Тёмный

S01E02: Dr Skhukhula: Isigubhu esisebenza ngama spe*ms nesigubhu segazi esigadla emndenini 

KZN PODCAST
Подписаться 11 тыс.
Просмотров 54 тыс.
50% 1

Опубликовано:

 

31 окт 2022

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 160   
@KZNPODCAST
@KZNPODCAST Год назад
Guys! Sicela ufike lapha u press a like button! Kumahhala uphinde usishiyele a comment if unombuzo noma ukuphawula noma izincomo.
@mashandu4921
@mashandu4921 Год назад
Hai, sicela part one walendaba
@shobalenkonkoniamakhosimkhathi
@shobalenkonkoniamakhosimkhathi 10 месяцев назад
Sawubona cc Umkhulu shobalenkonkoni Newcastle ngicela number ozisebenzisa for podcasts bookings
@shobalenkonkoniamakhosimkhathi
@shobalenkonkoniamakhosimkhathi 10 месяцев назад
Sawubona cc ngicela number ozisebenzisa for podcasts bookings
@menzichamane2187
@menzichamane2187 Год назад
Inyanga yangempela le. Uyibona ngokuphatha upopopo we phone. Ayinandaba na social media. Abantu bazi umsebenzi wayo
@Qiniso89
@Qiniso89 Год назад
Smakade kodwa......😂😂
@sibusisomosieleng3193
@sibusisomosieleng3193 Год назад
True original one
@briansbonelo3484
@briansbonelo3484 Год назад
Vele izinto zangempela uzithola ezindaweni ezinganakekile hhay ebukhazikhazin yena uneqiniso
@sibonisocharles5369
@sibonisocharles5369 Год назад
😂😂😂😂
@Qiniso89
@Qiniso89 Год назад
AKEKHO UMUNTU OPHOQIWE NGEMPILO YAKHE, UMUNTU NOMUNTU UYENA OWAZI USIZI LWAKHE NOKUTHI KUMELE ASIZAKALE KANJANI KUPHUMA KUYE, SIYABONGA SIYABONGA SIYABONGA (AFRICAN UNTOLD STORIES)
@thabangkhabanyane2623
@thabangkhabanyane2623 Год назад
Uyinyanga kodwa noma ungadumile nje uyabonakala phambili
@_nkomo6034
@_nkomo6034 Год назад
You are a good interviewer my ccstar.. But try not to interrupt umkhulu Uma ekhuluma.. Ungajahi...
@marabunya
@marabunya Год назад
This madala is believable because of his general apperance and his conduct, his experience is talking. Its hard to believe those other cheeseboys who wear Gucci and Fabiani who are all over RU-vid, telling people they can make them rich.
@KZNPODCAST
@KZNPODCAST Год назад
Asithokoze🙏🙏🙏😀
@feziwewenantu3918
@feziwewenantu3918 Год назад
Uqinsile lapho ubukeka eyazi lento ayshoyo
@mkradebe2406
@mkradebe2406 Год назад
I agree..the way he answers questions gives me confidence that he knows his story.i can't detect any made up stories here
@sibusisorich2208
@sibusisorich2208 Год назад
I real trust and believe old people like mkhulu
@nkululekkcibane4366
@nkululekkcibane4366 Год назад
awu mkhulu wafana kangaka no sbonelo wozalo
@saragora3331
@saragora3331 8 месяцев назад
Kuthiwa lomkhulu sezambulala izigubhu zakhe.
@senzomkhumbuzi-kb4iy
@senzomkhumbuzi-kb4iy Год назад
Uma ufonela lenumber kuthiwa ushonile lobaba
@85339
@85339 4 месяца назад
Eyi washona umkhulu.. yooo sasala egcekeni 😭😭😭😭😭
@nathinkosi3961
@nathinkosi3961 Год назад
Dankie for the content, but ngicela ukuthi umdedele akhulume / aphendule uMkhulu, ungamngeni emlonyeni,. Otherwise imibuzo yakho i right. Ngiyabonga.
@sunny-beefilms7508
@sunny-beefilms7508 Год назад
Nam ngikhala ngalokho uyamxina amngene emlonyeni bese kuba isinyokotho akamlinde bese eyabuza njalo njalo
@mandlambenyana2312
@mandlambenyana2312 Год назад
I love this channel ❤️ You guys bring the best/original traditional healers 💯❤️
@nkosingiphilehlongwane502
@nkosingiphilehlongwane502 Год назад
Lendoda uyezwa ikhuluma ngento eyaziyo enolwazi lwayo
@bongandabeni9606
@bongandabeni9606 Год назад
Bakhukhule Skhukhula, dokotela woDokotela😍😍😍😘😘😘
@thaboabaloyim460
@thaboabaloyim460 Год назад
' cela Inumber ka mkhulu pls👏
@isibanitv
@isibanitv Год назад
Kuningi ebesingakwazi singabantu abamnyama, namandla ezihlahla esihlezi sizibona
@VirgoMelaninQueen
@VirgoMelaninQueen Год назад
Great educational channel
@thaboabaloyim460
@thaboabaloyim460 Год назад
Nice content pls go back to umkhulu n talk again about this iighubu zakhe, ngifuna ukwazi ukuthi lesi sghubu sa ma-sperms Mase sivukile after 2-3years siyodlani... Excuse my Zulu
@isaacntonga2854
@isaacntonga2854 Год назад
Haa ngajabula sene channel mkhulu avemethemba nkosi
@J1991-u6t
@J1991-u6t Год назад
Siyabonga uhlelo oluhle
@fanelesbongeemnene3946
@fanelesbongeemnene3946 Год назад
Inunu ngampela leyanto leya #that statement kills me
@lindobiyela8466
@lindobiyela8466 Год назад
Syabonga cc 🙏💯
@Nkosekhaya
@Nkosekhaya Год назад
Respect inyanga zakwa Mhlaba Walingana
@ayandashadows7851
@ayandashadows7851 Год назад
😀👏🐆🐅 Skhukhula
@sibonisocharles5369
@sibonisocharles5369 Год назад
Siyabonga dokotela nawe dadewethu sicela more adds
@nokuthulamthethwa9889
@nokuthulamthethwa9889 Год назад
Yz bengilode ngimfuma mkhulu skhukhula azingeni zinamba ngcela namba ngamthola kuyo kyaphuthuma
@isaacntonga2854
@isaacntonga2854 Год назад
Ndabonga ngokubona le channel sokwazi nabane sacela kuthi ama comments wethu uwalandelele kakhulu Sisiwami cela umkhulu next time akhulume ngabantu abasemajele sebegwetshiwe ubasizanjani, nabasezitokisini esaxoxa icala ne price zakhe ne guarantee yento
@sibusisophakathi9747
@sibusisophakathi9747 Год назад
Syabonga Ngcolosi ngolwazi
@user-cs3qy5we4t
@user-cs3qy5we4t 5 месяцев назад
Kodwa leliKhehla lihambe emhlabeni liselincane Yazi unkulunkulu akanakuthi wazikangakanani uyafa nje kwaphela yey ukufa
@NosiphoMthalane-dk4ns
@NosiphoMthalane-dk4ns 3 месяца назад
Wasishiya nin emhlabeni?!
@robinmolefe2776
@robinmolefe2776 Год назад
Ngiyamthanda umkhulu
@user-cs3qy5we4t
@user-cs3qy5we4t 5 месяцев назад
Izintambo zisele kuMqhele manje ikhehla selidlulile emhlabeni
@nhlakaniphodlamini4501
@nhlakaniphodlamini4501 Год назад
Ey izwakala ithembekile lendoda ngoba baningi oshaya eJozini ey. kufuna engathi ungafike ubuze abantu bakhona ukuthi oyena muphi owazi umsebenzi ngoba laboshaya basabisa ngokuthi bangabakwa Mhlaba uyalingana. ikhehla leli lona kodwa ngiyalithemba.
@siphiwemazibuko9803
@siphiwemazibuko9803 Год назад
Ngiyabonga uqinisile ngiyavuma lapho basic basicedile
@kankunzimalanga2318
@kankunzimalanga2318 Год назад
🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣 oshaya bagcwele yonkinto sekuyinhlanhla ukusizakala manje
@thabaninyawo-hv5ge
@thabaninyawo-hv5ge Год назад
Aw kahleni madoda
@user-fr3bo3uy6n
@user-fr3bo3uy6n Год назад
ubuye umphazamiseke kdwa umkhulu sbuye slalele wenake usuchazela umkhulu ngesgubhusakhe ay
@LeonardDhlamini
@LeonardDhlamini Год назад
leyo yona iyabhora!!!!! Usisi kumele afunde ukubuza umbuzo mese ethula ayeke uMkhulu achaze ngezgubhu zakhe......
@thulanixali4054
@thulanixali4054 Год назад
Nyoka zodlala ezo
@TAYWRLDacoustic
@TAYWRLDacoustic Год назад
lezinto ziningi ande ziya confuzana regh ...so there is no pure money rich skeem anywhere its all about doing some rituals?
@khulekani.ezondo9690
@khulekani.ezondo9690 Год назад
Umkhulu engathi uphunyukile wakhipha imfihlo enkulu kakhulu
@KZNPODCAST
@KZNPODCAST Год назад
Hhhayibo! Yiphi?😀
@mashandu4921
@mashandu4921 Год назад
@@KZNPODCAST simthola kanjan? Cell number yakhe esizo booka kuyo. Also you promised to post part 1 of this conversation
@khulekani.ezondo9690
@khulekani.ezondo9690 Год назад
@@KZNPODCAST lena yokuthi shaya usibanibani womndeni. Haaaaaaa imfihlo engaka
@godfreymalik42gift54
@godfreymalik42gift54 Год назад
Lezi mkhulu hay zimbi awuzenzi ezincono kunalezi
@mpiloninsibande5254
@mpiloninsibande5254 Год назад
So amasperms mawumuntu weslisa ushaya indlwabu uwathole owesmame yena or nabo baneyabo ?
@isaacntonga2854
@isaacntonga2854 Год назад
Cela niyibhale lakwi screen numbers Zika Dokotela ngamunye manikuye please
@KZNPODCAST
@KZNPODCAST Год назад
Kuyezwakala
@nmpeswa7077
@nmpeswa7077 Год назад
Nearest place to his home
@thabaninyawo-hv5ge
@thabaninyawo-hv5ge Год назад
Really
@sabelomngoma6659
@sabelomngoma6659 Год назад
ey only god knw mpilinzima
@teachersikhumbuzomoyo5419
@teachersikhumbuzomoyo5419 Год назад
Nje
@luzukoluzuko5747
@luzukoluzuko5747 Год назад
Number please yinkunzi le
@siphiwemazibuko9803
@siphiwemazibuko9803 Год назад
Izigebengu izinyanga zakwamhlabauyalingana and ziyadura futhi usuke wanenhlanhla mawusizakele futhi lezizeyigubhu
@sbhakadasekhanda9522
@sbhakadasekhanda9522 Год назад
Buza kimi mfwe² lendoda ngibuya kuyo
@Iskhalanga365
@Iskhalanga365 Год назад
@@sbhakadasekhanda9522 wasizakala?
@siphiwemazibuko9803
@siphiwemazibuko9803 Год назад
@@sbhakadasekhanda9522 wasizakala na
@sbhakadasekhanda9522
@sbhakadasekhanda9522 Год назад
Ukbhubha nganginecala elibi kakhulu walishaya
@nkosingiphilehlongwane502
@nkosingiphilehlongwane502 Год назад
Ngicela ukubuza ukuthi lenyoka njengoba ihlala emifuleni ayibona yini ubungozi kubantu ababhukudayo?
@Qiniso89
@Qiniso89 Год назад
Lutho Nkosi lutho nje akaze kwavela ingozi lapha nokuthi futhi ngeke ungene ngeke uqale nok'qala ukucabanga lokho, ngisho ungabuza umphakathi walendawo wonke uzokuqinisekisa lokho.
@nkosingiphilehlongwane502
@nkosingiphilehlongwane502 Год назад
@@Qiniso89 ngizwakahle mkhulu
@khanyasiimelane2735
@khanyasiimelane2735 Год назад
Number ka mkhulu please
@zimbinimadikwa3111
@zimbinimadikwa3111 Год назад
What happens if Mkhulu dies?
@siyabongachiliza9642
@siyabongachiliza9642 Год назад
I love this question😅
@user-cy1dn3pl8n
@user-cy1dn3pl8n Год назад
@@siyabongachiliza9642 me too
@qhubekanimpofu
@qhubekanimpofu Год назад
Sihle leso sigumbu
@KZNPODCAST
@KZNPODCAST Год назад
Thank you for watching
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Uthini uNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, amadlozi, izinyanga, nangamasiko? Deuteronomy 18:9-12,Mark 7:7-9,13.
@thornmtsetfwa1155
@thornmtsetfwa1155 Год назад
Ngicela ema upload abe a bit faster nkosiyami😅
@luyandajokolava1148
@luyandajokolava1148 Год назад
​@@vusimngomezulu2500 ubuza kubani☹
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
@@luyandajokolava1148 Kini nonke.
@luyandajokolava1148
@luyandajokolava1148 Год назад
@@vusimngomezulu2500 asina xesha lavobe we Bible thina zifundele wena susihoya thin
@siyabongazondi1021
@siyabongazondi1021 Год назад
Syacela nisifakele ne video ekhuluma ngesgubhu sokuqala
@KZNPODCAST
@KZNPODCAST Год назад
Next week Tues
@ntuthukobuthelezi9639
@ntuthukobuthelezi9639 Год назад
Syacela impela ayikho le esigubhu sokuqala
@ntuthukobuthelezi9639
@ntuthukobuthelezi9639 Год назад
@@KZNPODCAST ayikaveli video yokuqala yesigubhu samadlozi
@mashandu4921
@mashandu4921 Год назад
@@ntuthukobuthelezi9639 cabanga kubuhlungu kanjan ukuqala imdaba phakath!! Tuesday ngayenza nam follow up, dololo
@thaboabaloyim460
@thaboabaloyim460 Год назад
I m having a lil concern i have followed everyone who has interviewed umkhulu but no one asked him ukuthi lesi sghubu sa masperms sidlani like some zidla uju, mhlakuva olive oil etc, no kuthi lento Uma se ikhulile idlani yona, can we get him again on live... Or when u get a chance pls ask those question... I remember he said in one podcast that i can not mention due to respecting yours, that it can work up to 7years now wat happens after, iyavuselelwa? , if so ngani cz inzalo ayisekho?
@lebosehlako5045
@lebosehlako5045 Год назад
ama sperms
@tsepisomzalah6843
@tsepisomzalah6843 Год назад
Ubani losisi onesbindi kangaka?😂😂😇🔥🔥
@KZNPODCAST
@KZNPODCAST Год назад
Mkabayi😀
@ceriseproperty3661
@ceriseproperty3661 Год назад
😅😅😅😅nami ngfisa ukumazi
@tsepisomzalah6843
@tsepisomzalah6843 Год назад
😂 mkabayi or Nkalakatha?
@kankunzimalanga2318
@kankunzimalanga2318 Год назад
🤭
@mpofanamvuyisi5266
@mpofanamvuyisi5266 Год назад
🙄🙄
@siphoselby3725
@siphoselby3725 Год назад
Bathandi bezinto cha ningangizondi futhi ningangithandi bengisho nje nami umuntu uyena owazi utwayi lwakhe ukthi lumlumakanjani. Gibelani sinibuke nizishintshe kuhle kwamaphenti but Siyazibuza wasebenzaphi wawuholamalini,uphi ubani wakini noma Umntanakho usuhamba ngaleyo X6 yakho nevan yakwaMercedes nje usebenzenini imali engaka??
@sivuyilentsunguzi8698
@sivuyilentsunguzi8698 Год назад
😅😅🤣🤣
@siphoselby3725
@siphoselby3725 Год назад
Kuhle lokho Sjavaristo ungabinomona ubadonse nabanyebantu baphumelele.Ngyakuncoma wenzekahle Bafo.😃✌👏
@sbhakadasekhanda9522
@sbhakadasekhanda9522 Год назад
Iyagadla lendoda ike yangicishel'amalangabi kukubi
@ntuthukobuthelezi9639
@ntuthukobuthelezi9639 Год назад
Yakusiza kuphi mnewethu? Hleze nami ngisizakale
@sbhakadasekhanda9522
@sbhakadasekhanda9522 Год назад
@@ntuthukobuthelezi9639 nganginecala elibi walishaya
@ntuthukobuthelezi9639
@ntuthukobuthelezi9639 Год назад
@@sbhakadasekhanda9522 ngyabonga mfowam. Syabadinga abantu abasiqinisa idolo ngoba sesiphelile inyanga. Uma uyithemba lenkuzimakanga ay nami zoke ngiye ngyofuna okwenhlanhla mnewethu
@sbhakadasekhanda9522
@sbhakadasekhanda9522 Год назад
@@ntuthukobuthelezi9639 liyasetshenzwa icala laphayana JD ngo-6 ekseni kuze koshaya u² emini sidla umuthi
@ntuthukobuthelezi9639
@ntuthukobuthelezi9639 Год назад
@@sbhakadasekhanda9522 ay inkunzike le makunjalo. Ngifuna ukuya kuwulwesihlanu ake angipheke ngize ngibuye ngesonto. Ngifuna ukushelwa intombi zamafiga nama short hair 😍 😆 🤣 😂 😹
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Uthini uNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, amadlozi, izinyanga, nangamasiko? Deuteronomy 18:9-12,Mark 7:7-9,13.
@KZNPODCAST
@KZNPODCAST Год назад
Uthi we must practice our Africanism
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
@@KZNPODCAST Okay ngicela ungibonise loko ebhayibhelini.
@Qiniso89
@Qiniso89 Год назад
@@vusimngomezulu2500 ezethu impilo azikho kwibhayibheli futhi ngeke zivinjwe ibhayibheli, uma wena uryt lapho kabhayibheli hlala khona lapho thina abanye soyikhulumela kaNkulunkulu mhla simbona uma sizombona, ngoba nawe asazi kuthi uzombona na cela ufunde ibhayibheli lakho uyeke thini nemvelo kaNkulunkulu siyisebenzise ngendlela yethu, ngoba uNkulunkulu akabekanga abameli ukuthi basijaje.
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
@@Qiniso89 Kodwa Qiniso awuphenduli umbuzo wami, uthini UNkulunkulu umdali ngezangoma, amadlozi, izinyanga, nangamasiko?
@Qiniso89
@Qiniso89 Год назад
@@vusimngomezulu2500 akekho umuntu oke ambuze ukuphendula lakho ukuthi asazi akakafiki ukuzokhuluma lokho
@khayaletusikali5126
@khayaletusikali5126 Год назад
Sicela ukhe uphinde umbuyise umkhulu, asichazele ngezinye izinto azenzayo ezingezona iziguphu, ezinye indlela asebenza ngazo ezinamandla zebusiness nokuqinisa umntu.
@KZNPODCAST
@KZNPODCAST Год назад
Next week Tues
@sphazulu9068
@sphazulu9068 Год назад
Ngisacela I number kamkhulu please
@zakhelevilakazi5005
@zakhelevilakazi5005 Год назад
Bakhukhule skhukhula ngisho ujuxu mina khuphuka dokotela wam
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Uthini uNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, amadlozi, izinyanga, nangamasiko? Deuteronomy 18:9-12,Mark 7:7-9,13.
@nhlakaniphokhambule7016
@nhlakaniphokhambule7016 Год назад
@@vusimngomezulu2500 awkahle iscefe wena phuma kuleli page uyoshumayela esontwena msunukanyoko
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
@@nhlakaniphokhambule7016 Yini e wrong kulokhu okushiwo yibhayibheli? and ubani okufundise inhlamba we Khambule? Please ngiphendule.
@nhlakaniphokhambule7016
@nhlakaniphokhambule7016 Год назад
@@vusimngomezulu2500 ubanga iscefe wena silima ayikho enye indawo ongahamba ushumayela kuyo unescefe wema fokof msunukanyoko
@nhlakaniphokhambule7016
@nhlakaniphokhambule7016 Год назад
@@vusimngomezulu2500 ungalibele ungbuza umsangano mina usebenzisana ne tool yama colonial eyaba nesandla kwi colonization ukuzosdakelwa la kunin ukhuzwa u busy nescefe
Далее