Тёмный

KAZE ANGIGANWA UMTHAKATHI YINI? 

Phumlane indlandlalazi yomkhonyovu Hlongwane
Подписаться 29 тыс.
Просмотров 3,8 тыс.
50% 1

ukuganwa, umthakathi, umfazi, ugogo, umama.

Опубликовано:

 

2 ноя 2023

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 14   
@nsilayenja
@nsilayenja 7 месяцев назад
Naaaaaaaaakhuya, nalento yokuthi umamezala uyathakatha bakhohlwe ukuthi bazele abafana okuzothi omakoti bathi bayathakatha kusasa
@user-vw8ue2es1v
@user-vw8ue2es1v 8 месяцев назад
Ey Ngwane nami ngacishe ngawufaka ekhaya umswan'wembabala,langihlenga elakithi.Asibonge ngwane🙏
@sibonelomzila3105
@sibonelomzila3105 8 месяцев назад
Kuningi engikufunda kuwe Ngwane
@devinendlovu4944
@devinendlovu4944 8 месяцев назад
Babu Ngwane 🙏🙏🙏🙏
@user-cd8rt6fl2t
@user-cd8rt6fl2t 7 месяцев назад
Washaya hlongwane abanye bathakatha ngeyinhliziyo
@syabongawelcome6579
@syabongawelcome6579 8 месяцев назад
😂😂😂 lombuzo wakho ushaye kwazwela ngwane
@NkosiMhlongo-ke1bg
@NkosiMhlongo-ke1bg 6 месяцев назад
Ngwane siganwe yibo ngoba baqala ngokusidlisa bese bedlula
@NhlakaTheo-ui4se
@NhlakaTheo-ui4se 8 месяцев назад
🤣🤣🤣 mfoka hlongwane ngiyakuzwa mina indoda yesagoma phela nomoya ophansi 🤣🤣🤣
@luckymabaso2432
@luckymabaso2432 8 месяцев назад
Ngyakuzwa nkunzi cha kule yokuganwa umuntu onomona yake yangifica mfwethu ukuhamba kwakhe kwasuka umthwalo emahlombe ephikisa yonke into engifuna ukuyenza ekhaya.
@nkosingiphilengcobo8885
@nkosingiphilengcobo8885 8 месяцев назад
Wakhuluma indaba yabantu nokuthakatha namasonto wangikhumbuza esinye isibonakaliso engaboniswa sona. Esontweni labasindisiwe inkonzo ibanjwe ebumnyameni epulpit kushumayela umfundisi okade ashona. Futhi yeyi.
@ZiphatheleSqungesihlsijadu3533
@ZiphatheleSqungesihlsijadu3533 5 месяцев назад
Ayokho engiyaziyo mfoka Hlongwane , wonke engiwaziyo zintothoviyane
@XolaniMadlala-dw2re
@XolaniMadlala-dw2re 8 месяцев назад
Umfaz mayethakatha isuke yaz indoda knye nomnden wayo ukt uyathakatha lomuntu..inking basuke bamvikele.. lento ifana nalena yokuth uthi intombi yakh ubungaz ukt iyafeba usuke ukhohlisa nje lapho akekh ongabon nom ongaz ukt uthandana nesfebe ukt nje usuke enethemba elingekho lokuth uzoshintsha.
@Inkothololo
@Inkothololo 8 месяцев назад
Kuyaphengulwa uma usufuna ukuthatha. Waphunyula lapho, uyaxoshwa umfazi uma ethakatha, kepha amadoda angempela, amudla ngomkhonto lowo mfazi, ngokuvikela eminye imizi.
@mncedisikubheka3577
@mncedisikubheka3577 8 месяцев назад
Umona nakho ke ukufuna ukuganwa abafazi abaningi, kanti ke ngeke ubathande ngokulingana
Далее
AYI! NGIYAYISABA INHLAHLA. INHLAHLA IYINGOZI.
9:58
Просмотров 4,3 тыс.
UBUTHAKATHI NESISUSAKHO  UKUKHUNKULA.
8:58
Просмотров 3,4 тыс.
OMAMEZALA ABALALA NAMADODA ABO, EGAZI.
8:39
Просмотров 3,4 тыс.
IQINISO AKUSILONA ELOBHEKUKUPHIWA.
10:40
Просмотров 4 тыс.
UBUZE BEZIBUSISO; OWENTULAÝO.
8:07
Просмотров 3 тыс.
WONKE UMUNTU WAKHA INDODA NONGESIYO UTHI WAKHAYA YONA.
9:11
ISANGOMA NOKUNGATHANDEKI KWASO.
5:14
Просмотров 1,6 тыс.
ISIBHAMU, INGANONI, NOKUPHATHWA KWASO BUDEDENGU.
5:01
Просмотров 2,4 тыс.
ISAZOKHAHLELA OYISENGAYO.
13:55
Просмотров 8 тыс.