Isanusi ngumuntu ojule kakhulu, yazi this topic is so very deep even in metaphysics. Energy is also controlled through vowels. You are too far in the future Mkhulu…
Ai Mkhulu ujula ngempela syafisa ukuthi uke usthintela ngama holidi esinawo ngapha e Africa noma angith e South Africa kusukela ku January to December ngyabong Mkhulu
Baba isintu siza kanjani kuqala ngoba u "i" ungowesithathu konkamisa? Onkamisa "e" no "o" bayizigijimi ngiyavuma ngoba bazalwa ngu " a + i = e" and "a + u" = o. In Arabic language lokhu kuyavela ngoba their original letters rhythm are for instance "bha", "bhi" and "bhu". Kubona u "bhe" kanye no "bho" bavela ngokokupheka the original vowels. So awucabangi baba ukuthi isintu cannot be the first instead ngu "abantu" owokuqala which is umuntu? A becomes the u, then the a again, meaning the beginning and the end are one. Yingakho uma ubingelela uthi, "sawubona/siyakubona" kodwa awusho ukuthi "nganibona/ngqkubona". Umuntu being the being as a plural and as a singular. Mina ngiyavuma nalo othi umuntu ojule kakhulu, emunye ebe futhi emningi kuvela lokho uma esebingelela. The beginning has to be a & u, both of the concealing a great circle which has no end and no beginning. Ngiyafisa, ngiyacela nibuye nenze u part 2 uma ningakwazi because in language kunemfihlo ejulile. Ubaba uyena kuphela okhuluma linguistically uma echaza ezakomoya. No one else even try to come close to your level baba I've listened to most spiritual practitioners by now kodwa akekho ofikayo. Uchaza okukamoya in linguistics ngathi u Credo Muthwa. Siyabonga.