Тёмный

UKUBALULEKA KWEMBELEKO KUMUNTU 

Impunga Yesintu TV
Подписаться 97 тыс.
Просмотров 13 тыс.
50% 1

Ayikho into ebauleke ukudlula imbeleko kumuntu ophilayo iwukhiye

Опубликовано:

 

19 апр 2021

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 58   
@thandekambuyazi1366
@thandekambuyazi1366 3 года назад
Inamandla, kunjalo impela uma abazali benganawo amandla uyapha bawathenge ukuze izinto zigcineke. Imbeleko ngiyenzelwe 12 Dec 2018 kwathi 25 Jan 2019 ngawuthola umsebenzi, after iminyaka kuvalekile n amaThongo engipha amaBursary Kodwa avala nciiiiii umsebenzi. Ngithe sewutholile msebenzi ngibe sengipha uMa imali ukuze angenzele umhlonyane. Ngibonga nje ukuhlakanipha engikuphiwe abadala ngifunde impela kodwa ngeke uze utshele ukuthi angizikhohlwe ukuthi nginguba futhi ngivelaphi. Asoze ngagudluka ezimpande zakithi. Isintu asoze sajika futhi noma singawaphika amaThongo namaDlozi ethu kodwa akhona futhi ayaphila nezimpilo zethu zincike kuwo. Ngisho ukhuluma nami ngoNkulunkulu engathi ungafaka amaThongo phakathi ngoba kungenjalo ngivele ngivaleke izindlebe ngayizwa inkulumo yakho. Sikhonza uNkulunkulu obambisene namaThongo. Siyabonga Mpunga yesintu ngomlayezo omuhle.
@carolmsimang6224
@carolmsimang6224 5 месяцев назад
Sykhuleka emakhosini. Ngingayenzela yini ingane Yami engakaze yenzelwe imbeleko. Mina mzali wayo angizange ngenzelwe, NAMI ngiyingane yokuqala. Ingane isikhulule
@snayenothando924
@snayenothando924 3 года назад
Mpunga!ngufakazi waleshloko enikhuluma ngaso,ukwenzela ingane izinto ezi njenge sphandla kubalulekile kuyivulela izinhlanhla zayo eziningi ngikbonile ngakwenza kuhle konke
@sibonelosiphelele2355
@sibonelosiphelele2355 3 года назад
Syabonga.. Mkhulu ake ngibuze la kukhona abathi imbeleko yenzelwa ingane yokuqala ezinye bese zingenzelwa kuyi cela ke ungicacisele lapho
@khanyisanimngadi8955
@khanyisanimngadi8955 Год назад
Mabegcagcile abazali kodwa uma bengagcagcile ingane ziyabikwa zonke
@nquturoyaltombstones5176
@nquturoyaltombstones5176 Год назад
Unjani mtanekhehla ngicela ukubuza isintu angisazi ngenxa yokuthi ngashonelwa ngabazali ngimncane manje ngithintwa ilendaba yembeleko nami ngifisa ukwenzela abantwana bami babili ngicela ukubuza ukuthi kumele ngithenge izimbuzi ezimbili na ngyabonga usazophendula.
@siphekhoza8115
@siphekhoza8115 3 года назад
inkinga ngisamelwe ukuthi ngihlawulwe ngoba ekhaya kwenziwa imbeleko ngingahlawuliwe kwasusa umbango phakathi kwabantu abadala izinto zami azilungi
@chief9462
@chief9462 3 года назад
Aibo! Sphe! Nami ngiwu Khoza 😃😅 Ndoda benza kanjalo nakithi kwa Luthuli bathi ngenzelwe iMbeleko kodwa dololo ukuhlawulwa.
@siyabongablack9344
@siyabongablack9344 3 года назад
Nami ngiwufakazi ngathola umsebenzi eminyakeni edlule ngosuku engenza ngalo interview ebusuku ngatshelwa ebuthongweni ukuthi angithenge imbuzi yembeleko ngisho nobulili bayo nangempela ngenze njalo zaqhubeka zakhanya izinto zami. Imbeleko ingukhiye kanti futhi usuke uphakamisa amandla alesidalwa esikuphethe.
@nonkululekosibeko3646
@nonkululekosibeko3646 3 года назад
Mina ngina 30 and angenzelwanga imbeleko. Is too late ukuthi ngenzelwe manje?
@siyabongablack9344
@siyabongablack9344 3 года назад
@@nonkululekosibeko3646 it's never too late
@nonkululekosibeko3646
@nonkululekosibeko3646 3 года назад
@@siyabongablack9344 ngiyabonga
@bonganiqomazitha1159
@bonganiqomazitha1159 2 года назад
Into eyinkinga ngembeleko into ekudinga wenzelwe yona hhayi uyenze wena. Uma amandla bengenawo amandla bathenge imali abayithole kuwe. Mina ngazithengela kwangalunga.
@nhlakakhumalo9992
@nhlakakhumalo9992 2 года назад
mmm kunjalo impela
@mkhabolengayondodemyama5905
@mkhabolengayondodemyama5905 3 года назад
Mina ngiqeda kyenzelwa umalume imbeleko ngb ngakhuliswa khona inkinga umalume uphuza ngalendlela exakile uvelathandaze empepheni acelinhlanhla sakthetha ngigcine ngdideka ukuthi kmele ngenzenjani ngb utshwala buyamehlula kmanje angathi angzange ngenzalutho ngyafikweletu nempilo imile streit akyeki phambili ngicela impendulo baba sengzolalela emsakazweni
@NyuswaMapholoba
@NyuswaMapholoba Год назад
Izinto zami azihlangani imbeleko angikaze ngenzelwe I just finished re-writing my matric .i just got the results today. and still i got the same results 28% on english .noma ngiyaz i never failed before koda on my final exam last year things went south . And i tried again this year angisazi ngenzen ngoba ubaba i once talked to him about imbeleko Waze washada engakaze angenzele
@mpilonhlekhanyile7694
@mpilonhlekhanyile7694 3 года назад
Impuuuuuungaaaaaaaa😊👏
@mchunuzenzele8193
@mchunuzenzele8193 3 года назад
Sadla thina singasaqali dankie Mpunga🤝🏽
@siyabongantshalintshali1534
@siyabongantshalintshali1534 3 года назад
Ay iyezwakala lendaba nami ngiwumuntu ongabikwanga ethongweni kodwa uma ma nobaba abashadanga kodwa sakhulela kobaba nomama naye ebehlala nobaba baze bashona singenzelwanga imbeleko komalume futhi nakhona komalume sebashona bonke nomuzi wakhona komalume sewawa waphela kwasala amanxiwa so manje ke inkinga yam ukuthi kumele ngiyovusa ikhaya lakomalume bese ngiyakwazi ukuyokwenza imbeleko. Manje umbuzo enginawo ngaphambi kokuthi ngiyenze imbeleko ngabe kumele ngiqale ngibike umuzi bese ngibangenisa ekhaya noma kumele ngivele ngenze imbeleko kuphela?
@banelemakhanya1049
@banelemakhanya1049 3 года назад
Amen 🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌
@malixolemdutyana7733
@malixolemdutyana7733 3 года назад
Mpunga🙌♥️🇿🇦
@nobuhlediya5730
@nobuhlediya5730 3 года назад
Mina baba anginaye umalume ,akusekho muntu khaya ngingayenza kanjani imbeleko ,ezinganeni,ngoba nami zange ngiyenzelwe
@MLUDATAINMENT
@MLUDATAINMENT 3 года назад
Asiklezeni ko Gwansile
@thabilesibanda7295
@thabilesibanda7295 2 года назад
Sanibonani mpunga bengicela ukubuza uma washiywa uyise wengane wena mama ungakhona yini ukumenzela umntwana njengoba sihlala e Goli
@Nokss87
@Nokss87 2 года назад
Saze sahlupheka ezweni...
@ntombenkosipama2365
@ntombenkosipama2365 2 года назад
Xa utata engazange enzelwe mbeleko unalo na yhini ilingelo lodla kulena yam
@sambulomngadi9595
@sambulomngadi9595 3 года назад
👌👌👌👌✌
@miseninjoko9787
@miseninjoko9787 3 года назад
Yebo yes 🙏🙏🙏🙏
@simphiweaustinmkhize3095
@simphiweaustinmkhize3095 3 года назад
Mina iyiphi indlela engenza ngayo ngoba izinto zosiko ekhaya abazivumi kodwa ngyafisa nami ukuba nesi sekelo ngenzelwe imbeleko ukuthi kanjani angazi
@mzwakhethenjwayo3618
@mzwakhethenjwayo3618 3 года назад
Gcwabe kayhlandlo abo Mkhize bonke bawumuntu oyedwa badabuka kukhokho uyedwa,ngamafushane ngithi thola uMkhize owenzayo amasiko bese unamathela kuye wenze izinto zakho
@Bushdoctorism
@Bushdoctorism 3 года назад
Impuuuuuuuunga!
@Nokss87
@Nokss87 2 года назад
Manje njengoba sinabazali abafundile abangafuni ukwenza lutho, kodwa bona benzelwa emakubo. Ibuhlungu kabi lento futhi mina iyangicasula...
@silverfoxngwane7789
@silverfoxngwane7789 3 года назад
Ngibingelele Mpungayesintu bengicela ukubuza ukuthi umuntu imbeleko uyenzelwa ekhaya kubo(kubo kababa ) noma komalume, njengoba senichazile ukuthi ubikwa ngayo kwabadala.
@mzwakhethenjwayo3618
@mzwakhethenjwayo3618 3 года назад
Ngibingelele Ngwane,ngingeyona impunga kodwa ngibona sekuphele iviki ungayitholile impendulo kulombuzo obalulekile kangaka...imbeleko eskhathini esiningi yenzelwa ekhabo malume ne Mpunga ikuchazile lokho.Ngisho egcagcile umama uyayenza khabo mama imbeleko.
@victoriamthembu186
@victoriamthembu186 3 года назад
Sayaboga mkhulu ukungjcazela nami nginaleyo nkinga manje nami nginengane
@sbusisokhwela1965
@sbusisokhwela1965 3 года назад
Kwamnandi ekhaya niphile madoda amakhulu
@namandlamafuleka4029
@namandlamafuleka4029 2 года назад
Waslapha mpunga yesintu
@nomusaphungula1820
@nomusaphungula1820 3 года назад
Baba ngicela ukubuza untwana ongasekho owashona uyenzelwa yini imbeleko ngicela impendulo
@vuselelanene3736
@vuselelanene3736 3 года назад
CELA KUBUZA YENZELWA YN OSEWASHONA MBELEKO
@leratoroselinemofokeng14
@leratoroselinemofokeng14 2 года назад
Sawbona Mkhulu,Uma ufuna ukuyenza imbeleko,kodwa Uma ungu msuthu and Kini nisebenziza imvu, kulungile Na?
@zandileshabangu6164
@zandileshabangu6164 2 года назад
Impunga Ngiyabingelela ekhaya lokuphilo Mina ngicela ukubuza uma niyimilanjwana ezalwa omama abehlukene niyafakwa yini nonke esibongweni ngezimbuzi ezimbili? Ngiyace ukwazi ngoba omama basohlelweni lokusenzela kanjalo maduze nje
@syandakhoza1723
@syandakhoza1723 3 года назад
Mpunga, bengcela ukubuza uma uzalelwe komalume wakhula wazi lesosbongo ubaba awumazi ngabe yiphutha yin uma umunt okuleso simo ethola ingane ayenzel konke ibuye ngakuye Bese eyenzela ibheleko la komalume bakhe Ngabe iphutha yin?
@DingiNqaba
@DingiNqaba 3 года назад
andisayibaweli nje lengoma ikhala xa kuphela eziVideo
@simphiwemkhize6829
@simphiwemkhize6829 3 года назад
Asibingelele, ngicela ukubuza ukuthi ukuphandlwa nokubikwa into eyodwa yini?
@chief9462
@chief9462 3 года назад
Mina ngazi ukuthi iNgane ibongwa ekhaya kubo but laphayana ko Malume iNgane yenzelwa imbeleko. Ngicela iMpunga isichazele kahle.
@mzwakhethenjwayo3618
@mzwakhethenjwayo3618 3 года назад
@@chief9462 Hlase uqedile ungethole
@khulekanisizwe4802
@khulekanisizwe4802 3 года назад
Mpunga uma ngathola ingane entombazaneni imbeleko ngiyenzele kithi noma yenzelwe komalume bayo?
@siyabongablack9344
@siyabongablack9344 3 года назад
Kumele yenzelwe komalume ngoba wena wayithola ningagcagcile
@sbusisokhwela1965
@sbusisokhwela1965 3 года назад
Impunga
@KKN11659
@KKN11659 3 года назад
Umfowenu omdala owashona ngokuphuphuma kwesisu angakuhlupha yini wena mfana ophilayo?
@chief9462
@chief9462 3 года назад
UMa uyenzela iMbeleko but isiphandla engasifaki esandleni, kuyaba nomthelela omubi ?
@mzwakhethenjwayo3618
@mzwakhethenjwayo3618 3 года назад
Kungani engeke asifake isphandla? impendulo ilele kulombuzo
@vusimndeni1976
@vusimndeni1976 3 года назад
Ngibingelela kini boBaba abasipha isinkwa esiphilisayo ngaphakathi nangaphandle nina baphathi bo hlelo, bengithanda ukubuza ukuthi imbeleko ungayenza Khabo Baba uMa ungahlawuliwe noma kumele uyenzela khabo ninalume?
@siyabongablack9344
@siyabongablack9344 3 года назад
Cha angeke ngabe wenze iphutha elikhulu. Kumele wenzelwe ekhaya kaMama komalume
@vusimndeni1976
@vusimndeni1976 3 года назад
Ngiyabonga kakhulu Baba🙏
@vusimndeni1976
@vusimndeni1976 3 года назад
Ngiphinde ngibuze nokuthii ngithenga imbuzi yobulili buni?
@siyabongablack9344
@siyabongablack9344 3 года назад
@@vusimndeni1976 umfana Kuba eyesilisa intombazane nembuzi makube yesifazane all the best 👏🏾
@vusimndeni1976
@vusimndeni1976 3 года назад
Umuthi awubongwa🙏Kwande Mtomdala
Далее
Ukwenza Imbeleko Nokukhunga Umntwana | Indaba Yesintu
51:53
Isichitho seDlozi siyingozi
12:57
Просмотров 2,5 тыс.
Ranking The Most Painful Crashes
00:19
Просмотров 3,7 млн
Ukulobola /  Ukuthenga abantwana.
31:01
Просмотров 4,2 тыс.
AMAWELE | Impunga Yesintu TV
20:46
Просмотров 16 тыс.
I PROCESS YOKWENZA IMBELEKO
13:10
Просмотров 10 тыс.
Ukubaluleka kokugeza emfuleni (River Cleansing)
20:12
Просмотров 1,5 тыс.
Ukungeniswa kwabantu abadala nokubikwa komuzi
5:18
Просмотров 5 тыс.
Ngithi angikwazise ukuthi ithongo lisebenza kanjani
17:44
INHLAMBULUKO  - LIVE ON VIBE FM
27:24
Просмотров 10 тыс.
IMBELEKO
2:02
Просмотров 2,1 тыс.