Тёмный
No video :(

SILIMELE, NGOMNTWANA WAKWAPHINDANGENE. 

Phumlane indlandlalazi yomkhonyovu Hlongwane
Подписаться 29 тыс.
Просмотров 3,6 тыс.
50% 1

uShenge, ukukhothama, uzitha

Опубликовано:

 

26 авг 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 28   
@ThembelanijuniorZitha-yq6qe
@ThembelanijuniorZitha-yq6qe 7 месяцев назад
We Mfoka Hlongwane Mnewethu, uyayibona yini le Nkunzi okhuluma ngayo ukuthi isimane yathatha ezayo izinduku yabacela u Dede Ngo Zibandlela.🤣🤣🙌🏽 Ifike ngamandla impela naba no Fikile, Gwede, no Bheki Bayatatazela manje.😁🙌🏽 Ngoba le Nkunzi okhuluma ngayo i Bophele ngama Khosi konke namakholwa. Mhlampe kulo nyaka kukhona okuyosilungela siyi KZN.❤✊🏽
@sfisozwane4052
@sfisozwane4052 11 месяцев назад
Ungakangwinyi webhuti abheke nje umkhosi weLembe ubekwe ngosuku okngelona befunda ephepheni bekhala nganye umntwana bethi kube bekhona bengeke abume umbuzo bona bathuleleni khulu luyeza
@MASKANDIIIIII
@MASKANDIIIIII 11 месяцев назад
Eyy imbabazane madoda. Aww kulungile. UKE washo wathi izimo zonke zehlela abantu emhlabeni.
@nkululekobuthelezi2112
@nkululekobuthelezi2112 11 месяцев назад
Uhlanya ngolwakithi eMhongozini olungubo zimbili enye ngeyokula enye ngeyokwethamela uMsuth'ongubo zimakhwengu zimakhwengukhwengi zinjengezabafundisi bebheke emasontweni emiGqibelweni nangawo amaSonto iNgqcayemaqana egcay'uluGuqu yagcayeliMpangiso yagcayeluZwela yagcayel'aMaphela lapha kuMandwandwe kwabaseGudunkomo Sikhaliseni impela sizwe sakwethu nathi ngaphakathi kwaButhelezi asazi sizothi baba kubani
@user-cd8rt6fl2t
@user-cd8rt6fl2t 11 месяцев назад
Mina angikhumbuli ethi akbulawe abantu babesbhedela ngalepolitiki yabo bebulalana bodwa namanje basahhema ngalepolitiki yabo
@kaytwolindo6582
@kaytwolindo6582 11 месяцев назад
Media izamile ukuyikhipha ezinhlizweni zethu kodwa uma sisenabantu abalaziyo iqiniso njengawe sizothamela izimfundiso zakho
@senzontombela1723
@senzontombela1723 11 месяцев назад
Ngwane, qhawe lakomkhulu wayibeka silimele. Siphakathi kwetshe nembokodwe, bekade siphakathi komhlane nembeleko, sikhomba ngophakathi... 😭😭😭
@ThuthukaniSibiya
@ThuthukaniSibiya 11 месяцев назад
wake wathi bhuti.... " uboke unanke umuntu omdala ekhaya uma izinto zingahambi kahle uvele aguge nje kusuke kukhona into akayikhulekelayo kothi sekuhamba kahle umubona eselibhungu wabe usulinganisa ngaye umntwana" eiii wawuqinisile
@kwezikakhanyeza9805
@kwezikakhanyeza9805 11 месяцев назад
Eiy babuHlongwane 😪
@sinethembangcayi6710
@sinethembangcayi6710 11 месяцев назад
Mehlo madala ngempela
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 10 месяцев назад
Cha iqiniso leli Ngwane.silimele nanamuhla ngoShenge.futhi njengoba ehambile umtomdala baningi bazozensela.besengimbiza ngokuthi "iNqolobane yeSizwe"ngikwazi ebinalo,nokwazi ukukhuluma neButho likazulu suka Uma selibhenguza lidlebendeka ibisukuma yona sezehlulekile induna ikhuze lithule Lithi tuuu.akaphumule uMtomdala.
@mbongenibuthelezi6703
@mbongenibuthelezi6703 11 месяцев назад
Mfethu uyiqhawe boze bekuzwe
@nthurokhaflandihwanqa2246
@nthurokhaflandihwanqa2246 11 месяцев назад
Amandla Akhe Omdala Uma Esethi Hlalaphansi Ngithi Hlalaphansi Musa ukuganga 😂Bekugcina Yena Futhi Angikhathali Ungathini..
@MASKANDIIIIII
@MASKANDIIIIII 11 месяцев назад
Ummango uyewukela kwaZulu.
@muziwenkosimhlophe927
@muziwenkosimhlophe927 11 месяцев назад
Incabhayi isele ngakithi ngempelake manje!!!!
@ayandamnculwane4781
@ayandamnculwane4781 11 месяцев назад
Lool singekhuluma kakhul.sizibonele zolo lokhu umNtwana ema ema ema ngendlukulu.
@sphepheloshamase5736
@sphepheloshamase5736 11 месяцев назад
Abaholi bakwaZulu banesibindi yingakho kungeke kubhalwe kahle ngabo no Zuma bajivazwa ngoba babengamesab' umlungu. Babemqonde nqo befuna kumuphuc' iqath emlonyeni.
@sandilendumiso944
@sandilendumiso944 11 месяцев назад
Ngwane....🤝
@sandileTembeNgwanase
@sandileTembeNgwanase 11 месяцев назад
Lenkulumo yakho bengiyibheke ngamehlo abomvu mfoka Hlongwane, uphile mnewethu.
@mgonothishabalala8981
@mgonothishabalala8981 11 месяцев назад
Ubani le Nkunzi athi uhlongwane Kufan ngab sifolosa ngayo manj?
@sibonisomntungwa5427
@sibonisomntungwa5427 11 месяцев назад
Usho ubaba JG Zuma.
@mgonothishabalala8981
@mgonothishabalala8981 11 месяцев назад
@@sibonisomntungwa5427 ubaba U Msholozi yen yedwa?
@sbonisomthethwatv3750
@sbonisomthethwatv3750 11 месяцев назад
Uyindoda mfokaNgwane
@mgonothishabalala8981
@mgonothishabalala8981 11 месяцев назад
Ubani le nkunzi athi uHlongwane fane ngabe Sifolosa ngayo ?
@khethazulu1905
@khethazulu1905 11 месяцев назад
Ngiyakuzwa mft2
@mgonothishabalala8981
@mgonothishabalala8981 11 месяцев назад
@@khethazulu1905 uzwani Mtak Baba Ngob Min ngiyabuza
@khethazulu1905
@khethazulu1905 11 месяцев назад
@@mgonothishabalala8981 inkulumo yensizwa bhuti wami
@mncedisikubheka3577
@mncedisikubheka3577 11 месяцев назад
nami ngisho njalo 🤦 seqiwe engeqiwa ntwala
Далее
ABANTU ABAZWANI NOKUFUNDA IMIQULU.
7:53
Просмотров 2,8 тыс.
IMPENDULO, UKULASHWA KOMUNTU EKHAYA KUBO.
7:17
Просмотров 1,7 тыс.
UBUCAYI BESIPHIWO NOKONAKALA KWASO.
13:14
Просмотров 6 тыс.
IZIBONELO ZOKUHHEMA KWABATHENJIWE.
5:49
Просмотров 2,7 тыс.
OKUQUKETHEKE EMAKHASINI AMANINGI.
8:20
Просмотров 3,3 тыс.
IMTHUBIYELA, KWESIKAMANKUNKUNKU. PART-1
8:36
Просмотров 3,4 тыс.
UKUZALWA WEDWA IYISHWA LAPHALADE.
5:15
Просмотров 2,5 тыс.
SIZUNGEZWE UBUTHA BEZITHA.
12:27
Просмотров 5 тыс.
AKENGIHLEHLE, NGIHLAHLULE NGAKHE INZWA ENGABONAKALI.
9:42
UBUZE BEZIBUSISO; OWENTULAÝO.
8:07
Просмотров 3,1 тыс.