Тёмный

Ukukhanyisela Abangasekho Izibani.[0780046059] 

uMkhanyakude-Abangoma
Подписаться 32 тыс.
Просмотров 9 тыс.
50% 1

Umkhanyakude-Abangoma
For Enquiries contact
Makhosi Mdlalose :0780046059 /0815953459
Thokozani

Опубликовано:

 

15 окт 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 31   
@mckayshazi
@mckayshazi Год назад
Makhosi ngiyabingelela Unkosikazi wami wafika nomfana alapho ayegane khona kodwa engakashadi. Ngake ngamphupha lomfana engagqokile, saxoxa naye. Ngamxoxela umama wakhe, wathi uzomnikelela esontweni. Ngaphinde ngamphupha futhi ngangabe ngisamtshela uMah wakhe and ngangenza lutho nami. And ngi feel ngalokhu ukuthi umama wakhe angimtshelanga and ngangenza lutho. Ikhona yini into engingamenzela yona and ngingamenzela kanjani ngoba akabizi isibongo sami futhi umama wakhe asisezwani naye
@BonisileDlamini-kz3bg
@BonisileDlamini-kz3bg Месяц назад
Thokoza gogo ngayithola kahle levidio yakho ngilungiselela ukwenza loniladi but elabantwana ungiphe lawomandla waphinde wangigqugquzela thanks a lot
@NoziphiwoKetile
@NoziphiwoKetile 6 месяцев назад
Thokoza gogo uyandikhuthaza ndiziva ndibasemoyeni ❤
@mckayshazi
@mckayshazi Год назад
Ngiyabingelela Makhosi Ngiphuphe umfowethu ozalwa uMah kodwa ongazalwa ubaba. Mina ngizalelwe ekhaya. Umama washadela kulesibongo sikamfowethu omncane. Ngiphuphe umfowethu ehlezi phansi sengathi ugugelwe izimpahla zokugqoka, engcolile. Yini engingamenzela yona. Ngingamenzela yini lapha emzini wami.
@Nhlanhlok
@Nhlanhlok Год назад
Amen gogo siyabonga❤
@khethiwekhabule-dw1fh
@khethiwekhabule-dw1fh Год назад
Ngiyabonga gogo ukuvula isizwe amehlo 👏👏👏
@bongimabasomabaso1439
@bongimabasomabaso1439 Год назад
Thokoza gogo Makwande❤
@sithembilembongwe6175
@sithembilembongwe6175 Год назад
Siyabonga kakhulu gogo inkosi ikubusise🕯️🕯️🙏
@NomfundoBeverleyShabalala
@NomfundoBeverleyShabalala 8 часов назад
Wayichaza kahle Makhosi. Ngicela ukubuza, zinjani izibani ozikhanyisayo mowenza iladi entabeni? Okunye uyalifaka ikhandlela eliBlue nomawenzela iside lomalume? Okokugcina, ukudla namandlela uyakushiya khona entabeni?
@bongumusankosi5695
@bongumusankosi5695 Год назад
Thokoza gogo kuchazani ukuphupha unikwa iphepha elibhaliwe ngathi incwadi . Okunye ngizwa umsindo emadlebeni ami kuchazani lokho
@PhindaniXaba-r4c
@PhindaniXaba-r4c Год назад
Wenzenjani Uma ukhulele ekhaya kubo kababa kodwa ubaba engahlawulanga ekhaya komama ngibiza liphi ithongo utholukuth nabazali bobabili abasekho emhlabeni
@thulaneandries7523
@thulaneandries7523 Год назад
Ey Makhosi ngiyabonga wate wathinta indzaba yengane,nami kunomntfwana wami lowatsi efika wabe endlula angimentelanga lutfo,kute lengakwenta kundlula lapho and lentfo iyangihlupha
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
Thokoza kwamele umlungisele
@sun-801
@sun-801 Год назад
Thokoza gogo, ukudla engiye nakho entabeni ngikwenzenjani mase ngiqede ukukhuluma nabantu abadala ngathi nakhu ukudla kwabo?
@thandithandeka
@thandithandeka Год назад
Ngyabonga gogo,ngolwazi ❤❤😊
@thabogonya3988
@thabogonya3988 Год назад
Nyanda yephahla 🙌🏽
@thandigininda7511
@thandigininda7511 4 месяца назад
Ngiyabonga gogo
@fanelentshangase4166
@fanelentshangase4166 5 месяцев назад
Camagwe ntombi yedlozi
@mandlantsele8785
@mandlantsele8785 Год назад
Thokoza Gogo...mina ngiwu mlanjwa so kuya khonakala umu ngiyenza ilati ubize abantu bakhini ko baba namo you just stick one side, ka bo malume ku phela naa,cos sometimes I just feel like calling upon all ancestors both maternal and paternal...ngezwa kuthi wa ngiya bangwa amadlozi lastly,ngine siphiwo from father's side also what should I do.thokoza
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
Please give me a call so i can explain in a way you'll understand.
@09032013
@09032013 Год назад
Ngicela ukubuza Uma ulokhu uphuphana namakhekhe abakiwe kuyenzeka yin ukuthi bafuna iladi
@FaithMakaleng
@FaithMakaleng Год назад
Makhosi
@Talkwithjoy88
@Talkwithjoy88 Год назад
Do you ever come around Cape Town?
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
Yebo...thokoza
@Talkwithjoy88
@Talkwithjoy88 Год назад
@@umkhanyakude-abangoma384 when are you coming? I’ll like to make an appointment
@azanianyama7376
@azanianyama7376 Год назад
Thokoza Gogo, kukhanye🙏 Xa uphakamisa ilandi wenza njani?
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
Cela ungithinte ngoba i process ende.
@viereginald3903
@viereginald3903 Год назад
Ngicela ukubuza ukth uyakwazi yini ukwenza ilathi bengalicelanga abada?
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 Год назад
Yebo uyakwazi ungabapha noma inini lokho ofisa ukubapha khona akusiwo umgomo ukuth kumele beze becele
@viereginald3903
@viereginald3903 Год назад
@@umkhanyakude-abangoma384 Thokoza, ngabe sikhona isidingo sotshwala besiZulu?
@agnessiwundla1432
@agnessiwundla1432 Год назад
Ngiyabonga gogo
Далее
Ayini Amagobongo.[0780046059]
20:29
Просмотров 2,7 тыс.
Idlozi Elingakhulumi.[0780046059]
21:25
Просмотров 50 тыс.
Cool Parenting Gadget Against Mosquitos! 🦟👶
00:21
Uma Umuthi Ungakusebenzeli.[0780046059]
13:03
Просмотров 3,1 тыс.
Imali Ingahlali Ezandleni.[0780046059]
15:00
Просмотров 12 тыс.
Khuphula Isthunywa Nge Thombonkala.[0780046059]
14:29
Ukucindezeleka Uma Ulele.[0780046059]
14:42
Просмотров 4,4 тыс.
Isiphiwo Sakho Sikhulu.[0780046059]
15:16
Просмотров 6 тыс.
Ukuflathelwa Abantu Abadala.[0780046059]
15:04
Просмотров 4,3 тыс.