Тёмный
No video :(

UKUSHAWA ABANTU ABADALA 

Impunga Yesintu TV
Подписаться 101 тыс.
Просмотров 29 тыс.
50% 1

Kuyingozi ukungabalaleli abantu abadala uma bekhuluma kuwe njengomuntu, okubalulekile ukubaqonda uma bekhuluma ukuthi bathini, uma ungabezwa thola ukusizakala ukuze uzobezwa ukuthi bathini uma bekhuluma nawe, yebo kwesinye isikhathi inkulumo bayiletha ngobuciko kodwa nakuba kunjalo thola abantu abazokusiza ukuhlaziya leyo nkulumo

Опубликовано:

 

6 сен 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 58   
@sphezamdlalose3602
@sphezamdlalose3602 2 года назад
Amen..Nami nginaleyo nkinga yabantu abandala ngiphatwa ikhanda
@tmakhubela
@tmakhubela 3 года назад
🙌🙌 oBhovungane, omelaphi bangempela. O-Mpunga abelaphi bangempela🙌🙌 Maluju Makhosi Amakhulu.
@petermtshali220
@petermtshali220 2 года назад
Hi sister check the attached Quotation you have received our goods are ready and waiting on Completion to be removed sometime soon I don't understand how the process it's fine we'll have the opportunity and would appreciate Ferruccito be replaced and they short time ago by the copyright to pay the deposit for Quote R24 to be replaced the morning to get all orders on a delivery on all orders done by one it's fine if I could get me some more just saw it in my opinion we can't finish up to date on which door with sidelights I have been delivered to you soon love to you soon and we are not filtered and I 8disr Ferruccito rréú
@pheli8209
@pheli8209 3 года назад
Baba ngicela ngelinye ilanga ukhulume ngesihloko sezingane. Umama athi engakazi ukuthi ukhulelwe kufike isalukazi simutshele ukuthi ukhulelwe ngephupho. Leyongane isikhathi esiningi iba nezinkinga.
@busintshangase8524
@busintshangase8524 3 года назад
Ngyabonga kakhulu Mpunga yekhehla nakuwe Khehla labadala thokoza👏👏
@nobantumageca982
@nobantumageca982 Год назад
Yebo Makhehla nayibeka indaba ngizwa kahle ngoba nami umsamo wakithi awulungile mina ekhaya ngikhule bengazenzi izinto ze sintu lapho sengisele ngedwa ekhaya umthwalo owami manje noma abantu abadala bakhuluma nami yikho ukuthi ngibuye ngidideke ngenxa yolwazi
@nellylinah4164
@nellylinah4164 3 года назад
Yhoo bantu abadala nikhuluma nami nje ngqo;nje inetwork la kimi ayibambi from ngisemncani ngikhula zami izimo azifani nezabanye manje ngina43 but still ayikho inetwork nabazali sebahamba.kuze kwafika abantu abadala amakhehla afika eselwa engasafuni ukungizwa neks mangithi ngiyakhuluma bathi kimi angilaleli and angazi yini lena engingalaleli kuyo ngoba angazi lutho kumnyama nje ebusweni benkawu.baze bathi bafuna imbuzi emhlophe .angisebenzi angazi ngenzeni.
@patiencecwele7203
@patiencecwele7203 4 месяца назад
Thokozani m akhehla utholakalaphi umkhulu uPhewa
@Os-qf8jh
@Os-qf8jh 3 года назад
Amen isihloko esikhuluma nami lesi...Siyabonga Mkhulu... S.Sishi
@Ekse.jnr.022
@Ekse.jnr.022 Год назад
Unjani mkhulu ngiloku ngilalele nginenkinga bengiloku ngenza izinto ngilalela yonkinto ngenze ngibe ngihleli ekhaya kodwa bengenza konke ngibuye ngibaphe ngenza namalathi ngiyagula ngiphethwe idolo nomlenze sengize ngahlala ekhaya kodwa manje ngenza njengakuqala ngiyaphahla ngyabuza ngenzeni abangiphenduli bengicela ukubuza ngenzenjani kwimanje angikaze ngilale into ebiliku. Ingisabisa ukuys kubantu ababonayo ngavalwa yibo ngoba ngasengidlale kakhulu abantu ababengiisiza ngicela usizo
@benzlinerphoneclinic408
@benzlinerphoneclinic408 Год назад
Cela ukubuza xa ndiphahla ndibacela imali ndisisho uba ndiyavuma ukuthatha umsebenzi wabo yimali engekhoyo kodwa bathule tu bangaphenduli kwanto kumele ndenze njani
@mildredmtshiki3156
@mildredmtshiki3156 Год назад
Eyh waluthinta udaba mkhulu kumanje nje amadlebe am akezwa kahle sekuneskhathi ngingezwa ew khona ngiyaphupha amaphepha akhombisa ukuthi nginabo. Abantu abadala kodwa asizwani kahle ma bekhuluma akucaci ukuthi bafunani ngibonge mkhulu nkulunkulu akubusise🙏🙏🙏
@violetnkomo9662
@violetnkomo9662 3 года назад
Siyabonga mkhulu your teachings are always helpful
@lungilemhlanga5242
@lungilemhlanga5242 Год назад
Sawubona mkhulu nginenkinga ngakhula nguzazi ukuthi nginesipho Sabantu abadala bazama ukumiswa manje nginawo nje amaphupho ngishayiswe imoto Uma ngiyozwa kuthi wa kunombago abakhobo mama nakhobo Baba babanga ukungipha insipho sedlozi bayafika Kimi manje mina angibezwa
@bnkutha3518
@bnkutha3518 Год назад
Thokoza mkhulu 👏 ngiyabonga ngizolungisa umsamu wami... ngoba amaphupho wam awacacanga kahle🙏... and ngiyawakhohlwa amanye 😢
@sobujahammed32
@sobujahammed32 3 года назад
Siyabonga mkhulu ngolwazi🙏🙏👏👏
@nonhlanhlanzama2412
@nonhlanhlanzama2412 3 года назад
Eyi ayadida impela amaphupho, ngathi nikhuluma nami ngiyabonga
@luckytau6331
@luckytau6331 Год назад
Syabonga asiqedi bomkhulu🙏 Makwande ngolwazi lesintu
@dicenyembe2043
@dicenyembe2043 3 года назад
Siyabonga Mpunga iqiniso uyalibeka
@siphiwemkhabela4830
@siphiwemkhabela4830 3 года назад
Siyabonga ngolwazi Mpunga yesintu umenjalo nje.
@thuladumakude2511
@thuladumakude2511 3 года назад
Syabonga mpunga ngokusilethela ubaba uphewa nithunywe nguNkulunkulu ukuzokhanyisela isizwe hawuuu nisale sengisho okuqondene nami kodwa pho!!!!ngiyavevezela kuyimanje🙏🙏🙏🙏🙏
@vanithandlovuvanitha8404
@vanithandlovuvanitha8404 3 года назад
Hayi Siyabonga makhehla Lena iqondane nami
@user-zc2qv1mq7u
@user-zc2qv1mq7u Год назад
Amen
@sobujahammed32
@sobujahammed32 3 года назад
Thokozani bomkhulu kwi Mpungaaaa
@ameenamahlawe3730
@ameenamahlawe3730 3 года назад
Amen mkhulu ngiyakuzwa mina, ungathi ukhuluma nami sekuningi ngibanamaphupho. kodwa ngiyasaba ngoba angazi ngizosizakala kanjani ngibhekane nesimo engikusona.
@DukeOfEccleston
@DukeOfEccleston 3 года назад
Kukhulunywa nami lana Mpunga. Asibonge 🙏🏿🙏🏿🙏🏿
@siyabongagumede4870
@siyabongagumede4870 Год назад
Siyabonga mkhulu ngosizo osinika lona👏
@nondumisondlovu1483
@nondumisondlovu1483 3 года назад
Wangethusa Mpunga nami ngawathola lamazwi ephusheni elithi nginenkani ngaxakeka kanjalo!
@impungayesintutv
@impungayesintutv 3 года назад
Mmmm kumele uphahle ubacele bakucacisele
@phelibanjwa5077
@phelibanjwa5077 3 года назад
Ey Mkhulu Phewa kudlaliwe ngathi Mkhulu kodwa ithongo likhona losphendulela. Iintliziyo zilimele Mkhulu. Syabulela Mpunga yeSintu njalo umane usifundisa 👏🏽👏🏽
@ntokozosibiya3536
@ntokozosibiya3536 3 года назад
Nihamba phekwami ngibhekene nazo lezinkinga Mpungaah
@mbonaniphiwamandlamandlakh6009
@mbonaniphiwamandlamandlakh6009 3 года назад
Impungaaaah...Ngicela ukubuza maniphiwe ekhaya iziphiwo zabantu abadala naba babili noma ngaphezulu, izindumba zakhiwa kanjani egcekeni? Okunye abantu mebedlula emhlabeni, bayazikhethela na ukuthi bafuna ukuba hloboluni lwespirithi ngale. ngoba abantu badlulela ezindaweni ezahlukene...ekhaya, endleleni njalo njalo
@impungayesintutv
@impungayesintutv 3 года назад
Lento yesphiwo kubalulekile ukuthi siyicubungule kuqala ukuthi iyinto emi kanjani. Kuyenzeka abantu babe neziphiwo bonke kokunye babe yizangoma bonke kanti akufanele kubenjalo. Uthole ukuthi isphiwo sasingemukelwa sesihamba sintunta sifuna lapho sizohlala khona sizinze. Kumele icutshungulwe kahle leyonto yabantu abayizangoma bonke ekhaya okuthi kungaze kugcwale izindumba egcekeni.
@mbonaniphiwamandlamandlakh6009
@mbonaniphiwamandlamandlakh6009 3 года назад
@@impungayesintutv Sona besingamukelwa kusuka kugogo, asazi ngoba sisizwa nangabantu abehlukene
@tunokwe
@tunokwe 2 года назад
Siyabonga kakhulu ngemfundiso,, nani nize nibusiseke kakhulu
@PATRICKSITHOLE
@PATRICKSITHOLE 3 года назад
Ey nayikhuluma indaba bantu abadala,
@mapulamamabolo3602
@mapulamamabolo3602 3 года назад
👏🏾👏🏾👏🏾 thank you for the knowledge Kehla 🐚🕯️🙏🏼✨🧘🏾‍♀️
@thamsanqamazubane4774
@thamsanqamazubane4774 3 года назад
Mina ngicela nike nisichazele ngendlela ekumele ishunqe ngayo impepho nokuthi ichazani , umu igcwala indlu noma ishunqa iye phezulu , niphinde nichaze ngokusha kwekhandlela , uma wenze iladi noma uphahla ..
@ellenzodwa536
@ellenzodwa536 3 года назад
Nkosi yam👏👏👏
@raphael6214
@raphael6214 Год назад
Ngyabingelela kwi Mpunga kanye nabalandeli nginenkinga lana ngizalelwe komalume ubaba akenzanga lutho okufanelekile manje nginokuphupha umkhulu ozala ubaba ukuthi usuke ethini ngivuka ngingasakhumbuli kodwa engikwaziyo ukuthi laphakhona akukuhle ngoba lonyaka oweshumi ashona kodwa akakaze enzelwe lutho kodwa lomuntu ongizalayo usaphila #IYANGIHLUPHA LENTO YALELIPHUPHO NGOBA NJALO NGIVUKA NGINGASAZI UKUTHI UMKHULU UBETHINI ngyaxolisa ukubhala indaba ende kangaka
@sizwevincentnxumalo1639
@sizwevincentnxumalo1639 3 года назад
Emakhehleni siyakhulekela. Ngaphosengacela nidlule nalekhambi eliyosilamulela kuleziphiwo esembathiswe zona kanye nokushawa kwethu. Manje ngakhumbula ukuthi omunye umuthi ozihlanganisele wona uke ungasebenzi. Ngicela ningidlulele lapho ngokuzayo. Angibonge
@fufu20
@fufu20 2 года назад
Cela ukubuza ngingakhanyisa ikhandlela elinjani mangicela ushwele kubantu abadala noma fanele ngihlabe
@sduduzilemichellengwenya9831
@sduduzilemichellengwenya9831 2 года назад
Nami ngiyayicela Mkhulu lento owayipha iMpunga yesintu 🤣🤣
@Os-qf8jh
@Os-qf8jh 3 года назад
KWANDE!!!!!
@siphamandlabrian6476
@siphamandlabrian6476 3 года назад
Awungeke mpunga yesintu kuhle, SingabaNgoni
@ntombiezulu7168
@ntombiezulu7168 2 года назад
Ngsacela ukubuza mkhulu nitholakala kuphi nendawo?
@bonginkosimthimkhulu3968
@bonginkosimthimkhulu3968 3 года назад
Makhosi🙏
@siyabongagumede4870
@siyabongagumede4870 Год назад
Mina ngiphethwe zindlebe kakhulu yin okufanele ngiyenze😥
@namhladlomo1140
@namhladlomo1140 2 месяца назад
Uma amadlebe evaleka ephusheni?
@qaphelaniinnocent6071
@qaphelaniinnocent6071 3 года назад
kunjani mjabuleli wokumamatheka komkakhe ngcela ukubuza kuyenzeka yini umbathwe isdalwa sakwagogo ozala ubaba uma ungumlanjwana ngcela ukhulume ngalesosihloko 1day
@nokulungajamjam7355
@nokulungajamjam7355 3 года назад
Wazeybeka mkhulu
@raphaelmiya3521
@raphaelmiya3521 2 года назад
Ai kuhle lokhu
@mlungisimbatha9785
@mlungisimbatha9785 3 года назад
Yimuphi lomsamu akhuluma ngawo uMhlonishwa?
@impungayesintutv
@impungayesintutv 3 года назад
Umsamo wasekhaya osekele umuntu
@shadrackchika2335
@shadrackchika2335 3 года назад
How we fix usamo
@mantabeni7934
@mantabeni7934 3 года назад
Nishaya khona Bengicela Mpunga nikhulume ngodaba le vaccine nokujova uma unabantu abadala/siphiwo namasiko ukuthi athini nokujovela vaccine ngoba kunimibiko eminingi ehlukene kaningi ngodaba lokujova Ngiyabonga
@sloyiesondezi5211
@sloyiesondezi5211 3 года назад
Thokozo mkhulu
@shadrackchika2335
@shadrackchika2335 3 года назад
When you parents r nomore your uncles r nomore
Далее
when you have plan B 😂
00:11
Просмотров 10 млн
Первый день школы Катя vs Макс
19:37
OKWENZA KUBE NZIMA UKUTHOLA UMSEBENZI
25:04
Просмотров 18 тыс.
Ukubangwa Abantu Abadala
11:38
Просмотров 6 тыс.
SISHAWA ISIPOKI SENDIYA ESALANDWA INGANE  EMATHUNENI
45:19
Ukulamula umbango wabantu abadala
15:42
Просмотров 12 тыс.
INHLAMBULUKO NENDLELA EYENZIWA NGAYO
28:57
Просмотров 23 тыс.
Uyalihlabela yini ithongo lakoMalume kini?
21:44
Просмотров 11 тыс.
ISiTHUNYWA
30:59
Просмотров 71 тыс.
Ningakujahi Ukufaka Abantu Abadala Ekhaya.[0780046059]
19:47