Тёмный

SIKHIPHA IZIMFIHLO | Nginengane nodade wethu | S1 - EP10 

Blaqlife TV
Подписаться 275 тыс.
Просмотров 233 тыс.
50% 1

We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #truth #secret #SikhiphaIzimfihlo

Опубликовано:

 

28 сен 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 521   
@cfisozungu3844
@cfisozungu3844 9 месяцев назад
Wow ngyaziqhenya ngomamawam lapho alele khona abanyabantu banomama ngegama Lomama ubolile futhi umuzw ngisho ekhuluma uyayi anderstander uzethi wenze kahle watshena mina ay cha ngigezizandla umhlaba uyagoqwa...
@ZethuEphraim
@ZethuEphraim 9 месяцев назад
Leligama elithi abafazi kuyiqiniso ngempela ukuthi BAFA BAZI Hawuu lomama ufihla amanyala angaka. Guys let us be Honest, What if lomjitha wakwa Ngubane uyibukile le Show or someone close to the father of Smanga while lomama ethi ayifihlwe lento Yhooo lafa elihle kakhulu.😢
@nomzamomoloi1085
@nomzamomoloi1085 7 месяцев назад
Ungasashongo impela izokwazeka kubuhlungu Leh 😮😮😮 ulifihla kanjani inyala elinjena phakathi kwekhaya😨
@noncebamthembu4415
@noncebamthembu4415 9 месяцев назад
Kodwa angikholwa engathi niyadlala niya ektha kuphela😮
@sthembisosazelo1876
@sthembisosazelo1876 8 месяцев назад
Ayiii ufana nami ayikhoo nje lena
@tee623
@tee623 8 месяцев назад
Lutho my brother n sister banengane and ave ihlupheka
@Onalewena
@Onalewena 9 месяцев назад
As a mother I understand what she's trying to do but she is not aware that this is going to be seen by other people 😢. The cat is out of the bag and the dirty laundry is in public. She's going to need more help than she thought 😢 so sad 😭😭😭
@Hlaluminathi-u9p
@Hlaluminathi-u9p 9 месяцев назад
She is going to hell if she doesn’t change it’s big manyala
@thabilembotho
@thabilembotho 8 месяцев назад
But akumethusi umama it means naye ubeyazi.
@nosiphonosipho6076
@nosiphonosipho6076 9 месяцев назад
Futhi kube niyabon ukuthi eminye imizi ichithwa omama 😢😢😢isiphi isifundo lO mama waze wangcola ngaze ngamzonda lengane engabe uyalungisa usaziqaja ngokuthi unezifihlo eziningi kwalama wele ungathola kuthi agila lemkhuba kwababa lona asiye owabo
@SmangeleMncwanga
@SmangeleMncwanga 8 месяцев назад
mmmm amagama nobuso abufihlwe kule show plz😢
@mdurbanzulu4489
@mdurbanzulu4489 9 месяцев назад
That was a biggest secret to reveal yo 😮kunzima
@lusibanolwazi5458
@lusibanolwazi5458 9 месяцев назад
Umama yaganga masethi angeke ayithole ubaba lendaba ngathi Nam ngise mpumalanga kwamanje but sengyayazi😂ay bomama ngyabavuma
@ruthsakwe5151
@ruthsakwe5151 9 месяцев назад
This is a demonic curse. They should let all their family elders to know about this and advise them how to break this curse. Or ask for prayers.
@Njabulo.Mbatha
@Njabulo.Mbatha 9 месяцев назад
😢😢
@MondeMhanjwa
@MondeMhanjwa 9 месяцев назад
Aiboo ngumzali onjani lo😢😢ngaze ngaphoxeka ngenye imini usmanga lo uyobulala umntu afihle 1day uzomenza okubi😢😢😢😢😢
@ZibuyileKhwela
@ZibuyileKhwela 9 месяцев назад
Mmm okuka Mama ngyacabanga okuth shuth waz umyen wakhe okuth unjan,,Nd ulwela umshado wakhe lomama kd Kona kunzima emshadwen yethu ,ngya understander mina okwenziwe mama Noma kungelula😢😢😢
@sarahsibeko5815
@sarahsibeko5815 9 месяцев назад
Cha umama waze wakhohlakala hle lezingane zisazoqhubeka zenze lamanyala kgah ukhohlakele lomfazi
@tillykhokhotho2614
@tillykhokhotho2614 9 месяцев назад
Yooo yini ukuvumela usatana angene aphelele, yoooo uNkulunkulu uzothini makunje nkosi yam. Ndoyika uThìxo mna and usatana uzoqhubeka abenzise yooo i wonder mama mmm🙆‍♂️🙆‍♂️
@welcomewelcome2560
@welcomewelcome2560 9 месяцев назад
Usile lomama nezingane zifuze yena mybe nalengane akusizona ezalendoda mayethi unezimfihlo eziningi sies nxaa
@thabanimoreyourtboz8043
@thabanimoreyourtboz8043 9 месяцев назад
Omakhelwane babukele. Manje nifihlakanjani😂 Kanye losbali uyalibona kodwa ayi
@girlyemma3250
@girlyemma3250 9 месяцев назад
Ayikho into engaveli njengoba ubonakala koma You TUPE already seyivelile kukhona uzoyizwa okwaziyo🤞
@MRX-tp4pd
@MRX-tp4pd 9 месяцев назад
Amawele ayahlukaniswa ngokosiko yingakho kunje.
@sbusisodlomo5689
@sbusisodlomo5689 8 месяцев назад
Mina ngihlala eSobantu and lomfwethu ngiyamazi. Engizibuza kona bazothini abakwaNgubane🙆‍♂️
@simakakuhlesithunzi3072
@simakakuhlesithunzi3072 9 месяцев назад
Hayi abantu besifazane bayingxaki yhoooh lomama liqili. Into enzima kanje enze ngoluhlobo yhoooh omama bangumhlala empilweni
@maphira6421
@maphira6421 8 месяцев назад
Awu kusafihlwa kodwa kuzokhishwa imfihlo hayi Mama awu nawe ke
@albertinagebashe2262
@albertinagebashe2262 9 месяцев назад
What if ubaba ulalele and ulubukele lolu hlelo?? Umama uyothini kubaba?
@nhlanzekomqabulasheshezulu2211
@nhlanzekomqabulasheshezulu2211 9 месяцев назад
Yerrr kunzima ezweni !
@catherinemazibuko1652
@catherinemazibuko1652 9 месяцев назад
Lomama uthi ziningi izimfihlo azigqibile njengayo le ekazi uma sekuthiwa ushonile kuyokwenzakalani?
@NtsebenzoRawu-rh2ox
@NtsebenzoRawu-rh2ox 8 месяцев назад
If lomfana ubemazi ukuthi umawakhe ngumuntu onjena ngabe ukhulume nomawakhe eceleni angaze eze kuTV
@letwindladlam9341
@letwindladlam9341 9 месяцев назад
Omama 🙌🙌🙌🙌
@NokulungaZuma-b2u
@NokulungaZuma-b2u 7 месяцев назад
Ay mhlambe nalamawele akuwona awababa wekhaya
@BusisiweMariaNcongwane
@BusisiweMariaNcongwane 9 месяцев назад
Lento ayisuki lana, nawo ama twin ngenzeka ukuthi babathole ngokukhohlakala🤞. Yi curse lena and isachubeka ayicali lana, isenzo samama sokhombisa loko. Okubuhlungu kakhulu ukuthi ingane ingagcine iba disable ngobe inekwa isibongo ekungesona sayo. Liciniso kona ekugcineni lizovela 🤞.
@madlebeforex
@madlebeforex 9 месяцев назад
Mmmmmm Ayi Lena ke Yona akshiwo nenkinga inkanankana
@madlebeforex
@madlebeforex 9 месяцев назад
Hawu kodwa Lomama umama onjani Lona sofihla njr koze Kube inini ifihliwe ngoba sithi iszulu okufihlakele kovela yooo
@nosiphomajozi1386
@nosiphomajozi1386 8 месяцев назад
Ai ngcela ningitshele into eyodwa into yangampela le????😢😢😢😢
@ZihleNxumalo-cv9bz
@ZihleNxumalo-cv9bz 7 месяцев назад
Yesessss lomama umama ngegama nje yin lento ayivuma kalula nje lanjee 💔💔💔😭😭🤞lomama ukhohlakele yerrr
@JohnsonMmokwa-jn4ip
@JohnsonMmokwa-jn4ip 7 месяцев назад
Hai nami i will do the same every mother will do whatever to protect her kids ijoo
@mdingiGampe-yl5wf
@mdingiGampe-yl5wf 9 месяцев назад
Ayi Nesho yangilahlisa ithemba ayi Kwangath istory umama Mezodane aquleke lo mama wamukela kalula kanjalo nje
@samkunene7521
@samkunene7521 9 месяцев назад
Lomama uhlakaniphile. Ungumama futhi ungumfazi oqotho. Izinto ezinje zifuna bona omama. Uvikela nomyeni wakhe.
@hlengiwehadebe-e2f
@hlengiwehadebe-e2f 8 месяцев назад
Oh mommy nkosyam 😭kunzima ukubumama
@LunganiLouis
@LunganiLouis 8 месяцев назад
Ayi ukhohlakele nje lona masgcozi wani nje nodadewabo skhohlakali lesi uzokhuluma amanyala
@AnitaMokweni
@AnitaMokweni 9 месяцев назад
Yhooo hayi chaa icilongo alikhale 😮
@KhazimlaGongo
@KhazimlaGongo 8 месяцев назад
Im from Cape Tow yhooo zange ndaliva inyala elinje lo mama uthakatha ngabantwana bakhe liqwirha lo mama uyamuva uthi yena une secret ezininzi andibazi ubugqwirha kodwa noba kungathwani uyathakatha lo mama ngabantwaba bakhe😢😢😢😢😢😢
@luthandofuphe929
@luthandofuphe929 8 месяцев назад
Mmmm!!!! This is heart breaking 💔 to parents 😢😢😢
@nathanielncube7593
@nathanielncube7593 7 месяцев назад
Uqinisile lomfana baningi abantu abadlule lapho abanye babelala lembuzi kodwa liyabe lizingane
@GraceNgwenya-w9v
@GraceNgwenya-w9v 9 месяцев назад
Uma ngyamthanda kodwa ekugcineni iqinso liyovela and u baba uyobulala bonke akukho okufihlwa emgodlwn
@phakamaniotty1798
@phakamaniotty1798 9 месяцев назад
Ibhantshi likaZafe loyomntwana uzaleke njengenkukhu ,akanabo ogogo ababili
@TshengisileNdlangamandla
@TshengisileNdlangamandla 8 месяцев назад
Kodwa masekubakhona ababukelayo kulefamily efihlelwayo lomama akazuxoshwa yin emzini yoooo aaaaai
@sinethembamaseko5901
@sinethembamaseko5901 9 месяцев назад
Yoooh aii kunigi nje lana,ubaba uMalume aphinde abe ubaba,umama uAunty aphinde abe uMama...so uMama ka Smanga ugogo no ma?? Never been this confused
@PhindileMadlala-hs1ft
@PhindileMadlala-hs1ft 8 месяцев назад
Waze wakhohlakala umama and ayimuthusi nakancane lendaba it lky ubeyazi ngayo waze wagcola umndeni sies
@nosiphonosipho6076
@nosiphonosipho6076 9 месяцев назад
Ungcolile kakhulu lo mama ukhohlakele ucabanga ukuthi izongcina Lana umhlaba wonke usuwazi
@kwenzakhumalo5244
@kwenzakhumalo5244 8 месяцев назад
Yo yo Mama The true will set you free 😮😮
@VisitorJama3172
@VisitorJama3172 9 месяцев назад
Yoooh isigaxaa
@LethuNgubane-z9q
@LethuNgubane-z9q 8 месяцев назад
Awu kwaze kwadlalwa ngomfethu😮
@Zo_Dee
@Zo_Dee 8 месяцев назад
Ayiseyomfihlo manje, ubaba usezokuyazi
@SbonisoThusi-w3b
@SbonisoThusi-w3b 8 месяцев назад
Isigebengu sika mama lomuntu okuzodlalwa ngaye yena uzobo isilima kuze kubeyinini
@sizwemhlongo9039
@sizwemhlongo9039 9 месяцев назад
Ai kungenzeka umkhuba wasekhaya lona kfanele kulandelwe kahle uzalo mybe ukhondolo
@MlungisiBiyela-v3v
@MlungisiBiyela-v3v 9 месяцев назад
Ei lomama udoti yerrrr
@Sharon_Hlwele
@Sharon_Hlwele 9 месяцев назад
Sis kukungcola mani oku kunzima uthemba umfazi lento izovela noba Kunini
@BusisiweMabuza-iw5hb
@BusisiweMabuza-iw5hb 8 месяцев назад
Uyaganga lomama nami ngyibhekile lento so mina ngizomtshela ubafo
@nonikomaluleks317
@nonikomaluleks317 8 месяцев назад
Ngasekhaya khona ubhuti nosisi abalamanayo. Usisi oka 82 usisi oka 86 banezingane ngagcina zizimbili and indaba yabo iyaziwa endaweni. Umfana usaganwa manje unomfazi nezingane
@SnikeziweMahlobo
@SnikeziweMahlobo 8 месяцев назад
Imfihlo iyafihlwa futhi
@SAMKELOHMKHWANAZI
@SAMKELOHMKHWANAZI 8 месяцев назад
Lo mama ngath ubesevele esazi ngendlela akhuluma ngayo ,SBOZI SIKA MAMA 😠😡
8 месяцев назад
Kahle kahle lendaba ayiphelele isazopheleluswa ngeke kushoda laa okumele sazikhona ukuthi izokwenziwa kanjani imfihlo into enjee mama noma awazi ukuthi i life 🤷🤷🤷
@EckoSky
@EckoSky 8 месяцев назад
😂😂Ufuze uMama wakhe umfana
@andileshange4308
@andileshange4308 9 месяцев назад
Islima samama
@melithadube1232
@melithadube1232 8 месяцев назад
Kodwa we bhuti unesibindi nomama wakho indaba engaka phoo sekumele silimuke ingane mazikhula ke manje yooo
@HombakaziNgcaweni
@HombakaziNgcaweni 8 месяцев назад
Ayb l0mama ukhohlakele nay cz nal0mfan ubeyish ngb efun ukuth yaziwe nang l0mama usefuln ukuth ifihlwe fth ...mina bengicebisa ukuth tshela ubaba wakho cz angkhon umunt ongatshen ubab wakh ven umtshele kuqala
@NomthaSkosana
@NomthaSkosana 9 месяцев назад
Yanzima lendaba usatha uhamba ngenyawo yhoo
@dumisanihlela
@dumisanihlela 8 месяцев назад
Mom you wrong tell a family leader
@kamza4456
@kamza4456 8 месяцев назад
😳😳😳😳😳😳😳😳
@khulekanikhulekani9623
@khulekanikhulekani9623 7 месяцев назад
Yini mama engathuki ai siyakhohliswa la kudlalws ngathi ayikho lento
@ThabileMavus0-q3y
@ThabileMavus0-q3y 9 месяцев назад
Cha ngyamzwela umfana owondla ibhantshi
@xolasoqashe1752
@xolasoqashe1752 8 месяцев назад
Bayifihle kanjani now that they posted the video??? 😅😅
@nyamekamafu6708
@nyamekamafu6708 8 месяцев назад
To me ngathi baya actor hayi
@giftrasenyalo8576
@giftrasenyalo8576 8 месяцев назад
😂😂😂 its no imfihlo anymore gogo masise ku RU-vid tell ubaba kwaphela
@zanelezungu2404
@zanelezungu2404 9 месяцев назад
Kodwa ke mina ngazi ukuthi mawuzale ingane neshlobo sakho ingane iphuma ikhubazekile so ukuba ikhubazekile ngabe ushilo lomfana njengoba engashongo lutho ngesimo sempilo yakho kusho ukuthi ayikhubazekile so ngisola engathi amanga lawa myb ingane akuyona eyakhe lomfana inobaba wayo nje kwenye indawo ngoba uyasho uwele uke waqoma somewhere. Lamawele akahlukane nje period!
@mabuyihlengwa8692
@mabuyihlengwa8692 8 месяцев назад
Kwabuhlungu bakithi ingane zandawonye 😢
@shielasibongilesibeko9109
@shielasibongilesibeko9109 9 месяцев назад
Lo mama uyazi ngalento akathuki uyabong kodwa ungbong ingane yakho ikutshela into enje ubaba afihlwele hayi mama unzima mhlambe naweyinto owayenza manje iyakhula uthini ngo mfana ka Ngubane nawe mama uyiqili okufihlakele kuyovela izokufanela ukuthi ubuvele wazi .☹️
@FortuHlongwane
@FortuHlongwane 8 месяцев назад
Wakhohlakala umama bo hayi ngeke,
@MadonnaMthembu-pc6yq
@MadonnaMthembu-pc6yq 9 месяцев назад
Ngoba ukhuluma public iyoze ifike kubaba
@BhekithembaHlungwane
@BhekithembaHlungwane 8 месяцев назад
Ukhohlakele wemama 😮
@kgcebekhulu6027
@kgcebekhulu6027 9 месяцев назад
Bangcolile omama benu .ngelinye ilanga ayovela amahlazo
@jessicabradley6657
@jessicabradley6657 9 месяцев назад
Amanda leshow awuu sika lomama wacalm ngathi bayibumbile lento tseki. Faje show
@sikhumbuzosizwe7945
@sikhumbuzosizwe7945 9 месяцев назад
Lokhu nayqala ningakazi neromence
@NomandlaNyosi-jd6km
@NomandlaNyosi-jd6km 9 месяцев назад
Ntloboni na le yalomzi kwasamama kwasani 😢kubolile
@noncebaluke9761
@noncebaluke9761 9 месяцев назад
Yhoo lo mfazi ungcolile
@brendancube3448
@brendancube3448 7 месяцев назад
Kube akuzange kwaba lengane belizoyikhuluma nini imfihlo yenu belizoqhubeka litshontshana lawe bhudi ulephutha lokuba lesikhwele lodadewenu loba sethole ijaha lakhe losisi wakho ubezoqhubeka elokhu efeba lawe aze achithekelwe ngumtshado,iqiniso alikhulunywe ubaba atshelwe iqiniso ,ukhona owazala lodadewabo kodwa bazala isilima,kodwa yakhulunywa indaba yabo njengomdeni umtwana wondliwa egumeni waze wakhula,iqiniso liyamkhulula umuntu
@ThembisileMaphumulo-s7m
@ThembisileMaphumulo-s7m 9 месяцев назад
Sengiyabona nakuthathaphi lokukhohlakala
@NokwethembaNzuza
@NokwethembaNzuza 8 месяцев назад
Ngyakuqala ke lokhu😮😮
@PhilangenkosiSabelo
@PhilangenkosiSabelo 9 месяцев назад
Good mama
@mzwakhemsimango4459
@mzwakhemsimango4459 8 месяцев назад
Ay omama bafwethu. Uyazi kodwa ukuthi siyambona uboy wakhe? 😢
@Terra-ik1gs
@Terra-ik1gs 8 месяцев назад
If you have any problems just tell your mom umm ulihawu lami
@Sane-n1b
@Sane-n1b 8 месяцев назад
Hhay ayikho ke le esiyilalelel lana, these people are acting nje.
@sisatshuma6195
@sisatshuma6195 9 месяцев назад
Mmmmh nce nce nce😢
@jabumbonambi892
@jabumbonambi892 8 месяцев назад
Amanga nje lawa ayikho into enje never
@dumisanidube4486
@dumisanidube4486 9 месяцев назад
Yhoo lomama ubolile naye
@Bonga-bm3mt
@Bonga-bm3mt 9 месяцев назад
Uyaphinda uyayfihla futhi ubheda lomama
@sbusisolucky2794
@sbusisolucky2794 9 месяцев назад
Uyinja mfana""qhubeke umudle loyo sisi wakho usangathathwa ubani loyo muntu
@nkosinathimzomuhle-bk1km
@nkosinathimzomuhle-bk1km 9 месяцев назад
Lomjita ubeyaphi kule show ngobaphela uyamaz umawakhe kuthi ungumuntu onjani ongekayo ngoba le show ingahambihambi izifike kubo kwalobhut obanjiswe ijazi izigcine ifikile nakuyise lendaba uzothin uyise walamawele mayeyizwa lendaba ezwa nonkoskaz wakhe ekhulumakanje eth unezinyimfihlo azigcinile lomjita bekumele engaykhulum lendaba emphakathin cos umphakath phela lo imfihlo enjani leyo esiyaziwa umphakathi
@greenpeace7380
@greenpeace7380 9 месяцев назад
Ukusafihleki lokhu, sekusobala nje
@SganandaDlaba
@SganandaDlaba 9 месяцев назад
Mudla kanjan dadewen skoon😮
@harbourbaysecurity
@harbourbaysecurity 9 месяцев назад
Ndiyenda sherelwa same story.ngumngane wam ngabo Mzala bakhe.kodw yhena kasekho wasweleka ndandibana ukuzibuza lomntu ngumntu onjani nesihlobo sakhe..buy kulena uryt lomama ngcono ingaveli kutata walentwana ngobakangethandi ukwazi leninto yhooo inzima
@bongiwematokazi4091
@bongiwematokazi4091 8 месяцев назад
Utata bekumele axelelwe nokuba kokwenzekani
@mcebisibonga3106
@mcebisibonga3106 8 месяцев назад
Ayikho lento kudlalwa ngath ..
@nothando2004
@nothando2004 9 месяцев назад
😮😮😮😮
@LihleMtolo
@LihleMtolo 9 месяцев назад
Uthi lomama uyazi uku3ulalelwe emsakazweni
@mzwenhlanhlasandilekubheka4546
@mzwenhlanhlasandilekubheka4546 7 месяцев назад
Ebazi lomama 😢😢
@MelcyNdebele
@MelcyNdebele 8 месяцев назад
Ukube ngiyamazi lobaba bengizomtshela ukhohlakele umama akakhali ngisho ukukhala. Amanyala anjena emzini wakhe. Naye okysho ukty uyayijabulela lento 😮
Далее
titan tvman's plan (skibidi toilet 77)
01:00
Просмотров 5 млн
ПОЮ ВЖИВУЮ🎙
3:19:12
Просмотров 875 тыс.
Редакция. News: 136-я неделя
45:09
Просмотров 648 тыс.
NGATHI AKADLE INKOMO KUPHELA ANGANGIBULALI
47:51
Просмотров 426 тыс.
SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngalala noBaba wakho 😯 | S1-EP3
13:58
titan tvman's plan (skibidi toilet 77)
01:00
Просмотров 5 млн