Тёмный

Ngazithola ngisenkingeni ngivakashele umfana emnambithi | IZIGAMEKO ZEMPILO | S2-EP12 

Blaqlife TV+
Подписаться 59 тыс.
Просмотров 125 тыс.
50% 1

Опубликовано:

 

17 окт 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 438   
@ZOE_NtombiYaseMancwabeni
@ZOE_NtombiYaseMancwabeni 2 месяца назад
Losisi she seems to be a diamond mos. Umoya wakhe...love her ❤
@nzululwazimtolo1269
@nzululwazimtolo1269 2 месяца назад
Isigameko ngempela ke lesi esakwehlela we sisi😂😂😂. Ay mina ngesaba isibindi sakho sinama bones.
@NomfundoSimelane-ug2ym
@NomfundoSimelane-ug2ym 2 месяца назад
😂😂😂😂Sinama bones
@priscillancube5773
@priscillancube5773 2 месяца назад
Thanks God you came home safe,, sibonge ukulandisa isgameko siyifundo nakwabanye 👏
@SikelelaMapolisa
@SikelelaMapolisa 2 месяца назад
😂😂😂 tjoo
@eugeniamtheku2320
@eugeniamtheku2320 2 месяца назад
Mina ngiqala ukuya ku boyfriend engangimthole ku fb wayethi ngifike ngizolala khona ngoba vele akuhambeki mawuzobuya ngathi wee nakamhlola ngavuka ekuseni kakhulu ngaya ngafika ngo 11 ngo 2 ngase ngicela indlela kodwa namhlanje sino 3yrs and usevelile ekhaya so abanye ba crc ngempela nothando kufb.. 2023 ngihanjelwe abazali abakubo babenami kwaze kwabe syafihla lapho siku long distance
@khayaLesizwe
@khayaLesizwe 2 месяца назад
ungakhona mhlawmpe ukusnika iLINK to where you downloaded owakho u Facebook ngoba saze sasebenzisa owrong thina abanye🥲🥲🥲
@Nozipho-bh5zd
@Nozipho-bh5zd 2 месяца назад
😅😅😅😅😅 ngzolinda la​@@khayaLesizwe
@PatienceVelani-fg4kr
@PatienceVelani-fg4kr 2 месяца назад
😂😂😂😂​@@khayaLesizwe
@beeyoutiful4086
@beeyoutiful4086 2 месяца назад
Siyakubongela gal. Nokwazi nje ukuthi ikhona testimony enhle ngalama relationship aka facebook
@feziwesintu5682
@feziwesintu5682 Месяц назад
Niza kwenzekala ngaba Facebook cc
@MsongakaNdlovu
@MsongakaNdlovu 2 месяца назад
Girls girls. Nizofela emanyaleni njenge mpukane nkosmpela😂 . Wehlelwaa itshee ntombie😂
@lebohangpamela6398
@lebohangpamela6398 Месяц назад
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
@MfanmpelathomasKubheka
@MfanmpelathomasKubheka 2 месяца назад
Wow wow wow 👌 stufuza wow uyangibusisa cc uma uvula umlomo wakho ngiyakuhlonipha kakhulu uhleko lwakho cc wow
@MoralityNgwenya
@MoralityNgwenya 2 месяца назад
Siyabonga ngoba wabuyela ekhaya uphephile
@PrinceJangaza
@PrinceJangaza 2 месяца назад
Dark beauty
@kingmzuzolani9289
@kingmzuzolani9289 2 месяца назад
She's for the streets
@simangangomane5440
@simangangomane5440 2 месяца назад
Ucatsile dudlu ntombazane zala bantu ziyebantwini ngabe intombi yaganaphi 😂😂😂
@PortiaKhumalo-eq5fw
@PortiaKhumalo-eq5fw 2 месяца назад
Goodmorning bo Stufuza abawu 2🎉🎉🎉❤
@s0egalmafu
@s0egalmafu 2 месяца назад
Itwins likastufuza weeh mah😂😂😂😂
@ThembelaniNciki
@ThembelaniNciki 2 месяца назад
Bayefana
@bongekilezungu
@bongekilezungu 2 месяца назад
Bayafana ngemp6
@ZakheleXulu-zu3zy
@ZakheleXulu-zu3zy 2 месяца назад
Phephisa Nkosazane 😢😢😢ngoba uyaphila uJihovah mkhulu
@MusaPeterNgobese-iv7uu
@MusaPeterNgobese-iv7uu 2 месяца назад
Sawbona sisi kwaze kwabhlungu ukuzwa ukuthi kunabantu abanjena sibonge ukuthi waphepha.❤
@phiwayinkosisibusiso5178
@phiwayinkosisibusiso5178 2 месяца назад
Kwelakith e MNAMBITHI marora 😅😅
@sbongavilakazi-p5t
@sbongavilakazi-p5t 2 месяца назад
NKR 150
@buzwethompson7892
@buzwethompson7892 2 месяца назад
Long walk to freedom yhoooo
@nonoZulu1
@nonoZulu1 2 месяца назад
Guys in this day and age, you cannot go meet a stranger in a private place, public space first meeting period, nizolimala 😳
@phumimabanga962
@phumimabanga962 2 месяца назад
Awubatshele labofukwe. Abantu are too careless ngezimpilo zabo. Izwe lifile bo
@PrettyKaise
@PrettyKaise 2 месяца назад
Weeeee udlala ngeskhathi kade babekhuzwa abezwa
@Bukamanzi
@Bukamanzi 2 месяца назад
Wamuhle Ndoni yamanzi ushongomlomo kafish ngyazisa ngodla ezitsheni eziwashwanguwe uyawhogela lomthombo owashangawo umuhlawqedi umuhle umlibe✨️🎁
@Mathombisi
@Mathombisi 2 месяца назад
Izinkomo phambili manje. Indaba kamavakashelana gede.
@sbanisaMaBinda
@sbanisaMaBinda 2 месяца назад
​@@Mathombisi😂😂😂
@Sandile-q5j
@Sandile-q5j 2 месяца назад
Kodwa cc 😂😂😂😂 amathanga ahlanzela abanganamabhodwe😮😮😮
@NontobekoHadebe-kf6ic
@NontobekoHadebe-kf6ic 2 месяца назад
Niyafana yazi ngathi ucc wakho Stufuza
@sjavakhamuver7706
@sjavakhamuver7706 2 месяца назад
Bengithi imina ngedwa engibona lokho bayafana
@BuhleMbathaa
@BuhleMbathaa 2 месяца назад
Cha waba nenhlanhla Cc ukuthi abaku dlwengulanga I hope you learn your lesson Cc to trust strangers
@ThelmaMokua
@ThelmaMokua 2 месяца назад
We thank God for your safety ❤
@lennoxrashopola3561
@lennoxrashopola3561 2 месяца назад
My Stofoza I'm late but izanazo 😂😂😂😂
@busisiwegumede953
@busisiwegumede953 2 месяца назад
Mantombazane ETHUUUU ngithi mantombazane ETHUUUU 💔💔💔💔sibonga impilo 🙏🙏🙏
@vikindukumnculwane9991
@vikindukumnculwane9991 2 месяца назад
Zidesperate izingane zethu. Kubuhlungu lokhu. Syabonga ukuthi waphepha cc
@mafikamsomi
@mafikamsomi 2 месяца назад
Ukuthanda zinto sorry sissy omncane
@NqobileTinyMshengu
@NqobileTinyMshengu 23 дня назад
Nakuba uyaphila Mntase syabonga ngoba ukube bekwabanye abafana babeyokuRape bakbulale
@MthembeniSithole
@MthembeniSithole 16 дней назад
Awu😢sisiwabantu ngiyazi lapho ngiwumakhelwane wakhona eSahlumbe
@KwetshubeNkanyiso
@KwetshubeNkanyiso Месяц назад
kodwa my darkey why vele isibindi esingaka, but ke we learn from our mistakes(flaws)and from other peoples mistakes.anywei as long wabuya uphephile
@SibongileMagwanyana
@SibongileMagwanyana 2 месяца назад
Naze nafana westufuza nesivakashi sakho wow madark amahle❤❤❤❤
@SinesiphoKhumalo
@SinesiphoKhumalo 2 месяца назад
Nizodlwengulwa ke Kodwa manje weMantombazane,angazi ngempela ukube labo abakuhlangabeza bakulala khona lapho endlini engenamawindi sasothini😢😢
@siphesihlelanga5783
@siphesihlelanga5783 Месяц назад
Nge sende nje sisi usungaze uyofela emanyaleni😂😂
@NobuhleDlamini-g7v
@NobuhleDlamini-g7v Месяц назад
Ei ngoba nalo ai ngiyalinika🎉
@TsoNgulube
@TsoNgulube 28 дней назад
Nizofa ningaziwa nanifele khona on the name of love😊
@sbusisoqmbhele3665
@sbusisoqmbhele3665 Месяц назад
😂Hau amatwins bakithi 😂Wozani nazo bowele ,kwelakithi madoda eMnambithi.
@SilindileMiya-sb2tw
@SilindileMiya-sb2tw 2 месяца назад
Aw umkhaya waziphoxa😂😂😂😂😊😊
@NomthandazoNgobese-y9s
@NomthandazoNgobese-y9s Месяц назад
Nami kwangenza ntombi yahoo angifisi lutho ntombi
@XolileNene
@XolileNene 2 месяца назад
Niphose nifane
@NonsikeleloAsemahle
@NonsikeleloAsemahle 2 месяца назад
Waze wamuhle mgilwa😊😂😂😂
@Mathombisi
@Mathombisi 2 месяца назад
😂😂😂😂 Cabanga!
@DuminaniMdluli
@DuminaniMdluli 2 месяца назад
Ayi kodwa stufuza sami Ave ngikuthanda darling ngicela inumber yakho ❤
@vikindukumnculwane9991
@vikindukumnculwane9991 2 месяца назад
Awu Stufuza uyazithanda izindaba ntombi. 😂😂😂😂
@ThulisileHlophe-ix6vt
@ThulisileHlophe-ix6vt Месяц назад
Twin laStufuza❤❤mmmmh ngakith jehova
@ThulisileHlophe-ix6vt
@ThulisileHlophe-ix6vt Месяц назад
Engikbonay nje ukth abakudlwengulanga cc😢😢
@sibusisomvimbi844
@sibusisomvimbi844 2 месяца назад
Yheyi sisigameko lesi whee Sisi yini umhle kangaka ntombi yomnye uMama. (Ndibukele ndisekapa)
@Mlungisifruit
@Mlungisifruit 2 месяца назад
Bodadewethu niyoqhwashiswa kuze kube nn ngobudlelwano bakuma social media zingane zakwethu xwayani💔💔💔💔
@AngelineTenza
@AngelineTenza 2 месяца назад
Naze nakhuluma kamnandi ngathi niyazana❤😂
@S_25752
@S_25752 2 месяца назад
❤ wobonga abakini ukuthi uyaphila abakuhlumezanga ayilungile uMnambithi ubonge inkosi wena
@noziphosinothileMthabela
@noziphosinothileMthabela Месяц назад
Isbindi ma galiza sokulala 2days endaweni engaphephile but thanks gal ukusiqwashisa yikho nje ngingafune Facebook
@AlexMotaung
@AlexMotaung 2 месяца назад
Stufuza nase nifana kangaka manje nalo Sisi 🤔naye uyistufuza
@JabuMsimanga
@JabuMsimanga 2 месяца назад
Yazi nami ngibuka ukufana kwabo yaz
@MandisaSkhakhane-vc8vx
@MandisaSkhakhane-vc8vx Месяц назад
naze nafana shaim
@FifiEffie
@FifiEffie 2 месяца назад
Bacishe bamsoconga losisi bandla sesibonga impilo 2days wonke alala yedwa hawu🙆🙆💔💔🥺
@AndiswaNtomfuthi
@AndiswaNtomfuthi 2 месяца назад
Cha niyafana xm❤❤
@thabilemkhize2585
@thabilemkhize2585 2 месяца назад
Zijaje ngempela girl😂😂😂nam ngiyakujaja uthatha imali yakho uyakumuntu oqala ukumbona,ubungozi enizifaka kubona
@vincentchiliza2893
@vincentchiliza2893 Месяц назад
Ngiyazi ngakini we Phungula laphangakini ngaka Hlophe wamabhasi kuboka Mduduzi Hlophe😂😂😂
@SmangeleKhuzwayo-x3x
@SmangeleKhuzwayo-x3x 2 месяца назад
😂😂niyahlekisa Yaz Mina if umuntu ngamaz ngithi akuze yena ngi booker bnb if ngibonile kukubi ngigcina ngalelo langa😂😂
@mbuyisenimalambule5094
@mbuyisenimalambule5094 2 месяца назад
Am I the only noticing ukubaluleka kombuzo kaStufuza othi #"ibinjan impilo mawukhula?" at the very begining of every episode....?
@VuyiswaMbatha
@VuyiswaMbatha 2 месяца назад
Cha ngyaythanda indlela uStufuza akhuluma ngayo nabantu Yaz Wenza Abantu bazizwe bekhululekile ukukhuluma❤️🥺
@CebisileMthethwa-fu1rm
@CebisileMthethwa-fu1rm 2 месяца назад
isibindi sakho oe nokho uhlakaniphile❤❤❤❤
@mirandakhala1982
@mirandakhala1982 26 дней назад
Nice/ happy ending ❤
@NosiphoNosiphoBukhalibedlozima
@NosiphoNosiphoBukhalibedlozima 2 месяца назад
Lo omaneza nguloo wakho kohela nje akabanga na interest kuwena n wabe engumuntu vele oBrock🤣🤣🤣
@glenngwenya1084
@glenngwenya1084 2 месяца назад
Labo Buti baku Facebook ngathi baneziga nje😂😂😂
@mbuyisenimalambule5094
@mbuyisenimalambule5094 2 месяца назад
#yeeeyyy....wake waycela intombazane ukuty mayikuvakashele....ungenamali usahlanganisa, ivele #ifike ngempela, #umjita wakho obekuthembisile #ongakaaaze akugejise, avele athi #sekubhedile...?!!
@GcinileDlamini-h7z
@GcinileDlamini-h7z 2 месяца назад
Wecc abakdlwengula nga yini awema unenhlanhla cc izimbungulu zazingekhoni😢
@phumimabanga962
@phumimabanga962 2 месяца назад
Ake nisho bakithi....indlala yokungaytholi indoda noma ubulima obenza umuntu omuhle kanje enze kanje or icombination yakokonke? Ay ave sicareless ngezimpilo zethu kodwa. Asbonge uyaphila ukuze uxoxe uqwashise nabanye abangamathatha njengawe
@NomvulaMkhize-k9m
@NomvulaMkhize-k9m 2 месяца назад
what if lomuntu wayekuleyo two owawunayo🤔😮
@NtomboxoloMxabangeli
@NtomboxoloMxabangeli 22 дня назад
My question exactly
@bucymoyo8847
@bucymoyo8847 2 месяца назад
😅😅😅😅😅 kodwa nawe oe atlist abakudlwengulanga xem 😂
@thokozilemkhwanazi618
@thokozilemkhwanazi618 2 месяца назад
Phephisa sthandwa sami hawu waze wakhohlakala ubhuti 😮into engiyibonayo mina nguyena owazenza intombi yakhe.Yase yazingani ukuthi ukhona wena.Manje walandelela yini ukuthi wahamba kanjani uryt yini?Noma kuze kube manje akaze akuthinte😢Sengizwela imali yakho engaka ukube wawazi ngabe awuyanga😢Kodwa ngiba uryt syabonga🎉❤😊
@NtomboxoloMxabangeli
@NtomboxoloMxabangeli 22 дня назад
What if it was one of ezozigebenga zilapho😂😂
@nomagugugajah9152
@nomagugugajah9152 Месяц назад
Naze nafana stufuza nalo cc ❤
@khethamyaka
@khethamyaka 2 месяца назад
Hlampe Yibo labafan abakuhlangabeza 😂😂
@MpumeZwane-jz5iz
@MpumeZwane-jz5iz 2 месяца назад
Nam ngisho njlo
@NobuhleMajola-l9z
@NobuhleMajola-l9z 2 месяца назад
😂😂 mhlampe yibo laba abebekuhlangabeza😂😂wangiqeda nawe mfethu
@siphesihlelanga5783
@siphesihlelanga5783 Месяц назад
Vele😂
@lungster6547
@lungster6547 29 дней назад
🤣😂Ingasekhaya lapho wemgilwa.
@Thah11
@Thah11 2 месяца назад
Yaboh uStufuza mayesethi woza nazo uvele ubone ukuthi weeeeeh ayi kuzoshuba😂😂😂😂😂
@nmituition1371
@nmituition1371 2 месяца назад
Ayibo Mina ngo wase ESahlumbe. Ubani igama lendoda leyo ngenze uphenyo lwami. Kodwa okushoyo nendawo kyaqondana💔
@ZoliswaBaleni
@ZoliswaBaleni 2 месяца назад
😂😂😂😂😂😂 ai nkosi isibindi esikumuntu wesifazane yey thixo siyazidela emasokeni jesu 😅😅😅😅😅
@SikelelaMapolisa
@SikelelaMapolisa 2 месяца назад
Teach them my ccter....bangabi careless ngempilo...
@MzikayiseShwabede
@MzikayiseShwabede 2 месяца назад
Avumuhle maPhungula sorry mkhaya wam mna ngi kaMaphumulo wadlala uskhothen nje waseMnambithi ube rytke MaPhungula avumuhle ❤❤
@MbuyiseniKubheka
@MbuyiseniKubheka 2 месяца назад
Ikundla zokxhumana angth niyisebenzisela umjola ayii into ebalulekile nizothamba awmazi lomuntu awkaze ubone gijima uyakhona slima umuhle kanjr awnayo yn indoda
@MichaelMsibi-h6y
@MichaelMsibi-h6y 2 месяца назад
Becare fully ladies thanks god u were safe
@SolomziDungelo
@SolomziDungelo 2 месяца назад
Bengicelungihlanganise.nalo.queen❤❤❤stufuza
@thembekazuma4465
@thembekazuma4465 2 месяца назад
😢Bonga uThixo ngoba wasinda ungaphinde ujole nomuntu ongamazi bakithi kubi,bonga ngoba azange udlwengulwe yazi
@thembanimakhoba1747
@thembanimakhoba1747 Месяц назад
Iocc ufana nawe nje ngqo Stufuza an owangakithi ugal
@ClaveraNcubel
@ClaveraNcubel Месяц назад
Hayi bo stufuza naze nafana bo yingane yakwen 😊
@andilembali206
@andilembali206 2 месяца назад
Ngaze ngayithanda le ntombi❤
@nomsamakatshu6367
@nomsamakatshu6367 24 дня назад
Mina ngibonga ukuthi Lo mngane akazange akujikele afune ukulala nawe and wawuzolala naye ngoba stranded ungazi nendawo.. I'm so sorry Gal and wathola isifundo...amadoda ( kodwa akefani)
@NomvuyoSizani-bp8tl
@NomvuyoSizani-bp8tl 2 месяца назад
Andisamthandi marn♥️♥️ story sakho sifana nesam
@ThembaJiyane-ik5lr
@ThembaJiyane-ik5lr 2 месяца назад
Hey liyamosheka igama lamadoda, ngabo skhotheni 😢😢😢😢
@cebilempumelelo2795
@cebilempumelelo2795 Месяц назад
Ingakithi phela esahlumbe jesuuuu
@GodfreyBongumusaGasa
@GodfreyBongumusaGasa 2 месяца назад
Impela baqinisile abath amathanga ahlanzela abangenawo amabhodwe okuwapheka bayadlala abantu ngamathubaaaa
@SyabongaNgobese-w4q
@SyabongaNgobese-w4q 2 месяца назад
Stufuza ngiyakuthanda ❤
@patriciathobisile-sl6rn
@patriciathobisile-sl6rn 2 месяца назад
Siyabonga ngoba wabuya usaphephile😅
@Mzothulemweli
@Mzothulemweli 2 месяца назад
Yaz ngyafisa uthola umunt wesfazane online Bahle abant besfazane online ❤
@Mathombisi
@Mathombisi 2 месяца назад
Usufuna ukumgila. Kahle letha izinkomo kuqala.
@AgrinethNonyanisoBaleni-oj8qx
@AgrinethNonyanisoBaleni-oj8qx 2 месяца назад
Ai wausesigamekweni ngempela cc ncese kodwa I jhope kwadlula❤
@alidasaunderson7056
@alidasaunderson7056 2 месяца назад
Sahamba sahamba Sahamba Nkosi yami😢😢😂😂😂😂😂😂😂😂
@palesamkhize642
@palesamkhize642 2 месяца назад
Uyathandeka sthandwa.but ungaphinde neh ❤
@MxolisiMatsebula
@MxolisiMatsebula Месяц назад
Uyabona wena unesibinde sengwenya ungaphindi ngelinye ilanga uyokhala xem
@prettydube5440
@prettydube5440 2 месяца назад
Uguluva imenemene😂😂
@ZaneleDlamini-vm3tk
@ZaneleDlamini-vm3tk 2 месяца назад
Yizaaaa nazooo😂
@zamokuhlekhumalo9075
@zamokuhlekhumalo9075 2 месяца назад
Sucha beautiful lady❤️ dark beauty
@nkanyisondlovu6954
@nkanyisondlovu6954 2 месяца назад
Eish umfana wabalekela sdudla esingaka dark chocolate yonke
@israelmathibela8941
@israelmathibela8941 2 месяца назад
Nice voice kusisi❤
@MbalenhlePortiaLuthuli-cq3ir
@MbalenhlePortiaLuthuli-cq3ir 2 месяца назад
Yabo isibindi Sakho esihamba neyngingile guyzin nizofa ukuthanda abafana kanjena
@gcinoksanelisiwe8165
@gcinoksanelisiwe8165 2 месяца назад
Sbonga impilo girl ...I hope you learn the lesson but all thr best😊
@NomawisileMthembu
@NomawisileMthembu 2 месяца назад
Yizanazoooooo😂😂sanibonani lapho we Stuh
@ThabangKhabanyane-tt5rp
@ThabangKhabanyane-tt5rp Месяц назад
Bakuyekile abashana labo ababe kulanda bekumele bakubelesele ngepipi ngoba ubufuna lona 😂😂😂
@elizabethnkosi715
@elizabethnkosi715 Месяц назад
Wena wasinda lapho is like ugilalwa abantu.
@gcinoksanelisiwe8165
@gcinoksanelisiwe8165 2 месяца назад
Stufuza kodwa uyazilalela Nkosi yam izigameko zethu.. Stufuza woza nazooo😊
Далее
РЫБКА С ПИВОМ
00:39
Просмотров 1,5 млн
UYANGIJOLELA -HE IS SMASHING 3 OF THEM!!!!
1:01:35
Просмотров 82 тыс.
Usizi lomapakisha ofuna ukulala nesiboshwa
21:36
Просмотров 10 тыс.
NGIPHENDUKE UMFELOKAZI INDODA ISIPHILA
51:57
Просмотров 114 тыс.
SIKHIPHA IZIMFIHLO | Umama wabulala ubaba | S1 - EP166
17:29
SISHAWA ISIPOKI SENDIYA ESALANDWA INGANE  EMATHUNENI
45:19
РЫБКА С ПИВОМ
00:39
Просмотров 1,5 млн