Тёмный

#listen 

Ingungumbane TV
Подписаться 7 тыс.
Просмотров 28 тыс.
50% 1

Опубликовано:

 

18 сен 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 181   
@FihlokwakheWitnessButhelezi
@FihlokwakheWitnessButhelezi День назад
Syabonga ukuzwa ngevangeli lobuNazaretha. Akukho engingakuphikisa. Ngikholelwa ukuthi lokho umuntu akholelwa yikho yikhona okuyomfikisa kumdali wakhe. Nenkolo yobuKristu ngokunjalo angiyigxeki ngoba iyabasebenzela abakholelwa kuyo. Uma nje ivangeli ulemukele ngokweqiniso uyothola umvuzo omuhle ezinsukwini zakho zokugcina
@khayelihlembatha9840
@khayelihlembatha9840 7 часов назад
@@FihlokwakheWitnessButhelezi kunjalo Shenge lokho nje kungakwenza uhlezi uziphilela Kahle nje,
@khumbulaningcobo3210
@khumbulaningcobo3210 2 дня назад
Uyazi kodwa mfethu isihloko sakho asimile kahle wenza sengathi wuye locc osho lesihloko osibhalile mfethu
@sphephelonyawo3615
@sphephelonyawo3615 2 дня назад
Izitha zikajehova zikopolota yonke into engathi shuu
@khayelihlembatha9840
@khayelihlembatha9840 2 дня назад
Yazi nami cishe ngangayilalela indaba engaka ngenxa yesihloko😢
@khayelihlembatha9840
@khayelihlembatha9840 2 дня назад
Hhayi bhuti akakwazi ukubhala kodwa lomuntu unenzondo phakathi kwakhe😢
@AntonZwane
@AntonZwane 2 дня назад
Mapholoba,ngivele ngadumala umangabe ngicabanga ukuthi umzukulu we Langa lama Langa angakhuluma inkulumo enjengalena...kanti ngilahlwa isihloko
@KwaneleGoodman
@KwaneleGoodman 2 дня назад
​@@khayelihlembatha9840nami kodwa sengiyayi understand kuthi izi ntatheli zidayisa kakhulu ma uzo khuluma kabi ngoshembe
@ExploreLifeWithVee-eo4mp
@ExploreLifeWithVee-eo4mp 2 дня назад
She was my roommate watching from Netherlands 🇳🇱.
@ThembisileNgwenya-i6h
@ThembisileNgwenya-i6h 2 дня назад
uNkulunkulu wonkulunkulu siyabonga Shembe ngokungipha ukholo lwakho Ameeeen
@KeselinaBhembe-o5j
@KeselinaBhembe-o5j День назад
Udaba lakho lumnandi Thandeka kodwa isihlok sakho.Siyangilimaza
@user-ur1gg7qb9d
@user-ur1gg7qb9d 2 дня назад
Halala Thandeka wakhuluma kahle ntombazane 👏👏
@thulanjalo6090
@thulanjalo6090 2 дня назад
Izizwe zonke ziyokum'bona kodwa umbhali ngathi ungumdayisi wezindaba akulona ikholwa ngoba yena ubhala sakugxeka kanti u Dawn uyafundisa ukuthi babethini omkhulu wakhe ababemzonda uShembe
@KhayelihleMbuyazi
@KhayelihleMbuyazi 2 дня назад
Maje uthi asenzi ngale ositshsela yona. Waze mfisha mfowethu umqondo obhale lomusho uyazi cc Thandeka uyichaze kamnandi kakhulu inkilumo yakhe mfethu wena ngeke uphinde ukhule ngomqo nangeminyaka ngeke usakhula. uphile cc Kuningi osazokusho ngaleli bandla AMEEEEN
@SaneleDlamini-h6o
@SaneleDlamini-h6o 2 дня назад
@@KhayelihleMbuyazi ❤️ isobala nje, Mbonambi
@mkhabolengayondodemnyama8418
@mkhabolengayondodemnyama8418 7 часов назад
Mtakababa #Mabhodla kubukeka sekuyisnengiso kuNkulunkulu ukuba intatheli ngoba usukulwela ukuthi leyocontent ithengwe abangazoylalela lendaba kumanje bazoba nenzondo engenasdingo asimyeke kanje baba #Mbonambi ngoba thins sesyalazi iqiniso😢😢😢
@SakhileCebekhulu-b4o
@SakhileCebekhulu-b4o 23 часа назад
Awuuu wakhuluma ntombazane yasezulwini, wakhuluma koma kwathi nje geqe...... kuhle makukhuluma ninabantu abafundile, ngoba ayibibikho indlela yokuhlasela ngemfundo nokungazi🙏🙏♥️♥️
@FisokwakheEricSithole
@FisokwakheEricSithole 2 дня назад
Esh umhlaba wonakala mhlazane kufika abelungu abeza nobu Christian sase sikhohlwa imvelaphi yethu
@sizenikhumalo
@sizenikhumalo День назад
Ushembe unkulunkulu emhlabeni nasezulwi
@SondloButhelezi-hu6rr
@SondloButhelezi-hu6rr День назад
Syabonga Nhlanzi ukucacisela abantu abangazi ngoShembe syathemba uyobakhumbula bengcine bengama Nazaretha
@lindiwethembile7739
@lindiwethembile7739 День назад
Kudala ngakubona nkosyam kukuthi anginalo ulwazi kahle ngangize ngizitshene ukuthi uyisangoma but kudala ngakuthanda ❤️💕🙏🙏
@nonhlanhlankosi5087
@nonhlanhlankosi5087 День назад
Beautiful said and well explained.Siyabonga
@maqhawekhuzwayo51
@maqhawekhuzwayo51 2 дня назад
Amen 🙏 🙌 thank you Lord for not forsaking Africa ❤
@MduduziPat
@MduduziPat 2 дня назад
Wayibeka,Dawn yezwakala onendlebe uyizwile
@Yazondinja
@Yazondinja День назад
Amen uyingcwele Amen 🙏🕯️
@ngwanemphumeleli
@ngwanemphumeleli 2 дня назад
Hayi ke wabatshela ngoNkululu wethu Ndlu emnyama
@PhumzileMtshali-dp8dw
@PhumzileMtshali-dp8dw 2 дня назад
Many thanks for telling her history so wonderful always nice to see Mangcobo King love u a lot❤
@ArthurNdwandwe
@ArthurNdwandwe 2 дня назад
Amen laph
@SindisiweMathe
@SindisiweMathe День назад
Siyabonga mama ukusicacisela
@tmgazi4778
@tmgazi4778 День назад
Inkulu nkulu woShembe yiba nathi❤
@NjabuloBrian-iw3kj
@NjabuloBrian-iw3kj День назад
Thank you so much
@Leboko80
@Leboko80 День назад
God Bless you my Brother❤
@bonganishezi3449
@bonganishezi3449 2 дня назад
Amen
@malusidlamini5267
@malusidlamini5267 2 дня назад
Ubu Nazareth ibutho likaJehova,ama Israeli kwakuyisizwe ayezikhethele sona uJehova,asenza ibutho lakhe amaNazareth.iNkosi uJesu Kristu wase Nazareth owayeyiNkosi yeSabata,iNdodana yomuntu yayizovuselela iSabata likaJehova,ngalo ibutho laJehova okungamaNazarethi.."Nazreth umuntu owenzi 'sifungo noJehova" onikelile nozoyiphili mpilo yakhe yonke ngentando kaYise neNdodana noMoya oyiNgcwele..Mvelinqangi Sonini naNini..
@mandisasphelo9724
@mandisasphelo9724 2 дня назад
Abantu bakithi badidekile baze basebenzisa amabhayibheli esilungu,ukhe wambina umlungu nebhayibheli lesintu,lutho
@jenniferngobese9929
@jenniferngobese9929 День назад
Nazareth igama laseBhayibhelini. Ushembe wayesonta, wayesephuma eyokhonza uNkulunkulu ngendlela yesintu sakhe, usho njalo uThandeka. UShembe iBhayibheli walifundiswa uNkulunkulu engakaze aye esikoleni.
@sanelehadebe649
@sanelehadebe649 2 дня назад
Shembe is the way❤
@SmangeleZanele
@SmangeleZanele День назад
Amen Amen 🙏
@bongigigs5704
@bongigigs5704 2 дня назад
.....yaz kade ngawabon amandla kulo cc but bengilokh ngicathi wisangoma😊
@nkosinathisibisi9714
@nkosinathisibisi9714 День назад
Isihloko sakho mf2, uyasilimaza. Siyabonga kucc amazwi amnandi.
@user-fj2rg4ju3k
@user-fj2rg4ju3k 2 дня назад
Wayichaza kahle Thandeka syabonga sizukulu somqali weNdlela
@thandekamanyoni4263
@thandekamanyoni4263 2 дня назад
❤❤❤Amen
@FortuneSifisoNjokol
@FortuneSifisoNjokol День назад
Amen❤
@user-lf4mx5ld2j
@user-lf4mx5ld2j День назад
Amen 🙏🙌❤❤
@simphiwesiyabonga9855
@simphiwesiyabonga9855 2 дня назад
Misleading article
@ZandileKhwela
@ZandileKhwela 18 часов назад
ei yazi ngicishe ngagamamele
@mandisasphelo9724
@mandisasphelo9724 2 дня назад
Amen Thandeka walimela iqiniso
@margaretmroxe6599
@margaretmroxe6599 12 часов назад
uze undikhumbule nam Shembe Nyazi lwezulu
@nonkazimulonene
@nonkazimulonene День назад
I'm happy to hear that
@KennethMdlalose-ei5on
@KennethMdlalose-ei5on 2 дня назад
Kokuningi uthathe lokhu and awusho nokuthi kwakushiwo ubani
@PatriciaMpungose
@PatriciaMpungose 17 часов назад
@@KennethMdlalose-ei5on 🤣
@sdvs653
@sdvs653 2 дня назад
uShembe uphelele bafethu, kodwa ngungumbane mfthu next ngcela ubhale isizulu soqobo
@UnqambothiMarketing
@UnqambothiMarketing 10 часов назад
Ingungumbane iyohlala iyingungumbane! Inzondo yakho ngoShembe ikwenza uqambe amanga ubhale ISIHLOKO esedusayo. UThandeka akaze ayisho lento oyibhale lapha ngenhla. Impisi lapha kubonakala kunguwena mfowethu NGUNGUMBANE.
@ThobaniMyeza-ye1hw
@ThobaniMyeza-ye1hw 5 часов назад
Okshoyo kuhle ,isihloko kodwaaa ai
@alexdlamini3490
@alexdlamini3490 2 дня назад
Izinkolo zonkhe ziyasilahla
@NonhlanhlaMahlaba-n6y
@NonhlanhlaMahlaba-n6y 2 дня назад
Ngibonge mtakaNhliziyo❤ uyibeke yacaca, ongayithanga lenkulumo seyoxola
@SphiweXaba-k5t
@SphiweXaba-k5t 2 дня назад
Amen 🙏
@banjani3732
@banjani3732 День назад
Makakhonzwe❤Amen
@scobszwide4458
@scobszwide4458 День назад
My people died for lack of knowledge. Until we learn ukusebenzisa only 1 reference point mayelana nezindaba zikaNkulunkulu Angele silithole iqiniso bazalwane. Uma sifunda iBhaybheli lizoyichitha inkolo kaShembe ngoba nje eyisidalwa efana nathi. Lenkolo yendlu emnyama ifundisa ukuthi thina zidalwa singaba onkulunkulu nathi. Bese iboleka amagama aphathelene nokukhonza kwiBhaybheli. Only one will win this spiritual war. Asisize uNkulunkulu wangempela oqotho asivule amehlo ukuze simazi....ngaleyondlela sngaphili manga yize eqhamuka nomlungu Noma ke nendlu emnyama. 😊
@user-ed9mc4es7w
@user-ed9mc4es7w 23 часа назад
Naboke sebethi kudala bambona wii amanga abantu
@WORLD_NEWZ
@WORLD_NEWZ 2 дня назад
Ushembe unkulunkulu impela, sorry bakithi ngama European amnyama,nongamthandi uyoze amthande.
@ntuthukoyengwa64
@ntuthukoyengwa64 2 дня назад
Wena ubolalela sphukuphuku ngoba lana kucacile kuthi ukhuluma ngomkhulu wakhe owayenga mthandi uShembe, kodwa uzokhuluma ubulima lana doti
@bayeni5223
@bayeni5223 2 дня назад
Inkosi ize ikubusise mnikaz we chanell bcoz isihloko sakho sibukeka si misleader abantu but ngendlela engizwa ngakhona Mina kudluliswa ukuth babethin omkhulu bakhe ababengahambisani no shembe
@phumelelemthalane8316
@phumelelemthalane8316 2 дня назад
Philisiwe thula cc
@PatriciaMpungose
@PatriciaMpungose 17 часов назад
Bayes hogweni nabhayi neyinhloko
@user-le7cv8yt1w
@user-le7cv8yt1w День назад
Ha yabeka kahle eyakwethu
@NonhleMckenzie
@NonhleMckenzie День назад
Aligxekwa nje ibandla likaJehova noma ngabe libi kuthina kodwa kuJehova lihle zikhathi Zonke ngesaba ukukhuluma nje ngekholwa nangezinkolo ngoba uMdali wethu sonke uyazi ngawo ukuthi uwabekeleni nalenqwaba yabaghedeni abaphrofethayo kungasuki kwamoya ukuphrofetha kwabo kunguku delela amabandla nje kuphela angikhonzi kwaShembe kodwa ungumpheme wethu ngoba uyena olawula izivunguvungu zezwe eyosimela entabeni lapho kukhona Amandla kaMvelinqangi akutejwe ukugxekwa kwama bandla kakhulukazi uShembe
@phindilemthethwa9162
@phindilemthethwa9162 2 дня назад
Mmmm Amen
@KennethMdlalose-ei5on
@KennethMdlalose-ei5on 2 дня назад
Ibisindwa zindaba eyinkulu yini lolohlelo lwakho ngba inhlathi into engazwakali myb ukuthi ubhale ishloko esibolile
@thandazaningubane2807
@thandazaningubane2807 2 дня назад
Uyomthanda uShembe uze umgone
@bongythwala9840
@bongythwala9840 2 дня назад
Mxm that is Rubbish .
@SbongiseniDlamini-u8g
@SbongiseniDlamini-u8g 2 дня назад
​@@bongythwala9840Thina maNazaretha silandela inkinga into ongeke uyichazele muntu okwehluleka ngisho izazi nezihlakaniphi
@ZandileKhwela
@ZandileKhwela 18 часов назад
@@bongythwala9840 lol relax hlisa moya
@mkhabolengayondodemnyama8418
@mkhabolengayondodemnyama8418 7 часов назад
Ngicela mbhali walendaba ushintshe lesisihloko usibeke siqonde ngqo ngoba sikhombisa ububhukudwane bakho
@user-qo4ml1gw8n
@user-qo4ml1gw8n 2 дня назад
Siyabonga ukwazi ngawe Thandeka ngohambo lakho
@happinessmndaba8312
@happinessmndaba8312 2 дня назад
Wena mnikazi we channel uqalekisiwe, futhi usenkingeni.
@bongumusangcongo2692
@bongumusangcongo2692 День назад
Ababhali kahle laba
@NicholasBhekinkosiMhlongo
@NicholasBhekinkosiMhlongo 20 часов назад
Wakhuluma mntakaNhliziyo wageqa amagula LoNkulunkulu wakini mkhuuuuuuuuuuulu uBhombela
@user-mj5lm6qj4h
@user-mj5lm6qj4h 2 дня назад
Ngabe uthi u Dawn ogqoke isikhumba semvu hhayi uShembe
@lwae490
@lwae490 2 дня назад
Qala phansi uyilalele Kahle inkulumo yakhe
@bongigigs5704
@bongigigs5704 2 дня назад
....isqalo lesi basebaningi abazovela bangaphakathi syagoqa manje kul8😊
@mkhululikhathi2970
@mkhululikhathi2970 2 дня назад
Nhlanzi
@SenzoZulu-hb6vc
@SenzoZulu-hb6vc 2 дня назад
Manje isihloko sakho wena shlama se ngungumbane sithini ungusathane mnini video
@sandileTembeNgwanase
@sandileTembeNgwanase 2 дня назад
Kodwa Mageba😂😂😂😂😂
@ZandileKhwela
@ZandileKhwela 17 часов назад
lol bokumunakisise ima kukhona into efaka amananzaretha zobhala into ethandwa nguyena
@thamilushaba2690
@thamilushaba2690 День назад
Waze walufuna bo udumo nama-views wembhali wesihloko, "uYIHLATHI"
@ZandileKhwela
@ZandileKhwela 17 часов назад
lol
@mndeninhleko833
@mndeninhleko833 2 дня назад
The title is misleading
@user-sm5yb7qm2h
@user-sm5yb7qm2h 2 дня назад
Mina i always ask my self why abathakathi besonta bonke.angikaze ngezwa ngo mthakathi oyisidakwa
@SnethembaNtombela
@SnethembaNtombela 2 дня назад
Ngoba nawe uthakatha nje usonta
@SandileShandu-jk1ge
@SandileShandu-jk1ge День назад
Maybe ekhaya kini thina sikhule amasonto emancane kabi kodwa ukuthakatha izimfene imikhovu aizikhova yizinto ebezenziwa abantu anagasonto so your resach bru incane kakhulu
@SandileShandu-jk1ge
@SandileShandu-jk1ge День назад
Maybe ekhaya kini thina sikhule amasonto emancane kabi kodwa ukuthakatha izimfene imikhovu aizikhova yizinto ebezenziwa abantu anagasonto so your resach bru incane kakhulu
@ThembaNkosi-r8d
@ThembaNkosi-r8d 2 дня назад
UShembe owaqala lesonto wayeyiNyanga edumile so angekeke zidabule izifundiswa zibanjiwe azibonizona thina siyalazi iqiniso vele impisi
@sanelemchunu9425
@sanelemchunu9425 2 дня назад
Hhawu kwahle bo qala phansi uyofuna umlando uyageja awuzwanga kahle mfowethu
@mbheki_mbatha
@mbheki_mbatha День назад
Ngiyakudabukela ngoba awulaleli uthe U CC Thandeka ngaphamb kokuba ugxeke ngento funda uthole iqiniso layo vele ke uzovaleka umqondo ngoba vele awumfuni nigcwele inzondo nifana naMalulwane anizazi ukut uyunyoni noma uyigundane asikufundise ke Mphazima lo owayeyiNyanga kwakungu Mzazela ekwafika izwi kwaCeza elathi akasuke kulelizwe aye ezweni elisenhla ngoba okhalweni lakhe kuzakuzalwa indaba eNkuuuulu ozosindisa isizwe ezinsundu ngb kuzozalwa iNkosi enonya ezohlanganisa izizwe leyoke kwakungu Shaka UMzazela wazala Sokhabuzela yena wezala uNyathikazi yena wazala uNhliziyo yena wazala Mayekisa yena wazala loBhombela esikhuluma ngaye uShembe uyikho konke kubantu bonke ngezikhathi zonke
@ThembaNkosi-r8d
@ThembaNkosi-r8d День назад
@@sanelemchunu9425 cha angisho engikuzwe NGO cc ngisho engikwaziyo ukuthi vele impisi
@ThembaNkosi-r8d
@ThembaNkosi-r8d День назад
@@sanelemchunu9425 cha yena vele wayeyinyanga kuyamufanela ukuba yimpisi
@mbheki_mbatha
@mbheki_mbatha 19 часов назад
@@ThembaNkosi-r8d uma uthi kumfanele uyamazi ? Uke wafika phambi kwakhe noma uqhutshwa inzondo le okukhulunywa ngayo lapha mfeth ayikho into enhle emhlabeni eyedlula uShembe uyikho konke engikuthandayo uneZulu lakhe alibekele thini esimthandayo nakabathandayo yena . ziyafika izinto zedlule kodwa uShembe umi njalo ngunaphakade Thina asibheke ndoda okumele ibuye manje hlalani nini nilindi 2024 years now nalinda lutho thina siyambona ofanele ukubonga afanele ukudunyiswa uShembe oyingcwele uyikho konke kubantu bonke ngezikhathi zonke uYiNgcwele Nongamthandi uyoze amthanda
@luckytau6331
@luckytau6331 День назад
The topic of the video and the content itself don't add up!😢
@PatriciaMpungose
@PatriciaMpungose 2 дня назад
Be rooted in Christ Jesus the king of king
@siyabongantinga880
@siyabongantinga880 2 дня назад
So how did we Africans came to know jesus, if u may brief me maMpongose? And if u were born maybe let say india who u will be praising or shall i say what would be your religion if u were born in China?
@khayelihleclarence-kn6dx
@khayelihleclarence-kn6dx 2 дня назад
🚂☀️🌑🌈⚡🙏🙌
@Philisiwe-u6s
@Philisiwe-u6s 2 дня назад
Manje uthi senzeni ngalento osintshela yona
@SnethembaNtombela
@SnethembaNtombela 2 дня назад
Waze washake wena uyakwazi okukushisayo
@nkosithandilezinhledladla4136
@nkosithandilezinhledladla4136 День назад
Sikwinyanga yamagugu sazisa imvelaphi yethu nomsuka wethu
@ZandileKhwela
@ZandileKhwela 17 часов назад
hlisa moya
@ZandileKhwela
@ZandileKhwela 17 часов назад
@@SnethembaNtombela lol usha ngempela
@MgedezaGumede325
@MgedezaGumede325 2 дня назад
Kanti nyena ushumaywla ngomunye umuntu hayi ukwazisa amantu ngo nkulunkulu
@sthembisocele9153
@sthembisocele9153 2 дня назад
Awuzizwa ukuthi uthini yima ngikuchazele uThandeka uchaza ngokuthi wamazi kanjani ukuthi uShembe ungunkulunkulu
@abongamtsotso3743
@abongamtsotso3743 День назад
I left with no choice but to dislike the video and I feel disappointed with your channel
@PatriciaMpungose
@PatriciaMpungose 2 дня назад
WeJesuu savelelwa amadimoni
@sanelemchunu9425
@sanelemchunu9425 2 дня назад
Yini idimoni ngolimi lwakho😂
@mbheki_mbatha
@mbheki_mbatha День назад
Ungubani igama lakho LakwaNtu Ngoba leli Patricia akusilo elakho ngelabacindezeli lichazani ngesintu kwayena loJesu odlala ngaye yamazi na? Noma ukhuluma ngalomfana womlungu osezithombeni olengiswe esiphambanweni loyo akusuye uJesu was a Character. baningi ababefana nawe namuhla sinabo bathi uShembe unguNkulunkulu sebembulelwe imfihlakalo yezulu
@nkosithandilezinhledladla4136
@nkosithandilezinhledladla4136 День назад
Khula cc uyaziphoxa ngokuphawula ngomqondo omncane kangaka, uphoxa ibandla lakho nabazali bakho uqobo
@nkosithandilezinhledladla4136
@nkosithandilezinhledladla4136 День назад
​@@mbheki_mbathaunguMpungose kodwa uthi idimoni uma omunye echaza umsuka wakhe okuwubuphukuphuku bokugcina bakhe
@PatriciaMpungose
@PatriciaMpungose День назад
@@nkosithandilezinhledladla4136 wonkomoya ophiku Jesu krestu inkosi nomsindisi uvela kusathane funda kahle izwi lenkosi
@mbheki_mbatha
@mbheki_mbatha День назад
Lesihloko kodwa !!!! Ngyamangala sina ma view amangaka yingoba lesisiZukulwane eseduka eqinisweni ngoJehova bese bethi sebethole ithambo lokugiya ngobuNgcwele bukaThixo lobubuNazaretha buyiNkolo kaJehova alikho elinye ibandla uJehova akakhuluma ngalo ngaphandle kobuNazaretha. Numbers 6:1-6
@NomvuseleloNkomo
@NomvuseleloNkomo 2 дня назад
Kanti lo Shembe wenu wamanje unjani osewaba koma Social networks, kungcono uGogo wami owayekhonza khona usazihambela
@SaneleDlamini-h6o
@SaneleDlamini-h6o 2 дня назад
Wazi muphi ongekho kumaSocial network bcs this is a file where you need to be informed about different history. Manjeke ngoba uyislima uzibona uryt ngikuthuka uNkulunkulu wethu. Mfanwam uyomdinga sphukuphuku susenkingeni
@bongythwala9840
@bongythwala9840 2 дня назад
​@@SaneleDlamini-h6o isilima wuwe wena SiDomu noNkunkulu bomsangano.
@mhlonishwamakhanya6749
@mhlonishwamakhanya6749 2 дня назад
​@@SaneleDlamini-h6ocha Sibalukhulu ushembe akasiyena unkulunkulu kwa inceku ka jehova umprofethi ka jehova lokhu kuchazwe uyena owaqal lekukuhamba ..so njr angiboni kukuhle ukuti uthuke lomfo
@mhlonishwamakhanya6749
@mhlonishwamakhanya6749 2 дня назад
​@@bongythwala9840 uqinisile Mfowethu ushembe akasiyena unkulunkulu kod umprofethi ka jehova lokho kuchazwe uyena owaqal lokuhumba... 🙏 ngaphandle uma esho uhloli wakhe lona abamukhonzayo but ushembe owaqala lokhu kuhamba wazichaza yena
@lungelomajola7522
@lungelomajola7522 2 дня назад
​@@mhlonishwamakhanya6749uNyazilwezulu?
@PatriciaMpungose
@PatriciaMpungose 2 дня назад
Yoooooo futhi imsangano kashembe bakithi 🙄🙄
@NjabuloMnqobi
@NjabuloMnqobi День назад
Amen
@MgedezaGumede325
@MgedezaGumede325 2 дня назад
Amen❤
@Philisiwe-u6s
@Philisiwe-u6s 2 дня назад
Amen
@lucretiamthethwah5391
@lucretiamthethwah5391 2 дня назад
Amen
@thobisileShongwe-sw6xt
@thobisileShongwe-sw6xt 2 дня назад
Amen❤❤❤❤❤
Далее
Wathini uShembe ngeZANGOMA neziNYANGA?
3:07
Просмотров 202 тыс.
Shembe was not a Zulu prophet
16:11
Просмотров 21 тыс.
СМЕЛОЕ РЕШЕНИЕ #shorts
00:14
Просмотров 22 тыс.
Shembe: Mfundisi Ntombela_Ligezwa kanjani idlozi
8:20
Funeral Service Of Dr Bishop Jessica Mbangeni
4:55:12
Просмотров 33 тыс.