Тёмный

Thokozani Langa usola ngobunja ngomcimbi wakhe 

King Zoso TV
Подписаться 145 тыс.
Просмотров 8 тыс.
50% 1

Опубликовано:

 

20 ноя 2022

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 36   
@mthokozigudlumkhukhu4033
@mthokozigudlumkhukhu4033 Год назад
Yaz ukube uqale wakhuluma naye uzwe kuye b4 uzokhuluma nathi ngoba awusazi isizathu sakhe esimenze wenza lokhu okhala ngakho kungakuhle ukuthi ngokuzayo uboqala uyokhuluma naloyo muntu kuqala b4 uye ebantwini ukwenza kanjalo kuyobe kukhombisa ukukhula nobudoda
@thobaningxongo2300
@thobaningxongo2300 Год назад
Uyabheda wena uNomona uSomnandi owangakini awukhulumi ngani naye uthi uyaMnyunda kholwa akanyundeki asazokumema uyomosha uMcimbi wakhe
@khanyisanibhengu2884
@khanyisanibhengu2884 Год назад
WENA UDLALA UMONA NJE KUPHELA AKUWONA UMCIMBI WAMAVUKANE LO KUFUNEKA ABACULI ABAZOLETHA IHLWELE LA
@22onnorthsecurity29
@22onnorthsecurity29 Год назад
Syabadinga ke abandoned abanengqondo ephusile njengeyakho nsizwa syakuzwa Thina ushayile
@nkosinathidlamini6660
@nkosinathidlamini6660 Год назад
Bhuti wami muhle umbono wakho futhi ngiyawuncoma kodwa mina ngibona ukuthi bekufanele umcele ukuhlangana naye ukhulume njengoba ukhuluma uzwe yena ukuthi uthi mhlawumpe unaso yena isizathu esimenza enze kanjena kodwa wena awazi mfowethu
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Both sides of the story kunjalo Dlamini
@bhekanisihle3488
@bhekanisihle3488 Год назад
SIYABONGA QHAWE INJALO NJE LENTO 👏🤛🤝
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
This is one site of the story
@sithembisomdlalose6504
@sithembisomdlalose6504 Год назад
hhay khona kubuhlungu shame
@kilekile7043
@kilekile7043 Год назад
Ay uyabheda lomuntu uthi thina asenzeni ngoba uyamazi uSomnandi kungani engakhulumanga naye ubone kungcono ukuthi asozigqamisa ngaye la ufunudumo nje loskhotheni syahlonishwa isthunzi somuntu
@khoimkhwanazi6155
@khoimkhwanazi6155 Год назад
Niboke nimamele msge ningayi ngoqhawe lami noma enze iphutha. Uma usaboniswa amaphutha ubojabula
@khulekanimlungisi3652
@khulekanimlungisi3652 Год назад
Uyahlanya lo bakhona abaculi basoLundi la or ufuna kugcwale àmavukane akusikhona Kuma promotion la
@mthembenimkhumbuzi1835
@mthembenimkhumbuzi1835 Год назад
Ingan bakhona aboMzukulu noma lona ilenhlobo ethi mibona imicimbi ifune ukuqashwa ngenkani njengabalandeli bakaMthandeni abafuna ukuth aqashwe ngenkani kuMpucuzeko
@nelisiwe
@nelisiwe Год назад
UBABA UTHOKOZANI LANGA UBUKEKA EKWAZI UKULALELA NOKUZEHLISA MANJE THINA SINGENAPHI BEKFANELE UYOQALA UKHULUME NAYE U LANGA UZWE UVO LWAKHE BAKHONA BACULI BASOLUNDI NJE LA KODWA SINGABALANDELI KUYENEEKA SINGANESIKE KWANGATHI SIPHILELA UKUSOLAA NJALOOO
@phakamanimadinana923
@phakamanimadinana923 Год назад
Uqinisile olundi kuno mlabalaba ,smiso,quality, iqhawe.act 👆
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
This is one side of the story
@nixmapha9977
@nixmapha9977 Год назад
Khona ushayisile mengawafakanga namaciko endawo
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Ubuzowakhokhela wena?
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Kodwa abantu bayamangaza ukuthi me kufanele akhulume nothokozani yena ukhuluma nathi 😭
@msizisketesbongiseni4246
@msizisketesbongiseni4246 Год назад
Iqiniso lihle 🤞
@maxwelzwelakhe2951
@maxwelzwelakhe2951 Год назад
U Khuzani uyabamema yn abafana bakaMgqumeni,uma elethela abantu bendawo osaziwayo kuphutha yn beningelinde ingoma yendawo niyonandisa khona?
@siphomichael5190
@siphomichael5190 Год назад
Siyakuzwa ndoda kodwa bekumele uzame ukukhulumisana naye hhayi ukhulume ngaye uSomnandi ngoba akabukeki eyindoda engaboniseki
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Both sides of the story kunjalo Sipho.
@mthembenimkhumbuzi1835
@mthembenimkhumbuzi1835 Год назад
Bayamangaza ngoba umuntu ufike azicabangele abe nephupho lomcimbi dn kusuke muntu ongaqashwa even Maspala ezofuna ukuqashwa ngenkani emcimbini womuntu
@sbonelosbongiseni5114
@sbonelosbongiseni5114 Год назад
Zithini ingoma zakho coz angikaze ngikubn ngisho e plaza uziveza ebantwini ngomculo wakho
@vincentgumede1833
@vincentgumede1833 Год назад
Ubenephutha usomnandi
@ayabona891
@ayabona891 Год назад
Lani musani ukudlala omonase Bathini abasenkandla ngoKhuzani ngokungangeni kwigcwalisa
@fanelesibongezulu770
@fanelesibongezulu770 Год назад
Au kahle wena bhuti usho ukuthi ngoba amavukani asolundi ezinkulungwane nje kfanele kubizwe ninanonke? Futhi nje mhlambe ukube ufundisekile bekfanele usondele eduze uykhulumele eduze lento ubuzokwelulekeka kangcono. Okuyonenza ningakhuli yikho lokhu okwenzayo mina nje angikwazi kodwa ngingowasolundi awuyokwenza kahle ihomework yakho mnewethu
@mthembenitokyo9780
@mthembenitokyo9780 Год назад
Inhle inkulumo inoyise, nonina, siyamuxolisela bhuti sithemba ukuthi uyowuzwa lomlayezo bese elungisa lapho, okunesikhalo khona.
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
This is one side of the story
@thabanikhohlwa7158
@thabanikhohlwa7158 Год назад
Ithini ingoma yaleNgqwele
@ayabona891
@ayabona891 Год назад
Yini inhloso kaZoso ngoba ungumngani kangizwe Futhi lomfana niyoze nimbone
@dumimsayi3580
@dumimsayi3580 Год назад
King zoso ubunja pho ?
@mthembenimkhumbuzi1835
@mthembenimkhumbuzi1835 Год назад
Uyaz angiyiboni into eyenza lomuntu acomplain phela akuwona umcimbi wamavukane lona. N angiyizwa lento yokuthi uzothi mculi mezisungulela umcimbi wakhe ebese eyagxekwa
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Uqinisile lapho Mthombeni
@nkosingiphileluvuno
@nkosingiphileluvuno Год назад
Uyadakwa lomuntu okhuluma la
Далее
Ngamithisa umakoti ka mfwethu ingane ayilungelwa lutho
12:10
Luiza Rasulova #luizarasulova
00:37
Просмотров 2 млн
President Zuma uchaza isizathu sokuhoxisa icala ngo IEC
10:19
Durban July 2024 Live
9:42
Просмотров 40 тыс.
IGCOKAMA ELISHA LITHI IMNANDI INTIBANE🍆
2:35
Просмотров 4,7 тыс.
I Investigated South Africa's Whites-Only Town
23:09
Просмотров 597 тыс.
UGatsheni #HitAfterHit 🔥🔥🔥 #viralvideo
1:43