursaytv290
@sayursaytv290 Год назад
Isangoma esifake I Golide teeth mxm I don't trust none of them omathanda izinto labo
@ntokozonduli632
@ntokozonduli632 Год назад
What if wathwasa esalifaka ... this is a weak argument
@ZandileKhwela
@ZandileKhwela Год назад
hai kanti soneni mhlabeni siyacela bakithi enikwenza ebumnyaneni kwenzeni kungathy uma sekhukhon ukungezwani or kungaboni ngaso linye bese nenza lezinto enizenzayo koma social netwk gogo bekungafanele kwenzelokhu cos nisakuqala sasingeko please ilungiseni nodwa njengabantu abadala
@mmeme5861
@mmeme5861 Год назад
Bipolar ikhona apha ku gogo....tell us what is going on....ne sex ikhona....ubuthakathi bukhona
@user-pl5sc1xo9l
@user-pl5sc1xo9l 6 месяцев назад
Asithwebuleki gogo thina😅😅ngeke balunge!!!! Alikho dom vele🤗🤗
@mbngcobo6526
@mbngcobo6526 Год назад
VVO ngaqala ukumlandela kudala. Loyamunt ulapha umsamo, idlozi nemimoya. Akanalwane akathwele. Imithi emibi akayiphathi.
@ntokozonduli632
@ntokozonduli632 Год назад
Uyamlandela through social media so u cant be sure....
@greatness4444
@greatness4444 Год назад
Kungani pho uma egeza abantu ngo R5000? Umuntu othwele umbona ngokubiza kakhulu imali iziguli.
@mbngcobo6526
@mbngcobo6526 Год назад
@@greatness4444 I see you need education iskole asikho la kuwe nolwazi awunalo. Ngeke ungene emanzin uthwele otherwise labobant bazohamba coz amanzi ahlanzekile izilwane nezipoki akufunek emanzin
@lungamavuso3391
@lungamavuso3391 Год назад
Haibo sekumele abize u R1000 ukuze kuthiwe ulapha ngempela haiyini bo
@sifisohlophe1478
@sifisohlophe1478 Год назад
Awazi lutho bhuti mina I've been there ngizama impilo kwashabalala konke enganginakho elalisa my wife nenyoka kwaze kwalamula idlozi lam sekunenyoka endlini elala nonkoskazi ayfakwa ngulobaba
@thobzanewswar6384
@thobzanewswar6384 Год назад
Unomona nje lomama ,udicilela isthunzi sikaVVO phansi.
@mhlengingcobo
@mhlengingcobo Год назад
Wena ukwazelaphi ukuthi unamanga
@ndabezinhledladla873
@ndabezinhledladla873 Год назад
@@mhlengingcobo ngempela wazingani ukuthi unamanga🤷🏽‍♂️
@ntokozonduli632
@ntokozonduli632 Год назад
Wazingani?
@phumlanidlamini7376
@phumlanidlamini7376 Год назад
@@mhlengingcobo Mina i have my own personal reason to believe the old lady. When i was ready to go there i had a dream 2 days before someone telling me ukuthi angiyeke ukuphapha ngoba ngizozisola . ngayekela vele.
@user-zy5cy7gq4w
@user-zy5cy7gq4w 20 дней назад
Ay ngeke mama kuncono ukube usho istory manje akuzwakali nqindi nasbhakelala igama lomuntu alihlambalazwa ngaloluhlobo ncono nihlale phansi nobabili mama nibonisane emaphutheni enzekile phakathi kwakho nobaba uMkhize ngoba lokhu okukhulumayo akuzwakali ngampela Thokoza gogo🙏🙏
@leendhlovu7176
@leendhlovu7176 Год назад
Ayikho lento, jealously nje. Nothing more.
@syandazondi2322
@syandazondi2322 Год назад
Uyagula wena mama nawe uzofifunela udumo nje uyabheda
@nonkululekodludla1643
@nonkululekodludla1643 Год назад
Yindaba uthi uyagula uyalazi yin iqiniso ningakhulumi into engekho pls
@nombusomlondo5971
@nombusomlondo5971 Год назад
God is working 🙌🙌🙌🙌
@sbusisolawrence3553
@sbusisolawrence3553 Год назад
Inkinga gogo sebedlala ngobungoma basebenzise izilwane ababuya kuye bayasho ukuth kuyashintsha ukudla epletin masufikekuye especially mesubuya okwesbili
@sqrd3536
@sqrd3536 Год назад
Ngithemba uphephe. I will subscribe no worries.
@PamRadebe94
@PamRadebe94 Год назад
Hayii cha siyabonga izangoma zamanje zama you tube.....wavuma eyokuthwasisa namuhla usukhuluma ngaye kanje muqonde mama uye kuye sibone niphendulana ubuso nobuso...ngoba kusho nonke nikhohlisa abantu.... Uma usuthukuthele kanje uthukuthela endaweni ewrong muqonde qhaaaa...
@thabanimavela5075
@thabanimavela5075 Год назад
Angisayidi namuntu okwamanje kodw kuyiqiniso ukuthi labantu abafenele engabe bayasisiza(zangoma,zinyanga) ngeziphiwo zethu bavele bafune kuzithatha
@zandilemakhathini7855
@zandilemakhathini7855 Год назад
O awe is oskhotheni , kodwa sekungu VVO nogog sasha savutha bakithi 🙆‍♀️
@ziphendaba528
@ziphendaba528 Год назад
Akukho okwenziwa ebumnyameni kungaveli obala aseyasha amadamu anamanzi. Akwembuleke izinqe emhlabeni wonke ngoba nanoma yini eyenzeka ebumnyameni mayhlale obala imali yimpande kasathane.
@ayandantombela
@ayandantombela Год назад
I Narcissist yesangoma. Ay kyonakalake manje!
@zamagceba-ti5ry
@zamagceba-ti5ry Год назад
Uzeakala umdinelwe ubaba uMkhize and umuntu odininiwe angasho noma yini ukudicilela phansi isthunzi saloyo muntu amdinelwe. Bekingakuhle ukuthi lenkinga yakho nobaba uKhabazela uykhulume naye ngoba lokhu okwenza Lana umdala kangaka kwawena ayikwenzi uhlonipheke kwabanye bethu. But I've been following ingono yomsamo and most people who have been there akaze ngabezwa bekhalaza kuqala ngawe osuvela la kuma social media as if you have a score to settle with ubaba VVO
@iamsirjustlazaruparcqade6553
Iyashoda Lendaba Stheh Ngingasthola Kuphi Isqalo Sayo? 🙏
@StheMngoma
@StheMngoma Год назад
Ngizokutholela isiqalo
@sbuyiselwesishi4821
@sbuyiselwesishi4821 Год назад
Nam.ngyasidingq belu
@thullynomandla7701
@thullynomandla7701 Год назад
Yaqalaphi vele? Asingayibambi emsileni
@vistom5784
@vistom5784 Год назад
Iyashoda lendaba ngeke sicela ephelele 😂😂😂ngathi kumnandi layikhaya ngizozinza angikazukuhamba shame ziyashisa😂😂😂😂😂
@mamsiemakubo2770
@mamsiemakubo2770 Год назад
Iyashoda ngempela angitholi ukuthi kwenzakalani but yonai interesting 🤔
@mxolisinavil-nk4ej
@mxolisinavil-nk4ej Год назад
Ey anisiyeke lokhu nizolwa la kuna social media nangenwa ngamadlozi aphaphayo nje
@mehboobafzal5550
@mehboobafzal5550 Год назад
VVO sekuse mome ukuthi iqiniso liphume mkhulu 🤣 siyozwa sengathi ngahlezi ngine data kanti kuthwalelwan wezangima zinyanga ngoba umuntu fanele asebenzise isphiwo sakhe asiphiwe abaphansi futhi ungasihlanganisi nokukhohlakala kwasemhlaben ilokho nje esikufunayo🙏
@nduzuma4101
@nduzuma4101 23 дня назад
​@@mehboobafzal5550silambile n amathuba awabonwa ,iskhathi sihambile ,izindleko sise mahlombe😂umdali useyoxola 😅nawe uxole bese usikhulekele sixolelwe😢
@SthembisoNdaba-bl7mm
@SthembisoNdaba-bl7mm Год назад
'Niyolazi iqiniso futhi iqiniso liyonikhulula' John 8:31-32
@olwethuradebe7869
@olwethuradebe7869 Год назад
leave everything and put your faith in our LORD JESUS CHRIST. i deeply respect u as my elder and just wanted to let u know that Jesus loves u and wishes that u leave everything u practice and give your full trust to him. i also love u. even if u decide not to take what i say seriously. WE ALL MAKE MISTAKES.
@user-pl5sc1xo9l
@user-pl5sc1xo9l 6 месяцев назад
Fake account ngoba vele uyi fake.umdala ledlozi lakho abd and be proud of that sthandwa sami❤❤
@ntetesemela9345
@ntetesemela9345 Год назад
Naloku siklwebhana ku social media nicekela phansi isipho sabadala ! Anihlali phansi nilungise izinto zenu. Hhayi!
@busisiwemsweli1492
@busisiwemsweli1492 Год назад
Never say never thola udaba before u judge lomama
@mzwandilesakati7120
@mzwandilesakati7120 Месяц назад
Akukho okufihliwe okungasayi kwembulwa,kwasho uJesu,buya Nkosi uJesu
@SimphiweNtuli-jz6fp
@SimphiweNtuli-jz6fp 3 месяца назад
Lezizangoma ezifaka amazinyo not a chance dlozi alikufuni lokho
@dennismadlala1501
@dennismadlala1501 Год назад
Ayikho lento yakho mama ungenwe imimoya emibi
@fikilemagwaza6231
@fikilemagwaza6231 Год назад
Uphethwe umona lo Gogo uyamehlisa uyamenyusa
@ntokozonduli632
@ntokozonduli632 Год назад
How do you know. You think wazikonke
@bonginkosidlamini1339
@bonginkosidlamini1339 Год назад
Ngaze ngaconfused
@user-zk1kc2or6i
@user-zk1kc2or6i 13 дней назад
Yessssss love uuuuuuuu❤
@ZandileMiya-gu6kt
@ZandileMiya-gu6kt Год назад
Kuncono sizwe side ka baba Mkhize
@ngubosthandwa9219
@ngubosthandwa9219 5 дней назад
Speed out mama wathwasakuphi vvo Nini dlalangabantu lobaba
@amandaangel520
@amandaangel520 Год назад
Yeey lelikhehla guyz alilungile😢🤞🏽anozwa ngam
@LadyNoRa_scorpio
@LadyNoRa_scorpio Год назад
What happened
@monicamathonsi5615
@monicamathonsi5615 Год назад
Lenzani ikhehla?
@amandaangel520
@amandaangel520 Год назад
@@LadyNoRa_scorpio indaba ende but short story is namhlanje angnaye uMama wafela isphiwo sakhe sedlozi
@LadyNoRa_scorpio
@LadyNoRa_scorpio Год назад
@@amandaangel520 😥💔 nxese cc , iyoh I know the pain of loosing umama
@nduzuma4101
@nduzuma4101 23 дня назад
​@@amandaangel520 who are we going to trust makunje 😢 ay kubi n Kuba worse 😮
@portiazanele6822
@portiazanele6822 12 дней назад
If It’s true I respect your decision ingane zabantu they’re stagnant because of fake people who pretend to help them kanti they thwebula their Dlozis 😭😭
@zandilemazet1519
@zandilemazet1519 Год назад
Fuseki wegogo onamanga uyanyanyisa sifebe sagogo nx
@user-zk1kc2or6i
@user-zk1kc2or6i 13 дней назад
Khuluma kuphela mama wami nakuya khuluma mamawami ungesabi
@MlulekiTheron-vy2og
@MlulekiTheron-vy2og 7 дней назад
Hawuuu weeee kant😢kshuthy akhoNyanga ke laa eSA fokof
@NomkhosiMthembu-fm2dp
@NomkhosiMthembu-fm2dp 9 дней назад
Kwenzenjani 😮😅😅😅
@SibonakalisiweMsane
@SibonakalisiweMsane Год назад
Jesu kwanzima kulomhlaba
@nwabisandlela3432
@nwabisandlela3432 Год назад
Kudala ndiyithetha lento yokubulawa kwabafazi nabantwana ndatsho ndathi mabaqoqe izithwalo zabo ezinyanga, nazo ke uyazikhupha uMakhosi, khuluma wena Mama isikhathi sesifikile kudala kuchitheka igazi kwelilizwe yerrr
@lolo_0312
@lolo_0312 4 месяца назад
Baba vvo has a calling...akasona isangoma ungumhlahla ndlela wezinto usu...wena vele unolwazi ngazo... Ngama dlozi akini....
@banzomadlala2613
@banzomadlala2613 Год назад
Ayyy boo, impi yezangoma or izinyanga ngazi ukuthi ziyiqeda ngokuthi bagadlane, so mina ngithi asiyekwe phansi, umuntu nomuntu aye endumbeni yakhe, badelisaneke, kuke kudlale umubani nje libalele sibone ubani inkunzi,niyeke ukusiqedela iData bantu abadala pulizi!!!
@bhekimkhize125
@bhekimkhize125 Год назад
Unamanga wena ukhuluma inyongo ufuna ukuthi size kuwe uyazidumisa ngokhabazela fuseg skhohlakali
@user-pl5sc1xo9l
@user-pl5sc1xo9l 6 месяцев назад
Sure gogo bagijimisa wena bekhohlwe ukuthi idlozi yilona elihamba phambili😂😂😂.asizenzeli kwenza amadlozi wethu 😅😅
@user-pl5sc1xo9l
@user-pl5sc1xo9l 6 месяцев назад
Badlalele ndaweni e wrong. Yekela thina siyabuka nje mtomdala. Thina silalela amathongo wethu finish and claty✌✌
@nqobazindela63
@nqobazindela63 Месяц назад
Kodwa angikholwa ukuthi uVVO wakulanda ngenkani, kodwa waziyela wena makhosi kuye njengoba usumhlambalaza nje.
@MinathiMdletshe
@MinathiMdletshe 28 дней назад
Mhm asimazi orite nowrong ezinye izinyanga zikhuluma kahle zenze kahle emphakathini kodwa masubhekene nayo yenze okubi uma ubaba uVVO enzanga lutho olubi kulomama idlozi lakhe lomphendulela
@user-hu5hg8ll5l
@user-hu5hg8ll5l Год назад
Mxm Nina yini enibolile nihamba nilanda izilwane masezinihlula nibuya nizokhombana LA mxm Nina ninamadlozi akhulumela safuthi thina siqala ukubona izangoma ezipepeza njengani buphi ubungoma nande emafonini nihlulwa imiduma nxa Nina yini laba abadicilela isithunzi sobungoma ayi kahleni namadlozi akhulumisa safuthi
@SbusisoKhanyile-jb1jl
@SbusisoKhanyile-jb1jl 4 месяца назад
Iyoooo cc what you going through is very painful usivula amehlo nathi to trust no one 🤭
@user-cr3zz7il4c
@user-cr3zz7il4c 13 дней назад
Wena gogo ufuna udumo ngamanga awusiyenke umona kuphela ungcwele kuwe
@silodlomo935
@silodlomo935 18 дней назад
Lento inzima labantu badala, angeke inyanga ikunike isithwalo ngenkani, uma ngilalela inkuluma kamama, aikho into eyenziwe uVVO kulomama uma engasithandi isithwalo akasiyeke angasithathi, enye into ukuthi lento angayithathi ngemfundo, ngoba naye unokwakhe, vele ubudlozi buyisithwala,
@nompumelelomhlongo6543
@nompumelelomhlongo6543 Год назад
🙏🙏akukho okungeke kuvele kaqambi Amanda umama,inkosi ikubisise ngokuvezela izwe,nami ngyavuma 👍👍
@KatlegoMpumi
@KatlegoMpumi 2 месяца назад
🙏👏🙏we need someone like you mkhulu 🙏💕🙏
@user-qo4ml1gw8n
@user-qo4ml1gw8n 18 дней назад
Hlukanani zangoma ekuthi uma bengenzi abantu kuwe bese hudulela igama lomunye umuntu ubucashephi sonke leskhathi usofuna ukwehlisa isthunzi sika vvo mkhize usebenzisa amathambo edlozi hamba lapho wathwasa khona wena unedlozi elibi elingumthakathi nomona
@zanelemtembu3457
@zanelemtembu3457 Год назад
umona ke nje lona
@andreachisambi5847
@andreachisambi5847 Год назад
Kuba ukusa nje UWE mama uscefe sangoma sesilungu inkulu into enayibanga sengisola ukuthi nake nabanga umnsinsila
@NomvuseleloNkomo
@NomvuseleloNkomo Месяц назад
Baze basha abantu baka Jehova emhlabeni!
@ZiphikisileKhumalo
@ZiphikisileKhumalo 4 дня назад
Kubuhlungu engikuzwayo bengingakulindele
@thembelaninicky8807
@thembelaninicky8807 2 дня назад
Manje awumqondi ngani yini umdala zobhibhidla la kwi social media.
@user-rj5ex4ke2w
@user-rj5ex4ke2w 9 дней назад
Next time uma niyolwenza izinto nisitshele not uma senehlulekile nibuye nize kithi. Manje SA kufanele yenzeni.
@user-lx2zd9vq8h
@user-lx2zd9vq8h Год назад
Akukho okufihliwd okungevele mase kuphelelwe iskhathi mina kade ngezwa ngababona Izinto ngaye lowababa v.v o lowo
@thembimdluli3882
@thembimdluli3882 Год назад
Nansi mxhiliba kagogo bo
@ElijahTerance
@ElijahTerance Месяц назад
Just when i was wondering ukuthi kuze namunye oshiqilela igama lika VVO phasi...boom gogo ne depression
@NokuthulaMbatha-lv5bi
@NokuthulaMbatha-lv5bi 6 дней назад
Ngokwami ngibona kungcono nixoxisane nilungise eniphambene ngakho ngoba asikwazi kuzekubenokuthula yanine tafuleni nilungiselKonakele khona
@siyahdube3127
@siyahdube3127 Месяц назад
2024 Ngathi uza kabi sizizwa zonke
@macdonaldmatasanekonstable2107
🙏🏼🙏🏼🙏🏼
@ZamokuhleMlungwane-zs2yb
@ZamokuhleMlungwane-zs2yb Год назад
Mama kunzima ngoba bekumnandi nisebenzisana manje senixabene sekumele utshele thina buthuleleni sonke leskhathi angishukuthi unamanga but ke nginemibuzo
Далее
Smart Sigma Kid #funny #sigma #comedy
00:26
Просмотров 11 млн
Umsebenzi wokufaka abantu abadala ekhaya
12:08
Просмотров 182 тыс.
#UbusukuObuhle Ezaselawini no Dkt Nomcebo Mthembu 🔞
17:40
Ingono Yomsamo episode 2
24:55
Просмотров 59 тыс.
Maradona
0:31
Просмотров 9 млн
Yamal Rare Moments 😂
0:28
Просмотров 7 млн
#judo #ippon #judotraining
0:10
Просмотров 1,3 млн
ENGLISH OR SPANISH
0:13
Просмотров 1,2 млн
Насмешнило мма
0:56
Просмотров 444 тыс.