Тёмный

MLABALABA PART 1 -UKUFUNDA ISIGINCI,UKUYEKA ISIKOLE,UKUSEBENZA NO MZUKULU ETC... 

PERFECT TV SA
Подписаться 26 тыс.
Просмотров 15 тыс.
50% 1

PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT
IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84
FACEBOOK: PERFECT TV SA

Развлечения

Опубликовано:

 

11 май 2023

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 54   
@DumisanikaCabekaKaJuba
@DumisanikaCabekaKaJuba Год назад
Inhle kakhulu le interview kaMlabalaba ukhomba ukuvuthwa kakhulu nokuqaqeka ngomsebenzi wakhe nenkulumo yakhe iyahehana ukuthi uyilandelele, okuhle kodwa Mabambezela mfoka R50 sisemvakwakho🤝🙌🔥🔥🔥
@MthokozisiSibiya-vu5mw
@MthokozisiSibiya-vu5mw 2 месяца назад
Siyabonga mfokakhumalo ngokuveza ukuthi wasebenza nosamkelo nyandeni abanye bayakufihla lokho kanti samkelo unekhono kakhulu ngiyamazi
@sanelesandile259
@sanelesandile259 Год назад
up Sbu mfana awangawafela amathe amagalelo kaSamukelo baningi abasizayo kodwa abamuvezi s'dalo...ukhule njalo Khumalo
@nonameupfill1568
@nonameupfill1568 Год назад
Shaya ikhanda ndoda ulindeni, hamba uye ezinkunzini mlabalaba shiyaphansi amaduna adlale wodwa
@mkhanyiselwamajola8352
@mkhanyiselwamajola8352 Год назад
Wadlala Ongqondongqondo bafo uSamukelo elinye amaqembu enziwa uMnikazi Majola wayeshuthile no Samukelo kulona
@msizenimakhaye3185
@msizenimakhaye3185 Год назад
Ave ungbusisa ngengoma MLABALABA,uMnikazi lo obumusho umzala wami uzalwa uAnti uMadladla,ngith up mfoka Khumalo.
@ThabisoMgunii-lr1jz
@ThabisoMgunii-lr1jz Год назад
Siyabonga Mlabalaba inkulumo yakho iyafundisa
@thembinkosimfanazan4979
@thembinkosimfanazan4979 Год назад
Ngyabong nkabi Yami umlabalaba 🔥🔥🔥👏
@ayandakhumalo1993
@ayandakhumalo1993 Год назад
Uzwa olimini nje ukt Eyakwethu emantungweni le ngane 😂😂😂
@kwanelekhanyile
@kwanelekhanyile Год назад
sesifuna uThulubuke idlangezo khoza phansi eshowe weBhuti siyacela boh
@inkosiyamabhinca1645
@inkosiyamabhinca1645 Год назад
Yamnandi interview sicela namavikela mbuso commander ne Nsimbi
@thobanisibiya8527
@thobanisibiya8527 Год назад
Wase efana noKhwalithi manje uMlabalaba.
@mnikemalinga1096
@mnikemalinga1096 Год назад
Ngiyakubongela mfana wami uma usulapho,unesiphiwo esihle mfana wami,ngike ngasebenza kakhulu nawe eStudio esasise Mbilane Olundi eMakazile Productions.
@sizwevalentine4063
@sizwevalentine4063 Год назад
A great story teller keep it up, Engosini iykhwama 👜👜
@user-yp2jx8xs1m
@user-yp2jx8xs1m Год назад
Salute Mlabalaba uyinkunzi ngempela kuMaskandi ulesiphiwe esihle ongeke wasiphucwa muntu ,sibonge le Select tv ngokusivezela iqhawe elicula kamnandi
@k21updates92
@k21updates92 Год назад
Good storyteller
@amosmvelase5075
@amosmvelase5075 Год назад
Isephnsi iminyka yakho sebnza ngokzimisela ndod kuyvela ngala ukthi ukhon klendima and ufikile dankoo.
@MenziDlamini-im1oi
@MenziDlamini-im1oi Месяц назад
Mfana eyangakit emakhaya Mlabalaba
@mluwakwashezi
@mluwakwashezi Год назад
Siyabonga ukusilandela uMlabalaba🔥🔥✌️
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 Год назад
Ngyabonga nami Mfoka Shezi
@mshishisimphiwe9800
@mshishisimphiwe9800 Год назад
Up mlabalaba
@user-ch1xv7hc8t
@user-ch1xv7hc8t Год назад
Heshe
@user-tc6eu6yz5z
@user-tc6eu6yz5z Год назад
umlaba unamanga kakhulu ukhumbula kanjan izinto ezenzeka kdala neminyaka yakhona🤣😂😂
@ZULUGAMER365
@ZULUGAMER365 Год назад
Ay mbhemu uMlaba umina uXimba lo umlabalaba no iqinisile lendoda okuningi akushoyo neminyaka ayishoyo kuyaqondana
@nkanyezishelembe6142
@nkanyezishelembe6142 Год назад
sishawa ngolalela laa 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@gatshenindlovu8224
@gatshenindlovu8224 9 месяцев назад
Iqhuzu ngiqala ukuyizwa ngayidlala ku-repeat ubusuku nemini cishe izinsuku zaba ntathu 🙌
@bonganisabelo2540
@bonganisabelo2540 Год назад
💥💥🤝
@user-ch1xv7hc8t
@user-ch1xv7hc8t Год назад
yimi lo 😅😅😅 4:29
@thandazaniziba3671
@thandazaniziba3671 2 месяца назад
Uyasho nkunz ngengoma ibambe lapho
@SIBUSISOXULU-vk9po
@SIBUSISOXULU-vk9po 3 месяца назад
Ubaba wakhe ngakhula ecula nensizwa xakwaGamede uma ngingaphosisi umalume uNembe
@inkosiyabafundi-umfanaotha6182
@inkosiyabafundi-umfanaotha6182 10 месяцев назад
Asambe weMabambezela mfana wangakithi eSdakeni
@LorencoPhakathi-ci5ee
@LorencoPhakathi-ci5ee Год назад
Kakhulu okuza lensizwa awuzwe nje (bhalamabhalane) ngiyabonga mfoka Khumalo
@user-ch1xv7hc8t
@user-ch1xv7hc8t Год назад
yimi lo 😅😅😅
@sobancanekhumalo7454
@sobancanekhumalo7454 Год назад
Eyakithi ingane owakithi umntwana owakithi umculi
@muziwendoda8553
@muziwendoda8553 Год назад
👌👌😂Eyani imzuzu we mlabalaba part 2 slindile
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 Год назад
Uyeza bafo🤣🤣
@mlulekiadvisordlamini7333
@mlulekiadvisordlamini7333 Год назад
Udlala kakhulu ushuni we bhova, kandy kmele avele ngowakhe manje
@thuleleniaslindwandwe6212
@thuleleniaslindwandwe6212 Год назад
@doctorzulu1357
@doctorzulu1357 Год назад
Kodwa mfokaKhumalo ngikufisela okuhle Bhuti
@langelihlelindinkosi-oc1sf
@langelihlelindinkosi-oc1sf Год назад
uMLABALABA
@sihlemmshikashika2021
@sihlemmshikashika2021 Год назад
Sesicela uthulubuke
@thulaniroy1042
@thulaniroy1042 Год назад
Unzima kakhulu lomjita
@NduduzoManyanga
@NduduzoManyanga 27 дней назад
Yazi lensizwa ngiqal ukuyibon ngabon iprom ethi umfana kaphepha elibomvu ngaze ngamfonela umzamo ngamazi ngagibel kuye ayoLundi ngokuxoxa sazana ngiya Newcastle namanje sisaxoxa ....ngiyayilandela lensizwa kakhulu uMlabalaba ngiya download izingoma zakhe namanje ngisayidlal le ethi zikhalala kamnandi ezikamlabalaba
@sbusisosthembiso5797
@sbusisosthembiso5797 Год назад
Awulande uma Qhikiza mfethu leyandoda inengoma koda isathule ayikhiphi😢😢😢😢😢😢😢😢😢
@ZamaniMthembu-zq8rj
@ZamaniMthembu-zq8rj Год назад
Sizozama ukumlanda
@gabrielmqondisi9482
@gabrielmqondisi9482 Год назад
Anoke nidedele umuntu akhuluke niyaphazamisa bakithi
@lunganimngomezulu9442
@lunganimngomezulu9442 Год назад
awoke usifakele uhlelo lo jezelkhulu phela qhawe njengoba wawenza kwelikaMthandeni
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 Год назад
This week nakanjani bafo
@philanicebekhulu4915
@philanicebekhulu4915 Год назад
Sibonge kakhulu mfwethu ngokusilethela lomthente ohlaba usamil awaseMaNtungweni liyathokoza ibandla.
@sannamasemula6710
@sannamasemula6710 Год назад
SANIBONANI NGIYANIBINGELELA MFO KAMANQELE NAKUWE MLABALABA NGIHLELI NANI NGINILALELE
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 Год назад
Siyabonga Sanna bafo
@siphosenkosimanqele1410
@siphosenkosimanqele1410 Год назад
Isiphiwo somuntu
@lungisankhuya8713
@lungisankhuya8713 Год назад
Ko Mashobane ekhaya
@user-ch1xv7hc8t
@user-ch1xv7hc8t Год назад
yimi lo 😅😅😅
Далее
Старый Дим Димыч вернулся😱
00:16
They got a Golden Buzzer 🤣✨
0:46
Просмотров 38 млн
Всегда проверяйте зеркала
0:19