Nidlala ngegeja kuziliwe qhubekani nje nalamangenu woku qola bantu ngenyi mini niyowu khomba onotshwala kusho mina njalo ❤king Bhaka Syabonga noma kuthiwa ukhuluma kakhulu kodwa ngathi uyazazi ezakho indaba babambe nje sloku sthule asikho kakhulu iskhathi sokuba ku social media we are so busy thanks for everything 😂😂😂😂
Cha kodwa hope nizwile u King Bhaka ukucacisile nje ukuthi umengaxolisi uzoliphenyi bheshu and uzivezele kancane ezomndeni nakwenzayo kubantu besifazane.
Indoda yangempela iyaxolisa uma isiphelelwe amaqhinga but stop talking to much Mkhanazi, inceku ayibi nkulu kunenkosi yayo my King keep up the good work ❤❤❤
Cha Mkhwanazi Khuluma nje Iqiniso Wena usabe Izimfihlo ekade ezozidalula u King 👑 ngomndeni wakho coz ukubekele Umnqamlajuqu nd u didn't Hesitate coz u Knew ukuthi Kuzosimbakala😂