Losisi akazisoli, the way ahleka ngakhona😢😢 Ingane yomfazi le elele phansi💔💔 If bekuwubhuti wakhe onjena manje ngenxa yokudliswa ubezophatheka kanjani? Akasalali nalelendoda yakhe😢 Our gender, this is so wrong in all levels
I understand your situation obukuyona but owakwenza kubi cc. Nami ngacishe ngafa ngenxa yedliso ngadliswa 2 times ngabantu abehlukene but ngaluthola usizo. Ngicela uthenge Amafutha engwenya asebhodleleni elincane aphuze lamafutha akhona Uma esephelile then ahlephule kancane kulelinoni Kanye ngosuku for two weeks. Uzoba ryt cc
Eyi kwaze kwanzima emhlabeni losisi lo akakuboni okubi akwenze enganeni yomunye mfazi and uyahleka, uzoku shaya uNkulunkulu sisi akwenziwa kanje kusemhlabeni la, siza lo bhuti before it's too late ngoba igazi lakhe liyobuzwa kuwe😢
Yiyo-ke inkinga yesidliso ngoba sibangelana isidina futhi siyisichitho. Cc thola amafutha engwenya umfakele ekudleni kwakhe sizophuma ngaphansi. Mara the way ukhuluma ngakhona cc ngathi lento iyakujabulisa.
Yooo lo sesi u heartless kulobhuti ....umdlisile maqede akasafuni yena soyajola .....ubhuti webantu uyagula manje .lo sisi ungusathane kahle kahle .uyahleka kungathi yinto enhle lena.😮
Koda ucc urong mayethi akasamfuni ekben esemenze kanje..nakho nje ukth umshiye embhedeni uyagula uzosineka la axoxe lento mina ngabe nghleli naye mangphuma ngphuma ngoba ngyofuna usizo lwangempela ukth aphole, haw cc cha ngiyakujaja mina
Kanti usisi wayefunani waba iscefe manje??????hamba ke uyomkhipha phela ngoba seku feba wena manje izono enozithetha phambi kwezilu ngezinto enizenzayo
lo sisi makahlale kakuhle kuba andimazi ngku into ayileleleyo pha ecaleni kwalobaba wasemsakazweni ngoba yingxaki le bafuna ukuyenza "phakama sisi apho"