Тёмный

Udaba sengilubike ku Chairman we Renk luka Taxi Driver vs Taxi Owner P5 

King Zoso TV
Подписаться 231 тыс.
Просмотров 103 тыс.
50% 1

Опубликовано:

 

17 окт 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 781   
@CarltonMpinda
@CarltonMpinda 2 месяца назад
Can't wait 4 Tuesday.. U Bafo uyobekwa ukuba induna officially.. Thank you Babezala in advance😊😊
@AugustGeorge-y2l
@AugustGeorge-y2l 2 месяца назад
You're young but matured you have chosen something which you're very good at . God be with you.
@Sisanda345
@Sisanda345 2 месяца назад
Very professional king Zoso ❤❤
@EliasNyathi
@EliasNyathi 2 месяца назад
King Zoso siyabonga inhlonipho yakho nobuntu onabo nesbindi sokumelana nalobunzoma obungaka from Zimbabwe 🇿🇼 🎉❤
@Mzothulemweli
@Mzothulemweli 2 месяца назад
Ngsola ukuth uthwele lobaba ngalengane Kukhona istory esfana nalesi umuntu wayekhuluma ngesthwalo esvimbela ingane yakhe ukuth ingatholi isoka ngoba uma ike yathola isoka uyahamba umcebo . So lobaba the wwy alwa ngakhona ngsola ukuth lengane yakhe ihambsana nomcebo wakhe🤞
@gettymoyo914
@gettymoyo914 2 месяца назад
Vele uthwele ngaye Kant yini emenza elwe kangaka
@mthokozisiwise5357
@mthokozisiwise5357 2 месяца назад
Vele kunjalo seyabona kuthi kuzophela konke manje
@bucymoyo8847
@bucymoyo8847 2 месяца назад
Bangike ngasho zisuka njee
@Kungawamandla7367
@Kungawamandla7367 2 месяца назад
Uyazi as aad and disappointed a parent would be but yoohhh this man is beyond crazy....ulwa too much Yena maybe he slept with 100 women...mmxxxx​@gettymoyo914
@Kungawamandla7367
@Kungawamandla7367 2 месяца назад
Hazel wahlupha lubaba😢😢😢
@EuleriaNyagano
@EuleriaNyagano 2 месяца назад
Mina nginjabuliswa hihlonipho lobuntu bakho mwana zoso unga tshinji from Zimbabwe
@ZandileElsie
@ZandileElsie 2 месяца назад
Asethembe nkosiyam
@JelinahMkhwanazi
@JelinahMkhwanazi 2 месяца назад
Good luck my son god protect your where ever you go
@GauweMashiloane
@GauweMashiloane 2 месяца назад
I LIKE YOU COMMENT
@PennyMansoor
@PennyMansoor 2 месяца назад
Bhuti Zoso cha uyintsizwa awethuswa inyoka efile phambili ❤❤❤
@stevenmamatho
@stevenmamatho 2 месяца назад
Poor girl!!! She cant enjoy life like everyone else ( she is in prison)
@Kungawamandla7367
@Kungawamandla7367 2 месяца назад
Baba thinks too highly of her daughter manje uzoyethuka ma ingane ivuma.Guess its a lesson to all parents no amount of security can stop a child's behavior.....i think he is now disappointed ukuthi after all that security ...it didnt work out.I soo feel for the taxi driver he is emotionally and psychologically damaged 😢😢God intervene umuphe ukuthula😢ngaze ngamzwela 😢😢😢
@siyabongashongwe2373
@siyabongashongwe2373 2 месяца назад
Aii baba uweak nje lodriver esikhundleni sokumela into yakhe avume kuthy uyayithanda ngane yena ublame yona. Ayikho nje ndaba yakhe
@MusaSibanda-p4d
@MusaSibanda-p4d 2 месяца назад
Watching from Zimbabwe 🇿🇼 ❤❤❤❤❤❤
@catherinechakamanga7428
@catherinechakamanga7428 2 месяца назад
Zimbabwe ahoi
@MaSokhuluSokhulu
@MaSokhuluSokhulu 2 месяца назад
Dankoo
@unathinurty2415
@unathinurty2415 2 месяца назад
Yabuya lapho thursday 😊
@takalanigodfrey9321
@takalanigodfrey9321 2 месяца назад
The girl love the boy,but the father of the girl doesn't like the boy, because he doesn't have nothing, remember god can make miracle for this boy, everything happened by the reason,u baba should accept the situation, because the girl carried baby now, nothing can be changed, the boy can look after ubabazala one day,you can't confirmed life brother
@MaSokhuluSokhulu
@MaSokhuluSokhulu 2 месяца назад
@@takalanigodfrey9321 ohh God i fell sorry for that gal,,,,and that boy to,,,but god will find the way,,,painful story
@SabeloSithole-ee4qi
@SabeloSithole-ee4qi 2 месяца назад
U Gatsheni uyadelela nje ayi ngoba enolaka uthwele nje ngobugwili bakhe
@RamolobaneMoleke
@RamolobaneMoleke 2 месяца назад
Thanks my boy,,at first I didn't think you can manage to sort out this big issue,, God protect you all the times in your job 🙏🙏🙏
@mvuseleloshangase
@mvuseleloshangase 2 месяца назад
"Lonomzimba eyy bayasthanda isinqa labafana" 😂😂😂😂 wakhala Chairman🙌😂😂😂😂
@nonzalisekoyenge9978
@nonzalisekoyenge9978 2 месяца назад
😂😂😂😂😂
@zamanhlangothi9290
@zamanhlangothi9290 2 месяца назад
😂😂😂😂
@sbahlembalimbathambalenhle238
@sbahlembalimbathambalenhle238 2 месяца назад
Waze wathandwa Spha😂😂❤❤akanendaba nanokuthi u-Nonkosikazi.
@ThandiweCynthiaSibiya
@ThandiweCynthiaSibiya 2 месяца назад
😂😅
@ZaneleMbuyisa-o7v
@ZaneleMbuyisa-o7v 2 месяца назад
😅😅😅😅😅
@NomondeMbanjwa-g8i
@NomondeMbanjwa-g8i 2 месяца назад
cha few weeks back ngike ngezwa ngesithwalo sokuthi if ke yalala nomuntu ingane yakho uyanyamalala umnotho... ngeke lo tax owner useveza elinye iside ngeke ngisho kungathiwa uyithanda kanjn ingane yakho but uma usulwa kanje ngeke is not make sure
@NomusaDlamini-io4vv
@NomusaDlamini-io4vv 2 месяца назад
Bothwell ngawe kini
@BongiweChonco
@BongiweChonco 2 месяца назад
😮😮
@PhumzileShange-j6g
@PhumzileShange-j6g 22 дня назад
Kunanesthwalo sevirginnjalo
@nelisiwenkomo2568
@nelisiwenkomo2568 2 месяца назад
Mmmm lengane iyamthanda loSpha ,isiphetho salendaba ngeke sibemnandi uma ubaba kagal ezoqhubeka nokubahlukanisa,inzima lempilo 😢uyabona uthando
@thembiencube-s2u
@thembiencube-s2u 2 месяца назад
Umthanda okwange mpela ❤
@gloriabusisiwemvelase189
@gloriabusisiwemvelase189 2 месяца назад
Mina sengesabela nempilo yakho mtanami ngoba cha nkosyami lo taxi owner uyi monster shame lobaba,ubeka isthunzi somatakisi njengezidlova,ngenelelani taxi association,kubi naku isthombe senu sibasibi kabti vele i business yenu ikhulunywa kabi hai bo khuzani uyise wengane ingaze ingane izibulale no driver azibulale
@sibusisoMalwane-zh8cd
@sibusisoMalwane-zh8cd 2 месяца назад
Ngempela sisi, Impilo zalabantu abay 2 zisengcupheni njengoba basovalweni ngalobaba.
@PrudenceMabaso-u4n
@PrudenceMabaso-u4n 2 месяца назад
Udriver udhili wathusefisa ukuzikhunga vele
@SiphilangezwiKhanyile-fx3lr
@SiphilangezwiKhanyile-fx3lr 2 месяца назад
Qhubeka Zoso mfwethu uqine isibindi🤝🏿
@SindiTshuma
@SindiTshuma 2 месяца назад
Muhle umsebenzi wakho Zoso ❤ sybonga ❤
@KhothamaniMkhize-y2m
@KhothamaniMkhize-y2m 2 месяца назад
Well done Kingzoso🤝bese ngphatheke kabi mfethu ngensizwa izofa sbhekile.Scela noThixo angene kulendaba, aylula lendaba.
@LiyonaSibanda
@LiyonaSibanda 2 месяца назад
Wuuu maybe uthwele ngengane yakhe jooo tight security for your own daughter something fishy 😢😢😢😢😢
@GarndyMahlake
@GarndyMahlake 26 дней назад
Vele iyasolisa 😢
@GauweMashiloane
@GauweMashiloane 2 месяца назад
GOOD LUCK MY BOY, GOD BLESS YOU ❤❤
@MrNduku
@MrNduku 2 месяца назад
Zoso should have show the manager all the videos of what occurred during the period so he can fully understand the situation and it’s seriousity
@Kungawamandla7367
@Kungawamandla7367 2 месяца назад
True
@GauweMashiloane
@GauweMashiloane 2 месяца назад
I love you comment
@NjabuloNcube-c4p
@NjabuloNcube-c4p 2 месяца назад
True
@GladysPhuthi
@GladysPhuthi 2 месяца назад
Wee Owner ungelusi ingane Simple talk to your girl child,the bad en good.Sekwenzakele just except umzukulu.is on da Way,Period.
@GauweMashiloane
@GauweMashiloane 2 месяца назад
I LIKE YOU COMMENTS
@joycemqokeli6209
@joycemqokeli6209 2 месяца назад
Kwaza kakuhle mhlonoshwa baba u Chairman. We ze njngomzali. Siyabulela ngamandla mamkhulu. Siyakhothama. 🙏🙏
@NombuleloKwali
@NombuleloKwali 2 месяца назад
Uyathandwa lobhuti ngu Sphe yazi ,makatshati Sithembu lomfana angambeka kwenyi level lomntana 🤞
@NkosibonileNgwane
@NkosibonileNgwane 2 месяца назад
Nami bengithi akamthathe Kube umkhowakhe loluhlanya Lee owner
@Cynthia-ry4vq
@Cynthia-ry4vq 2 месяца назад
Lomntwana akangakhishwa inkulu into eza nalokntwana uyena oyokhulula impilo zabazali bakhe
@NombuleloKwali
@NombuleloKwali 2 месяца назад
@@NkosibonileNgwaneewe ndifuna batshatane babene taxi zabo Sphe nobhuti kuzophela eligama ambizangalo likasikhotheni , azoyekugezalo owner ayazi umntu uyahlonitshwa noba akananto, yena ubonu Skhothen yenu Sphe ubonindoda waaaaw👌❤️💃💃💃from uSkhotheni to taxi owner engumkhwenyana futhi 🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@joshuacouragiousmatambo3192
@joshuacouragiousmatambo3192 2 месяца назад
Waze wa- ba ngumuntu omdala Zoso akuyilungise
@ThembelihleVilakazi-b4n
@ThembelihleVilakazi-b4n 2 месяца назад
Zoso mfethu yinhle lento oyenzayo unkulunkulu akugcine akubusise uchubeke njalo ❤ no baba bengicela ehlise ulaka kubuhlungu kodwa ngiyacela baba qola iphutha lenzekile an iphutha lenziwa umuntu futhi lilungiswa umuntu xola baba bekumiya phansi yobe nduna yobe 🙏🙏
@ZaneleDaisy
@ZaneleDaisy 2 месяца назад
Ngizoqala ngokuxolisa ngane yami Zoso ngingomunye nje nam owaba nokukungabaza ngathi uthengiwe koda manje ngiyehla njengo Maria ehlela ezinyaweni zza jesoo ngiyabona ukuzama kwakho futhi ngizokhuleka nawe uzosi siza uGod yilwa ndodana akukhulise u farther god 🙏🙏🙏
@nomvulakumalo4900
@nomvulakumalo4900 2 месяца назад
Your effort is very important to save this man form this family. Thank you boy your show is growing and you are muture but save yourself as well🎉
@sbongileckhawula8960
@sbongileckhawula8960 2 месяца назад
Ave nenhonipho kodwa my boy Zoso
@Mapula-kd9jc
@Mapula-kd9jc 26 дней назад
I'm watching from South Africa 🇿🇦 Limpopo ❤️❤️❤️❤️❤️❤️
@MafusieFalatsa
@MafusieFalatsa 2 месяца назад
To uBoss lo baba wengane ayith8 ngoba umntu ehlupheka bese umthuka ngokuhlupheka kwakhe,,,asiziceleli indlala kodwa ke nanku umbtanakho ethanda kanye lo ohluphekile ngb lomcebo wakho awuhloniphi 😊
@CeciliaMtshali
@CeciliaMtshali 2 месяца назад
Yaze yambi inliziyo losomatekisi yini kangaka lengane ihlezi e cagini nje ngenyoni iyavalelwa iyavulelwa yilmpilo engcono ayinika lomntwana ukuphi umama walengane.iyasha lengane bantu sizani Zoso please
@manahnojiyeza5863
@manahnojiyeza5863 2 месяца назад
Imikhuba yokuthwala . ..le....manje kuphuke isivumelwane . Sentwalo ngobu vargin .. bengane ....ibifuyelwe lokho ....manje . .sevumukufa uyise .. akusekho ukuchaza ukuthi .. " Wangibulala mtanaam" . ....amukho umuntu ongagila lemikhuba enje Yayifuyelwani ingane? Pho uma isimithi ..uyise wavumukufaa...yingqala yokumitha kwengane yini
@mduduziMavundla7242
@mduduziMavundla7242 2 месяца назад
Uthwele ngalengane lobaba yingakho edelela kangaka
@siyabongashongwe2373
@siyabongashongwe2373 2 месяца назад
Aii kahleni, uyasho nje ubaba kuthy ubemthatha njengengane yakhe lo driver Ubelindele kuthy Abe ubhut omdala enganeni. Indaba yokuthwala angaz ngenaphi lah, ngoba uphoxekile lobaba and kufanele futhy
@CeboowSbahleNdlovu
@CeboowSbahleNdlovu 2 месяца назад
Okunye he's trying to protect ingane yakhe, coz uyawaz lomhlaba, mm I do understand frustration yalo baba yikhn nje ukt wenza kakhulu um esefun kubulal umfana😔 bonke abazal bayadinwa kod Ai kanjeee. Kucritical mnj😢​@@siyabongashongwe2373
@JoyHaise
@JoyHaise 2 месяца назад
Akayazi impilo engcono shem, uya hema nje ehlukumeza ingane nxx!!!
@busisiwegumede953
@busisiwegumede953 2 месяца назад
Yabona njengoba usufake nonkulunkulu mtanami usuwinile akaksize mtanami Abe nawe AKVIKELE 🙏🙏🙏🙏
@russelphelelani5160
@russelphelelani5160 2 месяца назад
True Our God never fails
@sindisiwenjoti3020
@sindisiwenjoti3020 2 месяца назад
P 😊 P L
@AndiswaNqobile
@AndiswaNqobile 2 месяца назад
Unkulunkulu owayekhona ekuqaleni usekhona namanje
@busisiwegumede953
@busisiwegumede953 2 месяца назад
@@AndiswaNqobile 🙌🙌🙌🙌🙌🙌kunjalo Ndisoh akawucimi umlilo kodwa ungena nathi 🙏🙏🙏🙏
@Bongile.comso9wh
@Bongile.comso9wh 2 месяца назад
Yes uthwele lomntu clean and girl yi part yesthwalo am telling you
@BuhleNxumalo-lm4mz
@BuhleNxumalo-lm4mz 2 месяца назад
Syabonga mfana wami okwenzayo kuyabongeka❤❤❤❤
@GauweMashiloane
@GauweMashiloane 2 месяца назад
I love you comment
@ChleKhumalo
@ChleKhumalo 2 месяца назад
Syabonga zoso uklandela loludaba sesilinde ulwesibili mfwethu mina akukho engiksola ngakho ukuvezela abantu abangayazi iqala ukuty isukaphi iyaphi syabonga nje kakhulu usphesihle wagcina ehambe ngani ukuyekhaya ngoba wasephucwe nezikhiye
@thandiwemakalima7716
@thandiwemakalima7716 2 месяца назад
😮yhoo imbi lento
@thandiwemakalima7716
@thandiwemakalima7716 2 месяца назад
Umthetho mawusetyenziswe ngk kubi
@businzama6939
@businzama6939 2 месяца назад
Siyabonga ndodana muhle umsebenzi wakho
@zakhelendulini3835
@zakhelendulini3835 2 месяца назад
😂😂😂
@ChiefnkosanMoya
@ChiefnkosanMoya 2 месяца назад
Zoso unesbindi mfanomdala qhubeka keep it up
@calalinifakude3422
@calalinifakude3422 2 месяца назад
Driver akamdlwengulanga umntwana
@LinduyiseCele
@LinduyiseCele 2 месяца назад
Wow syabonga Baba ithemba selikhona ukuthi uzoxola uBaba hmm Jesu
@Mthwaliwenja_nomniniyo
@Mthwaliwenja_nomniniyo 2 месяца назад
King Zoso inhle intoyenzayo BUT uyawadinga ama Body Guards ngoba uxazululisa abantu abaxabene okwangempela okungaphuma isdumbu mabehlangana Second thola indawo ephephile yokwenza lento bese ubanamaphuzu ozowasebenzisa ngoba wena ubumningi lana kuMaskandi ilokho nje Zoso. Okunye leyangane iyayidinga counselling naloya bhuti.
@SusanMazibu
@SusanMazibu 2 месяца назад
Ndibacelela uxolo bobabini abantwana amaphutha ayenzeka ngu Thixo owaziyo singomama sizobathandazela
@ThenjiweChristinaMnisi
@ThenjiweChristinaMnisi 2 месяца назад
Sbonga uMusa wakho mfowethu isipho sakho ophiwe uNkl noma sekushube kanganani awuhlehleli nyovane. Ekugcineni ukhipha umuntu odakeni esale ejabulile. noma ebesefisa ukuzibulala umnikeza ithemba .Nkl akubusise akuvikele kusipho sakho 🙇🙇🙇🤝🙏🙏
@PrincessThembelihleMahlaba
@PrincessThembelihleMahlaba 2 месяца назад
Syabonga Zoso mfwethu thixo akuvikele akubusise mkhulu lomsebenzi owenzayo
@solanindlovu2688
@solanindlovu2688 2 месяца назад
Sekhona thina base Zimbabwe siyabonga King Zoso
@gloriashozi555
@gloriashozi555 2 месяца назад
All the bests mfwethu🙏asithembe neAssociation iyonke isingangenelela🤞
@GauweMashiloane
@GauweMashiloane 2 месяца назад
I LOVE YOU COMMENT
@LebohangMorolong
@LebohangMorolong 2 месяца назад
What did happen between chairman and owner please share with as
@musazwane6013
@musazwane6013 2 месяца назад
Iyekele mama iyekelele mama ngimthandengenamali ngimthanda engenalutho😢😢😢😢😢😢😢
@madalanemadalane6541
@madalanemadalane6541 2 месяца назад
Lo driver waceba ingane kuyise yona yayihluthwe yhini. Yazenza mhle ku boss ithini ke ngoku😮
@zithinigums565
@zithinigums565 2 месяца назад
Kunzima la kazi lengane iyozala iphila kahlehle ngisho ngoba mawuzithwele akumele ube -stressed empilweni ukuze ingane yakheke kahle . Sethemba wena nkosi Jesu ngoba nguwe onamandla phezu kwezinto zonke Amen
@SindiMthembu
@SindiMthembu 2 месяца назад
Yhoo umkhwe wakho ekubiza ngoskhothen..ngenja yhoo
@KinNierh
@KinNierh 2 месяца назад
We thank you for the work you are doing please tell boy it becomes Bright kubamnyama 😭 keep it up
@SheilaMangumta
@SheilaMangumta 2 месяца назад
What a Wow Zoso there are few peaple who doing job like you God bless u Zoso love u my youngest boy
@sindilethomson4017
@sindilethomson4017 2 месяца назад
Bafowethu ngiseZim nginokulandela lendoda ngayo lento yaze yahlupheka leyandoda kube ngiyakwazi kubo bengizomlanda azocasha kwami naye lobhuti oyiOnwer uzelwe kumele amukele ukuba ingane yakhe sikhulile sifuna ukuphuma umdeni wayo yini engaka ayivimbela ingane yakhe kanje😊
@melodyhadebe8220
@melodyhadebe8220 2 месяца назад
Sifike ekgcineni ke mas iku shemeni . Asbonge Zoso . Sesolinda uTuesday , sizwe isphetho ngob ekgcineni kwasanaye angakhishwa emzileni . Nteyiscefe ngalogal ukuthi usafuna nokqhubeka athandane nodriver nom esesho ukuthi unonkisikazi ,emcel ukuth abahlukane and i just hope ukhulelwe ngempela kungabe uzama imizamo yokdabukelwa nokuth akwazi ukxhumana noDriver .Dankie Sphiwe asonaneni Tuesday
@LuyandaLekokotla-n4k
@LuyandaLekokotla-n4k 2 месяца назад
King Zoso uThixo abenawe, abenaye ubhuti, sicela no Chairman uThixo amphe ubuciko bokuhlakanipha akwazi ukuyi solver lento, ayikho I problem engena solution, inkohlakalo Ka boss yehluleke abengumntu not isilwane
@willsonweduwedu9668
@willsonweduwedu9668 2 месяца назад
All the best zosma, imithandazo iyakulandela.
@JudithSitoe
@JudithSitoe Месяц назад
Angisayitholi kahle lendaba .ngabe nibahlanganisele ukuthi azomshaya kuphela u boss wakhona lo😢
@bonganisithole4322
@bonganisithole4322 2 месяца назад
I'm watching from New Zealand, where is South Africa? 😮
@SiphokuhlesZulu
@SiphokuhlesZulu 2 месяца назад
Waze waphakama ubaba wengane noma esezehlisa udriver kwabuhlungu ngobhuti esebaleka ekhombisa ukuzisola mmmm kaz buphi Ubuntu
@diphalepashe5361
@diphalepashe5361 2 месяца назад
Nguwe owaqala indoda yabantu yaheheha, Kodwa ngiyethemba kuzo nilungela nobabili.
@mandlazikhali6420
@mandlazikhali6420 2 месяца назад
Ibuhlungu lento eyenzekayo ...uthando ngenye into aluboni
@michaelmike6519
@michaelmike6519 2 месяца назад
Eish loludaba selungithinte kabuhlungu mina
@ZaneleMbuyisa-o7v
@ZaneleMbuyisa-o7v 2 месяца назад
Lomtwana uyamthanda u Spha,sizocela u Baba wengane ehlise umoyo,ayidle izishiyele.
@SphamandlaDlamini-v2d
@SphamandlaDlamini-v2d 2 месяца назад
Abantu bathwala ngezi ngane zabo ukuze bacebe.
@babalwathunyiswa482
@babalwathunyiswa482 2 месяца назад
Vele lenja ithwele ngale ngane iyanyanyisa lento bhut
@businzama6939
@businzama6939 2 месяца назад
🤣🤣🤣🤣🤣uthi ubaba bayasithanda isinqa labafana 🤣🤣
@siyabongasphilangenkosi1516
@siyabongasphilangenkosi1516 2 месяца назад
😂😂😂
@lamlamduma4516
@lamlamduma4516 2 месяца назад
😂😂😂😂
@ezwenibhebhe5766
@ezwenibhebhe5766 2 месяца назад
Ngyakuzwa king Zozo ngoba Zama bakithi size bhuti nosisi ngoba manje kubi ngempela bhuti sehlezi eqoke jacket eyodwa me trouser eyodwa yisono ngobhuti wabantu
@MakomaRatshitsane
@MakomaRatshitsane 2 месяца назад
Mina besengicabanga ukuthi ayekithi eZim ngiyamzwela lomfo kodwa ngithi big up mfowethu mkhulu umsebenzi owenzile 👏
@AneleGqenyu-sx2hy
@AneleGqenyu-sx2hy 2 месяца назад
Eyi zoso mfethu yisindise impilo yalendoda kubuhlungu
@thandiwemthethwa3534
@thandiwemthethwa3534 2 месяца назад
Yoo ndodana ngibonga isibindi sakho sengilinde Tuesday sengicela uNkulunkulu ahambe phambili kukho konke akuvikele akuqinise ngoba ayi ubaba wengane uthukuthele kodwa kuzolunga Sinawe siyakweseka
@ThembinkosiThembinkosi
@ThembinkosiThembinkosi 2 месяца назад
Lunchteme n 1:06:19 1:06:19 1:06:19 1:06:19 u8😊
@johnmazanhi7802
@johnmazanhi7802 2 месяца назад
King zoso u did a great job even though I'm still following ur show tax owners are not to easy handle this issue
@paulinempofu-g4o
@paulinempofu-g4o 2 месяца назад
Keep it up zoso
@jeremiasvasco3
@jeremiasvasco3 2 месяца назад
Uthwele lobaba . And uthwele nge ngani yakhe
@QHAWEKAZI1977
@QHAWEKAZI1977 2 месяца назад
Vele uthwele lo lengane iyona eyenza business lisimame kazi wavumelana ngani nesthwalo leso
@thandothuthani4676
@thandothuthani4676 2 месяца назад
ingane ayazikuthi kuthwelwe ngayo yona icabanga ukuthi ubaba uyayithandi ingane u​@@QHAWEKAZI1977
@Letta-jl2xg
@Letta-jl2xg 2 месяца назад
Injalo lento
@mkhonzenidlamini4299
@mkhonzenidlamini4299 2 месяца назад
uthwele
@NtokoMathenjwa-jg5qs
@NtokoMathenjwa-jg5qs 2 месяца назад
Aiii uthwele ungafa usengalwa kangaka elwelwa ukt ingane yakhe iqomile😮 akuqali ngaye ukt ingane yakhe iqome bakit daze salingwa😢 if kulimala u tax drive czokwaz ukt uyena onesandla. Ngab ngiyezwa ukt ulwelwa ukt umfazi wake useqomile😢
@CristinaGuilherme-po6fs
@CristinaGuilherme-po6fs Месяц назад
Awusemuhle wengani, ngiyayithanda uyezwa, te assisto directamente de Moçambique 🇲🇿
@zamantungwakhumalo4050
@zamantungwakhumalo4050 Месяц назад
Umncane mpela kodwa futhi mqondo wakho ave uphusile. Well done King Zoso ukuzama kulungisa isimo.
@khululiweagnes9488
@khululiweagnes9488 Месяц назад
syabonga kingzoso ngemzamo yakho ubuthwele kanzim ngibonil ubufisa nokumsiza bhuti futh nginethemb lokuth umzomsiza namanj uzongenelel unkulunkul ngiyajabul ngoba yonke uyibeka kujehova❤
@GeorgeMemela
@GeorgeMemela 2 месяца назад
Laba abathi wagaxelisa lomjida wena King 👑 bayakudakelwa ngoba umjida uyena owafunusizo kuwena bayanya labo
@SthuliGumede
@SthuliGumede 2 месяца назад
King Zoso Lapho Uyiqashana Mfoka Mahlobo Muhle Shame Umsebenzi Wakho❤❤❤
@AphroditeSmith
@AphroditeSmith 2 месяца назад
Sphiwe ubovelu hlalodabe ungabo rounda shlobosami😂
@petronellamthembu5428
@petronellamthembu5428 2 месяца назад
Asbukeni nje askwazi kumshintsha indlela asebenza ngayo😅
@ZamaMhlongo-yk8xf
@ZamaMhlongo-yk8xf 2 месяца назад
Power 😂😂😂😂
@MoralityNgwenya
@MoralityNgwenya 2 месяца назад
King Zoso siyabonga kakhulu umsebenzi wakho ngathi sekuyalunga ,qhubeka qhawe
@michaelmike6519
@michaelmike6519 2 месяца назад
Eish ngaze ngathinteka emoyeni wami zavele zehla izinymbezi bakithi😭😭
@Lil_Bae2Smart
@Lil_Bae2Smart 2 месяца назад
Bengithanda uChairman umdlalele inkulumo yonke kabhuti Kanye noSis ukuthi baqala kanjani ukuze bezwe ukuthi waluthwa yilengane futhi iyavuma. Uyise kungene lokho ekhanda lakhe ngaphambi kokuzonda umfana
@SivuyileZanempi
@SivuyileZanempi 2 месяца назад
King Zoso usebenzile bafo sisilwane Taxi Owner
@BongileSilangwe
@BongileSilangwe 2 месяца назад
Ai King Zoso uvuthiwe qhawe umncane but ukhulile ngokwenqondo syabonga ❤
@lindiweluciantshangase6089
@lindiweluciantshangase6089 2 месяца назад
Ubovele uhlale phezu kodaba we ndodana.wena you too kind but kuhle lokho.ngoba texi owner hey AKAZWILE. bohlala phey kodaba.
@MandisaNingi-mu6bf
@MandisaNingi-mu6bf Месяц назад
Khawubuye sibone ukuba baphethene njani njobe ebuyele emsebenzini nasekukhuleni kwengane🙏🙏
@Philile-cu8lj
@Philile-cu8lj 24 дня назад
Zoso ngithanda isibindi sakho kukhomba kt ungamfela omunye umuntu syabonga uqhubek njalo bafo🙏🏽❤️
@nonhlanhlambalizeemthembu3879
@nonhlanhlambalizeemthembu3879 2 месяца назад
I movie straight lena yoh syabonga zoso ngemizamo yakho
@jobmoretsele9956
@jobmoretsele9956 2 месяца назад
Ubaba should forgive and forget. Let bygones be by gones.
@NompumeleloXulu-qw1iu
@NompumeleloXulu-qw1iu 2 месяца назад
King Zoso uyiqhawe inzima lento wayilandela ngobunono big up👊👊👊👊
@YandiswaTayika
@YandiswaTayika 20 дней назад
Ayi cha kwaze kwakubi ke kdw uyilwilwe zoso bafo mncane nakanjeee ngisho nabanye abadala knawe bebengeke nje bekhone ukuthi balulungise loludaba qhubeka ntsizwa yakithi ubenesbindi nonkulunkulu akunikeze amandla njalo asibonge qhawe ksebenzekile...ayi naye lobaba ayi cha angiyazi nje walwa kangaka yhini..okoniwe ngomlomo kphinde futhi kulungiswe ngomlomo wheee gl next time uboyifundisa ukubuza indoda ukuthi inomfazi yhini hai lokhu vele usungena nje eyinkomeni zeminyimizi uthando manje owalqala alukho selikbabakho oneyibhamu kdw ke sibonga king zoso zoso zoso zosooooooo❤
@HareengRamonyatsi
@HareengRamonyatsi 2 месяца назад
Muhle umsebenzi wakho chawe 🙏
@BernardMlungisi
@BernardMlungisi 2 месяца назад
Keep up the good work. King zoso. Nabomthetho ubafake khehla. Ukhakhayi lakho luqinile manje. Long Live Khehla.
@busisiwembatha5468
@busisiwembatha5468 2 месяца назад
Come Tuesday kuyobonakala khona i wonder le owner beyimbekele Bani lengane yakhe indlela nje alwa ngayo man
@vikindukumnculwane9991
@vikindukumnculwane9991 2 месяца назад
Angazi kahle Mpangazitha ngoba akulona udaba lwasemsebenzini lolu. Kodwake you have nothing to lose perhaps, give it a try but am not hopeful
@nompumelelosibiya4387
@nompumelelosibiya4387 2 месяца назад
Kubuhlungu lokhu okwenziwa ilobaba uyahlulela, ikusasa alaziwa ngelinye ilanga umdali uyomthobisa. Lengane iyamthanda futhi aka wrong ubhuti,
@LuckyRifumo
@LuckyRifumo Месяц назад
Watching from limpopo malamulele❤❤❤
@SfisoNdlovu-en2xm
@SfisoNdlovu-en2xm 2 месяца назад
I taxi owner alihlise u moya ❤futhi liqoqe amagamawalo,ukuthi lomfana uzomudubula orong 😢nokuthi uyahlupheka 😢akakhethelanga😢😢😢😢
@nomfundonolwazi7244
@nomfundonolwazi7244 2 месяца назад
Mina ngibonga iqiniso la sis 😊 ukuba honest kwakhe
@samkelosibiya2700
@samkelosibiya2700 2 месяца назад
Awuu kodwa sengyakuzwela Zoso bakithi inzima lento and umncane for this😢
@ntombienhlemahlaba8368
@ntombienhlemahlaba8368 2 месяца назад
Ubudoda abukhulelwa...kwasho sintu
Далее
Wildest 10 SECONDS OF HIS LIFE 🤯 @TomIsted
00:14
Просмотров 4,8 млн
10 FREE DEAD BOXES?! #deadgame
02:26
Просмотров 7 млн
Deadline to update Eskom prepaid meters
10:39
Просмотров 4,6 тыс.
Nyathi Family's Love Story, Life History Unveiled
1:46:49