Тёмный

UBUNGOZI BEZIGUBHU NENDLELA YOKUZILAHLA 

Impunga Yesintu TV
Подписаться 97 тыс.
Просмотров 103 тыс.
50% 1

Izigubhu ziyingozi kakhulu ningasondelani nazo ziyakuphambanisa neThongo lakho

Опубликовано:

 

23 дек 2021

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 160   
@user-zf4xi3ch2f
@user-zf4xi3ch2f 3 месяца назад
Syabonga ngoba Ngampela besobhayiza. Tnx jesu
@sisey99
@sisey99 2 года назад
Makwande Makhehla amadala👏🏾👏🏾👏🏾we have normalised the bad and kwagijinyiswa imali. Isigubhu asiphatwa noma ngubani. Imithi ehlanganiswa lamathuna besazi ukuba yibuthakathi umakungasi kucupha umuntu wakini but khathesi amathuna sokuyi playground yezinye inyanga😢😱unzwe ezinye inyanga ziziqhenya ngokuba ngochwepheshi yokukwenza izipoki ezikhanda imali. Are we so desperate for riches ukuthi we are prepared ukungcolisa imsamu yethu?!?!?!?🥵🥵🥵
@kwazilucas
@kwazilucas 2 года назад
Sibonge Mpunga Yesintu. Sicela nibuye ke manje nikhulume ngobungozi bokuthwala nokuhluka kwezithwalo nokuthi kukhona yini okuncono.
@michaelmkhize9270
@michaelmkhize9270 2 года назад
Mphunga yesintu, Sacela uke ulande isalkazi sendoda gogo bathini, Nike niphinde ngikhulume ngaloludaba
@sibusisomfeka8917
@sibusisomfeka8917 2 месяца назад
Eyiiih inkinga igubhu hhei ayifuneki lento yegubhu😳😳
@lubambo5371
@lubambo5371 2 года назад
Abantu bakithi bayabhubha ngenxa yokuswela ulwazi. Siyabonga Mpunga Yesintu no Mkhulu Mlaba
@MysteriesOfUnknown
@MysteriesOfUnknown 2 года назад
Siyabonga ngegcaciso makhehla. Onendlebe zokuzwa, makazwe!
@sphelelezikhali
@sphelelezikhali 2 года назад
Waze wachaza kahle i hope abantu bazwile bafundile futh.
@andriesmkhwanazi1547
@andriesmkhwanazi1547 2 года назад
Asikho isigubhu esilungile, zonke zinomphumela omubi ekugcineni. Siyabonga Mpunga yesintu tv
@sifisosodumo3464
@sifisosodumo3464 2 года назад
Uyalapha yini mkhulu...? yazi abantu ngiyakhathazeka ngokuthi bekhulume ngento abangenalwazi oluphelele ngalo, izigubhu mkhulu siyazazi zonke ngokuhlukana
@ThembaNkosi-r8d
@ThembaNkosi-r8d 2 дня назад
Nikhohlisa Abantu ziyabasebenzela Abantu noma kuyiwo amathuna nixakwe yimi,isgubhu sihluke ngani nomuntu oyocela usizo kumuntu ophethe isonto,usizo ulicela la uthandakhona,nosontayo uyaya esontweni lingamsizingalutho isonto.
@andrewayandamazibuko6353
@andrewayandamazibuko6353 Месяц назад
Akuzona zonke eziya ethuneni,ezinye ziya esizibeni,entabeni noma emigedeni noma ezimpambanweni zomgaqo
@sindiswangubo2785
@sindiswangubo2785 2 года назад
Yehhen bantu !!🥺🥺 Lomuntu osesgujini usukethathwe ngemvume kaban kulelothuna suke thathwe kulo
@thefx.trendrulers3977
@thefx.trendrulers3977 2 года назад
Ubuthakathi lobo. Okusho ukt nawe osebenzisa sgubhu uyathakatha
@nkosinathimncwabeni1613
@nkosinathimncwabeni1613 2 года назад
Impunga ngibusisekile kule channel merry Christmas 🌲 mpunga yethu🔥🔥🔥
@artistmcwayizenintshangase1993
@artistmcwayizenintshangase1993 2 года назад
Unamanga wena igubhu akuzonazonke ezinengozi
@buyiswamary9522
@buyiswamary9522 2 года назад
Huuuu Naze nangivula umqondo cishe yangibulala inyanga ifuna ukungilethela ngenkani isgubhu lapho Mina ngicele ukuthi yokubuyisa into wangithsela ngesgubhu
@khanyisanimanqele9896
@khanyisanimanqele9896 2 года назад
Siyabonga ngokukhuluma iqiniso...
@mfanafuthimkhwanazi7011
@mfanafuthimkhwanazi7011 2 года назад
Wena wathi wehlelwa umoya oyigcwele entabeni, kodwa uyagcabana usebenzisa imithi nemibi, ubugcwele nemithi akuhlangani, ujesu kamoya oyigcwele akaze asebenzise imithi kodwa nina nisebenzisa imithi awubalaphi ngani ngalowo moya oyigcwele, uhlukane nokusenza inyanga, nina nikhohlisa abantu.
@sifisofly316
@sifisofly316 2 года назад
Mkhulu mlaba ngiyakuvhuma you are only one who I believe since I started to watch you tube I give you 100 out of 100 god bless you
@sikelelambatha5270
@sikelelambatha5270 2 года назад
Bona labo baba Mkhulu bathini umndeni uhlupheka? Ey madoda ningazoganga la
@AMRVKMUSIC
@AMRVKMUSIC 2 года назад
Honestly thou bathini?
@siphesihlepercival2800
@siphesihlepercival2800 2 года назад
Kodwa umuthi masigquma syakhuluma noma sgeza emfuleni syakhuluma slahle amabhadi....... 🤷‍♀️
@pearln2308
@pearln2308 2 года назад
Uthi every sgubhu has umoya wamathuna or abantu abavusiwe because you talk to it. Konje nje, Angithi neMithi yodwa iyakhulunyiswa
@siyabongadludla4950
@siyabongadludla4950 2 года назад
Love you comment ukuthi uyakhulunyiswa nesgubhu ezinye zazo zakhiwe ngomuthi
@impungayesintutv
@impungayesintutv 2 года назад
Yimuphi loMuthi owubiza ngendoda enkulu Uma uwukhulumisa?
@mkhulumlaba6756
@mkhulumlaba6756 2 года назад
Iqiniso litho umuthi uyawbongela and kwenziwa kanjeee….kusukela endulo uma uyokha umuthi wawphatha imali uwnikelele uwbongele ngaphambi kokuthi uwukhe and than Uma usufika nawo ekhaya ushisa impepho uwbike wawsebenza kanjaloke umuthi kdala kungakabikho ukuthi umuthi uyadayisa…esgubhini usuke ukhuluma nomuntu as uzwa “madoda amakhulu,Ezinye zinamagama njengabantu abazetha wena,ezinye kuthiwa zidla uju ezinye impuphu ezinye ugologo kuningi.
@sifisosodumo3464
@sifisosodumo3464 2 года назад
Umuthi uyakhulunyiswa ubongelelwe umuthi uyindoda enkulu ngesizathu sokuwuhlonipha nokuwubongelela... oMwelelingaphesheya kaNgwane noMthunyelelwa mabebongelelwa kuthiwa gijimani madoda amakhulu niwele izizwe ngezizwe
@pearln2308
@pearln2308 2 года назад
@@impungayesintutv Personality engiwaziyo nje Mina and engiwusebenzusayo. Lomuthi okuthiwa iKalimuzi, ngiwubiza ngendoda when ngiwubongelela or ngiwuthuma. I'm no healer, but the traditional healer engathenga kuwo instructed me ukuwukhulumisa kanjalo. Eminye efika ekhanda njengamanje imithi efana noGobandlovu, oChithibhunga
@vusilangalaselenge3969
@vusilangalaselenge3969 2 года назад
Ingxaki yeyokuba, thina who stand against isithwalo senza less than 0.002% kule Social Media! We need more voices... Camagu madoda.
@nkululekohadebe8921
@nkululekohadebe8921 2 года назад
Siyabonga ngolwazi olujilile
@thandanduduzo5855
@thandanduduzo5855 2 года назад
Syabonga kakhulu ngolwazi lwenu
@sabelomngoma6659
@sabelomngoma6659 2 года назад
syabong ngokuqwashisa abathand bemali
@noways6260
@noways6260 2 года назад
Sabonga bafowethu ukusifundisa ngegona mina ngasilanda ngafika naso ekhaya ngalala ngaphupha abadala bathikimi abafuni angiladle emanzini ngasilahla after 2days
@ceboshembe
@ceboshembe 2 года назад
Mina mnewethu ngazi nje kahle ukuthi amakhehla akithi ngeke ahambisane naso nhlobo.
@SidoMadela
@SidoMadela Год назад
Wasilahla futhi wangafi.. inamanga ke inyanga
@simphiwe4885
@simphiwe4885 2 года назад
Mpunga Yesintu, ngidlulisa ukubonga kulezinsuku nisiphakela ulwazi olujulile olumnandi noMkhulu Mlaba
@nomthandazonkosi5903
@nomthandazonkosi5903 2 года назад
Mkhulu uMlaba neMpunga yesintu ave nisisiza ngifisa ukunibona nginenkinga enjlalo eyalandwa umfowethu sizamile sayikhipha wacishe wafa ulande okusasha
@phelibanjwa5077
@phelibanjwa5077 Год назад
Awu Mpunga yeSintu syabulela 🙏 Syabulela Mkhulu Mlaba 🙏
@doubleBha66_xaba71
@doubleBha66_xaba71 2 года назад
Shayani makhehla ningathetheleli🌊❤🙏🏿 .. siyavuswa isizwe la🙌🏾
@NdivhuwoTshipandu
@NdivhuwoTshipandu 26 дней назад
🎉🎉
@msawenkosinyuswa6417
@msawenkosinyuswa6417 2 года назад
Asbonge 👏
@sphiwegwala3143
@sphiwegwala3143 2 года назад
Siyabonga kakhulu ngolwazi sifunda lukhulu kuwe Babu KwiMpunga Yesintu TV
@user-zp1bx2yh4g
@user-zp1bx2yh4g 4 месяца назад
Nisimoshela idata ngomsangano nina isgubhu kuya ngokuthi wasthathaphi nina niyaqagela nihlanganiswa uzwa bethi😂😂😂
@user-mu3hf1vf1i
@user-mu3hf1vf1i 2 месяца назад
Heey wasivula ingqondo mntakaethu asimameleni Kuni bakuthi
@kwazilucas
@kwazilucas 2 года назад
Akuzona zonke izigubhu ezinobungozi noma ezifakwa izicucu zabantu. Futhi akuzozonke ezinobungozi. Ngisho ngoba ngiyakwazi ukusakha esingenabungozi futhi esingafakwa izicucu zabantu.
@mbngcobo6526
@mbngcobo6526 2 года назад
Pho yin msebenzi we thonga lakho masuzolanda isgubhu?
@kwazilucas
@kwazilucas 2 года назад
@@mbngcobo6526 umbuzo wakho ngathi awuhlangene nale comment yami
@bonganiqomazitha1159
@bonganiqomazitha1159 2 года назад
@@mbngcobo6526 labantu abanalo iqiniso. Inkinga le.
@mbngcobo6526
@mbngcobo6526 2 года назад
@@kwazilucas I Indlozi or ithonga bhuti lithanda ukuth uthembele kulo kuyoyonke into oyenzayo. So wena if usuzofuna ukuthemba isigubhu over it ithonga kuzoba nenkinga
@ledooduma5996
@ledooduma5996 2 года назад
@@mbngcobo6526 Lol angeke akuphendule bonke bayalifihla iqiniso
@precioushlengiwe2838
@precioushlengiwe2838 Год назад
Siyabonga phelile imindeni ilezigibhu😢
@PATRICKMABUZA-lg1vb
@PATRICKMABUZA-lg1vb 8 месяцев назад
Thanks for the honest truth Mkhulu,
@sbusisokhwela1965
@sbusisokhwela1965 2 года назад
Yingakho ingangakaze ngazithanda lezi gubhu zakhona.
@motediramarumo698
@motediramarumo698 Год назад
Siyabonga.
@sabeloclement6501
@sabeloclement6501 2 года назад
Uma ngabe kukuthi umuntu omdala ekhaya ongangile wenza lokho thina sizingane siyabona uyaphela umdeni siyikhipha kanjani lento ngoba umnikazi wayo ukhona uyaphila uyakhwezela yena uphila ngazo singeza kanjan umsamo nabadala kulungiswa njan
@mondegabriel1028
@mondegabriel1028 2 года назад
I wish I can learn more about this and Ada thing I need to know what about ISIGUBU OSIKHANDE WENA!! Usisusa njani?
@sindiswakanyi5385
@sindiswakanyi5385 Год назад
Ndyabonga mpunga yesintu cishe ndehlelwa yilonto lo baba ebenesgubu esikhala tswitswitswi njalo engifuna imali uthi ndibonge ugogo wam ongigadile waze wabuya esefuna uzofaka ugogo endlini ehamba negubhu lapho seshiya into ekamerweni ethi ndigadiwe ugogo wam kodwa lapho ngavele ngaphathwa ikhanda meseqede uphuma ngasheka ngikhipha lanto ndayoyilahla
@rlspluto5811
@rlspluto5811 Год назад
Dr 2+2 said isgubhu doesn't do any of that but every healer says different and Gogo dabulauvalo said similar isgubhu is harmless eh I don't know
@thefivestargeneral2934
@thefivestargeneral2934 8 месяцев назад
Abazithaki ngendlela efanayo. It would've been better if mlaba mentioned ukuthi ezakhe kphela. Zabo 2+2 Zi best and he explains thoroughly before you take it
@georgeabraham4136
@georgeabraham4136 5 месяцев назад
Impunga yesinto must invite Dr 2+2 and gogo dabulauvalo to explain
@user-tn1dg2mz6h
@user-tn1dg2mz6h 7 месяцев назад
Mmhhuu nkosii engathii ungasnqobela yonke lemgilingwane ngoba iyascindezela
@sbusisokhwela1965
@sbusisokhwela1965 2 года назад
Good explanation Mr Mlaba 👏👏🙏
@siyabongamashiza2752
@siyabongamashiza2752 2 года назад
Ngingamane ngihlupheke ngenke ungibone ngisebenzisa isigubhu ngoba akugcini ngobuhle ngogcina sengihlaba umndeni wami sifuna ukudla never, kunobaba owagcina esebulala ingane zakhe ukuze aqhubeke nempilo kumanje kuyihlathi emzini wakhe nezitolo zakhe zenile
@nkosinathimapasa832
@nkosinathimapasa832 2 года назад
Unamanga abalozi bakhuluma ezigubhini, ngalahlekisi abantu
@lindokuhlelindor9803
@lindokuhlelindor9803 2 года назад
Siybonga ukuvulwa amehlo
@tkztk5273
@tkztk5273 Год назад
Haw wena futhi sesiyasebenza isgumbu,,,angithi wena ubuthe into eyisgumbu ayikho
@mbaliemgobhozi-kz7ul
@mbaliemgobhozi-kz7ul 4 месяца назад
Khuluma into ongayaz Wena ungafosi
@thembelakingslow5569
@thembelakingslow5569 2 года назад
Amen
@nomusajeaneth2107
@nomusajeaneth2107 Год назад
Siyabonga makhehla ngiqela ukubuza ukuthi kusuke kwenzenjani mawuzophupha bakunika abatabadala lesigubhu ephusheni bathi hambosithenga njengamanje ngisithengile e muthi Shop esi empty ngisalinde bafiki bangitsele sihlala nani naso sinobungozi yini ?
@mfanafuthimhlongo6973
@mfanafuthimhlongo6973 5 месяцев назад
Manake baba ngyakuzwa and ngyabonga nge advise Yakho manake dlozi Lin leli ekmele ngilikholelwe uma kwakuhlupheka umkhulu nogogo kwahlupheka ubaba no mama namhlanj kuhlupheka mina izinto azihlangan ngsabe ngsathe ngyazama akulungi, kmele ngenzenjn ukhumbule akumnandi ukuhlupheka kuhlala ungadlile dedelwe zingane ezncane Lana odlula Khona uthole kuncokolwa ngosizi lwakho
@mqaphelicele4036
@mqaphelicele4036 2 года назад
Sbonge mpunga
@muzithegreattm3581
@muzithegreattm3581 2 года назад
@thembinkosidube3918
@thembinkosidube3918 2 года назад
Short boys Isigubhu Monkey Inyoka Inyosi Intuthwane Rats Ukuthwala ngedlozi And many more Bantu bakithi passop...
@thulisilemasango3705
@thulisilemasango3705 2 года назад
Abaqaphele impela kubi konakele
@thembinkosidube3918
@thembinkosidube3918 2 года назад
Siyabonga thulisile kunzima lapho
@sfisosenzongubane9564
@sfisosenzongubane9564 2 года назад
Owami umbuzo uthi uma ngithi mina sengifua ukusilahla ngabe lezi zinto esesingenzele zona asihambi yin nazo zonke?
@chief9462
@chief9462 2 года назад
Impungaaaa!
@sibonisomthombeni6651
@sibonisomthombeni6651 2 года назад
Impungaaa
@sphamandlatrevor2495
@sphamandlatrevor2495 2 года назад
Ngibingelele ekhaya labakeza kogwansile ngicela ukubuza Uma uzophupha isgubhu esinobuhlali obu red and white sphethwe izangoma zicula iculo elithi ngihawukele thongala kungabe kusho ukuthini kungabe kumele ngibenaso nomani?
@matopanefakazi1287
@matopanefakazi1287 Год назад
Unamanga wena mhlathi kanyoko
@aphiwemagida9537
@aphiwemagida9537 2 года назад
How can I get your books Mkhulu?
@jackiewaramalepe8439
@jackiewaramalepe8439 Год назад
Yaaa that is true 🤞🤞🤞
@hildathokozileshezi6117
@hildathokozileshezi6117 2 года назад
Wee akobe bayezwa abasazifina
@lebohangpatrickmoloi955
@lebohangpatrickmoloi955 2 года назад
Thanks
@sylverphaphiso585
@sylverphaphiso585 2 года назад
Mkhulu if ubunaso asasebenza then wasilahla emanzini kwenzekani kuwe?
@mbngcobo6526
@mbngcobo6526 2 года назад
Ay mina ngyadidek manje kanti lezinyanga ezidumile ezisakaza Kuma radio why zithi kunezigubhu ezihambisana nedlozi? Ay inkinga lento
@portiaroye4410
@portiaroye4410 2 года назад
Ngempela MB MATHENJWA ngiyadideka nami but angisifuni isigubhu
@mqaphelicele4036
@mqaphelicele4036 2 года назад
Lol basuke bephusha i bussiness labo nabo iqiniso lithi asikho isgubhu esingenabo ubungozi
@portiaroye4410
@portiaroye4410 2 года назад
@@mqaphelicele4036 injalo
@siphiwembiyela3886
@siphiwembiyela3886 2 года назад
Baze basho bathi bazixhumanisa ne thongo lakho
@bonganiqomazitha1159
@bonganiqomazitha1159 2 года назад
Abalikhulumi iqiniso. Isigubhu sinama consequences engemahle. Uzozibona ekugcineni ukuthi ufana nobani
@kaygeekidd
@kaygeekidd 6 месяцев назад
Mxm inamanga le channel😂😂😂
@mlungisimosiea
@mlungisimosiea 2 года назад
Lukhona yini uhlobo lwesgubhu oluthandwa noma oluhambisanayo methongo🤔?
@sifisosodumo3464
@sifisosodumo3464 2 года назад
Yebo kunjalo
@senzeningcobo6486
@senzeningcobo6486 2 года назад
Merry Christmas Mpunga
@impungayesintutv
@impungayesintutv 2 года назад
Syabonga kakhulu
@mfanimpelamaseko2946
@mfanimpelamaseko2946 2 года назад
Akusona isigubhu lesi okhuluma ngaso wena ukhuluma ngokuthwala kunomehluko
@ledooduma5996
@ledooduma5996 2 года назад
DON'T BE IGNORANT bruh isigubhu siwu 60% wesithwalo do some research.
@mfanimpelamaseko2946
@mfanimpelamaseko2946 2 года назад
@@ledooduma5996 well let's agree to disagree Mina isigubhu engisaziyo akusona isthwalo at all may be it depends who gave you what because the is many sugubhus and many sithwalos for all different reasons
@mkhulumlaba6756
@mkhulumlaba6756 2 года назад
Kfanele abanitsheli ukuthi siwukuthwala kphela bathi syokwenzela umcebo nje siphakamise iyntozakho yingakho udideka but you can go on for it shone imphumelo
@mfanimpelamaseko2946
@mfanimpelamaseko2946 2 года назад
@@mkhulumlaba6756 angikuzwa kahle Mina manje ukuthi uthini. Ayikho into abangasitsheli kahle yona ubabuza yonke into mayelana nesigubhu, okuhle okubi bayakuchazela yonke into odinga ukuyazi. Uma ngabe isigubhu kuyisthwalo yini indaba ukwazi ukusimuyisela emuva Uma ungasasidingi. Isthwalo awukwazi ukubuyisela emuva Uma uze wasithatha Ufa naso kodwa isigubhu uyakwazi ukusibuyisela emuva Uma ungasasidingi.
@mkhulumlaba6756
@mkhulumlaba6756 2 года назад
Anguxolele ngbona engathi unenhloso yokuphasisa isgubhu kuhle wenze ngolwazi onalo sbone isphetho but Mina njengomuntu engbaziyo abantu abahlushwa ilodoti abawlanda kubantu bengatshelwa imphumelo yaso..ngsaphila Mina abantu bayophila futhi bengadukiswa incebo yeskhashana.
@matildafiona1911
@matildafiona1911 2 года назад
Is it possible that someone can leave isigubu in your house say you renting out rooms. If I suspect that what help can I get
@lunganimagwaz
@lunganimagwaz 2 года назад
Rental rules no rituals allowed
@alainkibasunga4254
@alainkibasunga4254 2 года назад
Mxm hay mna andivumi isigubhu kutshiwo Mors sihlanganiswa nabada ukuba abasifuni abadala asisabeli so sihamba nabadala isigubhu
@impungayesintutv
@impungayesintutv 2 года назад
🤣🤣🤣
@NkosinathiMavetana
@NkosinathiMavetana 2 года назад
Yho
@israeldlamini1703
@israeldlamini1703 Год назад
Umuthi "wonke" ney'washo, kuyakhulunyiswa noma khona umehluko?
@angelinamolanda
@angelinamolanda Год назад
Thanks guys to open my eyes 🙏
@pearln2308
@pearln2308 2 года назад
Makube kuhle makhehla, what about lezigubhu u find in every healers dumba. Literally every healer.
@SipheDlamini
@SipheDlamini 2 года назад
Muhle lowo mbuzo. Mina ngicabanga ukuthi zisuke zifake imithinj ejwayelekile. Just a container, kodwa asazi
@impungayesintutv
@impungayesintutv 2 года назад
Uma sixhixha amafutha sisuke sinemikhuba kodwa Uma siyiso nje singenalutho kuhlezi imithi kphela
@mkhulumlaba6756
@mkhulumlaba6756 2 года назад
Impela zikhona lezo but azinamdanti but just the container uthole ukuthi zinemithi yokulwa nayo lento eyenziwa kubantu njengezizwe,amabutho,zilwane,zipoliyane nokunye okuningi so imithi yokulwa nezinto eynjalo ihlala kumacontainer afana nqo naweyigubhu kphela awanafutha and akunamgilingwane kuwe.
@nomfundomthembi1915
@nomfundomthembi1915 2 года назад
Akuzonazonke izigubhu eziyingozi usunehaba Mkhulu and ziyalahlwa futhi ungafi kunesiko lakhona musukuthusabantu. Kuhle ukuAdviser but don’t be so negative only banikeze iAdvise yokuthi bangaphila nganike engenabungozi ngoba bahluphekile.
@Qin838
@Qin838 Год назад
Eyyyy inamanga lendoda suka zyalahlwa zonke nje umawazi ukuthi watshelwani mhla usthatha
@thabomokoena1251
@thabomokoena1251 2 года назад
Ya Nawo amathongo walelo Khaya a wrong imigomo ye Khaya bayawazi akudingeki Nyanga bahleleleni bengathandazi nje ngoba bewu Moya ka Nkulunkulu???? Lento yezangoma umdlalo udodi str8 Amanga
@sibonakalisosoyengwasebheb6914
@sibonakalisosoyengwasebheb6914 2 года назад
syathokoza ngolwazi mkhulu kodwa sacela ukucaciseleka kahle, imithi neziwasho lezi ezikhulunyiswayo nazo ngabe zinento phakathi??🤔 ey cela nisicacisele kahle syacela nkosi
@peacemakermccambly6008
@peacemakermccambly6008 2 года назад
Also wish to know me too.
@mkhulumlaba6756
@mkhulumlaba6756 2 года назад
Umuthi uyabongelwa kusukela usayowukha kuba nemali owcela ngayo bese uyawbongela before uwukhe uma usufika ekhaya ufike uwbike but isgubhu sona siyakhulunyiswa usitshele ukuthi ufuna imali nomcebo nokunye actually usuke uthuma abantu asebafa isgubhu sisebenza ngomoya waboo
@sibonakalisosoyengwasebheb6914
@sibonakalisosoyengwasebheb6914 2 года назад
@@mkhulumlaba6756 bengibuzela ephuzwini lokuthi uma ubongela kusuke kunento ephakathi we khehla lokhu okusho kuvideo
@sibonakalisosoyengwasebheb6914
@sibonakalisosoyengwasebheb6914 2 года назад
@@mkhulumlaba6756 angithi uyasibonisa sichazele ngokuphelele khehla ungasikhi phezulu
@mkhulumlaba6756
@mkhulumlaba6756 2 года назад
Yebo akonakele ngyanibonisa kunjalo….umuthi uyawbongela uma uwsebenzisa but isgubhu uyaskhulumisa usthume ukuthi askwenzele ini…isbonelo kunomuthi okthiwa umhlakazi uma uzowsebenzisa uyawbongela “mhlakazi ohlakaza iynhlizi zamadoda Nansi impi inghlasele ngfuna bonke abahlangene ngami bahlakazeke” so usuke uwbongela….isgubhu “madoda amakhulu sinilandele ukuthi Nifake imali la ngithi donsani abantu Bengene nemali laykhaya bezwe konke engushoyo ngyanithumake madoda amakhulu hambanike manje nenze engushoyo or madoda nizohlala laykhaya nidle nalu uju okweni ngfuna ningenzele umcebo ngidume ngibenemali kanjalo kanjalo
@user-dw1eh2fk1h
@user-dw1eh2fk1h Год назад
If you dream of iseghubu do make it what
@D150X
@D150X 2 года назад
Cha mpunga yesintu kuzoba kuhle mkhulu ukuthi uma ulanda umuntu ozokhuluma ngento ubheke ukuthi yena uyayazi yini lento akhuluma ngayo eqinisweni lento eshiwo uMlaba akayazi futhi ayilona iqiniso wezwa kushiwo yonke lento akhuluma ngayo ncono ubolanda umuntu ozenzayo iyogubhu uzothola iqiniso eliqondile wena nababukeli hayi umuntu okhuluma ngenzwa bethi BAYEDE MKHULU MKHIZE NKANYAMBA YASEMBO
@mkhulumlaba6756
@mkhulumlaba6756 2 года назад
Mina njengoMlaba angsoze ngavumela isizwe nabantu bakaNkulunkulu bedukiswe abantu abaycabangela bona ngenxa yendlala,ukulapha aksiyo into yokudlala futhi akulona ibussiness into ekuthiwa isgubhu idoti nihluphekisa abantu ngokufuna ukuthi nicebe Nina never Mina ngyaphila,find out about uMlaba than uzomazi,baningi abantu nemndeni esenkingeni ngalodoti abanye bafile Nina niyadla niyaphila nomndeni wena,iqiniso angilisabi futhi ngyolimela ngize ngyafa,uma unethongo uphiwe Sebenza uphilise isizwe not ukuthi kuzopromothwa amanyala kudukiswe isizwe never
@D150X
@D150X 2 года назад
Cha inkinga ukhuluma ngento ongayazi mina ngeke ngikhulume ngeyiwasho lezi oyisebenzisayo ngoba anginalo ulwazi lwazo nawe musa ukukhuluma into ongayazi nguwe odukisa is isizwe uma wabona lokho kwenzeka kufa abantu awusazi isivulwano ayisenze naleyo nyanga akuzona zonke iyigubhu eziyingozi umuntu uyazikhethela ukuthi ufunani kule yendlala cha kimi ugejile yinto engingakaze ngiyibone idlozi langena kimi ngiwu soma business njengoba namanje nginguye angibhekile amali yokusiza abantu ingakho ungizwe ngizenza uncwelencwele ngigxeka umsebenzi wezinye iyinyanga ngoba ngiyidayisa mina
@mkhulumlaba6756
@mkhulumlaba6756 2 года назад
Njengoba uwsomabussiness if ziksebenzela wena Qhubeka nazo as uwchwephesha wazi eziyngozi neyngesizo but Mina ngithi isgubhu udoti futhi sinomphumela omubi so Mina angeke ngphasise abantu ngesgubhu isphetho inhlupheko ukufa Mina njengomuntu osizayo sekukaningi ngihlangabezana nabantu abasenkingeni ngenxa yokulanda lodoti weygubhu…so ngyadideka somabussiness ophinde abe nolwazi lweygubhu ukuthi ususize abangaki ngeygubhu zabenzelani ekgcineni so ayngadukisani.
@D150X
@D150X 2 года назад
Angeke ngilokhu ngiphikisana nawe ngoba inhloso yakho ukuyidayisa kubantu khona bezoza kuwe zidayise mkhulu
@mkhulumlaba6756
@mkhulumlaba6756 2 года назад
Ngyabonga futhi ngyazthoba kuwe,unyaka omuhle futhi onezibusiso🙏🙏🙏
@katlegosuccess9801
@katlegosuccess9801 Год назад
I need 1 please it's fine if my people die
@nondumisomhlungu9233
@nondumisomhlungu9233 2 года назад
Ukhona umehluko kwisigubhu nesi kwama?
@mkhulumlaba6756
@mkhulumlaba6756 2 года назад
Yebo umehluko isikhwama imithi or amakhambi ayephathwa ngobaba Mkhulu okugcina sekufundiswa wena ngawo ngenhloso yokuthi uqhubeke nomsebenzi wabo wokwelapha ababewenza besabhila,isgubhu yinto ophuma uyoylanda ngenhloso yomcebo othize not ngoba usphiwa ngabadala but kungokwakho njeee
@thokozanihlatshwayo5328
@thokozanihlatshwayo5328 2 года назад
uze ungalilahli iqiniso mkhulu uMlaba, kukho konke ungalilahli iqiniso
@robertmkhwebu5989
@robertmkhwebu5989 2 года назад
Bp 8
@senzombuli42
@senzombuli42 2 года назад
Uyisikhukhula ngempela
@aphiweaphiwe3074
@aphiweaphiwe3074 2 года назад
Guys heyi aya confuser onke lamadoda Amakhulu m very disappointed serious kubo
@nyandamatyewc3211
@nyandamatyewc3211 2 года назад
True uske ungayaz omawukholelwe kuyo
@alainkibasunga4254
@alainkibasunga4254 2 года назад
Wonke umntu udontsela kuye qa
@sbusisokhwela1965
@sbusisokhwela1965 2 года назад
Impunga
@khatlisodumuse1055
@khatlisodumuse1055 2 года назад
Ngabonga Mlaba kakhulu yoooh kunomuzi lapha kithi makhaya dammit usiszi lento embi kunomuzi apho muzi uphelayo ngento zeyisetyenziswa nguBaba wakhona idla wonke muntu walaphaya last year idle umfana wakhona uBaba omncane wakhona yamuzala amehlo idla muzi futhi uyaphela usizi lento muntu mayiqala umkhuba wayo ngomngoba umlenze abene khismadodolo amokole amakhala emuveni koko kuphele ngayo abakufishi kulomuzi bafa nabalomuzi kuluyotlekele nje embi bantu futhi bayasokola kakhulu
@thembinkosidube3918
@thembinkosidube3918 2 года назад
Ukuthwala kuyi ngozi...
@user-gh4um4ew1e
@user-gh4um4ew1e Год назад
You don't know anything i see
@rarekicks6166
@rarekicks6166 2 года назад
You just pushing RU-vid channel and nothing else
@mfundosithole1843
@mfundosithole1843 Год назад
Broe... Lol.. U have no idea, trust me.. It sounds rubbisy until u witness it 1st hand
@lungisanibuthelezi8377
@lungisanibuthelezi8377 2 года назад
Umhlaba waze waba namanga emdala kangaka nkosiyam, kusamele enze ucwaningo ngazozonke iygubhu ngoba azifan... Ziningi kabi izigubhu ezingadli lutho
@bonganiqomazitha1159
@bonganiqomazitha1159 Год назад
Usibona kanjani ukuthi isigumbu sifakweni
@chrismthethwaglen3172
@chrismthethwaglen3172 7 месяцев назад
Ake niyeke Mlaba ukuveza ama secrets ezinyanga nezinto abazenzayo . Zizonibulala izinyanga Mlaba, ngoba nje ukhuluma kakhulu engathi umsakazi webhola
Далее
Isichitho seDlozi siyingozi
12:57
Просмотров 2,9 тыс.
Копия iPhone с WildBerries
01:00
Просмотров 4,9 млн
Ubungozi Bokuthwala - Mkhulu Shobelikhulu Simelane
15:19
Isigubhu Semali - Mkhulu Mavulakuvaliwe
12:17
Просмотров 17 тыс.
Isithwalo Se Contract
9:21
Просмотров 120 тыс.