Тёмный

Kukhalise abantu okushiwo umhlaziyi we Politiki nge ANC ,MK ,EFF 😳[Zizwele] 

SIBONISO TV
Подписаться 27 тыс.
Просмотров 8 тыс.
50% 1

Опубликовано:

 

7 сен 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 70   
@msibielvis-ni1fu
@msibielvis-ni1fu Месяц назад
Ngiyabonga mfethu ukhulumile ngiyacabanga abantu abasha bazo understand akusikho konke oku planwa abantu abadala njoba eyibeka umfethu injalo akundingi ngokuthi semu question youth League all off them ayisukume yeze njeng youth League yango 76 ilizwe elethu Bantu abamyama.. all power to the people forward youth League forward.phansi okwesatshiswa phansi.. abantu abadala sebewukhombile umkhombadlela awukho oladela lo wokuvula amehlo wonke umuntu eafrica...samora mashele ayini amabhunu ezweni labantu abamnyama
@nxumalonkululeko4198
@nxumalonkululeko4198 Месяц назад
We do have 2 third majority All black parties make 2/3 when combined. They just need to be united
@Brook-nx4rb
@Brook-nx4rb Месяц назад
Siyabonga Nxamalala siyabonga ukusivula amehlo sisazokuvotela ngobuningi khululeka Nxamalala
@victorndlela8208
@victorndlela8208 Месяц назад
Kunjalo Siyabonga Nxamala ngokusivula mehlo 🖤🖤💚💚✊
@ZachariaMhlongo-wi8bw
@ZachariaMhlongo-wi8bw Месяц назад
Siyabonga mfowethu ngamazwi aqinile adinga isibindi nokuzidela kodwa mina bengingathi usho kahle mawuthi asihlangane sonke abantu abansundu sibuke ngendlela okuyiyona izwe lethu sibuke nezimo esibhekene nazo njengamanje bese sibuka ikusasa lethu nezingane ezizayo ukuthi uma kuqhubeka Kuba nje kuzobanjani eminyakeni ezayo abantu abahola nabacindezeli njengamanje Kubona babona izinto ziyinto ejwayelekile kodwa uma uhleli lapho uhleli khona njengesigagayi esiwumnsinsi kulelizwe udinwa noma bethi bethula izinkulumo zabo abadayisi abawo Thami Ntuli wenkatha uyabona nje ukuthi kulele kunye LA ukube kubili ngabe kuyavusana baphazamise ithuba elihle labantu abansundu lokubuyisa umhlaba wabo ngoba befuna ukwenelisa ogovana babo abelungu bolishiya kungasekho lutho lelizwe lethu izizukulwane ziyosiqalekisa ngalesisenzo sobugwala nobugovu bamasellòut namapuppet abelungu bedayisa ngathi Bantu abansundu nasekugcineni kodwa siyabonga Nxamalala wuwe kuphela nobambisene nabo umholi wethu sengathi izinyanya zakini nomdali bangakugcina siphinde silwe ungakhathali baba wethu ubuqhawe bakho sibubonile phambili nge MK party phambili.
@CelukuthulaSifiso
@CelukuthulaSifiso Месяц назад
Siyabonga imfene azilifuni.iqiniso vvia mk
@jabulilehlongwane9897
@jabulilehlongwane9897 Месяц назад
💯 true
@LovelyOmbreSky-us3td
@LovelyOmbreSky-us3td Месяц назад
Kwaze.kwabuhlungu eS A..Ngenelela.,BHOMBELA. NYAZILWEZULU. uSIKHUMBULE.AMEN
@michaelmbathe
@michaelmbathe Месяц назад
Yakhuluma lentsizwa into esukangaphathi , I qinisolodwa ,Siyazithanda izntsizwa ezinje ,Siyakudinga ndoda ndoda
@SizweDhlamini-ie2ut
@SizweDhlamini-ie2ut Месяц назад
Viva Mk inkinga I ANC IFP badayise umhlaba siyabonga nomzane incazelo viva Mk
@user-eh2pp2no2h
@user-eh2pp2no2h Месяц назад
Wayibeka Bafo yiyo le.❤
@xoliswa2934
@xoliswa2934 Месяц назад
Trully speaking
@user-lp5el3on9t
@user-lp5el3on9t Месяц назад
Lamaqembu akuGnu sasihlezi sithi asikhathalele kanti ayasikhohlisa siyabonga Msholozi ngokusivula amehlo abakaze basithande labe abenze Gnu
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Месяц назад
People says politics is a dirty game, so how can you trust politics 😭😭😭😭😭😭
@jamesndlovu1765
@jamesndlovu1765 Месяц назад
Nigcina ngokumbonga kuphela! Hhayibo!
@CelukuthulaSifiso
@CelukuthulaSifiso Месяц назад
Uphinfaphinda into eyodwa usiqedela dat ulokho uthi cofoza ibhathini shaya ngezinqamulelayo
@NjabuloMthembu-h9o
@NjabuloMthembu-h9o Месяц назад
Mhmhmh iqiniso leli syabonga Ndodana kunjalo nje 👏👏
@mthombokazulu9113
@mthombokazulu9113 Месяц назад
Power bafo kuleyondawo 💪💪💪💪💪💪💪💪
@wandilenomafu7611
@wandilenomafu7611 Месяц назад
Kodwa ngoba sebebonile kokulandelayo siyethemba bavotela i freedom yama Africa ( MKP )
@ThobileMkhize-kf7cy
@ThobileMkhize-kf7cy Месяц назад
Syabonga qhawe ,kwacaca bha.
@sibongileqaba4627
@sibongileqaba4627 Месяц назад
Makubuye umhlaba wethu✊✊✊✊😭
@sifisondlovu3109
@sifisondlovu3109 Месяц назад
Ngiyabonga mina
@GladysMkhatywa
@GladysMkhatywa Месяц назад
VivaEff ,vivaEff❤
@user-nx4vx8xm8h
@user-nx4vx8xm8h Месяц назад
iqiniso limile uMsholozi uyivulile idlela.wasivula nemgqondo kukithina
@lenfordmxolisidlamini6881
@lenfordmxolisidlamini6881 Месяц назад
Mina ngiphelelwa amandla uma ngizwa kunomuntu osathi uANC wasikhulula. Loyomuntu ufana nophuphayo. Labantu kababoni yini ukuthi uANC useshintshile. Lo okhona manje owabathengisi bomzabalazo. Akusesiye lo ANC owasikhulula,lona usibuyisela ebugqileni obukhulu
@mthokozisingcobo9516
@mthokozisingcobo9516 Месяц назад
Ngiyajabula Uma kukhona abantu ababona into engibonayo, izinto zesouth Africa zisuka kude ukube ubaba uchris Hani akashonanga NGO 1993 ngabe Alubanga khona ukhetha NGO 94, kumele sizibuze ukuthi kwadalwa yini!
@ZaneleMajozi-y1y
@ZaneleMajozi-y1y Месяц назад
Syabonga bhuti ukusvula mehlo
@zonkenokuthula8679
@zonkenokuthula8679 Месяц назад
Uqinisile we mfowethu jesu baning abangazi. Ngob nathi okuningi besingakwazi .kodwa siyabonga nami ngisho njalo kodwa ke kusangalunga
@user-ec2yq6dd6h
@user-ec2yq6dd6h Месяц назад
Kunjalo bhuti,Ngiyaqala ukuzwa umuntu olimelayo iqiniso ,Kuyoya ngaloyo naloyo ofunayo ukukulalela,Ngikuzwile mina ,Qhubeka bhuti usinikeze umhabulo
@AgnesKubheka
@AgnesKubheka 23 дня назад
Ngicabanga ukuthi iphutha laba kubo abaholi bomzabalazo kusukela ekuqaleni kwakufanele kufundiiswe isizwe sonke ngomzabalazo .Nokuthi njengoba sekubusa ianc yini injongo .Kodwa ke abakwenzanga lokho Yingakho sekunamaqembu amaningi Kantike futhi uma sithi alibuye kwakufanele libuye kokuqala masithatha 1994 .Kanti asakhi bezu kwesisekelo.
@simphiweluthuli-iw9cr
@simphiweluthuli-iw9cr Месяц назад
ayihlome Ma Mk asiwubuyiseni lomhlaba wethu
@ZakheleZamisa-us1cx
@ZakheleZamisa-us1cx Месяц назад
Iqiniso leli kodwa sibonga zuma kuthi kuvele amahlazo ye GNU couz kudala laba bahlangana
@MandlakayiseNdaba
@MandlakayiseNdaba Месяц назад
✊✊✊✊
@MthuthuzeliQina-hw1ey
@MthuthuzeliQina-hw1ey Месяц назад
VivaEmkviva
@FabulousMama1234
@FabulousMama1234 Месяц назад
MNgane yami walibeka iqiniso iINGCACHA LE ITHE BHAA
@user-lu7gq6zg4n
@user-lu7gq6zg4n Месяц назад
Waykhuluma indaba mfokababa iqiniso lodwa nje lelo
@user-ye3ex1rp5y
@user-ye3ex1rp5y Месяц назад
HAAI KE EYOKULWA SANA...YINGXUBAKAXAKAKE EYO...ARE YOU WELL TRAINED FOR IMPI???
@BrianMnduna
@BrianMnduna Месяц назад
Ayihlome mhlaziyi
@MashiyaNgcobo-lb2rq
@MashiyaNgcobo-lb2rq Месяц назад
I ANC ngempela isiziveze obala ukuthi ngempela iyinandaba nomuntu omnyama kuphela nje abaholi bayo bacabangela izisu zabo, uma ungafundanga namhlanje wena mvoti ovotele u ANC awusophinde ufunde. Khona bekusobala ukuthi ayinandaba nathi u 30 years iphethe ayenzanga mehluko noma ukhona mncane kakhulu. Ibonile ukuthi i MK izoyephuca isinkwa yavele yenza ukukhohlakala yakhwabanisa amavoti. Uyeza u2026 no 2029
@bonginkosisandile9675
@bonginkosisandile9675 Месяц назад
Mk kanti akusiyo ANC yini?
@mpumelelomabanga7993
@mpumelelomabanga7993 Месяц назад
​@@bonginkosisandile9675manje ilwelan ne Mk I ANC if kanti MK kuyi Anc
@bhekamhlongo8589
@bhekamhlongo8589 Месяц назад
Akezwalomuntu.uphinaphinda.into.eyodwa.unescefe.usqedela.idata
@lindelihledube3008
@lindelihledube3008 Месяц назад
Vari ke leyo bhuti wam.akuvikelwe okwethu.
@VictorShongwe
@VictorShongwe Месяц назад
IQINISO ELIPHELELE UKUTHI I YOUTH AYIZILWELE YONE NGOKWAYO ILINGISE ABSE KENYA I GEN Z
@user-sx1we3ts4m
@user-sx1we3ts4m Месяц назад
Kunjalo 👀 benikwa amabhunu imali cos the one who pays is the one who calls the shots sebelawulwa I Stellenbosch lesi esiyinkinga ekuqhoqhobaleni umnotho wase SA nokcindezela umunt omnyama isizulu siti Aykhonkothi nethambo, uzosilwela kanjan usumumete imali yabacindezeli
@sibongilebiyela2784
@sibongilebiyela2784 Месяц назад
🙏💪
@thulaniblushaba6476
@thulaniblushaba6476 Месяц назад
Namanje sisazoyivotela MKP ngeke sizabuyela emumva size siwine singama MKP
@BrianMnduna
@BrianMnduna Месяц назад
Wabeka mhlaziyi ngyakuzwa mina
@Eu68345
@Eu68345 Месяц назад
Kunzima emhlabeni wethu okunikelwe ngawe walwelwa kabuhlungu kanje kwafa abantu namuhle "rainbow nation 😢😢
@DumisaniSilango-lv8fl
@DumisaniSilango-lv8fl Месяц назад
Umhlaziyi ngempela uyibeka into icace bha
@bonginkosisandile9675
@bonginkosisandile9675 Месяц назад
Ayikho lento yakho mhlaziyi MK kanti akusiyo ANC yini nina ngathi nigula ngamakhandaa
@user-qo4ml1gw8n
@user-qo4ml1gw8n Месяц назад
Abantu abasha ekumele balwe nalesi shlava sokushadiswa ngabantu kubelungu ngoba befuna ukuma kahle emabhunwini ngo june 16teen lakuveza ulusha into eingayithandi eyenziwa kubo phezu kwabo ramaphosa nohlabisa
@NkosinathiMbongwa
@NkosinathiMbongwa Месяц назад
Wayibeka mfwethu ngoba bahleka nje emzabalazweni esiyizabalazayo kuyosimama nabo ubuphukuphuku nje okubantu nenzondo
@CelukuthulaSifiso
@CelukuthulaSifiso Месяц назад
Mina ngiyayizonda iec benze ngamasibomu ikurobha mk.sengathi.okhethweni oluzayo bonke.abarobhile lufike sebefile
@NkosinathiMbongwa
@NkosinathiMbongwa Месяц назад
Nami mfwethu angazi noma ubugwala noma yini lento ngoba kona kuyalandelwa ngomthetho basithathe basibhekise le
@CelukuthulaSifiso
@CelukuthulaSifiso Месяц назад
Uyisidina uphindaphinda into eyodwa cofoza cofoza usimoshela data
@ThulasizweMngadi
@ThulasizweMngadi Месяц назад
Mkp🥰
@user-cv8hr4yq3x
@user-cv8hr4yq3x Месяц назад
8SIGUGILE NATHI NAMHLANJE SAYIDLALA NATHI INDIMA YETHU NGO 16 JUNE 1976 SALWA NABELUNGU NAMA SELLOUT BESIYI YOUTH NGALESOSIKHATHI
@user-vu6gj6pi1c
@user-vu6gj6pi1c Месяц назад
Bhushan mk
@fanozikhumalo1435
@fanozikhumalo1435 Месяц назад
Iqiniso lodwa mfo
@sanelisiwedlamini7142
@sanelisiwedlamini7142 Месяц назад
Iqiniso elimsulwa leli olikhulumayo kodwa fanele sibone yena necala ukuthi kwenzekani ngalokho 😢😢
@ZamaZondo-oo6to
@ZamaZondo-oo6to Месяц назад
Nina Bantu be Mk nicabangukuthi sizilima umbuzo wam uthi uyazi ukuthi ukube I Mk ayvukanga ngabasiykhulumi lembhudane yakho uyazukuthi uJulius Malema kuphela umuntu ongase siyidini lethu nina nifuna ukuthi sikhohlwe Yi tribalism enayenza against Julius malema hey kahle Wena uzuma uyi ANC puppet bloody shid 😡go one man viva ♥️🖤💚🇷🇺💪🏿 Julius malema
@thulani2213
@thulani2213 Месяц назад
Wena uyanya wena uyaziphuphela nje bolalela kuqala slima
@BuyaniShezi-ek6ly
@BuyaniShezi-ek6ly Месяц назад
Yazi ukuthi yi-eff eyabona amaphutha ka-IEC kwi-IEC results center, but lo-Malema wenu wathi uyawamukela ama-results okhetho olu-rigging, so keep fooling yourself akukho Malema omele nina la 😂😂😂😂
@LuckyThwala-mx5gy
@LuckyThwala-mx5gy Месяц назад
Ungazodakela Kazuma wena golo
@jabulilehlongwane9897
@jabulilehlongwane9897 Месяц назад
​@@BuyaniShezi-ek6lyWaphinda wathi i Eff angeke isaphazamisa iphalamente
@mduduzindlovu2797
@mduduzindlovu2797 Месяц назад
Nali igolo bo
@jamesndlovu1765
@jamesndlovu1765 Месяц назад
Useyishilo into ebikade isezindebeni zawonkewonke, kodwa engafuni kuyiveza. Kuyogcina lapho nje. Nithi abase Kenya bebethanda na ukugcina sebeshisa amadolobha! Cha! Bebengathandi! Kodwa empilweni umuntu ufika la azithola khona esesalelwe into eyodwa ukuze azisize! Ukuzivikela! Uzivikela ngani! Kanjani! Sonke siyayazi impendulo yaleyo mibuzo!
Далее
ПРИКОЛЫ НАД БРАТОМ #shorts
00:23
Просмотров 2,5 млн
Nomvula Mokonyane uthi MK Party iyibulele ANC
16:58
Просмотров 11 тыс.
Is this the END of IFP ??
15:56
Просмотров 11 тыс.
Usizi Umfazi Womuntu Edliwa Umfana Omncane.
22:44
Просмотров 93 тыс.
NGATHI AKADLE INKOMO KUPHELA ANGANGIBULALI
47:51
Просмотров 402 тыс.