Ukushweleza cishe kweyamene nokuhlambuluka bese uyashwelezelwa on another angle. Hhayi inhlambuluko between two people kodwa uma ngenze kabi ethongweni ngivume bese ngicelelwa intethelelo. Ngabe kusondelene
Mina ngithi geza ususe amathunzi nezinyama kuwena ukuze beze oe eze lowo okwembethe nezimpendulo.and if uphahla Musa ukubiza ama gama or isibongo or izibongo vele uthi THONGO LAMI ELINGIMBETHE NAWE THONGO LAKO MALUME bese uthemeleza ke.ungazenzela itelezi or isiwasho sokugeza ukuze I thongo lisondele.zila ucansi futhi.