Тёмный

Maskandi Friday Live with: Bahubhe & Ithwasa Lekhansela. 

Gezani Media Productions
Подписаться 64 тыс.
Просмотров 63 тыс.
50% 1

#gezanimediaproductions #bahubhe #ithwasalekhansela #maskandi #podcast

Развлечения

Опубликовано:

 

14 июл 2022

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 208   
@nkosinathimyaluza2184
@nkosinathimyaluza2184 2 года назад
Nginembuzo embili nje mina, ubhuti uThwasa ulicwilisaphi ipeni uma ezobhala ingoma, bese kuthi ubhuti uBahubhe yena ujima kuphi yena kanye ne-band yakhe yonje nje, ngyayfuna leyo jimu, ayi suka uyangenzela Bhuti. Ngyawthanda umsebenzi wenu bobhuti, up
@elteekambulawa4207
@elteekambulawa4207 2 года назад
This was one of the best interviews emva kukaZanefa neMfezemnyama
@selulekomlangeni5660
@selulekomlangeni5660 2 года назад
Impela sengifundile ama comment oza kwethu nami ngiyavumelana nabo le interview iyona esahamba phambili impela kuyamangaza impela ukuthi kuthathe iskhathi eside ukuthi befike ❤️🔥👏👏
@sizwengwane8182
@sizwengwane8182 2 года назад
Ubahubhe Uyagula Bafethu❤️😊💃💃💃💃💃💃💃🔥🔥🔥🔥 Nyc one Bobhuti ❤️😊
@sbongathobile1673
@sbongathobile1673 2 года назад
Uphethwe yin
@ntombinyathi9344
@ntombinyathi9344 2 года назад
Ndinithanda nobabin ndilapha EC niyayenza ntoyenu bethunana🙌🔥🔥🔥
@lindiwelukhele736
@lindiwelukhele736 2 года назад
💃💃💃💃💃nginithanda into engapheli nobabili, wooooooosh lapho 👆👆👆 hubzin ngicela mawuza e jozi ungalishoyi iThwasa ngyanithanda ningasaxabani💛💛💛💚💚💚
@samukelonzimande4445
@samukelonzimande4445 2 года назад
I can it one of the best of the interview eseke aba khona le yes we should look at fiction Akhona la emcilweni
@kimbrohlindo7602
@kimbrohlindo7602 2 года назад
Enye eyayimnandi if wayibuka ekamnewethu uAli Mgube and Somnandi
@simphiwefuze4753
@simphiwefuze4753 2 года назад
Seconded
@percysitoe2740
@percysitoe2740 2 года назад
Seconded
@sandraluyanda9373
@sandraluyanda9373 2 года назад
inhlonipho phesheya koMkhomazi🙌🙌🙌🙌🙌
@thandandlovu8228
@thandandlovu8228 2 года назад
Labafana nailed it, umkhomazi uhamba phambili ngenhlonipho and unity, phambili mabhenanyawo
@mbhuda2208
@mbhuda2208 2 года назад
Kodwa bayavalelwa
@mbhuda2208
@mbhuda2208 2 года назад
Nangengoma
@syandantshiza6903
@syandantshiza6903 2 года назад
Mpumalanga approves 🔥🔥🔥 This is the best interview by far🙌🙌
@lungelomnguni2870
@lungelomnguni2870 2 года назад
mina ngizichemele namabhenanyawo ingoma yawoo namba 1🤞🔥💥
@kheswa19
@kheswa19 2 года назад
UShwi noMtekhala kumele babukele kulezi izinsizwa. Ayikho inkinga engalungiseki. Yinhle into yalezinsizwa💯
@khethakhetha510
@khethakhetha510 2 года назад
Syashawa isiginxi kulezinsizwa sukaaaaaaa🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥
@lindokuhlenkopa3284
@lindokuhlenkopa3284 2 года назад
Best Live by far
@bonginkosintshobanemathe3138
@bonginkosintshobanemathe3138 2 года назад
Best Ever
@Mpendulo100
@Mpendulo100 2 года назад
Best of the best live set. Ayideleki lento lababhemu banzima kakhulu bashaya into ehlangene isinanqa sento
@andiswa134
@andiswa134 2 года назад
Hhayi madoda amaDumisa uMvenya ongamenywa
@da.surviva1407
@da.surviva1407 2 года назад
ru-vid.com/video/%D0%B2%D0%B8%D0%B4%D0%B5%D0%BE-M818qnOyJFs.html
@bukisilenokwenza8586
@bukisilenokwenza8586 2 года назад
Kazi nibhekani manikhetha abantu abazodlala ulive, ngoba naba abantu abashaya u live wangempela kodwa nisixina ngabangani benu🖐
@mkhumbuzishaw8591
@mkhumbuzishaw8591 2 года назад
Iyanyakaza iMt Fere ngoku Wena mkhulu wam Jola nawe bhut Bahubhe💕🔥🔥
@sakhilemhlongo2110
@sakhilemhlongo2110 2 года назад
Ay lo live unzima ngempela 😍❤️💥💥
@siyabongasithole153
@siyabongasithole153 2 года назад
Ngicela keniqhathe ubhuti uThwasa vs Muyenziwa kwi best guitarist ngibona kungaba umdlalo omuhle kakhulu ngoba bonke bangenhla💥💥💥💥
@siyabongamabaso8380
@siyabongamabaso8380 2 года назад
Ayiiiii best live niyinkinga mabhenanyawo emculweni ngyanithanda kakhulu🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥
@mduduzinkosi405
@mduduzinkosi405 2 года назад
Wow wow yamnandi i Interview ngithanda ubumbiswano lwazo izinsizwa Yamnandi into isiphela kwazisholo ikhehla liqenda umbhubhudla 🔥🔥🔥🔥👌👌
@xolalethokuhlejim8115
@xolalethokuhlejim8115 2 года назад
Yamnand interview 🔥❤️🙌
@umgosiandmedia6372
@umgosiandmedia6372 2 года назад
Ithwasa lekhansela inkunzi esiginxini nasevesini. Yazi izinsizwa zasesilungwili ziyezwana azixabani zodwa njengezakwaZulu. Ubahubhe uyagijima shwele....
@narlithieyamandimandebayen5309
@narlithieyamandimandebayen5309 2 года назад
zihlanganaphi ezakwa Zulu la
@mzingelincube384
@mzingelincube384 2 года назад
Best live ,,,,,ZiNkunzi lamadoda omabili 🎸🎸🎸🎸🎸🎸🔥✅
@ncubesonenincube1537
@ncubesonenincube1537 2 года назад
Best live💯💯💯💯🔥🔥🔥🔥
@dumisanimkhizehisthirdnon3049
@dumisanimkhizehisthirdnon3049 2 года назад
hhayi ngibheme ngakholwa mabhenanyawo
@brendamahlobo
@brendamahlobo 2 года назад
This is a biggie and Tupac relationship. I'm happy this has a happy ending. Bahubhe is the one who introduced me to umfene bayihlinza iyahleka, through his shout outs in his songs. By far my most favorite musicians. I play these 2 on my way to work without fail.
@thembelihlezungula6638
@thembelihlezungula6638 Год назад
True
@sthembisomkhize1734
@sthembisomkhize1734 2 года назад
Why don't u guys provide amaAircorn cause njalo abaculi bayajuluka 😢™️...... Best of the best lona bobhuti siyabonga 🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥interview
@UdlalaKamnandi
@UdlalaKamnandi 2 года назад
Keyboard Jehova 🔥🔥🔥🔥🔥🔥
@andilesomnandi5569
@andilesomnandi5569 2 года назад
Bass guitar 🎸🥺
@luckymchunu7252
@luckymchunu7252 2 года назад
Lo live sengathi ungehlezi uwubuka nje 🔥 🔥 🔥 🔥 🔥 🔥 🔥 🔥
@user-et8dz5um6q
@user-et8dz5um6q 3 месяца назад
2024 ngibuka lo live 💥💥💥
@thobilengubane6867
@thobilengubane6867 2 года назад
💯💯AMabhenanyawo❤️🔥🔥
@snemthembu6317
@snemthembu6317 2 года назад
Yibambeni kanjalo bafana,South coast awuncinyana "isixaxa lesi" qhubekani njalo nibambisane ningavumeli izimfa Mona zinihlukanise,yinhle into yenu!!! #Nibekile induku ebhandla,Uma ningabambana kanjena bayonibamba kude...!
@princethabani4443
@princethabani4443 2 года назад
Bigup kufeaturing of each other bafwethu, kuyancomeka enikwenzayo nenikwenzile kwenidlule kukho kukhombisa ubuntu nokukhula,,,,syabonga
@sandisomadiba4239
@sandisomadiba4239 2 года назад
🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥The best song ever👌👌👌👌
@sphumelelemntungwabhut_tv47
@sphumelelemntungwabhut_tv47 2 года назад
Ezangakithike lezi enhlazuka ngaphansi kwenkos Moyeni Mkhize liphinde ukuphaka iXobho🔥🔥🔥🔥✌️🙏
@sphamandlahlatshwayo6454
@sphamandlahlatshwayo6454 2 года назад
Awu syabonga yazi ke engikubukile kuthi ayideleki into yenu angazi sengiyibuke kangakhi kuzoba live kaMbuzeni no Nyoni emhlophe yabona niyayenza into yenu niphile nje makhehla
@ezilehomeboy4567
@ezilehomeboy4567 2 года назад
Haiii best of the best🔥🎶😹Mina ngenekisekile la🎶🎶😝😝
@simphiwemakhaye602
@simphiwemakhaye602 2 года назад
Nice interview. Kodwa uBahumbe akalungise laKwi Guitar 🎸 ikhona into off, asihambisane neBand yonke
@lamlanichonco5387
@lamlanichonco5387 2 года назад
Awu kodwa Nhlazuka nawe awumncinya Siyabonga Thwasa usibekile ebalazweni from Lamlani Chonco kwa Thomi kaWoza
@sandilesenzo821
@sandilesenzo821 Год назад
Even now I still watch this show it was marvelous interview and I like the way this gentleman interect
@mthunzisithole9205
@mthunzisithole9205 2 года назад
Suka madoda 🙌🙌🔥🔥
@Ten10111
@Ten10111 2 года назад
Amabhena foot never disappoint!!!
@da.surviva1407
@da.surviva1407 2 года назад
ru-vid.com/video/%D0%B2%D0%B8%D0%B4%D0%B5%D0%BE-M818qnOyJFs.html
@godfreypama4321
@godfreypama4321 2 года назад
🤣🤣🤣🎓🎓 nina nobabini 🍲🧜‍♀️🧜‍♀️
@aviweqwayede7762
@aviweqwayede7762 2 года назад
As for amabhena foot🤣
@Dollar_Music_SA
@Dollar_Music_SA 2 года назад
Best interview ever even these guys know their thing they've been together for a while. Ay uthwasa uyayincinza Kulezi zabahubhe.
@siphodlamini1757
@siphodlamini1757 2 года назад
bengithi yimi ngedwa obona kanjalo. Ai impela ukhuphuka kakhulu kweza Bahubhe🙌🙌💘
@Dollar_Music_SA
@Dollar_Music_SA 2 года назад
@@siphodlamini1757 👌🔥🙌
@sihlekweyama8820
@sihlekweyama8820 2 года назад
If you play lead guitar you play according to the song lyrics and melody but when u play a backup or backing guitar it's like "free styling"
@Dollar_Music_SA
@Dollar_Music_SA 2 года назад
@@sihlekweyama8820 well said bt he backed him nicely so👌
@samthabethe8198
@samthabethe8198 2 года назад
Uzwa lento engiyizwayo ungenhla uthwasa
@Ten10111
@Ten10111 2 года назад
Am I the only one who keeps coming back to this live ? Izihlwele= 1:51:58
@percysitoe2740
@percysitoe2740 2 года назад
Sengiyibuka okwes8 I think 😂100%
@zamothegodfather8392
@zamothegodfather8392 Год назад
Ayi lobambe i bass guitar ❤❤
@sandilemajola1866
@sandilemajola1866 2 года назад
Into enhle iyanconywa 🔥🔥🔥
@maliyakheddladla1212
@maliyakheddladla1212 2 года назад
Keep it up Madoda.....ziphila kanjalo insizwa
@pulematsemela8452
@pulematsemela8452 2 года назад
Hai Shem ithwasa likhansela uyazidlala Shem isginci n support ubahubi ngaso icishe ibemnandi inkoma
@snyuswa7104
@snyuswa7104 2 года назад
ayi ayi unzima kakhulu uThwasa LeKhansela ngimuzwa ngila Kwa Maphumulo
@thandekilemkhungo5294
@thandekilemkhungo5294 2 года назад
Ezakithike lezi ❤😍😘khuphukani Mabhenanyawo
@phumlanijoshua6478
@phumlanijoshua6478 Год назад
One of the best 👌...i cnt stop watching this video...we love you guys here at dunusa
@bonganigumede3sixty264
@bonganigumede3sixty264 Год назад
I'm so grateful to watch this two legends in show Ngifunda okukhulu ke lana iThwasa lekhansela is a very matured man in the industry 🤞🔥
@nathimthembu6828
@nathimthembu6828 5 месяцев назад
ngiyabonga mina ngawew qhaw lami bahubhe
@philaningcobo259
@philaningcobo259 2 года назад
Bass guitar 🎸💯💥🔥🔥
@ndumisokwazi3701
@ndumisokwazi3701 2 года назад
uyinkunzi kakhulu 🎸🎸🎸🎸 nalona we🎹🎹🎹 unzima kakhulu
@kheswa19
@kheswa19 2 года назад
Uyabona lezinsizwa ziyayenza yenzeke lento💪
@sibusisodladla5806
@sibusisodladla5806 2 года назад
What a nice collaboration 👏 👌. Maybe you should consider making a song together ❤
@skhura1705
@skhura1705 2 года назад
Thanks bobhuti yinyani leyo abantu besifazane yingxaki
@mongezinkomo5723
@mongezinkomo5723 2 года назад
i like the way oluphatha kahle ngalo uhlelo ccwam ..you are a star
@cottonwoodsguards6808
@cottonwoodsguards6808 2 года назад
What i can say is Ithwasa lekhansela can write songs more pure with meaningful sayings n ubancinta cishe bonke omaskandi abakhona...khuphukan weeeh zinsizwa featuring yenu is very powerful
@percymsimango8947
@percymsimango8947 Год назад
Good brandty guy's may God bless abundantly.Keep masgandi high.
@fisohshandu7009
@fisohshandu7009 2 года назад
Excellent
@youthubesibanda5621
@youthubesibanda5621 2 года назад
Very expensive content and context Ithwasa
@ZOTHANICDumakude
@ZOTHANICDumakude Год назад
Kodwa maqhawe.ami.😭😭😭naze nangenzela kahle nkosyam engabe ngonibona kanjani
@sthembisontshayintshayi8956
@sthembisontshayintshayi8956 2 года назад
AmaBhenanyawo🙌🙌🙌
@thulanejosephshabalala7227
@thulanejosephshabalala7227 Год назад
ngicela nivule ingoma nobabili maqhawe nginikhonzile🔥🔥🔥🙏
@spngubotv9699
@spngubotv9699 Год назад
Ngob ku maskand sifunziwe udoti Ey bafweth wha an outstanding perfomance
@bhalegijima3377
@bhalegijima3377 2 года назад
Akhuphula umkhomazi amabhenanyawo 🙌🙌🙌🙌
@mzamongubane5203
@mzamongubane5203 2 года назад
Izinsizwa phaqa !!!!!Akhuphula uMkhomazi madoda
@nkosingiphilemphuthi428
@nkosingiphilemphuthi428 2 года назад
Ithwasa bafowethu uthisha went wentambo
@seshymbatha9564
@seshymbatha9564 2 года назад
Amabhenanyawo ayasnenebula ngo live. thina bangaphesheya ko Thukela ,koda nathi syabahlula ngehlamba nokchoma
@sanelentuli2339
@sanelentuli2339 2 года назад
😂😂😂,wayibeka kamnandi mf2 onendlebe uyezwa,waze wayisoka 🙏🙏🙏 syabonga
@thobilengubane6867
@thobilengubane6867 2 года назад
🤣🤣🤣
@lamlanichonco5387
@lamlanichonco5387 2 года назад
Kunjalo kunjalo kunjani laaaaaa
@sandraluyanda9373
@sandraluyanda9373 2 года назад
nangeNhlonipho bangaphezulu abaphesheya koMkhomazi🤟🤟
@sandisonompukane7996
@sandisonompukane7996 2 года назад
Bahubhe intsizwa ntsii!!!😂
@dalenymzizi1606
@dalenymzizi1606 2 года назад
Nice one majita ase katsi" 😂" Akekho muntu wezitshela kuthi Jolivet kweSaka Mkhize" ngaphum Maskandi phela ndawo yezifundiswa leya"
@sibusisodlamini4914
@sibusisodlamini4914 2 года назад
Ngiyathemba nabanye ababukeli sifunde lukhulu kulezinsizwa ngempilo jikelele
@lindinkosinandisa5893
@lindinkosinandisa5893 Год назад
New York approves
@esibayenilodgemaingate466
@esibayenilodgemaingate466 Год назад
Nginitsandza nobabili bafethu. Kuhle loko ...ngatsi ngingaphele kunibukela ..hhay nesginci niyasishaya ...danko zinsizwa
@mduduzinikwe4767
@mduduzinikwe4767 2 года назад
23:12 Bahubhe:uxolo 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@sbonisomthethwa5753
@sbonisomthethwa5753 2 года назад
Sicela UGatsheni no Mroza friday
@njabulomjey9104
@njabulomjey9104 2 года назад
Washaya bafo
@siyabongawisemankhathi4640
@siyabongawisemankhathi4640 2 года назад
Asibonge ngokusimela kahle zinsizwa zakithi singa Mabhenanyawo
@SboneloNgcobo-ob2if
@SboneloNgcobo-ob2if 11 месяцев назад
7 phezulu n jola💯🔥 amabhenanyawo
@mkolodelwamtolo8380
@mkolodelwamtolo8380 Год назад
Valamehlo mama wezingane zami 🙌 Lelo Quantum labaqeda abantu ngonyaka owedlulile 🙌
@macebonyathi8623
@macebonyathi8623 2 года назад
kings of maskandi
@mbhuda2208
@mbhuda2208 2 года назад
Kucacìle today zivalelekile Lezi niswa
@samkelomaphumulo3203
@samkelomaphumulo3203 2 года назад
nhlula beyivimba 🔥🔥ngabelikuphi icala lamii
@andriesmchunu1367
@andriesmchunu1367 2 года назад
Bafowethu ningaphinde nivume ukuxabana thanx kwiZwi lomzansi ngokunihlanganisa ayi lemisakazo ejabulela ukuxabana kwaculi..ningamakhosi omculo eAfrica...thwasa leKhanselau❤la
@siphodlamini1757
@siphodlamini1757 2 года назад
Yamnandi into💘💘💥
@mxolisiblessing1023
@mxolisiblessing1023 2 года назад
🔥🔥🔥🔥Bunjalo ubunsizwa
@elteekambulawa4207
@elteekambulawa4207 2 года назад
iconnection ekulamadoda iphezulu kakhulu...
@lunganimkhwanazi1329
@lunganimkhwanazi1329 2 года назад
yabona le interview ngiyayi rater emva kwalena ekaNgiga noDSD, Kulandele uNtencane noDumakahle..... ngvale ngekaSomnandi neGeza lakaMgube
@danvilakati351
@danvilakati351 2 года назад
Izanithola I KING ngesi straight talk ayidlali FUTHI AYONA INTO YOKUDLALA
@phathizwemediaproductions7150
@phathizwemediaproductions7150 2 года назад
🔥🔥🔥🔥🔥
@wandilebombo5655
@wandilebombo5655 2 года назад
Uyazibonga boh wentambi
@user-ij9gq1en3r
@user-ij9gq1en3r 11 месяцев назад
Yeka shwi le ngoma ikhala apa kade ndiyifuna qa andiyifumani
@samgwala4427
@samgwala4427 2 года назад
sicela udownload plz
@nkanyisobrightsibeko3007
@nkanyisobrightsibeko3007 Год назад
Still the best for me🎉🙌🏻🙌🏻🙌🏻
@user-ud5qr5eg6m
@user-ud5qr5eg6m 5 месяцев назад
❤❤zikhala esandleni
@sphumelelemntungwabhut_tv47
@sphumelelemntungwabhut_tv47 2 года назад
Enye into emnandi ngale interview ukuthi if kukhona oculayo bavele bayishaye bobabili
@indlabeyphikisazungu3705
@indlabeyphikisazungu3705 2 года назад
ngicela umdumazi no thuthani bafwethu yim indlabey'phikisa 🙏🙏🙏🙏🙏🙏 ngoba side isikhath ke sibone ukut ingonyuluka ithini ngoba sagcina singayitholi kahle kahle 🤞
@sfisomemela8993
@sfisomemela8993 Год назад
Anifundise no Khuzani phela ukushaya isiginci ayeke ukulingisa
@winilengobe2506
@winilengobe2506 Год назад
Bahubhe no Thwasa big up💓✊🤝
@khethabantu228
@khethabantu228 2 года назад
Ithwasa lekhansela elakwethu ngengoma
Далее
Maskandi Friday Live with: Umntuyenziwa & Falabo Khuzwayo.
2:06:10
Maybe a little TOO much gel 😂
00:12
Просмотров 11 млн
Угадай МОБА 1 🥵 | WICSUR #shorts
01:00
Просмотров 718 тыс.
Maskandi Friday Live with: Imfez'emnyama & Zanefa Ngidi
2:10:22
MJABULISI
4:17
Просмотров 7 тыс.
Maskandi Friday Live with: Mbuzeni Mkhize & Nyon'emhlophe.
2:05:28
Usufunani emakameleni by Bahubhe
12:03
Просмотров 754 тыс.
Разговор на Патриках
1:01
Просмотров 3,5 млн
Лимон жиросжигающий
0:21
Просмотров 1,9 млн