Hay mna umona ndazi ililifa lezidenge..all i can say hay mfana uyabetha and ucula nge voice yakho eyoba ushuni yangokabin ngeke siyngene ngoba umculo ungonakala🤝💪
Awu madoda Mthiya,Ndabezitha,Sontshikazi wena ongengakanani ngoba nasentendeni yesandla uyenela kukude eMsinga nkunzi khuphuka lapho number one ilapho nje
wemame alikho nhlobo ikhono nje la. loshuni wavuka kanye and awyobuye uvuke ndawo. ukenhlazuka likhona ithwAsa lekhansela u 40 years. ayikho lento oydlalayo uzuthi akekho ozofika kuwe ungumlandeli wena nje kwaphela