Тёмный

SOUTH AFRICA THANK YOU FOR YOUR DONATIONS 

siyeza tv
Подписаться 100 тыс.
Просмотров 19 тыс.
50% 1

Join this channel to get access to perks:
/ @thuleleni_tv

Опубликовано:

 

16 сен 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 173   
@kefilweolivesejanamane4018
@kefilweolivesejanamane4018 14 дней назад
May God blessed all people ho contribute to this femely nawe baba seyabonga all this happen because of you phamphene ngane God bless you all
@LungileMthembu-vm8nn
@LungileMthembu-vm8nn 14 дней назад
Syabonga kakhulu Bhut umsebenz wakh omuhle nabalule isandla ngath uJehova angabandisela kanye nabasebenz no Mama basebenzile kakhulu syabonga konk ukmesek enimuphe khona Nkosi inibusise❤
@LindekileMaureenGcwabaza
@LindekileMaureenGcwabaza 14 дней назад
Hay siyabonga sizwe esimnyama ngokulula isandla ngesikhathi esifanele.Isandla sidlula ikhanda, kwande nala nithathe khona, singalibali ukubonga uThuleleni ngomsebenzi omuhle
@siphomogale779
@siphomogale779 14 дней назад
Thank you all people who contributed to the lamentations of the family 🙏🙏
@enhlemthethwa3738
@enhlemthethwa3738 14 дней назад
Bab Thuleleni, you are doing a great job❤❤❤
@NinoMbikwana
@NinoMbikwana 14 дней назад
Siyabonga Bhuti Mdu,Thuleleni,Dokotela mzimbokhalimali, organisation in over seas,all South Africans,may GOD richly Bless you 🙏🏽
@NokwaziNkosi-b7y
@NokwaziNkosi-b7y 14 дней назад
Siyabonga bhuti uNkulunkulu akubusise akugcine,nabobonke abanikele❤.
@zwelethuphakathi2703
@zwelethuphakathi2703 14 дней назад
Into engiyithanda ngabantu bayakwazi ukusiza ma kuhlatshwa ikhwela ngabantu abasuke behluphekile,kuyophela ukuhlupheka kubantu ma bekwazi ukusizana 🙏
@user-zr1ym3le9z
@user-zr1ym3le9z 14 дней назад
Halala Ma Africa Amahle, Ningadinwa Nenze Njalo Nakwabanye. Syabonga Ngalemisebenzi Emihle Kangaka
@NomandlaNyosi
@NomandlaNyosi 14 дней назад
Mhle kakhulu umsebenzi wenu ngathi unkulunkulu anganongezela❤keep up the gud work Thuleleni🙏
@LungileLungiMosoeu
@LungileLungiMosoeu 14 дней назад
Siyabonga Nkwaliyenkosi and God bless South Africans those who donated and those who will still donate❤
@buhlemthembu
@buhlemthembu 14 дней назад
Kuyabongeka enikwenzile kulomuzi bakaThuleleni. Waze wakhuluma kahle uboy yindoda emadodeni le❤
@PatiencePhangisa-uc3yc
@PatiencePhangisa-uc3yc 14 дней назад
Siyabonga kakhulu bhuti Mdu nabobonkhe abalule isandla kwangathi uNkulunkulu angababudisa bangasweli lutho emhlabeni ❤❤❤❤❤
@NondumisoButhelezi-p8i
@NondumisoButhelezi-p8i 14 дней назад
Siyabonga bhuti mdu ngosebenzi wakho unkulunkulu akukhulise 🙏
@Bonabenzasandiseni
@Bonabenzasandiseni 14 дней назад
Syabonga 🙏 mfoka Mkhwanazi ngokushaya ikhwela lananela zonke izihosha ,ngoksiza abant inkosi ikwandisele
@zanellesun1534
@zanellesun1534 14 дней назад
Siyabonga ku Baba uDokotela umzimba ukhalaimali uyiQhawe Dokotela,siyathokoza ukuba nomuntu onjenganawe...🙌kwaaande Baba...
@landekadzanibe
@landekadzanibe 14 дней назад
Syabonga kakhulu south Africa ngokulekelela umndeni kwande bakithi Lapho nithathe khona
@PaulleteRejoice-lv6op
@PaulleteRejoice-lv6op 14 дней назад
God Bless South Africans blessed is the hand that's giving than the one that's taking 🙏
@PrettyNgwenya-c6d
@PrettyNgwenya-c6d 14 дней назад
Thanks brother u are doing a great job
@ArthurNdwandwe
@ArthurNdwandwe 14 дней назад
Amen ssngathi umdali bonke bafake isandla ababusise amaphe okuniningi abakufisayo nempilo ende baphile njalo babe nizwelo
@mbomeningcobo
@mbomeningcobo 14 дней назад
Siyabonga kakhulu kwi team yonke yakwa thuleleni nakuwona wonke umuntu ofake isandla unkulunkulu akubusise ngakho konke enikudingayo
@thandekileangel8798
@thandekileangel8798 14 дней назад
Siyabonga Ndongomkhulu ngomsebenzi omuhle owenzayo nalabo abanikelile kwande nakubona. Ujehova abenaye umfana athole usizo lokwelulama🙏
@YesdioBrand
@YesdioBrand 14 дней назад
Siyabonga bhuti mdu ngimsebenzi wakho omuhle owenzayo God bless you nomdeni wabhuti omncane❤
@SamukelisiweNgema-i4k
@SamukelisiweNgema-i4k 14 дней назад
Syabonga kakhulu Mkhwanazi nakubobonke abalule isandla
@BusisiweMagutshwa
@BusisiweMagutshwa 14 дней назад
Siyabonga bhuti Mdu ngothando nalo ngabantu nomsebenzi siwenzayo nozakwenu Thixo nikhulise njlo siyabonga nakwabalule isandla kwande labethathe khona 🙏
@ntombizethumiya5866
@ntombizethumiya5866 14 дней назад
may the almigty continue to bless you all contributed and you bhuti Mdu and thuleleni🙏❤❤❤
@SizakeleMthuli
@SizakeleMthuli 14 дней назад
Syabonga kakhulu bhuti uMdu uNkulunkulu akubusise nabo bonke abanikelile anandisele uThixo lapho nithathe khona🙏😍
@BuyiandFortune
@BuyiandFortune 14 дней назад
Syabonga kwi team ka Thuleleni❤❤❤
@lizwishelembe0224
@lizwishelembe0224 14 дней назад
Siyabonga kuthuleleni ngokusukumela phezu ngathi unkulunkulu ngawubusisa lomndeni bathole nkoke abakudingako❤️🙏
@futuresonie
@futuresonie 14 дней назад
Wow maye Siyabonga xem Nkulunkulu atsele umusa Nkosi yami babe🙏
@gracechauke
@gracechauke 14 дней назад
God is good all the time 🙏🙏
@JoelDikela
@JoelDikela 14 дней назад
Thank you bhuti mdu ngosizolwakho my brother may God bless you bhuti wam
@AgnesDineo
@AgnesDineo 14 дней назад
Dumela Buti mdu thank you very much God bless you
@BusiMthethwa-x7j
@BusiMthethwa-x7j 14 дней назад
Siyabonga nkulunklu ababusise baphose isandla sibonge no thuleleni bhuti mdu
@MisiweNdlela
@MisiweNdlela 14 дней назад
Siyabonga kakhulu kubobonke abanikelile nenhlangano Thuleleni kwande Jehova anibusise more❤❤
@Thobekambokazi
@Thobekambokazi 14 дней назад
Syabonga uthando MaAfrica..uNkulunkulu abenani
@NtokoMathenjwa-jg5qs
@NtokoMathenjwa-jg5qs 13 дней назад
❤❤❤❤ syabonga nkocyami bhut muhle umsebenzi wakho sibonga nabakwazile ukulula isandla ngit makwande la abathathe khona.UTxo emuhle njalo uzolulama mfe2 uzobuyela esimeni sakho uTxo emkhulu uzokulekelela ululame.Syabonga kubobonke abasizile syambongela ubhut we2 omncane
@MphoNkolele
@MphoNkolele 14 дней назад
Siyabonga buti umsebenzi omuhle kangaka,, inkosi ikubusise butiwam ne thimba lonke lakwa uthuleleni GOD BLESS YOU in Jesus mighty name 🙏🙏
@makhosimazubane1701
@makhosimazubane1701 14 дней назад
Syabonga kubo bonke ababe namandla okulula isandla 👏🏾
@MphoSgora
@MphoSgora 14 дней назад
Rea leboha MODIMO aphahamise leboha ❤❤❤
@PhumeleleMkhwanazi-z5o
@PhumeleleMkhwanazi-z5o 14 дней назад
Shembe akukhumbule bhuti kulomsebenzi owenzayo🙌🙌🙌
@thandekazuma9957
@thandekazuma9957 14 дней назад
Amen kwande Mzansi❤❤❤
@BrigetteKhumalo
@BrigetteKhumalo 14 дней назад
Hi brother Mdu thank you very much god bless you❤❤❤❤
@xolilesibiya48
@xolilesibiya48 14 дней назад
Siyabonga bhuti Mdu uthixo abe nawe njalo ekukhuthaza phinde akuvikele akuphe nompumelelo kukho konke okufisayo❤🙏
@NompumeleloXulu-qw1iu
@NompumeleloXulu-qw1iu 14 дней назад
Thanks SA 🇿🇦 watching from Chicago
@khosisibiya2197
@khosisibiya2197 14 дней назад
Sibusisiwe isandla esiphayo kunesimukelayo. Akwande 🙌
@ZamaLukhozi
@ZamaLukhozi 14 дней назад
Eiiii bhuti Mdu uthixo akugcine akuphakamise ngomsebenzi wakho omkhulu kangaka 🙏sengathi mft angasizakala ibuhlungu into eyamehlela
@luckytau6331
@luckytau6331 14 дней назад
Makwande njalo bantu bakithi!🙏👍🏾👍🏾👍🏾
@primrosejaca3467
@primrosejaca3467 14 дней назад
Unkulunkulu abusise kuwo wonke umuntu olule isandla. Bhuti Mdu siyabonga ngomsebenzi wakho omuhle owenzela izwe lethu kwande💃💃❤❤
@BhutiBhuti-di5bq
@BhutiBhuti-di5bq 14 дней назад
Siyabonga kakhulu mfwethu ngosizo lwakho,God bless you 🙏🙏🙏 Amen
@welilerejoice6899
@welilerejoice6899 13 дней назад
❤🎉Thank you so much To Thuleleni organization and to those who manage to assist the young man God bless you.
@SimphiweMlungwana
@SimphiweMlungwana 14 дней назад
God bless all people who put they hands to this family ❤❤❤
@user-wt5qu4ut6s
@user-wt5qu4ut6s 14 дней назад
Nkwaliyenkosi uyisibusiso baba unyazilwezulu lukuvikele njalo ngoba akubobonke abakuthandayo lokhu okwemzayo
@user-sn2xg1cw6r
@user-sn2xg1cw6r 14 дней назад
Siyabonga kwabalulile, nathi besifisa akukho kona zingane zakwethu ngelinye ilanga solula nathi.
@yolandamehlo7446
@yolandamehlo7446 14 дней назад
Muhle umsebenzi🎉🎉🎉🎉 South Africans taking care of each other 🎉🎉🎉 maMsane kuyolunga ngelinye ilanga ma wami no mfana wakho uzophola ❤❤❤❤
@WinnieNtunzela
@WinnieNtunzela 14 дней назад
Mkhwanazi UNKULUNKULU ABE NAWE AKUPHE AMANDLA KWIMIZAMO YAKHO YOKUSIZA UPHAKATHI 🙏🙏🙏
@666illuminsa
@666illuminsa 14 дней назад
God bless everyone who contribute into such situation..i saw first video.
@NontlantlaNdinisa
@NontlantlaNdinisa 14 дней назад
Syabonga bhuti umsebenzi wakho umhle kakhulu baba qhubeka usize onke umntu emzansi bantu baludinga sizo .. ibuhlungu kakhulu into kabhuti ..uthixo akuncedisi mfethu
@bafanaprince2327
@bafanaprince2327 14 дней назад
Siyabonga Shamase umsebenzi omuhle asigcinele wena uNkulunkulu
@ZamaMkhwanazi-b9r
@ZamaMkhwanazi-b9r 14 дней назад
Sibusisiwe isandla esiphayo🙏 Ndonga uNkulunkulu akufihle emehlweni amabi, bese ekuphumelelisa nenhlangano iThuleleni
@FikileEmmahNdlovu
@FikileEmmahNdlovu 14 дней назад
Unkulunkulu akwenze kahle Mdu 😢uqhubeke usebenzele uMdali 🙏
@gabisileprudencesibiya1546
@gabisileprudencesibiya1546 14 дней назад
Inkosi inibusise kwande🙌
@user-vx8bx6xk6t
@user-vx8bx6xk6t 14 дней назад
UJehova wethembekile njalo ngizwa ngifikelwa izinyembezi kodwa akukho angeke akulungise
@DelisileSibeko-t8w
@DelisileSibeko-t8w 11 дней назад
Siyabonga Mdu inkosi ibe nawe nomfana kumhambele kahle kuhle ukubona abantu abasenobuntu iyakhalisa lendaba kodwa namuhla izinyembezi zenjabulo siyabonga SA kwande
@PrudenceSompicy
@PrudenceSompicy 14 дней назад
Ncoew bakith umawami lona nami ngzalwa uMaMsane Majoka, UNKULUNKULU akusebenzise njalo Mdu syabonga
@ntuthukodlame1894
@ntuthukodlame1894 10 дней назад
Bhuti Mdu and team, lento eniyenzayo iyisibusiso! God Bless u as Thuleleni team and God Bless all those who have donated and still to donate!
@user-yy9xb9cz3t
@user-yy9xb9cz3t 14 дней назад
My brother mdu God bless you 😢😢😢
@nonhlezondo5117
@nonhlezondo5117 14 дней назад
Kodwa lomfana 😢 the he appreciates❤❤❤
@nonhlanhlamzane
@nonhlanhlamzane 14 дней назад
Siyabong kakhulu ku thuleleni inga inkosi inganibusisa niqubeke more
@mmatladirenoldahshoba8546
@mmatladirenoldahshoba8546 9 дней назад
Bhuti ka Thuleleni you are a messenger from God for all this families abedinga usiso ngathi inkosi ingakwenza kahle uqubeke ngalo msebenzi omuhle owenzela umphakathi...inkosi ithel'umusa❤❤
@duddudu7254
@duddudu7254 14 дней назад
Syabonga 🙌 bhuti iNkosi sengathi anganibisisa
@SaneleNdebele-p8e
@SaneleNdebele-p8e 14 дней назад
🙏🙏akwande ma south African Ubuntu yibo lobo nakuwe bhutu umdu unkulunkulu akubusise akukhulise syabonga
@ReginaPhale
@ReginaPhale 13 дней назад
Your show bhuti u Jehovah abenawe uqhubeke nokusiza abantu. Syabonga kakhulu❤
@phumzilebuthelezi2418
@phumzilebuthelezi2418 14 дней назад
Khula Thuleleni ube ngangey ntaba zOndi no Khahlamba. UMvelinqangi akubusise. Konke okuthintayo kuphenduke igolide....🙌🙌🙌
@NontobekoNontobeko-y1d
@NontobekoNontobeko-y1d 14 дней назад
Syabonga kakhulu umsebenzi wenu nkulunkulu anigcine njalo niqhubeke nomsebenzi wenu omuhle
@NonkanyisoVeco-q3q
@NonkanyisoVeco-q3q 12 дней назад
Thank you 💕 Bro Mdu. .the rest is in God's hands....🎉🎉🎉👍👍👍👍 for Bhut Mdu nethimba lonke ❤
@CarolineMhlana
@CarolineMhlana 14 дней назад
Ngiyabonga kuphathi wehlelilo lokusiza lefamaly ngiibonge Dr mz.imbaukhali mali ngamazwi owakhulumile nam ngasho ngathi wagxumela phezu kimnikazi wamanzi ngoba waphinda wamxolela wamyeka kumele bayishweleza khona lapho ngembhuzi not inkukhu sibeside isikhathi sishweleza inga ungahamba Dr🙏
@zanellesun1534
@zanellesun1534 14 дней назад
Ngiyanibonga ma colleagues ka Mama eii nibenzile ubuntu,ikhlungu indaba yalaykhaya,uNkulunkulu anibusise nonke...🙌
@RaltonMcDonald
@RaltonMcDonald 14 дней назад
Ncooooo bangcwele bhuti mdu andikwazi kuzibabamba 😭😭😭nkoc yam😭🙏
@NonhlanhlaMoungose
@NonhlanhlaMoungose 12 дней назад
Siphinde sibonge nakubhuti ogulayo ave ekwazi ukubonga udlula umawakhe amagama akhe nje ahlakaniphile uNkulunkulu abeneshawu ngawe🙏🙏
@ZamaNyathi-yr1mf
@ZamaNyathi-yr1mf 13 дней назад
Siyabonga kakhulu kwabalule isandla❤❤sibonga nawe Bhuti omdala🙏
@lizwishelembe0224
@lizwishelembe0224 14 дней назад
Amen
@GuguMtimande
@GuguMtimande 14 дней назад
Syabonga kakhulu kuwe bhuti umdu nethimba lakho lonke lakwa Thuleleni nakubobonke abaphons esiviva neni kwande
@businzama6939
@businzama6939 14 дней назад
Saze sabonga UNkulunkulu anandisele nonke enifake isandla siyabonga bhuti uMdu uNkulunkulu akwandisele ngomsebenzi wakho asingcinele wena 🙏🙏
@NonhlanhlaMoungose
@NonhlanhlaMoungose 12 дней назад
Siyabonga bro.Mdu nethimba lakho uwusizo kakhulu emphakathini uNkulunkulu asigcinele wena
@siyandakhumalo2421
@siyandakhumalo2421 13 дней назад
Amen bhuti omdala mkhwanazi nethimba elifakA isandla abe ryt umfw2
@CynthiaLenong-e2z
@CynthiaLenong-e2z 14 дней назад
Awu bakithi waze wakhuluma amazwi anengqondo umfana wakhulumisa okomuntu omdala udlula ngusho umha wakhe zaze zehla kumina izinyembezi
@ThokozileNofuya-fu2zd
@ThokozileNofuya-fu2zd 13 дней назад
Mdu Mfowethu siyabonga usizo lwakho ungakhathali ngosizo lwakho noewowonke ofake isandla kwande lanithethekhona
@PreciousMabele-kz8pn
@PreciousMabele-kz8pn 10 дней назад
May God bless u Thuleleni and all those who managed to donate,uzoba rit boy Thixo usithanda sonke
@NONDUMISODLAMINI-hj5qq
@NONDUMISODLAMINI-hj5qq 10 дней назад
Siyabonga baba Thuleleni uThixo akukhuphule 🙏🏽🙏🏽
@cebontuli-o9f
@cebontuli-o9f 14 дней назад
Siyabonga ❤
@sibonginkosinxumalo6688
@sibonginkosinxumalo6688 14 дней назад
❤❤❤❤❤❤❤❤❤
@bongiwesithole9376
@bongiwesithole9376 14 дней назад
Siyabulela South Africa ngokolula isadla sibusisekile esiphayo isandla
@bontlebaloyi5757
@bontlebaloyi5757 13 дней назад
Masibonge kuboboke abafake izandla ukulukulu aniyenze kahle ngaze ngakhala ngi khaliswa hinjabulo I'm so proud of my people ♥️ ❤️
@ReginaldKetse
@ReginaldKetse 14 дней назад
Unkulunkulu ingathi anganandisela nonke lanithathe khona ngomsebenzi wenu omuhle kangaka , nomfana ahlal' ethembeni uzolulama masinobuntu phakathi kwethu lobu obukulelizwe singabunqoba
@thembiprincess7633
@thembiprincess7633 14 дней назад
Siyabonga ubuntu abande
@NgenzeniNgubani
@NgenzeniNgubani 14 дней назад
Kwande lana nithathe khona kwabafake isandla kumndeni kasabelo
@Zungusphelele
@Zungusphelele 14 дней назад
Sbonge kakhulu kuThuleleni tv...uNkulunkulu anibusise ningacini ngo bhuti omncane kphela nabanye nkosyam nibancede....nasebantwin abaxhasile may your pockets never run dry ngane zakwethu uNkulunkulu anandisele.
@zodwagumede5700
@zodwagumede5700 14 дней назад
Kwande Ndonga ne nhlangano yakho ❤❤
@pamellandunge9172
@pamellandunge9172 14 дней назад
Ababengiphikisa ku last episode mangithi mayengabuyela khona laphaya ayoshweleza kungakhona okullungayo nangu ke udokotela uyasho naye
@zanellesun1534
@zanellesun1534 14 дней назад
Ngavuma nam impela waqhamuka nephuzu,kuyoshwelezwa kumnini wamanzi,i second uuu in dat we Pam.
@portiamotha4247
@portiamotha4247 11 дней назад
Siyabonga bhuti mndu ikosi ikubusise❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
Далее
UDADE WETHU WATHATHWA AMBULANCE ASIPHINDANGA SAMBONA
39:41
ISIMO SENHLALO ASISIHLE KAHLE KOWASHAWAINUNU YAMANZI
21:16