Тёмный

SIFUNA INDLELA EYA EKHAYA 

Rev Mpanza NCG
Подписаться 2,6 тыс.
Просмотров 440
50% 1

Опубликовано:

 

29 окт 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 2   
@ezimnandichannel1018
@ezimnandichannel1018 Год назад
1st contradiction Niqhwakela ezihlalweni 2nd contradiction nigxeka amanye amaNazareta uShembe akaze agxeke 3RD Awukwazi ukuthi uthi ulandela uShembe wena futhi wehlise USHEMBE isthunzi uthi akasiye unkulunkulu if Mina ngishumayele loko ngathi ushembe unkulunkulu wena ngisupport then eceleni ungilungise uthi angingaphinde ngithi ushembe unkulunkulu. 4th niphambene nezimfundiso zaBhombela, neLanga, neNyanga yeZulu, noThingo soloku ngaba yiNazaretha angikaze ngibone omama bangaphakathi beqhwakela njengobaba 5th unkulunkulu wabusisa indlu kakhokho uMzazela ukuth yiyo eyosindisa I Africa hayi omakhelwane noma izihlobo. 6th uMoya kama Mthembu yiwo onimbethe Nina nobabili 7th kanti ithini inkosi ilanga ithi ningasuku ezintweni enifundiswe uBhombela ngisho kungehla ingelosi MANJE UTHI KWEHLE INGELOSI YATHI HLALANI EZIHLALWENI NO NO NO
@ayandaephriam9865
@ayandaephriam9865 Год назад
Ukhona yini umthetho kaBabamkhulu othi abantu abangahlali ezihlalweni? LO Nkulunkulu othi wabusisa indlu kaMzazela washintsha nini ngubani? Uma umuntu ema phambi kwabantu ethi ubaba uRamaphosa iNkosi yamaZulu, umehlisa kanjani ke uRamaphosa isithunzi uma utshela abantu ukuthi ubaba uRamaphosa akayona inkosi yamaZulu kodwa unguhulumeni waseSouth Africa? UShembe wazigxeka izangoma nabakhonza amadlozi wathi ziyiladi likaSathane wena ukuthathaphi ukuthi akakaze agxeke? Noma ke kuthiwa akakaze agxeke, abantu bazokwazi kanjani okulungile nokungalungile uma okubi kungagxekwa?
Далее