Тёмный

Sbalekile isoka lifuna ukusigwaza soxazulula obese zomlobola kanti ufihle izingane anazo 

King Zoso TV
Подписаться 233 тыс.
Просмотров 127 тыс.
50% 1

Опубликовано:

 

20 окт 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 1,9 тыс.   
@kingzosotv2965
@kingzosotv2965 6 дней назад
Syabonga kwababukile cela Like, Comment, Share Sms 052SATMA19 to 32436
@bathandwandongeni8764
@bathandwandongeni8764 6 дней назад
Pin this comment, khona bezobona mebevula ivideo
@thembinxele76
@thembinxele76 6 дней назад
Ay cc ngeskhat esekwazisa ngezakhe kwakumele nawe umtshele ngezakho
@feziwesintu5682
@feziwesintu5682 6 дней назад
Yhoo sisi yintoni ukufihla abantwana, bekumele wamxelela kudala umntu wakho ngabantwana, ubone ukuba uza kuthini, uxolo cc
@nomfunekobatala7920
@nomfunekobatala7920 6 дней назад
Yhoo hayi girl u 5 wonke noko wenze kakhulu ade umntu afikelele ekuboneni umntu onoba ngumfazi wakhe ungamxeleli inyani
@AlexJames-y4c
@AlexJames-y4c 6 дней назад
Kunzima ebafazini zoso uwe nzile umsebenzi wako
@gloriambesi8877
@gloriambesi8877 5 дней назад
I love your questions Presenter well done ❤
@PatrickMDlamini
@PatrickMDlamini 3 дня назад
❤❤❤
@dunamisyouthprojects
@dunamisyouthprojects 6 дней назад
Cela uhlale ungupresenter walapha bhuti, you are doing a great job 🎉
@NomfundoShezi-v8x
@NomfundoShezi-v8x 6 дней назад
Kahleni Bo ngoban ngoba nozoso uyenza nje Kaz ungathanda yin kthiwa uwena okanye ingane yakho 😢
@FezekaAreta
@FezekaAreta 6 дней назад
Ubuxoki ngoba uzoso uyasebenza
@ntombithusi3906
@ntombithusi3906 5 дней назад
Haaibo uZoso naye usebenza kahle
@Nzue_Mzala
@Nzue_Mzala 5 дней назад
😂😂😂😂😂I’m not laughing yazi
@penelopesindisiwe8019
@penelopesindisiwe8019 3 дня назад
Uyena ngco ozibhalele lokwi TV ningathuki ngan zam
@melusimabuza8814
@melusimabuza8814 5 дней назад
Well done to the new Presenter. You did very well my brother.
@NontobekoNontobeko-y1d
@NontobekoNontobeko-y1d 6 дней назад
Ay cc vele uyocela indawo enduneni wakhe uhlale phansi nengane zakho💃💃
@lungilegcwensa9273
@lungilegcwensa9273 6 дней назад
😂😂😂
@nonkululekosibeko3646
@nonkululekosibeko3646 6 дней назад
😂😂😂😂😂
@dudumwelase6636
@dudumwelase6636 6 дней назад
Ay ngempela kodwa 😮
@AndiswaNdebele-t3d
@AndiswaNdebele-t3d 6 дней назад
😂😂😂😂😂😂
@FlorenceNzama
@FlorenceNzama 6 дней назад
Okwangempela nje inxiwa kuwe.😭😭
@StickhouseSessions_SHS
@StickhouseSessions_SHS 6 дней назад
Aww cc ingane ayifihlwa ngisho eyodwa,bolkhuluma iqiniso ngoba liyokukhulula
@KokoNgcobo
@KokoNgcobo 6 дней назад
Lo presenter uhlakaniphile, unesisoka he is very good way way good, professional more than King Zoso. Kahle Kahle he is the best
@sithembilegumbi8022
@sithembilegumbi8022 6 дней назад
Nokukhula kuyayidlala indima,first time ngimbona and ngiythandile indlela asebenza ngayo.
@Sjadu71
@Sjadu71 6 дней назад
Inoba nguyena camera man lo maybe yena nguye osemva kwayo
@singelasmahle3973
@singelasmahle3973 5 дней назад
Up Melisizwe✊​@@Sjadu71
@tillykhokhotho2614
@tillykhokhotho2614 5 дней назад
Usemncane umfana bandla
@AsandaMlangeni-f8l
@AsandaMlangeni-f8l 5 дней назад
Mncane impela uZoso kodwa emsebenzini uywshaya
@siphidube9811
@siphidube9811 5 дней назад
This presenter is very professional and mature unlike king zoso❤ Sibonge
@buciemaphosa3954
@buciemaphosa3954 5 дней назад
😂😂😂
@doctorradebe1254
@doctorradebe1254 4 дня назад
U king zoso uyazbozela aloku ehleka nento engahlekisi
@KholwaniNapoleon-bk2uz
@KholwaniNapoleon-bk2uz 4 дня назад
Profesionel presenter siyabonga. Ngicabanga ukuthi nomfana omncane uzofunda kuwe
@VenyDube
@VenyDube 6 дней назад
Abantwana abafihlwa cc wenza iphutha elikhulu
@duduzilemlotshwa9282
@duduzilemlotshwa9282 5 дней назад
Ezine nokwenza wangikhumbuza umama wengane kabhudi wam owafihla abathathu ubhudi wezwa sekushone eyodwa😢
@lindokuhlechili3686
@lindokuhlechili3686 4 дня назад
Akulona iphutha , UBUNYOKA!!!
@SikholiweVokozela-x3k
@SikholiweVokozela-x3k 3 дня назад
5😂😂😂
@SboneloXulu-o5o
@SboneloXulu-o5o 5 дней назад
Xabhashe ❤❤ ngaze ngakthanda bafo .urong Lo cc kakhulu .Naze nathandana kodwa into ebhlungu kanje Xola Xulu mxolele akabulalanga umuntu❤
@Mxolisi-bd6sj
@Mxolisi-bd6sj 5 дней назад
Shuthi uzolobola ngenkome yodwa😂😂😂😂
@KhanyiNala
@KhanyiNala 5 дней назад
​@@Mxolisi-bd6sjnami ngisho njalo.useshibhile ucc ingane eyodwa 9 mazimbili 8 ma zintathu 7 ma zinine 6 ma zinhlanu 5 kusale 4 bese kuthi 3 owefenisha eyodwa ubhoko uqedile ugxabhashe😂😂😂😂
@nobuhlegule2751
@nobuhlegule2751 19 часов назад
Naye ucc wazala mawala kdw ukuba wathi zintathu uma ezwa indoda ithi inezuwu3
@CynthiaMthimunye
@CynthiaMthimunye 6 дней назад
Indoda uyitshela konke isafika ukuze Uma ingaphumeleli othandweni lenu ivesane iyeke kusesekuhle, futhi izingane eziwu 5 Pho 😢😢😢
@NondumisoMtetwa
@NondumisoMtetwa 6 дней назад
Zingini kakhulu ezikacc,, kodwa kwakumele emazise muntu
@PromiseMthethwa-nl1jn
@PromiseMthethwa-nl1jn 6 дней назад
Awu inkoso ungafihla imiphefumulo engaka😂😂
@dudumwelase6636
@dudumwelase6636 6 дней назад
🙆‍♀️🙆‍♀️🙆‍♀️🙆‍♀️🙆‍♀️😢
@FikileMagubane-d8d
@FikileMagubane-d8d 6 дней назад
Kwaze kwanzima nkosyam yey ngoba nkosyam mase zikhona nkosyam sokwenzenjan okubi ukufihla akahlale azi ehambe azi😢
@Sjadu71
@Sjadu71 6 дней назад
Cha mina noba sowunemali engakanani ngeze ngikuthathe unempama yonke cha plus nam mos ndizobe ndinabam cha bafazi nenza kakhulu
@AlexMotaung
@AlexMotaung 6 дней назад
Syabonga King zoso usebenzile kodwa ungabe usabuya incono lendoda kunawe wena ubuye uhluleke ukbeka isisoka uhleka ngisho kungafanele
@Sjadu71
@Sjadu71 6 дней назад
Uvele atatazele makahlale lapaya kwi camera yena atatazele kuyo hay ngendaba zama envelop nama voucher
@hlengssangweni1160
@hlengssangweni1160 5 дней назад
🤣🤣🤣🤣yakwaz esehleka okungahlekis kuyasho ukuthi usayingane yena
@SiyandaManu
@SiyandaManu 5 дней назад
🤣🤣🤣🤣
@noluthandozondo9613
@noluthandozondo9613 5 дней назад
N uthela salt eslondeni😂😂😂😂😂
@YamihleMageba
@YamihleMageba 5 дней назад
@@AlexMotaung Ai ngyamvuma nam lobhuti uright kulesi sihlalo uZoso uthanda impi kakhulu🤣
@DLAMINIPHILANI
@DLAMINIPHILANI 6 дней назад
40:20 THE GUY AT THE BACK DID SHOW SOME HUMANITY FOR COMFORTING THE LADY, I SALUTE YOU ON THAT ONE MY GEE🙏🔥🔥
@MphoNkolele
@MphoNkolele 5 дней назад
Thanks team You have done your best 🙏✅ Part 2 if possible
@thembinxele76
@thembinxele76 6 дней назад
We cc hlukana nokukhala nokungaz zokwenzenjan ngoba uyamthanda mukela kunjalo phindela kini awuxoshwanga uwena owazenzela iphutha wafihla intengaka😳😳
@NomvumeMbobo
@NomvumeMbobo 6 дней назад
Yakhela abantwana bakho ikhaya ukhohlwe ngumendo
@SifisoShange-cm5tk
@SifisoShange-cm5tk 6 дней назад
And kubo bazomamukela because they were her partners in crime ekufihleni lezimfihlo, and akakude eBamshela moss ne crew kaKing Zoso imgamphuthumisa ibuye kusakhanya nje ayeke kulokhu ethi akazi uzoyaphi ekhona umawakhe abebefihla naye izindaba.
@nomvulalangasiki3927
@nomvulalangasiki3927 6 дней назад
Shu kona Uma ungaganile usoloko ufisa ukugana...Mina xa zininzi kanje izingane zam ngamane nhihlale ngiphilele Zona...its quite big mixed family
@Zinhle-c1
@Zinhle-c1 6 дней назад
We oe mina iyodwa but angfune mshado cz my daughter comes 1st, mangithole umjolo o right nj finish umshado wani
@NanaMakhanya
@NanaMakhanya 5 дней назад
Ok​@@Zinhle-c1
@malebtop9720
@malebtop9720 5 дней назад
@nombulalangasiki3927 makunje ngihlala nengane zam ngithula ngithi duuu...yibona abazoba yindoda yam
@LilehOkuhlekuyeza-ds3vq
@LilehOkuhlekuyeza-ds3vq 4 дня назад
Kona uganani enengane eziningi kangaka
@thabofreddy1435
@thabofreddy1435 6 дней назад
Guys yr doing great work 👏 god bless you all 🙏
@phumulilesigudu6953
@phumulilesigudu6953 4 дня назад
Present is the best, King Zoso must learn a thing or 2. Professionalism and his speech 👌👌🫶
@NqabisaManatha
@NqabisaManatha 6 дней назад
Hayi cc ungamane ukhale nje wawuzifihlelani kwasekuqaleni ingane nazo im sho ziyalila nazo zililela ukufihlwa nguwe😊
@TFNTSHANGASE
@TFNTSHANGASE 5 дней назад
Ey niyazibona izimfihlo. Ubafihla kanjan abantu abaningi kangaka. Lo cc uselahlekelwe umuntu obemthanda ngalendlela😮 Iqiniso liyakhulula. Buyela ezinganeni zakho cc ziyakudinga okudlula indoda Phephisa baba uXulu akuselula ukumethemba umama kodw kuthiwa uthando lunqoba konke usengamxola❤
@matruh394
@matruh394 4 дня назад
Weh khohlwa mtakababa mina ukhona emndenini una6 asazi mhla kwafikabakhogi sothini mekuthiwa bayabuza🤔
@GugulethuMlotshwa-lo2rj
@GugulethuMlotshwa-lo2rj 4 дня назад
​@@matruh394😂😂😂😂😂
@zamazah-o9w
@zamazah-o9w 7 часов назад
😂😂😂😂😂yooh 5 Yonke kunzima I 2 kumfana xa ujola naye
@ntombifuthishezi5077
@ntombifuthishezi5077 6 дней назад
Eish kwaze kwabuhlungu phuma naw cc uyokwakhela izingane zakho ikhaya 💔💔💔🤭🤭🤭angeke nje esakwethemba nhlobo sidalo uXabhashe Ndoda Jiba awungakanani nasentendeni yesandla uyalingana xola bo 🙏🙏🙏
@ThullyM0
@ThullyM0 5 дней назад
Ngiyakuvuma🎉🎉 presented wow you are professionals ❤❤❤
@nosiphonelisiwe
@nosiphonelisiwe 6 дней назад
Khohlwa ukuganga khohlwa hamba uyokhwakhela izingane zakho uhlale phansi. Ubani wathi uma ungaganile uyafa. Hawu 8 pho uzulu ephelele lowo.
@mtombfuthndamase8653
@mtombfuthndamase8653 6 дней назад
😂😂😂😂😂 uthe 5
@TSK-i6w
@TSK-i6w 6 дней назад
😂😂😂😂suyibaxa
@NomondeMdingi-e9u
@NomondeMdingi-e9u 6 дней назад
Ngivumelana nawe oe akakheli zingane zakhe ucc ahlale phansi❤
@dunamisyouthprojects
@dunamisyouthprojects 6 дней назад
😂
@dudumwelase6636
@dudumwelase6636 6 дней назад
​@@TSK-i6w😅😅😅😅
@buhlemadlala3912
@buhlemadlala3912 6 дней назад
Best presenter🎉
@mthokozisimad7528
@mthokozisimad7528 5 дней назад
And i wish ngabe ba qhubek baba ngo Annonymous yazin
@NomusaHappinessMthembu
@NomusaHappinessMthembu 6 дней назад
Yaze yabuhlungu into, kodwa cc awenzanga kahle,azifihlwa izingane
@Elizabertmthombeni-f4g
@Elizabertmthombeni-f4g 6 дней назад
kubuhlungu kakhulu kunzima eish naye sekangaze afihle izingane 5 yonke pho asithembe mhlawumbe uzomcolela lobaba
@NomusaHappinessMthembu
@NomusaHappinessMthembu 6 дней назад
@@Elizabertmthombeni-f4g asthembe cc ngoba asikho isono esingaxolelwa
@mathafenincube4422
@mathafenincube4422 6 дней назад
Umuntu umtshela iqiniso zisuka azkhethele yen 🤷
@dudumwelase6636
@dudumwelase6636 6 дней назад
​@@mathafenincube4422true
@AndreasZwane
@AndreasZwane 6 дней назад
Plus wacheater locc ingane ka2011 n 2014 kodwa bathandana 2009
@bhekichristopher6172
@bhekichristopher6172 5 дней назад
Good presenter umdlula kakhulu uzoso Akame kancane
@Vusoh
@Vusoh 6 дней назад
Abafazi bancama igazi labo ngesimanga samadoda weeeeee kwaze kwa Rough
@KennethIkeneme
@KennethIkeneme 6 дней назад
😂😂😂😂😂😂
@phindilezondo2887
@phindilezondo2887 6 дней назад
Ukungasi nje 🤣🤣🤣🤣
@thandothuthani4676
@thandothuthani4676 6 дней назад
cabanga nje 5 yonke yezingane yena ukhethindoda mmmm kunzima bantubesifazane anicabangi njekahle
@nonkululekosibeko3646
@nonkululekosibeko3646 6 дней назад
And kukewamshada nje uluntu onjena, uhlale wazi ukuthi mhla washona or nahlukana, nezakho izingane uyozifihla phambili
@phumlamazibuko3003
@phumlamazibuko3003 6 дней назад
Uma lonunezingane ezingu 5 kusukela 2000, 2004, 2008, 2011 and 2014 kodwa bazwane nobhuti ngo 2009. Ngabe uzale izingane esakubudlelwane nobhuti? Angiyizwa kahle. Kodwa uzifihle kanjani?
@christinenxumalo6082
@christinenxumalo6082 6 часов назад
A very good presenter than Zoso himself ndoda emadodeni ubonise isisoka futhi siyafisa nje ngabalandeli kungahlala ku presenter lubhuti ngoba uyakwazi ukuyigoqa indaba ayibeke kahle Zoso don't come to present this guy is the best im sure you learning as well wena bamba icamera kuphela.🎉❤
@nonhlanhlambalizeemthembu3879
@nonhlanhlambalizeemthembu3879 6 дней назад
Ungafihla 5 wabantu ubhedile shame angifuni nje ukungasho izinto enizenzayo kodwa 😢
@hlengiwekunene739
@hlengiwekunene739 6 дней назад
Kufanele lomama akhohlwe umendo makabhekane nezingane zakhe
@BusiDube-ju7ne
@BusiDube-ju7ne 6 дней назад
Eish kunzima shuwa 😢
@KennethIkeneme
@KennethIkeneme 6 дней назад
​@@hlengiwekunene739 kikiki Vel kakhohlwe ngomendo shm
@NokwandaQwane
@NokwandaQwane 6 дней назад
Ncese cc ufunde kabi isifundo nakubani
@EuniceZenani-gf1vl
@EuniceZenani-gf1vl 6 дней назад
Hai uyakwaz ufihla dadewetu haibooo😢waze wanesbindi yhinii aubatandi abantwana bako
@nokubongajuno5232
@nokubongajuno5232 2 дня назад
Mmm kodwa Xulu noma lishisa cela umxolele yazi indlela engithandana ngayo yinhle.. Asithembe yowushitsha umqondo... Kodwa maqwabe sibi simo sakho kube phakathi nalo uthando ngakafiki emalobolweni walindlala qiniso lakho...new present well done Bru silizwile nje kahle uhlelo...
@DDumza
@DDumza 6 дней назад
This is a lesson, she should have told him from the very onset go, things were going to be far better
@SifisoShange-cm5tk
@SifisoShange-cm5tk 6 дней назад
5 wonke wezingane kodwa mtase, ambalwa amadoda angalobola umuntu ozele iNEC yonke. Kunonobhala nozihlalo namaphini abo la.
@dudumwelase6636
@dudumwelase6636 6 дней назад
​@@SifisoShange-cm5tk 🙆‍♀️🙆‍♀️🙆‍♀️🙆‍♀️🙆‍♀️🙈🙈🙊🙊🙊
@dudumwelase6636
@dudumwelase6636 6 дней назад
​@@SifisoShange-cm5tk NEC😮😮😮😮
@anelisaphahla4439
@anelisaphahla4439 5 дней назад
@@SifisoShange-cm5tk Thank you it's not only one or two
@nsthembile54
@nsthembile54 6 дней назад
Akuna nkinga noma kwi sketch lesi thina abanye sithola isifundo kuthi othandweni kumele kungabi nezimfihlo ngoba akukho okufihlakele phansi komthunzi welanga thank you King Zoso sibalandeli bakho thina abanye
@khethelwembatha70
@khethelwembatha70 5 дней назад
Shuthi uXulu ugood ekulingiseni
@NomandlaNyosi
@NomandlaNyosi 5 дней назад
🤣🤣🤣as for isketch
@AsandaMlangeni-f8l
@AsandaMlangeni-f8l 5 дней назад
​@@khethelwembatha70ayh ngabe uyakwazi😂
@AsandaMlangeni-f8l
@AsandaMlangeni-f8l 5 дней назад
Nalomama yazikhalisa nje ayh uZoso angadlali ngathi maan😂
@Tabisa-js1rm
@Tabisa-js1rm 5 дней назад
Hawu kanti kuyaliswa yini? bengingazi​@@AsandaMlangeni-f8l
@njabulomadlala4384
@njabulomadlala4384 5 дней назад
What a good presenter keep it up uvuthiwe already unganyamalali ndoda
@AmandaCele-p8f
@AmandaCele-p8f 6 дней назад
Onjani umuntu wesfazane ofihla amathumbu akhe😮akhethe indoda, indoda uma ikuthanda ikwamukela nezingane zakho, akumele ufihle
@TinaNdimande-x6k
@TinaNdimande-x6k 4 дня назад
Yeeeyi haybooo cc kanjani manje 😢😮🥹🫢
@scebihlatshwayo4036
@scebihlatshwayo4036 5 дней назад
As much nenza izikeshi namhlanje niphethe best actor from Tomas is back wiseman zweli something like that he deserve award kuyasho kuthi lento wayiqala kudala esasebenza no vukani hadebe.. Please nitshele bouncer liyeke ukuhleka nalo girl bayeke ukuhleka Today episode was nice qhubekani nezikeshi zenu ezinye azibukeki kodwa lesi syabukeka
@amari4810
@amari4810 4 дня назад
😂😂😂 uthi “lesi siyabukeka iskeshi”🤣🤣😂
@scebihlatshwayo4036
@scebihlatshwayo4036 4 дня назад
@amari4810 sigcono kakhulu kunaleskeshi salomfana abathi uhlale 3days ngaphansi ngombhede one room womjobdolo
@HappyBiscuits-uv2my
@HappyBiscuits-uv2my 4 дня назад
Bafethu yekelani ukubhuqa usisi ulenzile iphutha ubefudumele bakithi
@MfunekoNothando
@MfunekoNothando 2 дня назад
Hayi bengithi ngibona ngedwa🤣🤣
@LamlileThango
@LamlileThango 5 дней назад
Presenter 🤗 👌
@thandigwala4365
@thandigwala4365 6 дней назад
Ukhaliswa ubufebe lomfazi...u - 5 wonke wezingane uthule nje .uze ulotsholwe. Ukhohlakele Sis !! Ufuna ukodliwa yilendoda nje qha !
@bongiemhlanga2803
@bongiemhlanga2803 5 дней назад
Uthi zinhlanu?🤦🏻‍♂️
@ThembeniAletta-cw8vo
@ThembeniAletta-cw8vo 5 дней назад
​@@bongiemhlanga2803yebo ses
@nhlakaniphoshandu-y8k
@nhlakaniphoshandu-y8k 4 дня назад
𝙺𝚊𝚗𝚝𝚒 𝚞𝚋𝚞𝚕𝚊𝚕𝚎𝚕𝚎 𝚗𝚍𝚕𝚎𝚕𝚊𝚗𝚒 ​@@bongiemhlanga2803
@PettyMazibuko-e9k
@PettyMazibuko-e9k 2 дня назад
@boykiehlophe9732
@boykiehlophe9732 5 дней назад
Well articulated ❤
@nomsamakatshu6367
@nomsamakatshu6367 5 дней назад
Whoa !!! Sketch lesi,yizwani voice ka Mkhwekazi ifana nse neye last born yam ena 17 yrs.. sifana straight nesengane yomfana eyayiphansi kombhede,indoda isebenza kuma truck
@Nzue_Mzala
@Nzue_Mzala 5 дней назад
😂😂😂😂aiboo uyayizwa kodwa
@patriciasibanda6872
@patriciasibanda6872 4 дня назад
Unfollow n unsubcribe n scroll
@lulamasibiya4391
@lulamasibiya4391 3 дня назад
😂😂😂ey ngibona kanjalo nami nokukhala nje kwakhona
@lulugordon2854
@lulugordon2854 6 дней назад
Aww cc. Uhlezi. nendoda, izingane zakho wazidela, 5 wonke, aww bakithi unesinidi kodwa
@MxolisiLangazane
@MxolisiLangazane 6 дней назад
Khohlwa ilowo mshado leyondoda ngeke isakuthatha I'm sho ayibhemi insangu
@ANNAHAnnikie-ic9mj
@ANNAHAnnikie-ic9mj 6 дней назад
kodwa cc ube wrong ngokungasho kwasekucaleni ukuthi nezingane indoda uyayitshela ma udibana nayo ikwazi lokho
@BusiMthethwa-x7j
@BusiMthethwa-x7j 6 дней назад
😅😅😅😅😅😅
@Thully-bs8fz
@Thully-bs8fz День назад
😂😂😂
@lwazinhlonipho7454
@lwazinhlonipho7454 22 часа назад
Le aywuthathi ushidi bandla nkocyam
@SifisoNhlapo-dq8od
@SifisoNhlapo-dq8od 19 часов назад
Yooh cc 😮ihlazo elingaka waba nephutha cc wami uma ufihla izingane ezifihlwa ezingane
@princessnyawo1247
@princessnyawo1247 6 дней назад
Niwenzile omuhle umsebenzi madoda nahlulwa usathukuthele okwamanje usathukile lizokwehla ilukuluku mhlampe singezwa okunye 🙏
@CollenMotau-n1q
@CollenMotau-n1q 5 дней назад
Man like this doesn't need weak and young people like King zoso himself 🤞
@lungelomagnificent
@lungelomagnificent 6 дней назад
xhabhashe yehlisa umoya baba cela mxolele ma Gumede 😭😭😭llokhu okwenzeka ningakohlangani
@bongisiphophillip1100
@bongisiphophillip1100 5 дней назад
Yeka ukusangana
@Press007Mantshinga
@Press007Mantshinga 5 дней назад
Hay ngeke baningi Kakhulu laba angeke 😮
@ThabaniGasa-jp6qb
@ThabaniGasa-jp6qb 5 дней назад
Aybo uthe uGxabhashe bahlangane noMaGumede ngo 2009 kod UMaGumede uthe khona ayithole 2009 kube khona eka 2011 ebese kube i last born ya 2014, umbuzo wam ebekuphi uGxabhashe ngalesoskhat
@BenelileKhumalo
@BenelileKhumalo 5 дней назад
Yaz uGxabhashe akuyona indoda ongayifihlela izinto Angaz ucc wadidwa yini Nkosi yami, buka nje uzolahlekelwa insizwa enjena 😢😢
@nompilozondi3111
@nompilozondi3111 6 дней назад
Islilo engath kfiwe ai ke..... cc yazi ukube ube neqiniso nje zisuka ngabe awukhali
@LindokuhleVilakazi-ed3hl
@LindokuhleVilakazi-ed3hl 5 дней назад
King zoso ungasababuya nangu muntu isisoka mmmmm he is the best😊
@siziwengaleka7402
@siziwengaleka7402 6 дней назад
Hayimani umhle lobhuti womzulu chini😊 black is beautiful
@ZandileElsie
@ZandileElsie 6 дней назад
Muhle ngath umseleku
@nombilomjwara1863
@nombilomjwara1863 6 дней назад
Muhle we hhay😊
@HeartDlomo-yz4ls
@HeartDlomo-yz4ls 6 дней назад
kodwa uyaybona yini nami ngizibukela yena ..hawuuuu kwangilaya ukushada early 😂😂😂😂😂
@LungileNgwenyaLungile
@LungileNgwenyaLungile 5 дней назад
Yeyi wen muhle nkosiyam
@Makamusa-k7u
@Makamusa-k7u 5 дней назад
Ngibheke lokho ngize ngithi howu nayi I type yami 😂😂
@SebenzileHlombe
@SebenzileHlombe 5 дней назад
Eysh ncese cc wam nala abakujajayo kuryt kubona but you weren't supposed to hide ur kids,mina m 38 nginengane eziwu 4,angizifihli muntu mengishela ngamtshela kube kuye, currently m in a relationship with uguy ongenangane ngamtshela wathi ungithanda nomthwalo wami nakubo wangi introduce bambuza kuthi uryt ngaloko so nje ingane ziyi blessing,wish all the best cc wami nathi syay deserve happiness
@nokwazisithebe-f7n
@nokwazisithebe-f7n 2 дня назад
CC,vele ukhohlwe hamba uye ezinganeni zakho ziyakudinga
@alsonmadlala7083
@alsonmadlala7083 6 дней назад
Awu weehh.. jma uyindoda uficwa yolesimo esinje.. kungathi ungavele ungahlisa umoya down to earth, umcele aphume nje kahle usisters ngaphandle kwempi.. uxolo nje yinto engekho..
@thabzoloyisa
@thabzoloyisa 6 дней назад
Since 2009 ufihlile sis😢
@BuhleSibisi-d3x
@BuhleSibisi-d3x 5 дней назад
Mmmmh Jehova ayingeke 5 wonke uyawufihla, awucabanganga kahle Cc.. Uwena ozifake kulenkinga engath nesiphetho asizobamnandi.
@NkosinathiKenyaDlamini
@NkosinathiKenyaDlamini 6 дней назад
Zyakhala Kwa department of ❤
@malebtop9720
@malebtop9720 5 дней назад
@NkosinathiKenyaDlamini zikhala nje nge ambulance
@JosephinaNobayeni-gj3fy
@JosephinaNobayeni-gj3fy 2 дня назад
Gal xola and stay with your kids life is not to force to be with man who don't want you.kodwa uzenzile cc this is a lesson to everyone
@ThabileLukhele-j6c
@ThabileLukhele-j6c 6 дней назад
5 is alot 😮
@HlengiweNdebele-o2z
@HlengiweNdebele-o2z 5 дней назад
Ngavele ngadideka zibekwa nje ngathi ngino 3 wabantwana kdw ngiwuveza wonke jesu
@GuguNzama-yi3mh
@GuguNzama-yi3mh 5 дней назад
Isandla sonke kunzima
@ZakithiNdaba
@ZakithiNdaba 5 дней назад
Yoh, I don’t want to say anything because bazothi you judging what what, butttt mam 👏👏👏ngeke,udlala ngomunye 🙆🏻‍♀️5 is uhmmm yeah
@GugulethuMlotshwa-lo2rj
@GugulethuMlotshwa-lo2rj 4 дня назад
Kakhulu 5 haw Ngeke
@GugulethuMlotshwa-lo2rj
@GugulethuMlotshwa-lo2rj 4 дня назад
Angithi abazali mabesikhuza ngokuzalela ekhaya, sibabona besibambezela.. U 5 muningi nje uzalela ekhaya, ungashadile. Akayeke indaba yomendo nje u cc, akhulise izingane zakhe, ngoba wayibhubhudla
@noxiek
@noxiek 5 дней назад
5 pho!!! Ai cc hambo kwakha uhlale nabantwana. Liking the news presenter
@TsoNgulube
@TsoNgulube 5 дней назад
Lubq nguye straight KingZozo luba kuhambe kahle uyawenza yena lomsebenzi🤞
@NtandoSthole
@NtandoSthole 6 дней назад
Aybandla ... All the way from Australia
@ZakithiNdaba
@ZakithiNdaba 5 дней назад
Awungilande oe☺️🌸uyabona ukuth kubi here 😂😂😂😂
@CooleyPholobah
@CooleyPholobah 6 дней назад
Ngyamaz lobrazo uyi actor umfoka Makhathini from Thomas is back i guess
@sphiwenkosingphile4249
@sphiwenkosingphile4249 6 дней назад
Nami impela ngathi ngimazi khona
@NonhlanhlaDlaba-r2r
@NonhlanhlaDlaba-r2r 6 дней назад
Ngimazela khona impela nami lobhuti kshuti ubuyile
@KhanyisaniMakhanya-n5o
@KhanyisaniMakhanya-n5o 6 дней назад
Yaz nm bengilokh ngicabang usuk ewumfundisi
@phindilewendy2134
@phindilewendy2134 6 дней назад
mmh naze nadlala ngath kodw zoso
@NeoCele-qs1uw
@NeoCele-qs1uw 6 дней назад
Haybo waze waylamula kudala ngumfanisa lona mmmm ayi bandla
@Thully-bs8fz
@Thully-bs8fz День назад
Good Presenter🎉🎉❤
@AngaNgantweni
@AngaNgantweni 6 дней назад
Yhooo ndiyabathanda ❤ kodwa mabalungise
@Sjadu71
@Sjadu71 6 дней назад
Ngeke kusalunga seku late kakhulu xa kungoku and lendoda ivele yabethelwa besangena konakele nje kulelikhaya
@LindyMakhoba
@LindyMakhoba 4 дня назад
Presenter is the best🎉
@MakhosazaneWinnieNdwalane
@MakhosazaneWinnieNdwalane 6 дней назад
Hayi ngeke cc umndeni phela lowo 5 nokugana ngeke yakhela ingane udle emhlambi sokuphelile ukuhlupheka bazokhula bakunakekele
@NondumisoMtetwa
@NondumisoMtetwa 6 дней назад
True cc
@MemoryRamothwala
@MemoryRamothwala 6 дней назад
Ufuna ukungitshela ukuthi lendoda yayithi ihlala neqhuma mpojwana
@thabanimthethwa4227
@thabanimthethwa4227 5 дней назад
Amen
@LindiweLuciaMchunu
@LindiweLuciaMchunu 5 дней назад
Eish dadewethu kunzima nawe wasuke wafihla kakhulu 5 wonke Pho ei kunzima sengthi ubaba engakwemukela bakithi 😢😢eish....best present ❤🤝💪
@khosisibiya2197
@khosisibiya2197 6 дней назад
5 kids Yooo sis yabonake manje ukuthi sekuyihlazo ukuth unezingane eziw5 joooooo kodwa maladies e Clinic abaxoshani😅
@nomthandazoradebe6481
@nomthandazoradebe6481 6 дней назад
Ngulube yeproject😂😂😂
@khosisibiya2197
@khosisibiya2197 6 дней назад
@@nomthandazoradebe6481 🤣🤣🤣🤣
@AndiswaNqobile
@AndiswaNqobile 6 дней назад
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂Kodwa makhosikazi ejoyini
@NonhlanhlaDlaba-r2r
@NonhlanhlaDlaba-r2r 6 дней назад
​@@nomthandazoradebe6481🤣🤣🤣🤣 kodwa sis
@mthokozisimad7528
@mthokozisimad7528 5 дней назад
​@@nomthandazoradebe6481😂😂😂😂😂
@ntombifuthishezi5077
@ntombifuthishezi5077 6 дней назад
Phakathwayo Yeyeye Gumede Amanga anendlela okuziveza💔💔💔 impama yonke hai 😲😲😲 it's too much🤞🤞🤞
@cynthiamadube9662
@cynthiamadube9662 6 дней назад
Lesi yisifundo kwabanye omama,,,ifihlo ayakhi umuzi
@lindiweshibe4507
@lindiweshibe4507 6 дней назад
Hmmm kakhulu
@JeminahManyosi
@JeminahManyosi 5 дней назад
Mina eyam endala yaashona kodwa nje ngiqala ngayo mangibala he was my first love angikhoni nje ukungamvezi🕊💐❤
@Thembelihlempumelelo
@Thembelihlempumelelo 6 дней назад
First comment 🎉😊
@thobngxakata1491
@thobngxakata1491 2 дня назад
Kodwa naye u sisi angafihla ingane ezingaka bo I salute you presenter
@NsikiMsomi
@NsikiMsomi 6 дней назад
Wahlulwa yini ukupreventa cc ama clinic ekhona buka manje unomhlambi weyngane huuuuu aay niyaziphoxa yindlu emnyama
@MandilakheBunyongo-d6t
@MandilakheBunyongo-d6t 5 дней назад
Am speechless yazi kodwa sisi ungaze ufihle i trailer engaka ma uhlezi lapho uthi zidontswa ngubani buyela ekhaya ayohlazo ukungalotyolwa
@HlengiweNxele2411
@HlengiweNxele2411 5 дней назад
Mmm yazi yabuhlungu into nkosiyami
@BongiMkhize-qn5dc
@BongiMkhize-qn5dc 3 дня назад
Zigadwa uban ngempela?every child deserves a mom's love
@KhanyiHlangu
@KhanyiHlangu 6 дней назад
Hhayi isizemazema semfihlo lesi. Angikaze ngiyizwe enjena
@ThulaniEnock-c7i
@ThulaniEnock-c7i 6 дней назад
😢😢😢 kunzima ngiyamuzwela udadewethu kubuhlungu abhekene nakho yebo wafihla kodwa izingane wamuthola enazo mina ngiyamuzwela losisi Jesu lendoda ino plan B ngendlela eyenza ngakhona kube ubeyedwa ubezomuxolela sorry Sisi unkulunkulu abenawe ngoba azange uzibulale izingane zakho basakuthanda abantwana bakho ❤❤❤❤❤❤❤❤
@phumlalolo
@phumlalolo 6 дней назад
Noma engenenayo uyasabisa umunt ofihla ingane
@NtombifuthiNonzuzo
@NtombifuthiNonzuzo 6 дней назад
Mmm isfundo sokuthi mele ungabi nezimfihlo umuntu akuthathe ngeqiniso
@NdumisoNduxMalax
@NdumisoNduxMalax 6 дней назад
Eish it's tough bra but I now you will solve this matter even though it's not easy
@PertuniaKhoza-s7q
@PertuniaKhoza-s7q 6 дней назад
Mina ngeke niphinde ningibone kuleshow 😮😢makukuth kuya actor aspecial kunabantu abathi bayamazi ubaba lona akusikho kwakhe lana fthi
@MakhosazaneWinnieNdwalane
@MakhosazaneWinnieNdwalane 6 дней назад
Phuma usiyeke
@SithokomeleHappy
@SithokomeleHappy 6 дней назад
😂😂😂😂​@@MakhosazaneWinnieNdwalane
@PromiseMthethwa-nl1jn
@PromiseMthethwa-nl1jn 6 дней назад
​@@MakhosazaneWinnieNdwalane😂😂😂😂😂😂
@Stancool59
@Stancool59 6 дней назад
Yekela umona.... ufuna ukumosha imisebenzi yabanye abantu.Uwabonaphi ama Actors la? Akusho nganu kuwena ukuthi ukube iskeshi lesi, ngabe lababantu are the best actors esike sawabona emhlabeni. Wena uhlushwa umona namanga nje...ufuna le TV ivalwe ngoba sekwaziwa ukuthi ama Actors lawa. Uyabheda nje futhi asizifuni thina iziphukuphuku ezingena ngqondo kuleTV show, izimfamona..Hamba unomphela ungaphinde nje ubuye.
@malebtop9720
@malebtop9720 5 дней назад
​@@MakhosazaneWinnieNdwalanenjeeee akahlukane nathi
@nokulungazinhle8067
@nokulungazinhle8067 5 дней назад
MaGumede buyela Ekhaya Sisi
@hlengiwengqotheni7530
@hlengiwengqotheni7530 6 дней назад
Hlala nabantwana Bakho cc
@MariaBambo-m9p
@MariaBambo-m9p 2 дня назад
Excellent presenter
@busisiwexulu5965
@busisiwexulu5965 6 дней назад
Nokuthula cc kwakufanele umtshele iqiniso ngakho konke ufihle ingane cc wenzan elikhulu iphutha
@ZodwaMbhele
@ZodwaMbhele 6 дней назад
Ayi ngeke cc izingane azifihlwa lezingane zakho usuzimbathise ithunzi elibi lokuzifihla😢
@SIPHOKAZINdabalaza
@SIPHOKAZINdabalaza 6 дней назад
Sisi your Children comes first if ekuthanda yokuthanda nazo if akakuthandi ahambe aqhubeke nobom Case closed abantwana ligazi lakho
@ThulisileNtombela-tv1in
@ThulisileNtombela-tv1in День назад
Present you are the best
@MandisiMngeyane
@MandisiMngeyane 6 дней назад
Uyintsizwa Gxabhashe ndikothulela umqwazi wenze kakhle umnike plastic omnyama nengubo awayefike nayo.😂😂😂 mkhwekazi amalobolo ahlehlile
@tandiwekeswa9798
@tandiwekeswa9798 5 дней назад
yeheeeeen ubafihl kanjan abantwana bakh wenz elikhul iphuth umunt uma ekuthand ukuthand nakh konk okwakh kwakufanel umazis ngab ntwana bakh nisayqal int yen bese kub kuyen ukuth wenz njan ngalokh
@Wisemangumede0
@Wisemangumede0 6 дней назад
Ngeke noma sekuthiwani iskech lesi,angaphika ophikayo iskech lesi bukisisani kahle KING ZOSO udlala ngathi
@NcamisileMtolo
@NcamisileMtolo 6 дней назад
Exactly qobo lwaso 😂😂😂😂😂😂😀😀😀
@njabuloeric9081
@njabuloeric9081 6 дней назад
Niyagula nina
@ThulisileZicaka
@ThulisileZicaka 6 дней назад
Exactly
@mpilozmntambothikah9586
@mpilozmntambothikah9586 6 дней назад
Nami ngibona kanjalo ayikho lento mxm🚮🚮🚮
@nonkululekodludla1643
@nonkululekodludla1643 6 дней назад
Ne actress yakhona engakwazi ukuzikhalisa 😂😂😂
@ZandileDladla-y8s
@ZandileDladla-y8s 3 дня назад
Kwaze kwabuhlungu kuyeke kuthiwe akukho okufihliwe okungeke kuvele ncese cc
@ZandileShange-wb7zt
@ZandileShange-wb7zt 6 дней назад
Ukhohlakele ungafihla abantwana bakho mama indoda ibaluleke kakhulu ngaphezu kwabantwana bakho ukhohlakele impela kakhulu. ngaphezu kwabantwana bakho😮 ubufuna lokho khona uyoyisebenzisa ingqondo muntu wesifazane. 5.wezingane pho phuma inxiwa lakho mama🫤.indoda ehlakaniphile yenza njengawe.Makhathini
@Isonakali
@Isonakali 5 дней назад
Cha int ezosiz u cc ukuth aye enduneni ayocela inxiwa akhe nengan zakh
@LindaJali-r1z
@LindaJali-r1z 6 дней назад
Owuu sisi wenze kabi ungathethi nomyeni wakho ngedabi labantwana
@MaggieMajola-c4t
@MaggieMajola-c4t 5 дней назад
This presenter is smartly matured
@NonhlanhlaDlaba-r2r
@NonhlanhlaDlaba-r2r 6 дней назад
Uyactor uMaGumede akakhali😫😫😫saze senziwa izilima emini sibadala weeee🙄🙄
@ChleKhumalo
@ChleKhumalo 6 дней назад
Ngeke phela elokhu ewu actor usewu presenter manje angiyboni nkinga lapho
@glorious644
@glorious644 5 дней назад
Ngumendo wantoni umntu sel'enabantwana abaģcwele indlu yhoooo ndiyoyika.
@nathiphakathi5596
@nathiphakathi5596 6 дней назад
Mxxm wavele wangdina kaade ngasho ngath wena Zoso usuya actor, ngyamaz lomjitha uyashutha futh akukona kwakhe la akuyena umkakhe lo akayena owakaXulu. phika ngikusendele iythombe zakhe nimosha idata lethu ngalezikeshi zenu nidlala ngathi
@FanelesibongeZondi
@FanelesibongeZondi 6 дней назад
Angsazi ke😂😂
@nathiphakathi5596
@nathiphakathi5596 6 дней назад
@@FanelesibongeZondi crs nginanezithombe nginaye lomjitha ispani sakhe uyashutha
@sindyshabalala1882
@sindyshabalala1882 6 дней назад
Othi ngvele ngasaqhubeki nokbukake😂😂😂
@ZamekileZamaMzimela
@ZamekileZamaMzimela 6 дней назад
Ay laba....mcm munt ahlomeke ebuka bona kant amanga
@GuguNgubane-rj9fo
@GuguNgubane-rj9fo 6 дней назад
Vele nje lento yaZoso skeshi, ushaya zona naye ezo Gwajo
@Bet_with_G_light
@Bet_with_G_light 5 дней назад
Today king zoso is behind the camera
@MartinMfeka
@MartinMfeka 5 дней назад
.....behind as an intern cameraman 😂😂
@amatollgate4404
@amatollgate4404 6 дней назад
Hlala phansi nabantwana bakho khohlwa ilendoda uXulu. Wena mama waqala ngento okugcinwa ngayo ukuzala. Nithanda kabi ukuzala bantu besifazani nonke. Buka manje nami ngifuna ukuganwa kodwa zizele zonke izintombi. Nilibulele izwe likaMdlokombane ngoku zala nibancane. Nami sengisi thathile isinqumo sokumithisa ngishiye kanjalo phela ngeke umhlaba ulungiswe yimi kodwa woniwe yini bantu besifazane anisakwazi ukusoma niyavula. Vulani amathanga utshani obulele buvuswa umlilo... Dankoo....
@TSK-i6w
@TSK-i6w 6 дней назад
😂😂😂zalisa uzale you ntombazane nayo izozaliswa ishiywe
@SekiweZimba
@SekiweZimba 6 дней назад
Ngiyakutshela ismanga yazi bhuti wami ngomuntu wesfazane😢
@PinkySibali
@PinkySibali 5 дней назад
My be nabobaba bezingane hayi 6 gxabhashe west 7 hayi cc hamba uyohlAala Nazi game zakho
@VictorMkukwana
@VictorMkukwana 3 дня назад
Mahle Mazwi Mfethu Bayavula Abahloniphi Imizi Yobaba Babo
@busisiwegoodness8573
@busisiwegoodness8573 5 дней назад
King Zoso uyephi ? but ke ubhuti loyi presenter hes very good but we miss one word kule Apisode (Qhawe)
@NoluJezile
@NoluJezile 6 дней назад
Abafazi mabafunde ukuzimela xa uzisebenzela unezinto zakho awphatheki kanje xa ungenanto kuzawdlalwa ngawe kanje kudelelwe nomzi wakowenu
@phumlaniphumlani5959
@phumlaniphumlani5959 6 дней назад
Manj uvun lento eyenziw yilomama??
@GcinileMvelase
@GcinileMvelase 6 дней назад
kudaliwe ukt sigane noma unganakho konke
@AndiswaNqobile
@AndiswaNqobile 6 дней назад
​@@phumlaniphumlani5959uvuna yona impela
@NandiphaBam
@NandiphaBam 6 дней назад
It's about ukwethembeka not wanani or awbinalutho truth and honesty are the best masifunde uba nenyani singomama kuba lento yokufihla ingane yenziwa sithi bomama
@CelukuthulaSifiso
@CelukuthulaSifiso 6 дней назад
Kwakumele amtshele ekuqaleni nami ngayenza lento uyedelela losisi ayikho indoda engavuma lodoti
Далее
Sisize owesimame ejolelwa
30:03
Просмотров 67 тыс.
Kufe izitsha umzali eyofuna Ben10 owahamba no SugarMama
41:10