Тёмный

u BigZulu uMqhathi oMkhulu ka Mthandeni no Khuzani😱🤦💔🔥uLwah waye... 

Guluva Tv
Подписаться 38 тыс.
Просмотров 14 тыс.
50% 1

Развлечения

Опубликовано:

 

9 янв 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 128   
@thembelaniteemchunu448
@thembelaniteemchunu448 6 месяцев назад
Wayethuleleni uBig Zulu vele mina I believe ukuthi wayetshela ukuthi ngeke iye ndawo lengoma😂😂😂
@user-mz8ks5ff9e
@user-mz8ks5ff9e 6 месяцев назад
Iqiniso lelo
@Vezi864
@Vezi864 6 месяцев назад
Ingane kaMashandu ithwele kanzima kulomculo...kodwa ke washo uSqiniseko ukuthi alikho iqembu eliyophuma ngaphansi kwaMthandeni livelele ngoba uyacindezelwa..bt oMacekeceke kphela abamuqonda kancono
@musawenkosicebelihleyaka2837
@musawenkosicebelihleyaka2837 6 месяцев назад
uBig Zulu ulimaza ikusasa lika Lwa ngoba kunabantu abaningi abamnake ngalengoma waphinde wathola ukuqashwa kakhulu ngalengoma wangamcisha uMthandeni ukuthi asebenze ngengoma uBig Zulu komele abe yindoda engasabi abanye abafana
@khanyipro1683
@khanyipro1683 6 месяцев назад
Sikhathele sikhathele siyekeni manje. Lwah kukusizile ukuhlangana nomthandeni nomthandeni naye ngokunjalo
@GuluvaTv_since2021
@GuluvaTv_since2021 6 месяцев назад
End of the story😂😂😂
@MpenduloNtuta-tp2jb
@MpenduloNtuta-tp2jb 6 месяцев назад
😂😂😂😂 uBig Zulu wayevele cacile coz wenza engaqondi uba lengoma izohamba kangaka ushayeke kude futhi caba akacingi coz ubutshomi kuye budlula yonke into and uzifake kakhulu. uMthandeni yhilento ebengafuni ucacisa ngalento coz kwaqwakaniswa nje akwangenziwa kakuhle kuba bekudelelwa uMthandeni, sakhuphuka iskhova emva koko
@sphamandlasokhela3187
@sphamandlasokhela3187 6 месяцев назад
Kubuye kube nzima kakhulu ngoba thina sikhuluma izinto esasingekho zikhulunywa
@sibonelonxumalo3897
@sibonelonxumalo3897 6 месяцев назад
Kwakhona ukuhlaziya kwakho kuchemile coz awnawo ama facts ukhuluma okucabangayo, fitstly uMthandeni wenza ama banners wakhe yedwa alowamcimbi also wayesho ukt uhlele yedwa which means He excluded Lwa kwakmele eziyele engamenyiwe
@philaniethokazie2025
@philaniethokazie2025 6 месяцев назад
Wayibeka kahle bhuti u Big Zulu unesandla ngempela lana uphusha no Lwah axabane no mthandeni
@sphiwedlamini5592
@sphiwedlamini5592 6 месяцев назад
uMthandeni uyakhulunyelwa uyidlozi yini?usaphila nje uMthandeni uphi yena azikhulumele.....Mina indlela engibona ngayo ukuthi nje niyaphapha thina silinde uMthandeni nje kwaphela if kwakhokhwa ........akhona ama proofs of payments, akhona ayilomsangano wenu.
@user-xo7if2ww4x
@user-xo7if2ww4x 6 месяцев назад
U bigzulu bengimthanda kodwa usevele wazizondanisa nami ngolobubu phixiphixi bakhe...yena untaba yase Dubai akamkhokhelanga ngani
@GuluvaTv_since2021
@GuluvaTv_since2021 6 месяцев назад
Kwabekwa uzaba njal 😂😂😂
@solanimathenjwa6563
@solanimathenjwa6563 6 месяцев назад
Ungasho uqinise lapho odabeni lukaKhuzani,uzwakele uKhuzani ezibonga kule Album ekhuluma izinto ezibucayi
@sithembisongwane2137
@sithembisongwane2137 6 месяцев назад
Niyokhuluma nize niphathwe inkwici nisuthi amasi nihlaziya into engekho ngokuchema, akaphumele obala uMthandeni aziphendulele. Akanibekanga ukuba nimkhulumele.
@user-mp8er6ow6g
@user-mp8er6ow6g 6 месяцев назад
Song of the year yavotelwa ubani akusiyeke wena
@sandisenininger-lq1yr
@sandisenininger-lq1yr 6 месяцев назад
Umdala kodwa awyazi song of the year😂
@user-kv9kh5vy3l
@user-kv9kh5vy3l 6 месяцев назад
😅😅uMona awakhi.. uBig Zulu akayekele uMhobholo nje finish..
@ayolazangqa9796
@ayolazangqa9796 6 месяцев назад
hayi nawe kuyavakala, ukuba uyalwa no Big Zulu, secondly umfakelani Khuzani manje... Hayi nendaba nawe and ukhetha i side.....
@nqobanitecco7548
@nqobanitecco7548 6 месяцев назад
UMTHANDENI iqembu elizimele uma ubig zulu ecabanga ukuthi uncike kulwa ngimzwela ubuhlungu
@BG_GOODMAN
@BG_GOODMAN 6 месяцев назад
Kulaba abathi uKhuzani ingene ngani kulendaba kaMthandeni noBig Zulu nakhu.. UKhuzani yezwakala ngaye lendaba ngoDecember kuTrack 9.wathi kwasho uBig Zulu....lalela uTrack 9 kakhuzani.
@bawelilengubane6863
@bawelilengubane6863 6 месяцев назад
Cha nje u Big Zulu elikhulu ixhoki lentshebe kwakufanele abhekane no Mthandeni njengoba bahlangana bevumelana uyixoki
@sanelemkabane187
@sanelemkabane187 6 месяцев назад
Iqiniso linayo indlela yokuziveza , uBZ no Mgodi bazama ukucindezela uSK ...
@VitalisGasela
@VitalisGasela 5 месяцев назад
😂
@sithembisongwane2137
@sithembisongwane2137 6 месяцев назад
Nawe uhlaziya kangaka nje uze ugxize amathe uchemile kwawena ekuhlaziyeni kwakho, ucheme noMthandeni ngoba angazi uKhuzani ungenaphi kuyo yonke lendaba yeParis. Anifuni ukumbona ephumule, nimbeka amabala ngayo yonke into, noma esefile niyothi uyapoka ngenxa yenzondo.
@user-dy2em7oc4c
@user-dy2em7oc4c 6 месяцев назад
Xoki big zulu
@user-kv3ge9vu2q
@user-kv3ge9vu2q 6 месяцев назад
Bafethu u Big Zulu yena wamkhokhela yin u Dubai kungoma ethi imali eningi so kayeke imsindo
@Lil_Bae2Smart
@Lil_Bae2Smart 6 месяцев назад
Ningabenzi idlozi bafakeni oBig Zulu bazikhulumele. Senicabange kakhulu. Sekudingeka iqiniso.
@thembekilechamane
@thembekilechamane 6 месяцев назад
Musani ukuychaza nihlaziya umthandeni ethulile nje uyayazi into okmele ayenze, musani nje uku qagela nibadala kanje😊
@ndabezinhlentuli7263
@ndabezinhlentuli7263 6 месяцев назад
Ubani othe “wavuma ngokunganaki?” Yimuphi usomabhizinisi neciko elingena kwi contract linganaki…musani ukuganga nina
@bhekabakubombele6781
@bhekabakubombele6781 6 месяцев назад
Cha bhuti ukhuluma iphutha wonke umuntu uyakhokhelwa uma esebenzile
@GuluvaTv_since2021
@GuluvaTv_since2021 6 месяцев назад
Akekh futy ophikile uma ulalele kahl
@BongumusaThango-mz2iz
@BongumusaThango-mz2iz 6 месяцев назад
Nje nawe uthatha isayide unoMthandeni so hlukana ke nokubona abacemile
@nkanyisomdladla
@nkanyisomdladla 6 месяцев назад
😂😂hau zyakhala😂
@nsindisomabizela2334
@nsindisomabizela2334 6 месяцев назад
Lento yenu yokuhlezi nikopolota uKhuzani ayitholi kahle ungenaphi u-Khuzani ??????
@user-tt4ki1iz9m
@user-tt4ki1iz9m 6 месяцев назад
Nawe udlala ngath ngoba awunawo amafacts alento oyikhulumayo ngeke bathi abakhokhelwe singekho isivumelwano sokukhokhena
@pottersngwadla1195
@pottersngwadla1195 6 месяцев назад
Mina ngifuna ukuzwa into eyodwa nje. Ngabe sikhona yini isivumelwano esephulwa noma esingalandelwanga between uMthandeni noLwa?
@buyiengcobo9
@buyiengcobo9 6 месяцев назад
Wena musa ukuzngena lezi,awusiye umhlaziyi
@user-de5lb1pq6t
@user-de5lb1pq6t 6 месяцев назад
Nihlaziya amasimba niyakhumbula amagidangoma efuna emali yomacekeceke kumthanden kepha yena wathi ayikho even nendaba kapolo aniyazi
@SibusisoMyaka
@SibusisoMyaka 6 месяцев назад
Thina bantu abansundu syamonelana ileyo nje inkinga yethu..sikuwumona nje osangene lana
@bukelwageorge1602
@bukelwageorge1602 6 месяцев назад
Uyazi moss ukuthi if engalithathi side lamgodi kovela okuningi ebebekukhuluma nomgodi..phela mgodi wenza ama screenshort uma ekhuluma nomuntu arecord noma nifounelana uma nithe naxabana ukuveza konke
@NhlakaniphoGumede-ht3io
@NhlakaniphoGumede-ht3io 6 месяцев назад
So yena umthandeni kanti wayengeke yini akhokhe ngokusebenzisa u lwa
@user-de5lb1pq6t
@user-de5lb1pq6t 6 месяцев назад
Bafwethu okwethu asilaleleni ingoma siphume ezindaben zabaculi ngoba asiyazi indaba yabo straight nge contract futhi lento oyikhulumayo uyisusela ekhanda
@user-vx2if2si5i
@user-vx2if2si5i 6 месяцев назад
Big Zulu ungumfazi vele
@SizweMkhwanazi-yw5sp
@SizweMkhwanazi-yw5sp 6 месяцев назад
Uthini kahle kahle , angiyizwa lento oyihlaziyayo , Khuzani ungena kanjani kuyo yonke lento
@michaelmduduzi6052
@michaelmduduzi6052 6 месяцев назад
Wawukuphi wena kwenziwa ideal
@user-zo3fy2cb1t
@user-zo3fy2cb1t 6 месяцев назад
Niyoze nimbone nonke loBig Zulu wenu🤞
@sbusisofortune161
@sbusisofortune161 6 месяцев назад
Manje wathi unesqiniseko sokuthi contract yayithini why ungasivezeli sibone since uyazi? Why nihlezi nifaka uKhuzani endabeni zenu cha ninesdina zintatheli ezingasile
@conayzaxama-ps7sy
@conayzaxama-ps7sy 6 месяцев назад
UBig Zulu uyathanda vele ukudelela uMthandeni uyaqabelela nje enganeni ngoba ukube bekuKhubah bezothula hambo obhekana no Casper uyakufuna esbhakeleni uyeke uMthandeni uyingane ehlaza kuwe
@thulasbabuketv6899
@thulasbabuketv6899 6 месяцев назад
ru-vid.com/group/OLAK5uy_nXjepn4NOlvFUqa8JDZj2RZtuwJsZTG70&si=VHWPm7cme1x_viOL Thulasbabuke new hit album 2023 idlozi 🔥🤝
@bonisananimshozi4647
@bonisananimshozi4647 6 месяцев назад
Yaz yavelelwa ingane kaMashandu how many months lengoma yaphuma igila izimanga sath sesikunyaka omusha boom uBig Zulu sekukhona akakvezayo wethuleleni all along, even ithatha amaDouble platinum wathula duu Ay ay Zulu ngath ak'hambanga kahle
@bawelilengubane6863
@bawelilengubane6863 6 месяцев назад
Siyabonga thina ukusichazela ngoba sasivele sididekile ukuthi lentshebe ungathi izwana No Khuzani ibise inika u Mthandeni uLwa manje nakhoke
@kayceemasondo1225
@kayceemasondo1225 6 месяцев назад
Anoke nikhiphe uKhuzani njalo uma nikhuluma ngoba kulento akangeni ndawo
@BG_GOODMAN
@BG_GOODMAN 6 месяцев назад
Cha mfwethu uyangena ngoba abantu bakhala ngokuthi vele yaqhamuka naye ngoDecember kuTrack 9.
@benbuthelezi4929
@benbuthelezi4929 6 месяцев назад
manje umbuzo uthi ngoba umthandeni wamnika ama rights uLwa kuthi ayi performer lengoma usazokwazi yini ukudlala masekunje
@solanimathenjwa6563
@solanimathenjwa6563 6 месяцев назад
Ilaphike into yokuba u Big Zulu njengophaty wenkabi record ake akhulume
@benbuthelezi4929
@benbuthelezi4929 6 месяцев назад
mina ngibona ngathi umuntu ozoba nenkinga uyena uLwa uzoyi perfomer kanjani ingoma yomuntu engasazwani naye en abantu ngine sure kuthi bazoyifuna cos sebemazi ngayo lengoma
@bethusilephungula4616
@bethusilephungula4616 6 месяцев назад
Guluva sekunezinto one sure ngazo iyifakela iscefe i channel
@janekhethiwe
@janekhethiwe 6 месяцев назад
Xoki elikhulu BigZulu uthatha side khuzani
@sithembisongwane2137
@sithembisongwane2137 6 месяцев назад
Gxekani uBig Zulu nimkhiphe uKhuzani kulento
@user-jb7eb1oh8y
@user-jb7eb1oh8y 6 месяцев назад
Ikhotha ngqhoko 😂linjalo liyancetheza aliphumeli obala neqiniso
@noonhlanhlauke4488
@noonhlanhlauke4488 6 месяцев назад
Nani nichemile musani ukuzenza oclever niphakamisa ubungani ngoba nakhu nifuna ukufaka uKhuzani phakathi uninika amasleepless nights ,wonkumuntu unendlela yakhe yokuhlaziya sekungathi nina senisho iqiniso aninabo nobufakazi anitazi necontract niyaqhatha nje niphusha ichannel yenu ,i nzondo yenu nje iyodwa uKhuzani ,
@vincentgumede5459
@vincentgumede5459 6 месяцев назад
Amanga ka 5 years big zuzu akakhulume qiniso qhaa
@user-ki6kw6ut2l
@user-ki6kw6ut2l 6 месяцев назад
Eyyyyyy nina futh which means uwrong phela ubig zulu vuman neke ukuthatha amaside
@zakhentokozo1773
@zakhentokozo1773 6 месяцев назад
Weleleee 😂
@user-dl1sq7eh2e
@user-dl1sq7eh2e 6 месяцев назад
Ukhohlakele lomuntu uyawubulala umculo nalo Khuzani wakhe
@sanelemkabane187
@sanelemkabane187 6 месяцев назад
Iqiniso lelo Mfwethu, uBZ ukwazile ukuhlanganisa uBiyela no Mgodi bexabene kodwa uyahluleka ukuhlanganisa uMgodi no SK
@sbusisofortune161
@sbusisofortune161 6 месяцев назад
I really don't understand uKhuzani ungenaphi lana cos lento iphakathi kuka Big zulu noMthandeni no Lwah so uKhuzani ungenaphi? Nakhona labahlaziyi benu hlezi beseka uMthandeni konke lokho nishaya ngathi anikuzwa or anikuboni
@kwaziclifford-ij4vl
@kwaziclifford-ij4vl 6 месяцев назад
Lentoychazayo ayzwakal in te wrong lana ukuthu u Mthanden akaykhokgelili ngane. Akakhokheli ngane alingafihlwa iqiniso
@thembitshembuyazi
@thembitshembuyazi 6 месяцев назад
Lento inobudedengu phakathi nokuchema kulabantu sekucacile
@BaneleFanelesibonge
@BaneleFanelesibonge 6 месяцев назад
welele ayisuka ulwa akakhokhelwe imali yakhe
@njabulomaphumulo5201
@njabulomaphumulo5201 6 месяцев назад
UMthandeni ugombela kwesakhe
@user-sl9sc7bf5u
@user-sl9sc7bf5u 6 месяцев назад
Umkhaya uyancetheza
@user-vx2if2si5i
@user-vx2if2si5i 6 месяцев назад
Awuyilengani emndletsheni😅
@luckychube6627
@luckychube6627 6 месяцев назад
NJENGOBA NIBHIZI NENDABA ZEMIZI YAMANYE AMADODA ....KAZI NAKHILE NJE EMAKINI NOM NIBHIZI NEZINDABA🤣🤣🤣🤣🤣ANIYEKE INDABA ZABANTU NINAKE EZENU
@thembathandukwazi5558
@thembathandukwazi5558 6 месяцев назад
UPAPAPENI UTHATHA I SAYIDI NGALENTO AYENZAYO YENA UCINDEZELA INGAN EKUTHENINI AYKHETHE UKUT ISEBENZA NOBANI FUTHI UVIKELA UBUNGAN BAKHE NOKHUZANI MXM UYANGICIKA LOPOPAY WEMYEKO YEGUDU
@kilekile7043
@kilekile7043 6 месяцев назад
Sebeyamdakelwa ke uBig Zulu wemaphi beyiqala lento yabo
@BG_GOODMAN
@BG_GOODMAN 6 месяцев назад
Lwah Ndlunkulu uphethwe uBig Zulu and isivumelwano sabaphakathi kuka Mthandeni noBig Zulu
@dreblack7662
@dreblack7662 6 месяцев назад
Aniyeke big zulu phansi nina
@bawelilengubane6863
@bawelilengubane6863 6 месяцев назад
Lo usaba abacula kwigroep yakhe uzogcwanekeka kumaskabdi lesiniki nikisentshebe
@sthembisocele7836
@sthembisocele7836 6 месяцев назад
Ungena kanjani uKhuzani kulendaba?
@zithuleledlamini8136
@zithuleledlamini8136 6 месяцев назад
Nokhuluma kushone ilanga nihlaziya into engekho
@andilemsiya1470
@andilemsiya1470 6 месяцев назад
Bhuti ohlaziyayo ukhuluma into oyaziyo o uyayicabangela
@nosiphomtshali9636
@nosiphomtshali9636 6 месяцев назад
Inkinga niyamvuna loMthandeni wenu
@Nenenation
@Nenenation 6 месяцев назад
Udakiwe wena vala umlomo, uhambe uyozama ukudla , uyekele ukusidakelwa masimba amnyama
@user-xn5uu8ho3p
@user-xn5uu8ho3p 6 месяцев назад
mnxm umsangano lowshoyo wentatheli awusyeke
@user-xk8ii5zz3x
@user-xk8ii5zz3x 6 месяцев назад
Wena uthatha iside
@DEMANETVSOUTHAFRICA
@DEMANETVSOUTHAFRICA 6 месяцев назад
Kahle mnumzane akekho umuntu ongavuma ukucuela a mahhala. Kungani engafakwanga esthombeni se event nje ngo muntu o featureshayo
@SifisoNgema-bj1di
@SifisoNgema-bj1di 6 месяцев назад
Nina nidlala ngo big zulu nje lapha ulwa ubevele evelele okunye wayengeke avime uma engathandi ulwa asebenzisane nomthandeni kodwa nina nibhizi nifuna umuntu enizomupenda ngothivi umuntu uma enze into enhle uyancinywa okunye uma engakhokhelwanga ulwah kimele akhokhelwe uma nini nibona ukuthi amanga loawo kumele nisitshele into senineqiniso layo kuphela nje
@SthembisoHlabisa-pf4gj
@SthembisoHlabisa-pf4gj 6 месяцев назад
Akakhokhe boh udunudu
@user-njabulo
@user-njabulo 6 месяцев назад
Nixuba indaba nina uKhuzane ungenaphi ku contract yabantu ababili
@BG_GOODMAN
@BG_GOODMAN 6 месяцев назад
Uyena owaputshuza indaba kaMthandeni noBig Zulu kutrack 9
@sandilensele3830
@sandilensele3830 6 месяцев назад
Mxm uchemile wena
@thembekilechamane
@thembekilechamane 6 месяцев назад
Nnengoba ethule nje umthandeni uyalazi qiniso angbazi bahlaziyani laba
@lindenipreciouszulu5943
@lindenipreciouszulu5943 6 месяцев назад
Umona ifa lezinja
@user-pc7ys3xm3y
@user-pc7ys3xm3y 6 месяцев назад
Insangu yodwa le oyishoyo amalebe lwayo skhathele manje Nina khuphulani lesdwakwa seni ibhibhi elingazi lutho nikhohlwe u big Zulu no khuzani
@sindiswamkhize9763
@sindiswamkhize9763 6 месяцев назад
Waze wasehlisa isithunzi sakho uthuka inhlamba eshashalazeni.
@user-pc7ys3xm3y
@user-pc7ys3xm3y 6 месяцев назад
Ngisehlisa kuwe hlukanani no khuzani njeee
@Lungie13-ny6md
@Lungie13-ny6md 6 месяцев назад
Islima esingezwa 🤞
@nsindisomabizela2334
@nsindisomabizela2334 6 месяцев назад
enye into senizitshela ukuthi nazi abaculi
@LizwiNgubo-xh1cz
@LizwiNgubo-xh1cz 6 месяцев назад
Ukhuzane ungena kanjani la vele abantu bayathanda ukukhuluma iyekeni lento eniyenzayo niyaqhatha nina
@BG_GOODMAN
@BG_GOODMAN 6 месяцев назад
Lendaba yaqhamuka ngaye uKhuzani kwiAlbum yakhe yango December, Laleta uTrack 9
@zamaniderrick8971
@zamaniderrick8971 6 месяцев назад
Kunjalo nje khona okungahambi kahle lah
@user-kf1jh1iy6g
@user-kf1jh1iy6g 6 месяцев назад
Aniyeka ukubfaka ukhuzani edabeni njalo ubig zulu u right uma khulumela ulwa ngoba bmaengayela ukukhulumepa nodlala ngale ngane ngobayinfombazana njalo ulwalobig zulu nokhuzani kudalakabi bezwaana njalo ngekenabehlukanisa into ekhona ikuthi anithandi qiniso nithandsmanga umuntu maene qiniso nisule nimu zondeliqiniso umthadeni akakhokhele ingane imali yakhe umumeseka egomeniyakhe kuphele umsindo inkulumozo phelaknajani ungakhokhile sk
@Belinda1277
@Belinda1277 6 месяцев назад
Lungisa i spelling
@mzamodlamini6566
@mzamodlamini6566 6 месяцев назад
Ay umuntu aboqale ayfunde yena into aybhalile
@sphamandlatsokiekhuzwayo5126
@sphamandlatsokiekhuzwayo5126 6 месяцев назад
Seconded...... Seconded 100%
@sphamandlatsokiekhuzwayo5126
@sphamandlatsokiekhuzwayo5126 6 месяцев назад
Wena-ke nje utshengisa ngokuphelele ukuth awukwazi ukulamula abantu, kunalokho uyaqhatha. Kungani ulokhu ufaka igama likaKHUBA kule ndaba???? Vele uthule ngoba awuzazi izindaba zakho. UBig ZULU unelungelo lokukhulumela uLwah njengomuntu oyisandla sakhe futhi okunguyena owamnika ilungelo lokuyosiza uSK. SKHOVA KHOKHELA INGANE IMALI YAYO KUPHELE UKUKHULUMA. Wena ntatheli if ngikubuza nje, KUNGANI uSK wayengayiphenduli ifoni efonelwa uLwah?? It's obvious wayebalekela khona ukumkhokhela. YEKANI UKUNGENA IZINDABA EZINEHLULAYO UKUZILAMULA. "UKHUBA" KUDALA BEZWANA BENO "BIG ZULU" NIYANYANYISA Maaaaaaaaan😮😲🤮🤮🤮🤮🤮🤮🤮
@sifisomrcoolmkhwanazi
@sifisomrcoolmkhwanazi 6 месяцев назад
Niyahlupha ngokugxumela ku conclusion kodwa ningayazi I cantract ye Nkabi Records noMthandeni abayenza ngeskhathi bekhuluma loludaba lokusebenzisana.
@nhlanhlafakude7978
@nhlanhlafakude7978 6 месяцев назад
Uyabheda wena lento oyihlaziyayo ayikho
@user-mz8ks5ff9e
@user-mz8ks5ff9e 6 месяцев назад
Wayibeka qhawe kuyezwakala
@ntokozondlovu1513
@ntokozondlovu1513 6 месяцев назад
Ukhulunyiswa ubuphukuphuku wena lento oyishoyo waveza kuth ulwa wagcina efakwa kwi post akuzange kukhulunywe naye futh Musa kufaka ukhuzani kulento uyamudakelw kahle kahle wena , uwena umqhathi wabantu
@zamanimhlanga8808
@zamanimhlanga8808 6 месяцев назад
Uyabheda wena
@NkululekoJunior-iy5uu
@NkululekoJunior-iy5uu 6 месяцев назад
😂 Akekho umuntu ophile kahle ongathatha I band yakhe mahhaaala ayodlala mahhala uyasangana wena
@muzijaca600
@muzijaca600 6 месяцев назад
Umbhedo lo ohlaziywa la uKhuzani akangene la. Futhi nithi uma usayina iContract ubuzwa ngo-Once or iPercent, ikhona yini ethi uzocula mahhala ungakhokhelwa musani ukfuna ukvikela umuntu ebheda nina uMthandeni akenze iqiniso finish
@user-kf1jh1iy6g
@user-kf1jh1iy6g 6 месяцев назад
🥰
@sbanisomthobisi7949
@sbanisomthobisi7949 6 месяцев назад
Uhlaziya umbhefo futhi uyezwakala kuthi nawe unesayidi olithathayo awunayo prove yezinto ozishoyo
@NkululekoJunior-iy5uu
@NkululekoJunior-iy5uu 6 месяцев назад
Uhlaziya amasende njeeeee wena
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 6 месяцев назад
Ufundiswe ubani ukukhuluma nabantu kanje?
@philangezwizondo2719
@philangezwizondo2719 6 месяцев назад
Hhaayi Qhawe ulimi lwakho lungisa.mfowami musa ukulwa kanje ayizondi Inkabi!😂😂😂😂
@nthusenghoffman6067
@nthusenghoffman6067 6 месяцев назад
😂😂😂 nawo aya hlaziywa kanti
@noziphomyaka7994
@noziphomyaka7994 6 месяцев назад
Ixoki lendoda endala... Am very Dissapointed to him... Big Zulu khula mani... Akusibo ubudoda lobu... Ukhombisa ukuba Ntekenteke... U are too old for this Shit... 🤞🏽
@siyavuyadintsi819
@siyavuyadintsi819 6 месяцев назад
Yhoooo r u serious about ur work ,u r busy insinuating,no facts at all,tsek I just stopped where u said BZ must have thought the song won't do well U should have facts & not take sides siphukuphuju ndini
@GuluvaTv_since2021
@GuluvaTv_since2021 6 месяцев назад
Isdididi uwe uqobo mlomo wakho
@user-dz1kv3mg8h
@user-dz1kv3mg8h 6 месяцев назад
Vele Kade ngambona mina big Zulu nokungagezi ngimfuna ku ring boxing Lona nxaa lento engakwaz ukuvika
@michaelmduduzi6052
@michaelmduduzi6052 6 месяцев назад
Wawukuphi wena kwenziwa ideal
Далее
Kwalamula abantu Dj Tira cishe belwa no Ngizwe
19:01
Просмотров 369 тыс.
Ах как прекрасно
0:17
Просмотров 17 млн
🍁 Экскурсия года
0:19
Просмотров 1,9 млн