Тёмный

NGAJOLA NOBHUTI ONEMALI KANTI UFUNA UKUTHWALA NGAMI - UMJOLO I-SCAM EPISODE 2 

UMJOLOSHOW
Подписаться 109 тыс.
Просмотров 84 тыс.
50% 1

Опубликовано:

 

28 сен 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 143   
@khethahmzolo6026
@khethahmzolo6026 4 месяца назад
Manje bazoba careful kanjani ngoba beyithanda kangaka imali🙄
@tenelenondumiso
@tenelenondumiso 5 месяцев назад
Umuhle kodwa GIRL 🥰🥰🥰
@No2HeartStoppingClotShots
@No2HeartStoppingClotShots 3 месяца назад
😂 Iphi eyakho imali😂😂nithandizinto!
@nosandisoongeziwe8284
@nosandisoongeziwe8284 6 месяцев назад
Ncooo you're so talented Xolelwa❤❤
@gugumazibuko6275
@gugumazibuko6275 5 месяцев назад
Waze wagqoka wafaneleka kahle upresenter❤It sounded tooooo good to be true really right from the beginning!! Sifulathelwe ngokhokho bethu abasifundisa ukuthi vala amathanga umfana aze azovela kini. Kunoba okhokho bathwala izandla ekhanda balila esikaNandi uma bebona lezichebhe,nenzipho zikaheshe sihamba silala yonkimizi lena. Kuthetshulwa izinhlanhla zakho kusetshenziswa igama baby I love you. Ngayibona kudala lento ungabiza umntu onamazinyo aphelele ngobaby😮.Waze wangithanda Nyazi LweZulu wangimbhulela insindiso yakho. Wonke umfana usewumsolwa kimi. Siyabonga dadewethu ngokusiqwashisa. Asithatheni isifundo. Constructive criticism.
@HappyBiscuits-uv2my
@HappyBiscuits-uv2my 6 месяцев назад
Inkinga wukuthi abosisi laba bethu bayazithanda izinto eziphezulu abafuni kuthi ayqalele eyakhe indoda phansi bafuna abarich engazi kuthi lomcebo uze kanjani qaphelani iningi inkohlakalo
@sjavakhamuver7706
@sjavakhamuver7706 6 месяцев назад
Inkinga yosisi aybonke bathanda izinto kanti umuntu akasebenzi ne pride idla lubi, uma nje usisi emuhle usebona ukuthi deserve indoda eRich ingakho bezothwala ngani🤔
@proudlysa774
@proudlysa774 6 месяцев назад
@@sjavakhamuver7706 abanye bethi abafuni ukusebenza umuntu abe nemali yakhe Cha ufuna ukukhangezwa indoda
@mduduziMavundla7242
@mduduziMavundla7242 6 месяцев назад
Suka ziyafana lezinto sihlezi sithukwa abantu besimame ngoba bafuna abantu abanemali nize niyothandana nabantu bangaphandle ngesimanga semali
@NOMVULAManzi
@NOMVULAManzi 5 месяцев назад
Yikho nje umjolo ngingasawuthembi
@akhonanoganta7926
@akhonanoganta7926 4 месяца назад
Andinalo ke mna igazi langaphantsi elinowuhlanjwa ngomnyumntu, except ngumamam nalapho if ndigula kakhulu yhuuu soze especially strangers
@JujuDlamini-k4z
@JujuDlamini-k4z 5 месяцев назад
Slayqueens,love of free and easy money,nice life,social media life,women are prone to encounter these problems a lot,kumele osisi baba ukisise obhuti abanemali kakhulu ukudlula ininngi,imali ayandile kwabamnyama but obhuti hlezi benayo neyokuphisana nje behamba ngezimoto ezinkulu bezishintshashintsha nosisi bejabule benganaki kanti yibona imboni yemali bekhokha ngezinhlanhla zabo belhuphula obhuti abagangile,yazi mekuyimali ezweni,lafa izwe bo ukuthwala,kwaphelelaphi ukusebenza bo.
@philasandebhengu9784
@philasandebhengu9784 5 месяцев назад
Inkinga abangenamali anibafuni nithanda abantu abamemali nina
@mbongisenidladla265
@mbongisenidladla265 6 месяцев назад
mmmmh Yekani Ukujola nani ayisekho lento
@LunganiShozi-pz1cb
@LunganiShozi-pz1cb 4 месяца назад
Engathi ningafa ngoba nina niqomela indlala aniqomeli uthando. Mantombazane musani ukthanda imali kangaka nizofa weylima.
@AntoniaNdaba
@AntoniaNdaba 4 месяца назад
😂😂😂
@AntoniaNdaba
@AntoniaNdaba 4 месяца назад
😂😂😂
@malusi9770
@malusi9770 5 месяцев назад
nothing is for free in this life go work harder yeke abo guys with money
@zinyanganelisiwe9362
@zinyanganelisiwe9362 6 месяцев назад
Wayesevele ethwele wayeklalisa nenyoka
@mduduziMavundla7242
@mduduziMavundla7242 6 месяцев назад
Niyalunga angithi nifuna abantu abanemali anifuni kuthandana nomuntu ophila impilo e Normal Senaze nazalela abantu bangaphandle izingane ngendaba yobuvila nokuthanda imali
@leondubazana-zp7vg
@leondubazana-zp7vg 5 месяцев назад
This story is terrible, I feel so sad... Ngathi ungasizakala girl...
@tenelenondumiso
@tenelenondumiso 5 месяцев назад
Njengo GIRL🏆😅😅😅
@ZamaNgubane-v2e
@ZamaNgubane-v2e 2 месяца назад
Ay Girl 😂
@AmusedAstronaut-wo6fq
@AmusedAstronaut-wo6fq 4 месяца назад
Noise noise
@hajjinkhongohajjinkhongo
@hajjinkhongohajjinkhongo 6 месяцев назад
Angiyufuni ndoda enemali
@mabutho_mlambi7654
@mabutho_mlambi7654 3 месяца назад
Hlukanani nokuthanda imali sebenzani nikhohlwe ubuhle
@Savebygrace-it
@Savebygrace-it 5 месяцев назад
Instant riches girls learn to work for your wealth. Yhuu bayadabukisa shame
@Thobani-nd7ye
@Thobani-nd7ye 6 месяцев назад
cabanga ushela losisi as umuntu weslisa usenkingeni
@MbaliButhelezi-r5w
@MbaliButhelezi-r5w 5 месяцев назад
Why?
@Thobani-nd7ye
@Thobani-nd7ye 5 месяцев назад
@@MbaliButhelezi-r5w izinkinga ziningi nje
@TinaMoyo-ne5tb
@TinaMoyo-ne5tb 4 месяца назад
Yeah Neh
@jobesithole5590
@jobesithole5590 5 месяцев назад
😢
@sbusisopercy759
@sbusisopercy759 6 месяцев назад
Urholile manje ukhalelani
@DorisNgcobo
@DorisNgcobo 2 месяца назад
Niyoguga maningafanga kulokuthanda izimali eningazisebenzelanga
@Thandiswa-k8w
@Thandiswa-k8w 6 месяцев назад
Niyabona kuthilomjolo wemali uyingozi manjeke singathini nithanda malingoluhlobo khuzekani mantombazane wenaungena kulomzi owunyanyavu akhomfazi phezani bafazi
@yolandamadikizela9080
@yolandamadikizela9080 6 месяцев назад
“Guy,Girl”..ukuthanda iizinto nje khona lokho kukodwa nje🤣🤣🤣
@MbaliKM
@MbaliKM 6 месяцев назад
😂😂😂😂😂😂
@MbaliButhelezi-r5w
@MbaliButhelezi-r5w 5 месяцев назад
😂😂😂😂😂
@BanoNgwane-tp1bi
@BanoNgwane-tp1bi 4 месяца назад
Ngvumelana nawe 😅😅😅
@MoralityNgwenya
@MoralityNgwenya 5 месяцев назад
Ukuthanda izinto nizofa,girls akuyiwe emsebenzini
@MinathiGama
@MinathiGama 5 месяцев назад
Please fix the sound at the beginning of this video.
@NolthandoNgcobo-ci6qq
@NolthandoNgcobo-ci6qq 6 месяцев назад
Yoooo ai a bafana abasadingi sibaqome sekudingeka sibe single angisathembi muntu
@sjavakhamuver7706
@sjavakhamuver7706 6 месяцев назад
Sisonke nami nje angisathembi sisi kunzima la ngaphandle ingakho nathi madoda kumele sibe Single and Not Available 😂😂
@mduduziMavundla7242
@mduduziMavundla7242 6 месяцев назад
Ningalinge nisifake thina ngoba nigijimisa abantu benu bangaphandle bese nizofuna kulobolwa yithi senicakekile
@mthokozisingcobo9516
@mthokozisingcobo9516 6 месяцев назад
Inkinga Imali bayazi abantu abathwele nithanda Imali. Ngani aniwathandi amadoda abroke.
@philasandebhengu9784
@philasandebhengu9784 5 месяцев назад
Engani anibathandi abangenamali😂
@nomfundonolwazi7244
@nomfundonolwazi7244 5 месяцев назад
Nanokuthi nje u guy wangasolisi
@phindabuseShabalala-us4ys
@phindabuseShabalala-us4ys 6 месяцев назад
Nisazophela girl okuthandayo izinto, manjeke liyabhubha ngoba nabo ogirl sebethwele😮
@SbusisoMthiyane-db7gn
@SbusisoMthiyane-db7gn 6 месяцев назад
Yah dangerous umuntu onemali straight iyo ay ngeke ladiess yehlisani lento yoqoma abantu aba nemali qoma njehhh umuntu uzicoshele wenahh Mina njehhh Intombi nemali angiyifuni nezinto zayo
@gugumazibuko6275
@gugumazibuko6275 5 месяцев назад
Uliqhawe mfowethu!
@leratoralenkoane5246
@leratoralenkoane5246 6 месяцев назад
There's irritating sound behind😢
@Savebygrace-it
@Savebygrace-it 5 месяцев назад
Ogal bathanda izinto bazofa bengathandazanga
@phililemosia6956
@phililemosia6956 5 месяцев назад
😂😂😂hawuu
@MfabaLindo
@MfabaLindo 4 месяца назад
Haybo 😅😅😅
@NjabuloHleza
@NjabuloHleza 2 месяца назад
Walayeka uthanda izinto ongazisebenzelanga
@fundiswamendu1307
@fundiswamendu1307 2 месяца назад
Imali yayibona apho hamba khona ke babes ,ikufake gxakini yhoo
@luckyntuli2696
@luckyntuli2696 5 месяцев назад
Poor sound 😢
@nelisiwengobese548
@nelisiwengobese548 4 месяца назад
Ungajabuleli izinto ozifica sezilungile . You need to struggle yours
@ThembisileNgwenya-i6h
@ThembisileNgwenya-i6h 6 месяцев назад
Mina ngayibona ama movie ama Nigeria ngayisaba indaba yabantu aba rich cc saba ubaleke ngezinyawo zombili😮
@Masky1991
@Masky1991 5 месяцев назад
Yabo Mina anghlukan nalama movie angimelwa NJ motor n futh angsahamb clubs
@Tcoops0123
@Tcoops0123 4 месяца назад
Ba thanda imali laba😢
@LukeRev480
@LukeRev480 6 месяцев назад
Imandi show yakho cc, kodwa zama uku relaxer ungamleqi umntu xa ethetha khange uvume naxa usisi ekubuza impilo. Ngapha koko intle into yakho
@nomkhosishoba-yi8cz
@nomkhosishoba-yi8cz 3 месяца назад
Ngyabonga bazali bami ngokungikhulisa ngiImele ngingayami endodeni ngenxa yemali indoda ikhona kumnandi nginemali yami ngyafisa wonke umzali engathi engamtshela umtwana wakhe afunde ukuzimela ungahehwa amagolide nama siliver abantu abathwele
@dikolizaskk5847
@dikolizaskk5847 3 месяца назад
This is so unprofessional!! So much distructing noise at the back!!
@Mdu-e8z
@Mdu-e8z 3 месяца назад
Ababheke imali bathanda imali kakhulu beyeke abantu abalingana nabo
@No2HeartStoppingClotShots
@No2HeartStoppingClotShots 3 месяца назад
Iphi eyakho imali 😂 nithandizinto 😂😂
@ThobelaniZondi-iq1wn
@ThobelaniZondi-iq1wn 3 месяца назад
Owangakith emsinga looo sasfunda nay ecabangokuhl
@benkhumalo7146
@benkhumalo7146 6 месяцев назад
M not judging but nje ngeke nje uthole umuntu etarven khohlwa njengesdom eklasin esakhohlwa u a
@sjavakhamuver7706
@sjavakhamuver7706 6 месяцев назад
😂😂😂😂😂👋
@gugumazibuko6275
@gugumazibuko6275 5 месяцев назад
Yereeeeeeeh 😂😂😂😂
@jackschannel1941
@jackschannel1941 3 месяца назад
Ay Sisi awkwaz ukuxoxa indaba ungashongo ukuthi "njengoGirl & UGuy" NaleRelationship kushuthi yayimnandi kakhulu uma uthi "Kubemnandi" kaw31. I heard Kubemnandi a few time in the beginning and i knew i had to start over and count. Ay kodwa nawe 'Girl😒' uyazithanda izinto ubona ngendlela osixoxa ngayo istory, yonke into uthi imnandi ngisho kungenasdingo
@en1575
@en1575 2 месяца назад
😂😂😂😂😂😂clearly kwakumnandi
@zethembempanza4420
@zethembempanza4420 5 месяцев назад
Yhooo kwabuhlungu but i am glad you managed to get help at an early stage. It’s a lesson to us all to be vigilant.
@EdnaSwart-m7g
@EdnaSwart-m7g 2 месяца назад
She was excited New life new beginnings Even a wedding 😅😅
@SimonSoja
@SimonSoja 5 месяцев назад
Mna ngeke ndibazwele shem abantu besifazana abathanda imali ngoba yooonke lento yenziwa yilemali bayitanda kangaka bazolayeka. Mna intombi ethanda imali andikhathali noba umhle kangakanani ndiyaphuma kuwe ngoba uzondilimaza
@fikilemathenjwa1931
@fikilemathenjwa1931 5 месяцев назад
Uploadani ama show wenu … lena yokuvaleka amehlo ikuphi?
@malefumofokeng4759
@malefumofokeng4759 4 месяца назад
Jo nami ngibuka ubuhle be sishwe shwe uqoke kahle sisi
@lebokhaphela2332
@lebokhaphela2332 2 месяца назад
What a boring show 😢😢
@nkosikhonahose1333
@nkosikhonahose1333 3 месяца назад
Can u improve ur sound
@MasoYusufu
@MasoYusufu 6 месяцев назад
Wawulalwa inyoka we Mama's leyonto ingozi ngcina ngasabatholi bantwana wesevele thwele Guy
@nomfundonolwazi7244
@nomfundonolwazi7244 5 месяцев назад
😢😢😢the sound is disturbing
@zodwasibisi2761
@zodwasibisi2761 9 дней назад
Kubhlungu musani ukuthi uyalayeka wayengaz naye wayeth uthole umendo
@jobesithole5590
@jobesithole5590 5 месяцев назад
Bonke labantu besifazane abeza Kuma shaneli ka RU-vid besikhalela abafusege. Kungenwa kule mijolo umuntu evule amehlo ekhangwa ubucwebe agijimele ukuvula amathanga. Mangabe sekumosheka sebekhalela thina la. Ayi, fusegi mani. Simoshelwa isikhathi nje ilabo tikilayini.
@SammyButhelezi
@SammyButhelezi 6 месяцев назад
Bathanda izinto ngilunge ngiziphantela😢
@NoluJezile
@NoluJezile 4 месяца назад
Bayazithanda indawo ezihlayo
@mduduzicharlessbiya5655
@mduduzicharlessbiya5655 5 месяцев назад
Please try to fix your background sound
@NtuthukoDangazela
@NtuthukoDangazela 19 часов назад
Naze nabahle wezi ngelosi ze zulu❤❤
@ThandokaziMjiba-yp4cl
@ThandokaziMjiba-yp4cl 6 месяцев назад
Njengo girl 😂😂😂😂😂😂akasandchazi bethuna
@nkosinathimzomuhle-bk1km
@nkosinathimzomuhle-bk1km 5 месяцев назад
Angithi anisithandi thina madoda esi broke nigijimela laba abanemali basazonigila
@SiphamandlaGutshwa
@SiphamandlaGutshwa 5 месяцев назад
Amantombazane ayofela imali awafeli uthando
@HlengiweNdlovu-hz8op
@HlengiweNdlovu-hz8op 4 месяца назад
Ayi cc unedlozi shem kwakumele ufe wena yoooh
@nomahposh
@nomahposh 6 месяцев назад
Muhle Lo cc
@SifisoDiliza
@SifisoDiliza 5 месяцев назад
Nizofa ubufebe
@thandompofu3503
@thandompofu3503 5 месяцев назад
Lithandi imali lizofa
@nosiphobuthelezi4091
@nosiphobuthelezi4091 5 месяцев назад
Meseth kubemnandi😅🙄🙄
@sphamandlasphah1843
@sphamandlasphah1843 6 месяцев назад
Mmmh kibuhlungu nokho but EY Nani nizithanda Izinto boo
@BhekumuziShangase-qw8ou
@BhekumuziShangase-qw8ou 5 месяцев назад
Unedlozi cc sibonga ukuthi uyaphila
@prayercommanderpctvchannel6860
@prayercommanderpctvchannel6860 2 месяца назад
Nithanda izimali
@solomonseunane1165
@solomonseunane1165 5 месяцев назад
Abafazi nethanda zinto shem
@FortunateMajooka
@FortunateMajooka 6 месяцев назад
Ai ngeke asimane siyothwla sonke mhlabeni
@NqobileNgcobo-d5j
@NqobileNgcobo-d5j 6 месяцев назад
Ukuzuthi if ukhuluma naye uya Melter😂😂😂😂😂 nizofa ngenxa yobuthatha obukini Funda ukwaneliseka nokudla izithukuthuku zakho, nobufebe bukhona kuwe ,uKlay,uKlay ay nofa Lana eningazi Khona ngenxa yobufebe ngoba I'm sure wawunaye umuntu wakho wakhetha ukumlaxaza uyalunga we Mrs Mbumbulu
@zanelemthethwa4174
@zanelemthethwa4174 6 месяцев назад
Uyanyanyisa shame noma ukhuluma uthanda izinto ushayelani izandla girl guy
@gugumazibuko6275
@gugumazibuko6275 5 месяцев назад
​@zanelemthethwa4174stilmelting😂
@mbhekeniemmanuelmakhathini3512
@mbhekeniemmanuelmakhathini3512 6 месяцев назад
Yes wayelala nenyoka
@SandileShange-nc8zc
@SandileShange-nc8zc 4 месяца назад
Loluthando lwemali ongayazi ukuthi ifika kanjani luzoyiqeda nya legender
@MmapiElizabeth
@MmapiElizabeth 6 месяцев назад
This was too good to be true it means the mission was ukuthwala ngawe there was no love in the first place u guy😂😂😂
@EdnaSwart-m7g
@EdnaSwart-m7g 2 месяца назад
True
@tenelenondumiso
@tenelenondumiso 5 месяцев назад
Umuhle kodwa GIRL 🥰🥰🥰
@PhumzileMashaya-ny7py
@PhumzileMashaya-ny7py 3 месяца назад
😢😢😢
@prudencethakiya3190
@prudencethakiya3190 5 месяцев назад
Sound at the back please
@angellokhumalo4043
@angellokhumalo4043 5 месяцев назад
This is boring
@yvonneanderson5947
@yvonneanderson5947 6 месяцев назад
Noise noise.. Unclear voice
@PhelelaMqokweni
@PhelelaMqokweni 5 месяцев назад
Yhooooo ayibandla mna ngakho ndizjolela nomkhaya endibazi ndisho besakhula
@JubulaniKhuzwayo
@JubulaniKhuzwayo 5 месяцев назад
Ngiyethemba ukuthi niyabona konke lokhu bodadewethu, nizitshela ukuthi nihlakaniphile angithi nikhonze imali kakhulu .nibaningi enisazokuthola lesisifundo.
@yolelwamanyosi9629
@yolelwamanyosi9629 5 месяцев назад
Ngumhlobo muphi u guy lo 😢
@BabaDlamini71
@BabaDlamini71 5 месяцев назад
Okokuqala that man landlu wayeyirenta ingeyoyake; okwesibini landoda yayitwele and wena grl ubulalwa nyenyoka and ububhatalwa ngalanyoka and intlahla yako yatatwa yonke kulondawo okuyo usontlahla awunaye nje luto cos okwakulalwa kwako bekutatwa yonke intlahla obunayo so ufanele nje ungamyeki umelapi wendabuko mntanam
@lethiwendlovu9558
@lethiwendlovu9558 5 месяцев назад
Ei cc syabonga ukt wasinda
@ThandazileCele-dy3dh
@ThandazileCele-dy3dh 4 месяца назад
Siyabonga cc UThixo abenawe
@AyandaNgcobo-k5m
@AyandaNgcobo-k5m 6 месяцев назад
Girl uyayithanda bedroom 😅😂😅😂😅😂😅😂
@nomatshetshimatolweni1293
@nomatshetshimatolweni1293 6 месяцев назад
😂😂😂😂😂
@ayandavincent
@ayandavincent 6 месяцев назад
Yaz ngyakwaz😅😅😅
@Vezi864
@Vezi864 5 месяцев назад
Uphuzani buphi utshwala girl?
@Lulama342
@Lulama342 4 месяца назад
Ayi kunzima mhlabeni 🙏
@KaraboDiketso
@KaraboDiketso 5 месяцев назад
We thank god my sister u are here sharing ur true story with us 🙏🙏🙏🙏
@LindokuhleShangase-cj5bj
@LindokuhleShangase-cj5bj 4 месяца назад
Kuyabathanda bafana girl😅
@zamasthole9083
@zamasthole9083 5 месяцев назад
Mmmh kunzima 😢
@proudlysa774
@proudlysa774 6 месяцев назад
If I hear "u girl" one more time 😂😂😂
@AndiswaNanah-ks9tf
@AndiswaNanah-ks9tf 6 месяцев назад
Ugirl uguy ugirl uguy yoh besekuth angife ngath amantombazan aselokshin.
@bongekabayeni1753
@bongekabayeni1753 5 месяцев назад
@@AndiswaNanah-ks9tfthat’s when I stopped watching
@nathimakabeni3992
@nathimakabeni3992 5 месяцев назад
😂😂😂😂 u Girl no Guy
@proudlysa774
@proudlysa774 5 месяцев назад
@@bongekabayeni1753 🤣🤣🤣
@proudlysa774
@proudlysa774 5 месяцев назад
@@nathimakabeni3992 😂😂😂
Далее
Bangigebenga Imoto Kanye Nemali Yami engu 100k
30:46
Просмотров 34 тыс.
Episode 02 | Exposing Witchcraft | Ukuthwala Part 2
43:49