Hawu Lo mama kanti uphakeme kanjena kwaqala kwaba wuye few months back ndaba yakhe no bheki cele, wathuka bukhoma in front of thousands of people ubaba womuzi oganiwe uMthandeni waphinda wathuka stage manager ngo msunu kamama wakhe hawu she's over herself ay sisi indlela eya empumelelweni ayihambi kanjena uphoxa nenkolo Yama Nazareth uphoxile amazulu waphoxa umsakazo yonke lento iphinyiswe uwena bukhoma kunobufakazi. I am Biyela nami ngesbongo kepha eish usiphoxile singoXhoko😢😢😢😢😢😢 shintsha ukwenza kwakho manje lisekhona ithuba ngaze kube late