Тёмный

Maskandi Talk Show Podcast EP 27 | uBobo mfanawepiki, Indidane neBhova, uShilisi akavule iqembu 

Maskandi Talk Show Podcast
Подписаться 3,3 тыс.
Просмотров 13 тыс.
50% 1

Lapha sasihleli noBobo umfanawepiki phansi eNquthu esazisa ngemvelaphi yakhe, esichazela nangomculo wakhe. Umlando waseNdlunkulu kanye nokwazana neNdidane. Nanka amaLink omculo wakhe uBobo maniwudinga Online:
Spotify: open.spotify.com/album/5Xca8S...
RU-vid: • Ngiyamzonda
#maskanditalkshow
#maskandivibes
#satmawrds
#ukhozifm
#umculokamaskandi
#sigiyangengoma
#maskandi
Mangabe nawe uyafisa ukuba inxenye ye-Interview ungasithinta ku-0710739918 on Whatsapp

Опубликовано:

 

5 апр 2023

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 68   
@maskanditalkshowpodcast6980
Siyabonga kubona bonke abasibukelile ningadinwa nangelinye ilanga niqhubeke njalo ngokubukela iMaskandi Talk Show Podcast.
@halalisanidanisa4720
@halalisanidanisa4720 Год назад
Sesingambiza legend ngoba usemkantshubomvu.
@maskanditalkshowpodcast6980
Yena usenze okuningi endimeni
@lunganimngomezulu9442
@lunganimngomezulu9442 Год назад
Uculile uBobo bafwethu, inkinga umculo sewaba ipolitiki
@maskanditalkshowpodcast6980
Imnandi impela i-Album yakhe.
@MailotMthunziMthoko-ls5ub
@MailotMthunziMthoko-ls5ub Год назад
Cha khona ingoma ikhona lapho mfana wepiki❤
@maskanditalkshowpodcast6980
Asimubongele mfwethu
@samkelojobe7485
@samkelojobe7485 Год назад
❤❤❤❤🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥BOBO UVUTHIWE MANJEEEE🎉🎉🎉🎉
@maskanditalkshowpodcast6980
Azihlehle izinkuni engazeshe nesobho
@leeroytshabangu221
@leeroytshabangu221 9 месяцев назад
yeyii webhuti ithi ihit anombamba mhlanimtholile eganga
@siya-vl9be
@siya-vl9be Год назад
Magalela. Ngimusha kulama video. Muhle umbuzo wokungazboni iyngqwele emculweni. Khona nalaba abafike beqisile emanzin amponjwana e stage
@mpumelelozangwa2691
@mpumelelozangwa2691 Год назад
Kwaze kwamnandi layikhaya nisiphathele u Bobo umfana wepiki kule album yakhe asanda kuyikhipha kunengoma ethi Fundani Bantabethu ei ngiyayithanda lwyangoma uBobo usebenze kakhulu kle album❤
@maskanditalkshowpodcast6980
Usebenze kakhulu umfanawepiki
@bongumenzimlaba3016
@bongumenzimlaba3016 11 месяцев назад
Lomile ulimi lukaBobo, ingqwele yase Ndlunkulu
@menzivilakati-yb8df
@menzivilakati-yb8df Год назад
2023 ayikho ku RU-vid I album please ESWATINI SIYAKUTSANDZA MNETFU
@maskanditalkshowpodcast6980
ibheke kuleLink bafo • Ngiyamzonda
@hlangananigumede1171
@hlangananigumede1171 Год назад
Best Interviewer ,,siyabonga.
@maskanditalkshowpodcast6980
Siyabonga kakhulu ungadinwa nangelinye ilanga ukulalela amanye amaciko
@24sevenrecords51
@24sevenrecords51 Год назад
Wakhuluma Bobo, amagama akho avele adoda noma bekuphushela esiweni kodwa uvele ubuyise bona laba abazama ukukufaka emlilweni
@maskanditalkshowpodcast6980
Asimbongele mfwethu, sicela uqhubeke nokubukela amanye ama-Episodes wethu
@mpumelelozangwa2691
@mpumelelozangwa2691 Год назад
Awu ngiyawuthanda lomdlalo yingakho nje ngingafuni ukuzingena izindaba zabaculi ingoma mayimnandi ngiyayilalela finish, awu bafethu silahlekelwe kubadlali bezinsimbi awu ilegen Maqhude ayeqana uKhabazela silahlekelwe ayiphumule indoda.
@maskanditalkshowpodcast6980
Eish sibuhlungu ngobab'Maqhude umoya wakhe sengathi ungalala ngokuthula
@bhekamafastinge6579
@bhekamafastinge6579 Год назад
Igama liyasetshenzelwa ngampela Mfana Wepiki ngisho Eskhoven bayakwazi phila bhuti
@maskanditalkshowpodcast6980
Kunjalo mfwethu
@user-ld1vb9kc5p
@user-ld1vb9kc5p 10 месяцев назад
Mkhya🙏🙏🙏🙏
@SindisiweJama
@SindisiweJama 11 месяцев назад
Awkodw ubobo umfana we piki❤❤
@marvelousndlovu3702
@marvelousndlovu3702 Год назад
Sinawe Qhawe lana kwe Sika Mthwakazi kwaBulawayo
@maskanditalkshowpodcast6980
Siyabonga kakhulu Gatsheni, sicela ungakhohlwa ukuSubscriber kwiChannel yethu.
@sandilehulumenii1822
@sandilehulumenii1822 Год назад
Muhle umsebenzi mfoka Mhlongo
@maskanditalkshowpodcast6980
Asimbongele
@sipheleledhlamini372
@sipheleledhlamini372 Год назад
🔥🔥🔥🔥
@mlungisimbatha9785
@mlungisimbatha9785 Год назад
Bhutu Bobo is the best 🌈🌈🌈❤️🔥
@bongumusamanganga743
@bongumusamanganga743 Год назад
Ulimi luqondile kubobo ..
@maskanditalkshowpodcast6980
🙏🙏🙏
@shepardncube4990
@shepardncube4990 Год назад
Ivuthiw' ipiki madoda awu
@siyabongaprosperndlela
@siyabongaprosperndlela Год назад
Umdlalo omuhle mawuqhubeke 😅😅😅
@maskanditalkshowpodcast6980
Asibonge mfokaSompisi
@thubelihlekupa3339
@thubelihlekupa3339 Год назад
Anoke nifundise uMgodi phela umdlalo , TBH angulandeli umskandi but i beef yakhona ngiyayithanda as much as le ye Hip-hop,, ngiseMdletsheni manje ngenxa youkuthi uSkhova umnandi eku provokeni abanye! it would have been nice nomgodi mengabuyela kuleli hawu lembuzo la akayebuza khona iskhova no ngizwe,, leli lamanje lokuzama uku discredit umuntu haikhona is not make sure - but nevertheless naye ngiyawathanda amanye amaCulo akhe njengalo leli lengezengeze
@nduduzomathe5508
@nduduzomathe5508 11 месяцев назад
Lomsindo wakho mfoe awungithokozisi otherwise inhle intoyakho
@mbalimakhoba980
@mbalimakhoba980 Год назад
Siyaluthokozela loluhlelo lwakho mphathi wohlelo kodwa kunalento evelikhale isaqhubeko nkulumo angibonge
@maskanditalkshowpodcast6980
Kusuke kuphazamise lobuxhakaxhaka esibusebenzisayo,
@ntombiziyamfisa8132
@ntombiziyamfisa8132 Месяц назад
Bobo aka qhatswe emcimbini. Nguyen omculi otshaya ingoma emnandie
@doctorliva5824
@doctorliva5824 10 месяцев назад
Ingakho izwe likuthanda ungumculi ozehlizayo awuzphakamisi
@thulanejosephshabalala7227
@thulanejosephshabalala7227 Год назад
look at me wangishayela qhawe lapho
@mthandeningubane7301
@mthandeningubane7301 Год назад
Mfana wePiki syakthanda thina
@siya-vl9be
@siya-vl9be Год назад
Uynsizwa mfana we piki
@sabelomngoma6659
@sabelomngoma6659 11 месяцев назад
kuyishingan lokhu okungena mot
@nhlanhlamthembu
@nhlanhlamthembu Год назад
Mfanepiki
@nonameupfill1568
@nonameupfill1568 Год назад
Yaqonda kahle inkulumo yakho mfokaMhlongo kwande mft aliqhubeke ithalente
@menzivilakati-yb8df
@menzivilakati-yb8df Год назад
Please BOBO MFOWETHU SIYAWUTHANDA UMCULO WAKHO PLEASE FAKA NGA ONE BY ONE IZINGOMA ZAKHO.
@maskanditalkshowpodcast6980
Zikhona bhuti ngicela ubheke amaLinks laphana kwiDiscription yethu
@maskanditalkshowpodcast6980
Sicela niSubcribe kuyo leChannel yethu
@ahang_awm
@ahang_awm Год назад
Into ebhorayo ngale interview ukuthi iyaphela🤕 Yeey yamnandi into ka Mfana we cleveage madoda
@maskanditalkshowpodcast6980
🤣🤣🤣 okungapheli kuyahlola Ahang, sicela ungakhohlwa nawuku-Subscriber kwiChannel yethu bese ubukela namanye ama-Interviews akhona cishe akhona ozowathola amnandi njengalawa.
@24sevenrecords51
@24sevenrecords51 Год назад
🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@24sevenrecords51
@24sevenrecords51 Год назад
🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@thethelelanimasuku-kr9cb
@thethelelanimasuku-kr9cb Год назад
Bobo uyinkinga
@maskanditalkshowpodcast6980
🤗🤗🤗🤗
@samkeINqanaweMcDeeMgazi
@samkeINqanaweMcDeeMgazi 11 месяцев назад
Lento yenu eth Pu Pu Pu Pu iphezulu kakhulu inescefe
@lungelomnguni2870
@lungelomnguni2870 Год назад
Haw ndoda kanti uwena lo obushintsha izingoma zendidane ngoba zinjalo kogezo😂😂🙆‍♂️🙆‍♂️Haw injomane ndoda ngiyethemba😅
@maskanditalkshowpodcast6980
🤣🤣😁
@24sevenrecords51
@24sevenrecords51 Год назад
🤣🤣🤣🤣🤣
@bongumusathirston
@bongumusathirston 9 месяцев назад
Imnandi lento kodwa lomsindo othi popopooo uyamosha mani
@PhungasheSecurityService-yz1hp
Wafana kangaka noMkhathazi
@maskanditalkshowpodcast6980
🤭
@ntandomenzimagwaza8263
@ntandomenzimagwaza8263 Год назад
Ay Mina ngihlezi ngithe shiqe emadlebeni njalo. Iyayishaya ingoma lendoda. Ayikho neyodwa ingoma engemnandi. Zonke zimnandi
@maskanditalkshowpodcast6980
Siyabonga mfwethu niqhubeke nokuweseka amaciko
Далее
100❤️
00:18
Просмотров 667 тыс.
BOITEKONG REALITY SHOW EPISODE 1 2024
37:48
MJIKELO EP 2019
18:00
Просмотров 7 тыс.
I interview yengoma ehlukanisa unyaka
15:08
Просмотров 21 тыс.