Тёмный

PART 2 | IZINKINGA ZOMNDENI With Pearl | S1-EP11 | Ngihlushwa abasemzini ngoba nakhu umyeni eseGoli 

Blaqlife TV
Подписаться 277 тыс.
Просмотров 22 тыс.
50% 1

Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #secret #familyproblemsolution #familymatters #IzinkingaZomndeni

Опубликовано:

 

3 окт 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 378   
@JabuhMchunu
@JabuhMchunu 4 месяца назад
Lomfana unenkinga emqondweni wakhe. Awukwazi ukuthatha inkosikazi uthi izokodliwa abantu bikini, awukwazi ukuthi uzocela komunye unkosikazi ukuthi umkakho wenyongo u fun a ukuza Kuwe, awukwazi ukuthi wakhele umamncane egoli undlunkulu angakamakheli umuzi wakhe, hhayi kini. Wena na Bantu bikini lonkosikazi nimthathisa kwesigqila senu, ngoba ng eke ngithi uyisisebenzi ngoba isisebenzi siyahola. Engingakusho nje mfana wami , awuhleleke ngisho ukhuluma nje ukhulumisa komfana. Isithembu khehla esamadoda. Uyaqolwa le egoli wena ulibele ukuthithibala😮
@SilungileMasuku-qg6sh
@SilungileMasuku-qg6sh 4 месяца назад
Ayikho nalento echazwa ilenja Lana bamhlukumeza nje ngoba ngempela bayazi ukuthi bona banomakoti abamthandayo lomdala sekumele ahloniphe lomncane ngobuyena othandwayo hleli nendoda haibo nayimhlola bo
@latitaabuti8057
@latitaabuti8057 4 месяца назад
Sebeze bayo sign enkantolo nalotsotsi wase goli,eyi uzobulawa ngamaqola asegoli lombhemu baqede badle imali yakhe.akaboni ukuthi yini eyenze ukuthi usisi wsejozi asheshe ayo signer engalotsholiwe,futhi akaze aye nakubo indoda, yhe wena slima somfana, vuka ebuthongweni Sengidabukela iingane ezinobaba oyisithuphethu so
@SilungileMasuku-qg6sh
@SilungileMasuku-qg6sh 4 месяца назад
Uyazi Tsotsi ukuthi ifa elakhe lonke nezingane zakhe nxa sies akaze ngibone ibone indonda yomzulu engena ngqondo kanjena nalomakoti omdala naye nje ngathi bamqedile ngekwayimane
@InspirationalRoadCar-ze4xi
@InspirationalRoadCar-ze4xi 4 месяца назад
Umfana lona akadodile. Ufuna sbhakela lona
@nelisiwemyeza2794
@nelisiwemyeza2794 4 месяца назад
Haybo yaze yangicasula lenja imele ubdoda bokwenzani izoze iyobhalela ko tv ukuthi kwazise unkoskazi omdala ngobani kwakona nje ukthatha umfazi wesbili ungakhulumanga nomdala ukweyisa nje lokho
@mxolisi5
@mxolisi5 4 месяца назад
Well done Pearl, you are getting better with every show.
@PhumzileShange-j6g
@PhumzileShange-j6g 4 месяца назад
Ekhaya umuzi mkhulu ngeke alale engadlile hayibo hayi ngempela ganani bontombo asinamona
@siphumelelekhulemkhize9689
@siphumelelekhulemkhize9689 4 месяца назад
Waze wanginyanyisa lomfana, uthi uyabumela ubudoda bakhe. Yey cha kunzima e South Africa kwaphela amadoda kwabhoka amadojeyana
@zeemali4369
@zeemali4369 4 месяца назад
Shadani asinamona
@lehanatshotetsi9303
@lehanatshotetsi9303 4 месяца назад
Chaa lendoda ayikwazi ukumelana nento yayo akukwazi ukuthi uyocela entombini kunomfazi wakho ngoba lowana akaziwa emadlozini
@KMMthembu
@KMMthembu 4 месяца назад
Nxese sisi awunandoda uzihlalele
@gugumlaba6162
@gugumlaba6162 4 месяца назад
Ubumelephi ubudoda wena uhlulwa ukondla umfazi uthembe abafowenu weklibhi
@ThembeniAletta-cw8vo
@ThembeniAletta-cw8vo 4 месяца назад
Lendoda ayisile akhanda wandisa umndeni engakwazi kubondla
@zakhelendulini3835
@zakhelendulini3835 4 месяца назад
Ngimi nawe laa Sisi G 😂😂😂
@palesamkhize642
@palesamkhize642 Месяц назад
Hebatong yaz 😮
@MonicaSayo
@MonicaSayo 4 месяца назад
Yho ulunge kakhulu lo cc uzohlonipha umntu ongakhange amhloniphe
@WinnieNuh-h5i
@WinnieNuh-h5i 4 месяца назад
Engathi u Mamlife usewu maMkhulu
@siphenkosiavumile7621
@siphenkosiavumile7621 4 месяца назад
Nkos yam bengzogoduk ngyekhaya
@Sbonisomadonda-y9g
@Sbonisomadonda-y9g 4 месяца назад
Usuvuthiwe pearl good questions ❤❤❤ Libolile lejongo futhi akalona ijongo iJongosi
@ntombienhlemahlaba8368
@ntombienhlemahlaba8368 4 месяца назад
Insumansumane le!bakushaye ngephenti eGoli wena baba ndini,nithanda izinto enizibuka zenziwa emgwaqeni,ayikho lento yakho,umbhedo nje!awubuze kwabadala kwenziwa kanjani,hhayi ukuphapha namasonto!!!
@siphumelelekhulemkhize9689
@siphumelelekhulemkhize9689 4 месяца назад
Anginyanyile Jehova.
@MbaliPhiwe
@MbaliPhiwe 4 месяца назад
Nomshado ongaka qedi na 3 yrs nomfaz osegoli weqhosha ngawo kanti akukhishwe ngisho iqhude babhalile nje ngo R75
@ReginaLetlhabi-yf1zj
@ReginaLetlhabi-yf1zj 4 месяца назад
ay amadoda awasithandi shame😮
@DebraNdlovu-l2c
@DebraNdlovu-l2c 4 месяца назад
Cc hamba kini lo usazoyogezisa abasegoli futhi
@NtombileNgcobo
@NtombileNgcobo 4 месяца назад
Ubezobe engigcina ngci umfazi wondliwa ngombila yini
@ntombienhlemahlaba8368
@ntombienhlemahlaba8368 4 месяца назад
🙆🏾‍♀️😭
@latitaabuti8057
@latitaabuti8057 4 месяца назад
Akusile loku , ngempela yinkukhu udla umbila, yherr
@masibongentuli3384
@masibongentuli3384 4 месяца назад
Nami cc bengizothi Byee
@nelisibisi
@nelisibisi 3 месяца назад
Lol we nkosi yami kodwa lomama. Hhaybo.
@palesamkhize642
@palesamkhize642 Месяц назад
Aybo imagine 😮😮
@ZukiswaMhambi
@ZukiswaMhambi 4 месяца назад
Uphambene lendoda ayivuthwanga .yenza isithembu kodwa ufunukondlelwa ngobhuti bakhe .uyinja bhuti😭😭🙆
@PatriciaMabuya
@PatriciaMabuya 4 месяца назад
Wena ndoda uyisehlulekinje udlala ngalomtanabantu
@JulietTshabalala
@JulietTshabalala 4 месяца назад
Woza mogirl uzobona alight uhlakaniphe ushiye lodoti wendoda
@mthokozisiwise5357
@mthokozisiwise5357 4 месяца назад
Lento yokuthi uyindoda ushade besuhlala kini iyabheda leyonto .lendoda ayakhele nkosikazi umuzi iphume ekhaya.lokhu bemhlukumeza makoti inkomb zokuthi akaphume kodwa ngeke abone yena.
@thobisilesibisi3449
@thobisilesibisi3449 4 месяца назад
Akamakhele umuzi wakhe umama omdala aphume ekhaya noma aphume ibhodwe lakhe
@virginiandaba9610
@virginiandaba9610 4 месяца назад
Ai ngigeza izandla ganani asinamona
@ThembinkosiHadebe-f9k
@ThembinkosiHadebe-f9k 4 месяца назад
Yayaz intsomi kwasuka sukela
@PatienceVelani-fg4kr
@PatienceVelani-fg4kr 4 месяца назад
Lomama udlisiwe
@bongiwegugufakude8267
@bongiwegugufakude8267 13 дней назад
Uyagula ekhanda ubhuti awumondli nje unkk wakho straight. Uyisehluleki uthi unkk akalime vele wawumshadela ukuba yisigqila sakini waze wangijabhisa umqondo wakho nje awukusebenzeli kahle.
@ThuliyThandeka-qh7it
@ThuliyThandeka-qh7it 4 месяца назад
Bazomkhwela bafowenu ngob uthembebona isilelendodayaz
@MarthaMancoba
@MarthaMancoba 4 месяца назад
LeNdoda inamanga idlala ngalo Sisi. He's no longer in Love with her, umshadele ukuba I Slave somndeni nxan
@PhillipMadonsela-c9v
@PhillipMadonsela-c9v Месяц назад
Well done my sister 👏 ❤️♥️♥️❤️❤️❤️❤️❤️💖💖🙏
@busisiwenzinza8856
@busisiwenzinza8856 4 месяца назад
Waze waba isilima ntombazane lomuntu wakho akasakufuni ushade nomunye umuntu futhi bashade enkantolo okusho ukuthi wena owakho umshado awukho kwakuthi nje angasathumeli Imali nyanga zonke kumanje ukuze akuthumelet imali kuzomele acele kulomfazi or antshontshe futhi wena kumele udle umbila nemifino i mean really inqgondo yakho iyasebenza lalelake cc soze uye egoli lomunye uzokwakhelwa umuzi egoli wena kumele ube semasimini cc wake up vuka emaqandeni phuma lapho umuhle usemncane uzomthola umuntu okuthandayo musa ukuba isilima ubuyaphi siyekhona
@NobuhleDlongolo-hx4hd
@NobuhleDlongolo-hx4hd 4 месяца назад
Waze wadlala ngomakhanya nkosyami isono phela lesi ukuthelwa ngenyongo bese omncane ashade enkantolo
@skhumbuzomdlalose6349
@skhumbuzomdlalose6349 4 месяца назад
Lomfana usithathaphi isibindi sokuzibiza ngendoda enza kanje.
@MonicaSayo
@MonicaSayo 3 месяца назад
Umthathelani umfazi wesibini Xa UNGA afodi wow ayasibhanxa kodwa amadoda hayi mna bendingazishiyeka ngoku
@motholizzy6551
@motholizzy6551 4 месяца назад
Lendoda ithathekile egoli ihlukumeza lengani yabantu esle emakhyaya gal funa umsebenzi usebenze noma kusema khishini ukwazi ukuba nemali yakho cc yondliwa ngombila uyinkukhu yini phakama gal uzibambele nawe
@princessnyawo1247
@princessnyawo1247 Месяц назад
Udakiwe lobaba usangene udlala ngabantu besifazane part 3 pls ❤
@CebisoMsindo
@CebisoMsindo 4 месяца назад
Hai bhuti awukho right uyamhlukumeza uMakhanya 😢😢😢 wena wonwabile umfazi nabantwana emakhaya uthini ngabo awukho right bhuti
@NomceboMagagula-p2b
@NomceboMagagula-p2b 4 месяца назад
Lendoda aymele ubudoda bayo ingalokhu ixhaphaza lomfazi osekhaya
@NomawisileMthembu
@NomawisileMthembu Месяц назад
Kanti wena Mama awunalo ikhaya ,wiii ayi uyabheda lowomthetho wesiZullu awubuye nop Part2,
@Supadiski5
@Supadiski5 4 месяца назад
usisi makagoduke ayiyo lena lomfo ingathi ngumntana ona12 uthetha ngento yoba kowabo ngumndeni omkhulu ha.a
@PhumzileShange-j6g
@PhumzileShange-j6g 4 месяца назад
😂😂😂😂😂😂😂uthi uyabumela ubudoda bakhelona enamanga udoti
@canisiakhanyisile2248
@canisiakhanyisile2248 4 месяца назад
Isthuphethu sendoda
@jabulilemncwabe759
@jabulilemncwabe759 4 дня назад
Kulunge kakhulu lomfazi akawushiye lomshado wuuu! Kuthiwa yena ungumfazi wasemakhaya uMaMolefe owasegoli 😢😢
@jabuliledlamini4648
@jabuliledlamini4648 4 месяца назад
Weeeeeeee undendende ukufa kwekati ayikho le Mamlife this Mamlife that basazokuphekisa we mama buka🤞🤞
@selinaradebe8319
@selinaradebe8319 4 месяца назад
Yizwa nje kuzomele bajwayelane Ngenkani...and u wife no 2 huyena Omele athathe isinqumo ngokuza Kuka wife no 1 kahlekahle kushintshwe izihlalo lana
@CeliweChonco
@CeliweChonco 4 месяца назад
No lo cc ulunge kakhulu. Ngath khona abamenza khona ngeke
@gugumlaba6162
@gugumlaba6162 4 месяца назад
Wezodla ummbila umkakho usangene wena kusatshalwa yini eskhathini samanje mxm
@CeliweChonco
@CeliweChonco 4 месяца назад
Weee abedlali abesuthu🤣. Usele nje cc vuma. Ulunge kakhulu kodwa nawe bo ay
@SmangeleSbiya-po2tv
@SmangeleSbiya-po2tv 2 месяца назад
Mxxxxxm weee kanti min ngeke ngigane wuuu ngek ngiwamel lamasimbaaa
@user-ye1ej3bt7f
@user-ye1ej3bt7f 4 месяца назад
Ayibadla lendoda ayinalo inqiniso nje ubehlukumezeka usisi kusho ukuthi akanandaba naye udlala ngaye nje akanalo inqiniso badla
@THULANIJabulani-g4n
@THULANIJabulani-g4n 4 месяца назад
My brother uhlukumenza umuntu besifazane akakhuli kahle usafuna ukudodisa ukhakhayi okaqini uqale into engaphezukwamandla akho
@HlengiweNxele2411
@HlengiweNxele2411 Месяц назад
Ai akaze ngiyibone ke indoda eyisidididi kanje umfazi wake wondlliwa ngemifino namathanga bese kthiwa abasekhaya bazokondlela ngeke bakulahle hawuuuuuu akaze ngiyizwe ntenje
@KonkeMhlanga
@KonkeMhlanga 4 месяца назад
Nono o bhuti ukhohlakele nkosi yami uhlukumeza imfazi hawuuuuuu ibolile
@Goi-l5x
@Goi-l5x 3 месяца назад
This guy wants the wife at home to make a plan, even for feeding his kids, while he takes good care of his new family in the city!! Yoh. May this level of bekezeling pass me😢😮
@NomasontoMthiyane
@NomasontoMthiyane 4 месяца назад
Kahle kahle wawumlethela ukuzomenza umkhovu kini cz cha awnandaba nje
@nomvulakhoza3056
@nomvulakhoza3056 4 месяца назад
Buyela ekhaya cc aykho lento phuma cc phuma baleka inja le awunandoda uzihlalele😢😢
@BonganiMakhoba-t1w
@BonganiMakhoba-t1w 4 месяца назад
Mmmmm kukhulu okuzayo ngalendoda cc wena 🏃🏃🏃ngenyawo zombili ayikho into oyihlalele kulomshado ubuswa idliso lamamncane
@NompumeleloNgidi-t9l
@NompumeleloNgidi-t9l 4 месяца назад
We silima sendoda uqhamuka usuyobhalwa ungazange uthi ethi mngani bhasobha khona loku akujahile umaMlife wena ungaphila ngezitshalo zodwA ungayidli inyama wena udla inyama egoli unuka iziprayi wena😢😢
@PhindileKhumalo-mb5wr
@PhindileKhumalo-mb5wr 4 месяца назад
Nonsense weSgwili
@mhlangamusa2758
@mhlangamusa2758 4 месяца назад
Nice questions you pose to Mr . THERE PEARL
@thembathemba-v1c
@thembathemba-v1c 4 месяца назад
bafo u wrong kau uphilisa umfazi ngenye indlela baba u god yabafazi ngalomthetho wesizulu ongasafuneki plz asicabangeleni ingane devol ishere taking our children ngezinto ezinje plz bafetho siyacela zulu sotho hxosa pedi bonke wonke lomhlobo holla
@simonpetros7578
@simonpetros7578 4 месяца назад
Ukayi umndeni walo sis ,losisi uthule kakhulu bantfu besifazane ngatsi kubalulekile kutsi sifundze kutimela xem. Losisi lo ucakekile
@vikindukumnculwane9991
@vikindukumnculwane9991 4 месяца назад
Uhlulwa ukondla unkosikazi oyedwa uthatha owesibili. Kawucabangi kahle Phakathwayo uyadlala
@nomthandazomazibuko2762
@nomthandazomazibuko2762 4 месяца назад
Baba wami wayenza njengawe nje buti wahamba wabuya seshonile nanamhlanje samshwelezela emadlozini ngephutha lakhe edonswa abafazi ngekhala bemdlisile
@Xoliemarwanqana-eo7nv
@Xoliemarwanqana-eo7nv 4 месяца назад
Mmmmm hai bandla lo cc engabe akaphumi ngani kule nkinga
@sihlenkomo1267
@sihlenkomo1267 4 месяца назад
Awuyona indoda wena
@lastborn6874
@lastborn6874 4 месяца назад
Angfun ukuqamba amanga, iyangcasula lendoda, idlala ngalocc wabantu.
@TlalaneNakin
@TlalaneNakin Месяц назад
Uyadelela lomSotho was ekhaya kufanele kucelwe kuye kodwa ngumfazi omncane hai ngekhe isthembu
@BongephiweMkhwanazi-tw3xz
@BongephiweMkhwanazi-tw3xz 4 месяца назад
Kwaze kwabuhlungu Ndodana ukuzwa ukuthi ushade ngokubhala ungalobolile akekho umuntu wesifazane uthanda ukuganwa engakhishelwana lutho usizithengele ibhokisi uphila ngaleso sitifiketi somshado uNkosikazi ose Goli usakunonophalisa zavuthwa izinto zakhe kuphelile ngawe
@priscillancube5773
@priscillancube5773 4 месяца назад
Usile plus uyadelela lobhuti uhlulwa yikondla usisaphi isthembu waze waba nomoya ophansi umamkhuku ngeke alunge kulosegoli uzwakala eluhlaza
@HappyMkhonta
@HappyMkhonta 4 месяца назад
Egoli kwandonga ziyaduma.uyobuya naloku gcokile kuphela emtimbeni uyomkhumbula lomfati lodlala ngaye emakhaya .sebakucuthile legoli lakho🤞
@unesugasa495
@unesugasa495 3 месяца назад
Lobhuti ngaty akasamthandi umkakhe usegxile kakhulu kulokeGoli
@BonisiweGumbi-ti6kb
@BonisiweGumbi-ti6kb Месяц назад
Losgwili khubazekile enqondweni umuntu manje la osemqoka yilo mam leaf tsheleni lombhengu usedle umuthi womaleaf dlala ngengane yabantu
@NtombiMancane-kl8gp
@NtombiMancane-kl8gp Месяц назад
Kodws lendaba ayidingi umuntu olunge kanje lobhut akandoda yalutho ngaze nganyanya😢😢
@BongephiweMkhwanazi-tw3xz
@BongephiweMkhwanazi-tw3xz 4 месяца назад
Akaphilile nalo cc udinga usizo nje ngaphandle kokuhlushwa abasemzini
@mantoamakhalema7801
@mantoamakhalema7801 3 месяца назад
Ikhaya lodoti ongamondli uyabheda lomfana usile Kabi
@ThuleMkhize-dy8fq
@ThuleMkhize-dy8fq 4 месяца назад
There's nothing to explain la , lendoda udakiwe stryt , aksiyo indoda le ivaka
@jabunkosi451
@jabunkosi451 4 месяца назад
Hawuu cc hambekhaya umaMolefe sekuwuye othandwayo bhuti uyagula sick
@NtetheMiya
@NtetheMiya 4 месяца назад
Lobhuti 😢😢😢
@SenelisoSebele
@SenelisoSebele 4 месяца назад
Ikhona into abakwenze yona mjida egoli awum deserve lomfazi osekhaya..khulula ingane yabantu ihambe
@KMMthembu
@KMMthembu 4 месяца назад
Usuwamlobola yini lomamncane noma ukhuluma nje ngoba senikipitile haybo khuzani bo
@nomvulakhoza3056
@nomvulakhoza3056 4 месяца назад
Sphukuphuku senja yendoda wamfihla unkoskaz wakho kumamlefe njandn uyinja mgodoy wendoda
@zeeelove9259
@zeeelove9259 4 месяца назад
Omunye ahlale egoli nendoda omunye ahlale nomndeni bamhlukumeze rhaaa seis asile Amazulu ngekhe
@simonpetros7578
@simonpetros7578 4 месяца назад
Lendoda isishade lo omncane kodvwa hawu mara cc umuhle kangaka yini mara ngawe yr Jereva
@SBONGILERADEBE-ux8ij
@SBONGILERADEBE-ux8ij 3 месяца назад
Akundoda Lena bakwethu yondlelwa umfazi bakhohlwe ukumdlela abafowabo ngoba uyadidiza lo
@Bhekizwane-vw3sm
@Bhekizwane-vw3sm 4 месяца назад
This is not a man but it somebody who is a male
@minimotivations448
@minimotivations448 22 дня назад
Mamdala bhasobha wafa yintombi yomsuthu u3step wamagundwane ukumele
@zandiledube9235
@zandiledube9235 4 месяца назад
Weee ayi ke ganani booo ngingamane ngihlale nginga ganile kudlalwa ngathi bantu besifazane booo 😢
@ntombienhlemahlaba8368
@ntombienhlemahlaba8368 4 месяца назад
Ayikho lento nje!!!!
@fikilemthembu5823
@fikilemthembu5823 4 месяца назад
Asizihlalele mft ayikho lento 😂😂😂
@YoliswaNdotshanga
@YoliswaNdotshanga 4 месяца назад
Lomfazi umkhulu ulungile kakhulu so lendoda ithaitha iadvantage
@CeliweChonco
@CeliweChonco 4 месяца назад
Ngathi khona abamfake khona lo mama akekho umunt olunge kanje
@NonhlanhlaDlamini-y8d
@NonhlanhlaDlamini-y8d 4 месяца назад
Lomfana akaphilile ekhanda,akuyona indoda le ,ganani asinamona
@ManazaMabaso
@ManazaMabaso 4 месяца назад
Amy Mina ngachitho gayiwe never
@NtobekoMthiyane-wr7hd
@NtobekoMthiyane-wr7hd 2 месяца назад
Kahle kahle uyena ekmele ngabe ushaya umthetho lo wase makhaya ngoba uyena u ndlunkulu phela manje sekphenduka engath uyena omdala
@sebenzilembele3310
@sebenzilembele3310 4 месяца назад
Wena ubanjwe ngobhongwane eGoli, uthi uNkosikazi wakho uzodla imifino wena udla inyama egoli, phuma ekhaya elikhulu yenza umuzi wakho sondeza unkosikazi wakho eduze kwakho
@JohnZwide
@JohnZwide 4 месяца назад
wena ushadiselwe ukuthi if ufa lo osekhaya angatholi lutho
@nosiphonothando8095
@nosiphonothando8095 4 месяца назад
UMakhanya muhle uzothile, ulunge kakhulu ayimfanele lempilo
@siphumelelekhulemkhize9689
@siphumelelekhulemkhize9689 4 месяца назад
Nx!!! ngaze nganyanya.
@palesamkhize642
@palesamkhize642 Месяц назад
Serious uyanyanyisa
@MaletyNgcawuzele-bk4ju
@MaletyNgcawuzele-bk4ju 4 месяца назад
Sele ezocela kumama omncane ngk yo cc ayikho le uyihlelele apho kulomzi
@ntombyShakes
@ntombyShakes 4 месяца назад
Haibo webhuty unyaka wonke uzubenohalf?shukuthy awusabuyi wena ekhaya.maephethe litswayi enze njani yena locc osemakhaya?sanudlala ngengane zethu webafana wudoty wodwa Lona cc shiya phantsi ungazenzi isgqila somunye umuzy unekhaya
@ntombizethumiya5866
@ntombizethumiya5866 4 месяца назад
Ngizwelana nawe cc bakithi kwaze kwabuhlungu yeyi kunzima kwamhlaba bandla
@selinaradebe8319
@selinaradebe8319 4 месяца назад
Yazi lobhuti unamanga coz U wife no2 bekumele azi ukuthi Kuno wife no 2 akanalo iqiniso At all..I don't know much about Isithembu but uma uthatha isithembu kani akumele yini ucele Ku wife no 1...if bekuyimi mina bengizomshiya phansi umuntu ongakwazi ukungihlonipha
@SphamandlaNsibande
@SphamandlaNsibande Месяц назад
Buyela ekhaya cc.
@InspirationalRoadCar-ze4xi
@InspirationalRoadCar-ze4xi 4 месяца назад
Nani bantu besfazane nihambe niqomba zonke iymbuzi lezi nizibize ngamadoda. Yini yona le isiyoyo somfana, umfana lona akyona ndoda le
@ntokozongubo3055
@ntokozongubo3055 4 месяца назад
Izwa ngicelile kuyena weeeee
@PhillipMadonsela-c9v
@PhillipMadonsela-c9v Месяц назад
Uyahlanya lomfana aibo ade angondli ingane zakhe😭😭😭💔💔💔💔💔
@ThembeniAletta-cw8vo
@ThembeniAletta-cw8vo 4 месяца назад
Ukuphi ubundoda ubumele wendoda ndini uyazizwa uthini awondli kodwa uzibiza ngendoda kahle kunginyanyisa wena uyisibonelo esibi kwabanye
@SmangeleMalinga-v4c
@SmangeleMalinga-v4c 4 месяца назад
Mxm akashiye phansi lo cc lomshado wakhe awukho nje kudlaliwe ngaye
@IsiphileMatya
@IsiphileMatya 4 месяца назад
Khaya elikhulu lokunya
@Sindisiwemthethwa-he4ge
@Sindisiwemthethwa-he4ge 4 месяца назад
Mxm umbhedo uth kuliywe ukhona munt osalima khona izidingo zeyngane zona shut abagqok🙄
@thulynkabinde1563
@thulynkabinde1563 4 месяца назад
Phuma cc ungavumi isithembu sendlala
@zakhelendulini3835
@zakhelendulini3835 4 месяца назад
Lobhuti akaphume umuzi wakhe nabafazi bakhe ayeke ukulokhu ethi umuzi omkhulu behlukumezeka
Далее
I-MANAGER  YAKWA SHOPRITE INGIHLUKUMEZA NGOKOCASI
24:38
UMGWAZELWA EP 03
30:19
Просмотров 49 тыс.